Menzi - Wamuhle (Official Video)
Вставка
- Опубліковано 11 вер 2024
- Ubuhle bentombi enhle eshaya ngamazinyo aluthotho, enyathela ngabantwana, esho ngefiga yayo yomnyovu, uphumalanga sikothe wentokazi into enhle efanelekayo ethandeka uyibuka nje, onke amasoka uma eyibona ajika nayo ngoba Isinqazu sentombi nto ethi mihamba kukhale ubunswinswinswi. Ingoma Wamuhle ikhuluma ngentokazi enjalo.
Lead singer : Menzi
Lead Actor : Menzi
Guest Star : Sphe Zulu
Director : Thanduxolo Zulu
Script writer : Thanduxolo Zulu
Editor : Thanduxolo Zulu
Video Production : Umgosi & Media (078 576 8032)
Production : Insika Yethonga
Lyrics :
Waze wamuhle ngan'yabntu mayebaboo umuhle
Wamuhle ngan'yabntu ay wee umuhle
Umuhle ngan'yabntu mayebabo umuhle
Waze wang'fanela nentomb'yami yase Zakheni umuhle
Waze wang'fanela nentombi yami yase Roosbom umuhle
Wena ufana nentombi yami yase Soweto umuhle
Ngik'bone uhamb lana uhamba lana
Kade uya len nabangani bakho ngathatheka wee
Ngik'bone uhamb lana uhamba lana
Kade uya len nabangani bakho ngathatheka wee
Wamuhle ngan'yabntu ay wee umuhle
Kukhala amajita kukhala abolova
Bathi wololo awom mhghh
Kukhala amajita kukhala abolova
Bathi wololo awom mghhh
Kukhala amajita kukhala abolova
Bathi wololo awom mghhh
Awom mghhh mghh awom mghhh mghhh
Wom mghhh
Awom mghhh mghh awom mghh mghh
Wom mghh wom mghhh
Kukhala amajita kukhala abolova
Bathi wololo awom mghhh
Ngathi sengiyabona sengihamba nawe emphakathini wangakithi kukhala abafana
Ngathi sengiyabona sengihamba nawe emphakathini wangakithi kukhala abafana
Kukhala amajita kukhala abolova
Bathi wololo awom mhghh
Kukhala amajita kukhala abolova
Bathi wololo awom mghhh
Kukhala amajita kukhala abolova
Bathi wololo awom mghhh
Awom mghhh mghh awom mghhh mghhh
Wom mghhh
Awom mghhh mghh awom mghh mghh
Wom mghh wom mghhh
Kukhala amajita kukhala abolova
Bathi wololo awom mghhh
Ngathi sengiyabona sengihamba nawe emphakathini wangakithi kukhala abafana
Ngathi sengiyabona sengihamba nawe emphakathini wangakithi kukhala abafana
Kukhala amajita kukhala abolova
Bathi wololo awom mhghh
Kukhala amajita kukhala abolova
Bathi wololo awom mghhh
Kukhala amajita kukhala abolova
Bathi wololo awom mghhh
END
Link to the song : ampl.ink/o6m29
Latest Album : linktr.ee/Menzi_
FOLLOW US HERE:
Facebook / insikayethonga
Twitter Ma...
Instagram www.instagrama....
Tiktok
vm.tiktok.com/...
Nkabyami, ngcela uqhubeke nokuqhulula ama hits unga talabhi muntu isizwe somele ingoma.
Maskandi will always be my second love
Yazi mfowakithi ngath ungahlala lapho khona engomeni, ungafuni ukulalabha muntu, qinisa engomeni hhayi emlonyweni, I SATMA le oywinile icacisa kona ukuthi ushaya ingoma uvale umlomo, yinhle ingoma yakho🔥
Kuqhasha amazenze shidi mani👊👊👊
Kunjalo mfokaMabizela
Tjo ndi zothatha intombi ye Muzulu mina.
Lomfana ave culela kamnandi yooh clean clean
Up Menzi
Muhle msebenzi uqhubeke njalo ungikhumbu iqhawe mucula kanje
The legend in making 🤞🤞🙏
Up Menzi into engiyithanda kulentombi inokuzethemba ngisho ihamba uyayibona ukt iyazizwa. Ushayile uMenzi kulengoma #Ezekhono
Yamnadi ingoma 😍❤
Up👏🏿👏🏿👏🏿👏🏿🔥🔥🔥🔥muhle umsebenzi bafo
Mhhhhhhh
Eyam lensizwa UP MENZII
Kunini ngalangaza
Inhle lentokazi
UP QHAWE🔥🔥🔥🤞
🔥🔥🔥🔥
❤❤❤❤🤗
Maskandi will always be my second love
Up menzi