If I was responsible for SA crime intelligence abo Menzisto will be part of the ppl I employ .. the knowledge he has and connections he has even in deep areas like emhostela nase makhaya .. yaz singakukjipha phakathi emkhukhwini yezindawo ezifana nabo Dufftroad🤞🏽
Bhuti MC zama ukungabizi their real names and locations where they come from. Please don't put your life in jeopardy ngoba thina sisakudinga sisazidinga nezifundo esizithola kulezindaba ozixoxayo🤜🤛
Best storyteller give him his flowers 🙌
Watching from UK🇬🇧 🇬🇧🇬🇧🇬🇧syabonga mfokaCebekhulu ziyafundisa kakhulu indaba zakho🙏🏽🙏🏽🙏🏽
MC umuntu engaba yin Ngempela ngaphandle kwakho 👏May God bless you 🙌🙏
Watching from United State of KwaZulu Natal 🎉
Give this man his flowers. UBhuti Menzisto can tell a story and put you in a trance movie like stare. You see everything
looool in my mind ndibona yonke into nam exoxwayo apha
Mc Menzisto my personal life coach❤
UMathofana kwakungowase Melmoth, wayedayisa ama cassette laphaya ngasezitolo KwaShenge. Babezwana noMgqumeni, iBhova kade lizo promote ngo 2004 Kwamshu lamshiyela ingoma engakaphumi as umngani ,wayiputshuza. Yilapho iBhova laqopha khona ingoma ethi; ngithe ngihamba ehostela Kwamashu ngafica abantu bethepha umculo wami, ngithe ngihamba.....ngafica ingane igolozel'umtomdala.
@@PhiwayinkosiKhanyile aybooo igama lakho konke nesbongo sengthukile ukth ubaba useneSmartphone yin webantu kwavele kwafana konk 😹😹😹
@@Slie147 hawu ndodakazi, owakuphi uBaba wakho. Mina ngowase Nkandla
@@PhiwayinkosiKhanyile ubaba owaseMandeni kwaSthebe Sogodi 😅❤️
@@Slie147 oryt MaNgwane.
Yasiqeda ngenkunzi melmoth yama leather amnyama finish
Siyabonga mfwethu mina ngingakaze ngiboshwe kodwa ngokulalela wena izinto eziningi ngiyaqikelela.khona uhlelo obengilubuka oluthi abangani bethu ngithi isiqephu nanamhlanje la umuntu wesifazane odliwe inkece yisiboshwa ngavele ngabona ukuthi ingoba engakaze alubuke uhlelo lwakho uxwayisa abantu besifazane ngokujola nesiboshwa osithole vele sisejele kungeve kuwukuthi benivele nithandana ngaphandle siyabonga 🤝
First to comment ❤sesingaphakathi Bhuti cebekhulu 🕺🏼🔥🔥👏💯My favourite segment “Izinkabi chronicles “ 🤘🏻🔥sekuneskhathi singasezwa nge Nkabi
Sokuthengela ulamthuthu😅
Present My Buti ❤🙌
Nembuzi
First comment from Zimbabwe 🇿🇼 ......ziyafundiisa indaba zakho bhudi siyabonga
Then am second 😂😂😂
Sibonge lapho kwaBulawayo❤❤
❤❤ from eswatini
@nontsikelelontuli4449 😂😂 akashongo nje ukuthi owakwa Bulawayo😂 ngoba sazi yona lendawo sizothi owakhona
@bongythwala984😂😂❤
Syabooooongaaah 🤲🤲mfoka Cebekhulu zining kakhuuulu izindaba osiqhwashi ngazo 🙏🙏
SAPS is doing a great job. Zimbabweans needs to fight for change in their country not to fight for staying in South Africa
Istory I kukhulunywa ngaso sihlangana kanjan leZimbabwe?
@@Lily-y7s3m😂😂😂😂 yamthola umnikazi zashaa
@@PatienceNcsmsileNdebele kant ayingitholanga asilawo ama rights eZimbabwe if you many know
@@Lily-y7s3m you can ask again, hau!😂😂
@@PatienceNcsmsileNdebele😂
Bhuti omdala,Nkosi ukubusise,syabonga iskhathi sakho.
Watching from Rustenburg ❤ keep up the good work my brother 👍👍
MC sicela uzosicelela uNyamazane umfoka Zwide wawusthembisile
Your my everyday drug Bhuti all the way from ePitoli I don't even feel heavy traffic jams all thanx to YOU !! ,please take your 💐!!
Hey Thembi❤😊
If I was responsible for SA crime intelligence abo Menzisto will be part of the ppl I employ .. the knowledge he has and connections he has even in deep areas like emhostela nase makhaya .. yaz singakukjipha phakathi emkhukhwini yezindawo ezifana nabo Dufftroad🤞🏽
Nami👌🏼👌🏼
Siyabonga Cebekhulu ayi impilo ilukhuni langaphandle
Gud presenter, keep it up Mfethu
Guludu Mr ngyabonga kakhulu ukubanawe kulenkundla
Love your stories. Keep up tye gid work🎉🎉
Mina umuchaza I scene ngivele ngiyibuke phambi kwami🤞
Ave ekwazi👌🏼👌🏼
Same here ngathi ngathi ngibuka imovie
Siyabonga mfo ka Cebekhulu
Great story teller 👏🏼
Muhle umsebenzi MC 💪🏾👌🏽
AYI indaba yezinkabi indala kanti yoooh ... Kwakunganakekile shuthi...mawuchaza ngempela ukuthi kune pressure emakhaya yokwakha nokuganwa yikho zibulala kangaka....sengiyabona
Thanks brother keep it up good work🎉🎉🎉
Syabonga MC
Kuningi esengifundile la
I enjoy your longer videos , thank you
U real a brilliant story teller bhuti yazi yonke into oyichazayo ngivele ngiyibone like I'm watching a movie
💯 my favorite Mr MC thank you always
Watching from mzinto
Since ngaqala le Channel yaz angisayigeji intombii😭😭ingiqoma mnje futhi..syabonga bhuti kuningi esikufundayo
😂😂😂
Akumangaaa😂
siyabonga bhuti
Watching from Cape town well done brother ❤
watching from Saldhana
Best story teller. Why ukhozi fm don't see this kind of talent
Views awu 900 kodwa ama likes 225 ngeke asizameni boh
Iqiniso alikho bhut
Umona nje odlala umuntu omnyama
Kazi ubani owabona lomke loludaba,,,.Ngoba ofakazi bashona abanye abaziwa.
Great storie teller
Ever since I started to follow Menzisto,starting to heal from so many thing's I've went through and learning to let go and forgive.....
Watchìng from Soweto
I'm watching from Boipatong in Gauteng Province
Keep going MC❤
From Zimbabwe ngiyaluthanda uhlelo
Watching you from eDumbe ❤
Ei kodwa kwamashu 🥺kubuye kubenzima ngisho uyisakhamuzi sakhona
what a story 😭
Marking the register ❤
Best storyteller ever 🎉🎉
Bhuti MC zama ukungabizi their real names and locations where they come from. Please don't put your life in jeopardy ngoba thina sisakudinga sisazidinga nezifundo esizithola kulezindaba ozixoxayo🤜🤛
Sanibonani Bazalwane " bakhona yini o Clito fam lapha"
We Cebekhulu heyi kwakunzina ngaleyominyaka kwakufiwa strong khona kobulawayo kwakufa kwantombazane khona okwake kwadutshulwa 9 ngosuku olulodwa ngaze ngahamba mhla ngizokwehla EMA office kanti kuzodutshulwa muntu ngakehli yabaleka itekisi yahlupha ngalomgwaqo oya kaShenge nakhona kulele owesifazane odutshulwe ilensizw ekade iditshulwa ngizokwehla ngihambe ngo2019 ehostela angicabangi nangeshwa Jesu...
Watching from Pretoria ✅
yimi lowo sisonke
Mina ngithanda igama lomfula nje kohela😂😂😂😂
Unghlekiselan ngoba nam ngzwile.
Kanti yena uMtshali why engabafoneli babuyise isbhamu😮
Siyabonga MC 👏👏
MC where's Ncabhashe aka Mnqomeni, get that to share story with us, a very brave and intelligent man 😂😂😂😂
Nginawe lapho...
He is not intelligent that idiot,he was just taking chances..
U mean Gcabashe who called himself uMgqumeni. He is a singer now.
Kunin aphuma ugcabashe
@@mncedisimbele1421Yebo ne album yakhe yesibili iphume this month
Our uye ngo October November December ay kushubile laphaya
Watching from isipingo.
Siphakathi
Usizi lomuntu ophatha isibhamu
Mfoka Mtshali ibhadi lase limlandele futhi wayengeke esakwazi ukulivimba kwase nje kumqondile
Ngyfisa ukuthi sike sbonane webafo ngikuthululele esami isigaxa 😢
MC Mina ngicela usikhiphele ezinye Iyitory zika Sputla Mpungose no Buthelezi Waka Nongoma zimnandi Iyitory zeznkabi please 🙏🙏
Mc siyabonga for sharing ngiyi follower yakho nkosiyam ngimamelq ngise goli at daveyton
Keep up good work am watching from Newland West
Siyabonga. MC Menzisto
Ngempela igazi lomuntu lyakhuluma wonk amacala ababewenza athwala uye umtshali efela balance kanti kwasekbuya konke loko abanbekwenza kwabanye
Best storyline ever❤
Siyakheka Mkhaya.singakujabulela ukuzwa ukuth.wena wawubishelwenu.uma ukhululekile😮
Ikhona ivideo la echaza khona
Mfoka Cebekhulu ngisafisa uthinte indaba ye Technology ukuthi njengoba ikhula mihla namalanga la ngapahndle ejele kwenzeka njan.eg.kunomuntu owaboshwa kusaphathwa ama 3310 Nokia 1100 ect. Nomqondo nje wangena mybe kusanobuntu kakhulu ngaphandle,konke lokho eJele how it apply. Ngabe nakhona Technology iyakhula or uma nmwaboshwa kusesemuva nge syllabus ngabe nomqondo uselapho?
ibhadi maselifikile akukho ongakwenza😢😢😢
I'm watching from Mhlabuyalingana emanguzi
Jah ne impilo hhay
Mc Mina ngingu Menzi 3303
Ngiqwashela kuwe Mntakababa siyabonga
Ngicel ukbuza uban igama lalensizwa and la ikhona yisteshi somsakazo yin?
My guy ngyakbamba lapho ngise Tembisa but originally from Ulundi, cabanga ngoba ngisafuna your tens
heita da Menzisto wafela ubala uMtshali ethi uyasiza ngokubika udaba may his soul rest in peace.siyafunda njalo kwesonye iskhathi komele sizithulele ngoba sizongena enkingeni.
Usuke uqinisile Menzisto uma uthi impilo yomuntu ophatha isbhamu imfushane 💔
Interesting story yet sad.
Sesthelekile Menzisto
Usizi lomuntu ophatha sbbamu 😢
Kooooodwa uvala wam it's Animal Farm 💯👌👌
Present my handsome MC❤❤❤
Uyamhalela ke Nkosiyami ,vele akaganiwe ithuba lisekhona
😂😂😂lutho Bongy ukuthi nje he is handsome
Kanti kutheni amagama wabantu ungafihli Yho🤦🏽♂️🤦🏽♂️
Haybo indoda endala kangaka yayisafunda iskole ngo 2003? Noma usho tertiary?
Mampintsha akabuye uphi kanti😢😢😢😢
Usuthu ngakithi #enyokeni
UMathofana okhuluma ngaye MC kwakungesiye owaKwaNtetha?
Watching from kzn toti good job brazo
Mina ngibuka ama video ka menzisto kphela
Uthe lithiini igama lomfula
Ubaba uMncube shuthi wase eyibonile yonke lento. Iyinkinga indaba yesbhamu. Siyabonga 🙌
Asazane bo weNomcebo
@@lindanimbatha-i1r manje ngoba uwuuser nje angazi noma isifazane noma isilisa
@@lindanimbatha-i1r 😂🤣😂ushukuthi sesingathungisa bhuti?
@@phumimabanga962 yey yinhle nansi intokazi...impela qalani
@@lindanimbatha-i1r Ay muhle impela bhut wam. Khuluma noMenzisto anihlanganise. Thina abanye sobe sthungisa straight 😀
Masilonyane motshwarateu I'm watching from thembisa
Menzisto 😂 2023 ngangise westville prison ngisamanzi esigwebeni wena wawufinda mtric kant ungakakani 😅
Phakathi inside my brother ❤
Awu kodwa
Ey uyay shaya into yakho Menzisto
Nazoke nkb sifuna zona izndaba zezi nkb akwande qawe