Розмір відео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показувати елементи керування програвачем
Автоматичне відтворення
Автоповтор
Hlongwane syabonga
Mfoka Hlongwane 🙌🏾🙌🏾 bhuti ngiyabukela kuwe kakhulu 🤝
Mnewethu syabingelela🙌🏾
Bhuti 🙏
uKini Shandu, ngiyathemba ukuthi ukulalele bhuti
Ngakithi ukhona oyisishosha noyisibotho ngoba bafakwa ezibongweni okungesizona ezabo🤞🤝🤞.
Uyalibeka iqiniso Mfoka hlongwane
Hwanqa lakwethu✊✊✊ zimbili esebhece nese thanga khetha osthandayo inkinga wonke umuntu uyazi
"Nokhel'umlilo bese nicash'eskhotheni"😂😂😂 Amen
Hlongwane ngyabonga. Uphile nje mnewethu.
Noke ni right 😂😂😂😂
Baba Syathobeka Syathokoza🙏
👏🏾👏🏾👏🏾Bhut
Sebeyozwa ngemhuzuko wemfokaNgwane!
Baba Ndlandlalazi zithe uma zishukana la ezithangamini ngakukhumbula.Benglokhu ngicinga nje la ukuthi kuthini okwakho ukuphawula ngoba lento eyenzekayo kade wawuyikhuluma.Sisenkingeni kulelizwe ngoba sisenabantu abakhuluma izinto bebuye bezoxolisa.Indoda ayixolisi uma ikhuluma iqiniso ngoba iqiniso akuyona into eshintshayo njengamanga.Amanga ahlezi enezichibiyelo.Zonke lezizinto ezithwelwe ngeqoma akuwona amadoda.Indoda itshela ngisho umlungu ukuthi fuckoff sala nomsebenzi wakho mina ngiya ekhaya.Hlobolunike lwamadoda olusaba indlala? Hlala eqinisweni mfoka Hlongwane ungavumeli nangelilodwa ilanga ukuhetshezwa amaphukampiko ahlulwa ukuziphatha nokuhlonipha amakubo.
Inkulumo yakho mnewethu iqonde ngqo ofuna ukuzwa uzwile
Ohlohla umgodla akazithwalele
makube ukuphila kodwa 🤝🏿🙏🏿 lathi elinye ihwanqa vele igula lendlebe kaligcwali.
"Nokhela umlilo nicashe esikhotheni"😂😂😂 uphile mfokaHlongwane 🙌
Ubugagu yinto owayiphiwa, mfo kahlongwane, zinhle iziyalo
😂😂😂Nokhela umlilo nicashe eskhotheni, khona bayazimbela laba bhuti omdala😂😂😂
😅😅
Mnumzane,ngapha ngakimi ngiyaphila.nawe nginethemba elikhulu uyaphila.Bengicela uke unake isisho esithi “kushawa edonsayo “nomsuka waso.bese usilamanisa nempilo nje esiyiphilayo ezweni.Ave singikhathaza ngoba ngisho emsebenzi,ngisho ekhaya kuyaywe kuthethiswe lo olalelayo othumekayo kuba uye nje othwala ijoka
Uqinisile mfe2
😊 bokhela umlilo bese bacashe esikhotheni bhut'omdala
Ilapho mnewethu ai ngyabonga Mina bhuti
Kshuthi amaProfessional liars 😂😂😂😂😂
Bhuti ndlandlalazi uphile nje
😂😂
"as a man"😅😅😅
Hlongwane syabonga
Mfoka Hlongwane 🙌🏾🙌🏾 bhuti ngiyabukela kuwe kakhulu 🤝
Mnewethu syabingelela🙌🏾
Bhuti 🙏
uKini Shandu, ngiyathemba ukuthi ukulalele bhuti
Ngakithi ukhona oyisishosha noyisibotho ngoba bafakwa ezibongweni okungesizona ezabo🤞🤝🤞.
Uyalibeka iqiniso Mfoka hlongwane
Hwanqa lakwethu✊✊✊ zimbili esebhece nese thanga khetha osthandayo inkinga wonke umuntu uyazi
"Nokhel'umlilo bese nicash'eskhotheni"😂😂😂 Amen
Hlongwane ngyabonga. Uphile nje mnewethu.
Noke ni right 😂😂😂😂
Baba Syathobeka Syathokoza🙏
👏🏾👏🏾👏🏾Bhut
Sebeyozwa ngemhuzuko wemfokaNgwane!
Baba Ndlandlalazi zithe uma zishukana la ezithangamini ngakukhumbula.Benglokhu ngicinga nje la ukuthi kuthini okwakho ukuphawula ngoba lento eyenzekayo kade wawuyikhuluma.
Sisenkingeni kulelizwe ngoba sisenabantu abakhuluma izinto bebuye bezoxolisa.Indoda ayixolisi uma ikhuluma iqiniso ngoba iqiniso akuyona into eshintshayo njengamanga.Amanga ahlezi enezichibiyelo.
Zonke lezizinto ezithwelwe ngeqoma akuwona amadoda.Indoda itshela ngisho umlungu ukuthi fuckoff sala nomsebenzi wakho mina ngiya ekhaya.Hlobolunike lwamadoda olusaba indlala?
Hlala eqinisweni mfoka Hlongwane ungavumeli nangelilodwa ilanga ukuhetshezwa amaphukampiko ahlulwa ukuziphatha nokuhlonipha amakubo.
Inkulumo yakho mnewethu iqonde ngqo ofuna ukuzwa uzwile
Ohlohla umgodla akazithwalele
makube ukuphila kodwa 🤝🏿🙏🏿 lathi elinye ihwanqa vele igula lendlebe kaligcwali.
"Nokhela umlilo nicashe esikhotheni"😂😂😂 uphile mfokaHlongwane 🙌
Ubugagu yinto owayiphiwa, mfo kahlongwane, zinhle iziyalo
😂😂😂Nokhela umlilo nicashe eskhotheni, khona bayazimbela laba bhuti omdala😂😂😂
😅😅
Mnumzane,ngapha ngakimi ngiyaphila.nawe nginethemba elikhulu uyaphila.
Bengicela uke unake isisho esithi “kushawa edonsayo “nomsuka waso.bese usilamanisa nempilo nje esiyiphilayo ezweni.
Ave singikhathaza ngoba ngisho emsebenzi,ngisho ekhaya kuyaywe kuthethiswe lo olalelayo othumekayo kuba uye nje othwala ijoka
Uqinisile mfe2
😊 bokhela umlilo bese bacashe esikhotheni bhut'omdala
Ilapho mnewethu ai ngyabonga Mina bhuti
Kshuthi amaProfessional liars 😂😂😂😂😂
Bhuti ndlandlalazi uphile nje
😂😂
"as a man"
😅😅😅