Manje ngoba usgujana uyinyanga /prophet /bishop pastor ,yiqola lento uyifuna yonke indawo imali ,hlukanani nalezinto zezinyanga namaprophethi bazoniqeda , okhehlelezi nobhushiri bazosebenza lana esouth Africa vuka ndlu emnyama, government kumele anganelele badipothwe nje
This is very painful story yabona lezinyanga eyidurayo sibe zisibona isimo sabantu behlupheka angi understand nje mina sekungaze kuphume o R30 000 no 60 000 uyamkhuthuza mos loyomuntu
Ubisi lehashi😭🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣Kodwa mzo uyinja bhuti
Umbona ngokugadwa lona lomfana ukuthi uwutsotsi
Next thng uyozwa kthiwa buya nomchamo wonwabu😂😂😂😂😂
People have money bakitsi..it is unfortunate they lack the knowledge to use this money wisely.
Mzoh udlala ngabantu too much
Kodwa ngabona kubaleka Igcokama elisha noNgizwe eduze kwakhe😀😀😀🤔🤔
Wabaleka Ngizwe????
Isigebengu lo-Khehlelezi wakhona nesiphongo esikhulu
😂😂😂😂😅😅
Isizukulwane, siyodlula, kufike esinye kulokhu kukhulunywa into eyodwa ~"Zifundise ukwaneliseka" Mina ngiphephe kanjalo kulama pyramid scams aseqede abantu.
Wathi u king Bhaka asisebenzi isigumbu othi siyasebenza uzomnika i 200 thousand asikhombise live sifaka mali sesilahlekelwe yima ngamanga
Manje ngoba usgujana uyinyanga /prophet /bishop pastor ,yiqola lento uyifuna yonke indawo imali ,hlukanani nalezinto zezinyanga namaprophethi bazoniqeda , okhehlelezi nobhushiri bazosebenza lana esouth Africa vuka ndlu emnyama, government kumele anganelele badipothwe nje
Ngyayazi leyo TuckShop, eyi lomfana unesono, mina ngimazi kudala lomfana esasebenza efemini ekuthiwa uGrafton lapha eVerulam Canelands, le yobunyanga uyiqale 2016, iGama lakhe langempela uBhongolwethu Mzozo
Why anaphylaxis baobab unesidina...Mara uphethe umuthi
Akaqhubeke abaqole ngoba abezwa kukhona nje abazobe beya kuye ksasa lokhu okusayo ngoba bathi sinomona thina
Plus
Ah that’s not nice lo mama uphukelwe yintliziyo madoda ubephanda nkosi yam uyavakala nje uba ubethekile kakhulu. Please guys relax she’s really hurting.
@iconiclizfizz805 mf2 kulezinyanga zamanje akukho muthi la, the best traditional healer will never advertise anything
@@sbohmalingashe has learnt that the hard way. Poor soul
bakhohlakele ama South Africa awaphume kulezinto zahamba zayozithwalela zona zibuye zidlale ngabantu
niyalunga beniyofunani ezinyangeni......sengathi banganidla baniqedele wona lama cent eninawo, uyalunga
Weeee kuhlaliwe ngabantu yileze nyanga mbumbulu😠
Ayih cha uyayidla imali yeziphukuphuku uKhehlelezi 😂😂😂 futhi ngithi akayidle kakhulu up Mkhulu phekwabo 😂😂😂
LoKhehlelezi ngavela ngamsola ukuthi uyinyanga,ulibishop lasezion,uyathwalisa 😂😂😂😂😂😂hayi cha ayikho nhlobo lonto,waseyaqhamuka ethi uNkulunkulu uthwele ngoJesu ngathi yeah azisagcwele ekhanda ke manje
Masiyeke lezinyanga ezidumile...sebasuthu...baningi abakhalayo kodwa ayikho into abazoyenza
Awu waze wayisigebengu uKhehlelezi🤫🤫🤫 udinga ukuboshwa nje kwaphela lo ngoba uqola abantu.
Ngiyamkhetha umuntu omane ahambele kude ne Sonto( unti Christ ) kunokwenza i business lokungola uze ubengu Rev. ubuyi Scamer.
UMabalengwe wayisho kudala lento ukuthi isgebengu lodoti
This is extremely saddening coz umzali womuntu lona osokola ngalolu hlobo😞😔
Yena ngalesaskhath uphila impilo ebukhazikhazi bese ethi unamabhizinisi kanti shuthi nawo uwenza ngazo izimali aziqola abantu besale behluphekile njengalo cc
umzali oyisidomu lo, uyalunga basazomudla ngoba ufuna ama short cuts empilweni, uyalunga
Ngane yakwethu kuyindelelo lokho. Uke wachaza umama ukuba izidingo zakhe bezingenhla , befuna ukuthuthukisa anakho. Akukho short cut lapha ngoba benethemba ukuba uzosizakala
Phambili ndabezitha ngomsebenziwakho lomzo iske sasezimbabwe isigebengu mzo buhisela imali yomunzu awnanembeza wena zulu bayabusabisa laba
Mzo is a crook😢
Abantu banemali zwokudlala imali engango 65 000 uyilahlele enyange i ubuye uthi uyahlupheka kunzima
Yeyi ungasasho😅😅
Uyabangena skhulu.kwakuzinyangamuni lez ezbhizi kusocial media cos izigodlo zbhizi nje if bespana bastharhaphi iskharhi sesocial media?
Please edit your video's properly , ziphela njengesishiphi, keep up the good work, abavalwe osgujana namaprofethi
Bonga sisi ngoba usaphila wena phuma kulezinto
Cha le Business akusebenzwa ngabantu kanje
This is very painful story yabona lezinyanga eyidurayo sibe zisibona isimo sabantu behlupheka angi understand nje mina sekungaze kuphume o R30 000 no 60 000 uyamkhuthuza mos loyomuntu
Uyalunga losisi angithi abezwa mabetshelwa ukuthi abahlukane nalezigebengu. Futhi ke yena watshelwa u driver we meter taxi wanginde eatshelwa umawengane engasindi kodwa yena waphikelele. Ibambe ngakho
This is very painful😢
izinja lezinyanga lezi zonke phumani kuzo
Kwaze kwakubi bakithi ngomama😢
Bra ubulawa noba ungumfundisi keep apha if uzofa uzofa noba umtu umnyathele nje
Mina angimthandanga nje lo mzo wakhona
Fundani ukuthandaza nodwa nifunde ne Bhayibheli. Nizowathola amaqiniso
Nalolelo bhayibheli liwumsangano kukangaki abantu bekhala ngamasonto
@@sakhumuzishange5586 bakhala ngamasonto noma ngebhayibheli
Vele mama zizichitho ezizinto nizathatha kwezintwana
Ubhongolwethu wee qhola🤦ai wena mfana
😂😂😂ama Gupta nokhehlelezi
Kodwa zinkinga lezi.
Yeah neh we can blame him but abantu abafunde ukwaneliswa izikhwepha zabo nabakwenzayo ngoba ayikho lento phela but ke bafuna ubukhazikhazi
She tried as uzwile from beginning of these clips usis ukumaTenders....sezamile @sbomalinga
@@vicco3243 mf2 akahlale kuwo amaTender ngoba lena ayenzayo ayisizi nje
Wayenjani emsebenzin?
Koda isono lesi guys😭
Abazali bethu behlupheka besebenza kant badlil imigulugudu hmm😏
Kodwa lomjita bathi ekuprofetheni wayeyinkinga abamaziyo akwaziwa konakalaphi
Mathewu 6 verse 33,Amahubo 91,Amahubo 23
Kdlaliwe ngabantu
Sebenzisana Nama Gupta nemali eningi e FNB
Wakudla wakphindelela lomfo yeses
Sicela I contact zakho Tata uzokufumana more stories.
Lol uBisi lweHHashiii😂😂😂😂
Basbone late sesbaqedile lesgebengu esngazi muthi
Abammboni basaya namanje, kulele kunye
Akuqola kulento wemame nxaa
Now i can see why u Bhaka don't like uKhehlelezi
Yooh🤔
Nina nithengiwe ayikho lento niyenzayo nihlambalaza abantu
Mhla wakudla uyophaphama.
@@thokozanixulu6112 kudala ndahamba lomntu ayikho lento niyithethayo
Yoh🤯
Osipha part3 bafo
Sekusele ukuthi mabeqeda ukuRobha abantu bebabulale cz uyayibona lento ukuthi iyalapha bayabasabisa abantu 😔💔
Simfanele iskebhe lona kuphele ukusa
Zakhala
Yaz😂
Dala ngasho ukuthi umzo uyiqola from university of qolaland
yoooh 😔
Ukhe ubizeuBhodlumlilo lelinyeiqola
Sgujana
Mzo scammer
Hawu!!! this is pure EVIL 💔😭😡
Can we have your number
Iscam sikazwelonke