КОМЕНТАРІ •

  • @nonhlanhlamaribe7050
    @nonhlanhlamaribe7050 Рік тому +2

    Mfundisi uMadondo uShembe uNyazilwezulu ⚡🙏🏼 likubusise 🙌ngilalele lentshumayelo yakho,Ngiyakhala 😭😭😭 ngisemsebenzini kodwa sengizophuma,yey uShembe uNyazilwezulu ⚡🙏🏼 akasikhumbule Thina esibheke amakhaya,asethule imithwalo esiyithwele yabalele othulini lomhlaba😭😭😭🙌🙌

  • @phumlanivelenkosini7238
    @phumlanivelenkosini7238 3 роки тому +4

    Amen uShembe unguNkulunkulu asikushendezi lokho sikusho kusuka ngaphakathi ezinhliyweni

  • @zthonkomo1453
    @zthonkomo1453 3 роки тому +12

    Syabonga Rev. Madondo inkosi ikubusise siyokhuluma esikwaziyo nesikubonileyo siqinise ngakho uma uSHEMBE wayengekho emhlabeni ngabe angikho emhlabeni. Year 2000 ngenza i1st year university ngahlaselwa ukufa ikhanda elalingabekezeleleki lowo Ntaka ngashiya. Kodwa kunendaba enkulu eyenzeka ngadlula emhlabeni uma ngifika ngale ngafica uThingo ezulwini langibuza ukuthi ngilandeni lapha ngoba isikhathi sami asikofiki lasho ngesankahlu lathi unenkani wena phindela emuva ngaphaphama ngimanzi te. Namhlanje ngiyaphila ngaloSHEMBE asikwazi ukuthula .

  • @mzilangwenkosi3533
    @mzilangwenkosi3533 2 роки тому +4

    Unamandla kakhulu uNkulunkulu wethu UShembe Nyazi LweZulu iNkosi yamaKhosi wonke asemhlabeni nase Zulwini

  • @thembinzuza3420
    @thembinzuza3420 3 роки тому +5

    Nkosi nami ngcela ungithule imithwalo🙌

  • @noziphontini1821
    @noziphontini1821 3 роки тому +3

    Ameen shembe yinkosi yamakhosi

  • @sbusisomhlongo4406
    @sbusisomhlongo4406 3 роки тому +4

    Nkosi YamaKhosi🙌🙏🙏

  • @skhumbuzomzimela8564
    @skhumbuzomzimela8564 3 роки тому +4

    Nyazi lwami ngibambe ngesandla ngingabi iphekula......

  • @thabisomlondo3630
    @thabisomlondo3630 3 роки тому +4

    Amen 🙏🙏wayibeka Mfundisi weNkosi uNyazilwezulu uThixo

  • @megamediatv7054
    @megamediatv7054 3 роки тому +2

    Amen🙏❤

  • @nokwaziguma1578
    @nokwaziguma1578 3 роки тому +2

    Kodwa NKOSIYAMI I yasithanda inkosi yethu unyazi lwezulu sihlushwa yizona zono nje

  • @zthonkomo1453
    @zthonkomo1453 3 роки тому +3

    Mathew 13 vs 16, Abasetheselonikha 1vs 3-4 asikwazi ukungambongi uSHEMBE ngoba sibubonile ubuNkulunkulu bakhe phezu kwezimpilo zethu.

  • @ThokozaniMtshali47
    @ThokozaniMtshali47 3 роки тому +1

    9:30 solutions?

  • @mzilangwenkosi3533
    @mzilangwenkosi3533 2 роки тому +4

    Unamandla kakhulu uNkulunkulu wethu UShembe Nyazi LweZulu iNkosi yamaKhosi wonke asemhlabeni nase Zulwini