Ngibingelele Mkhulu Sacela ukubuza ukuth as abazali bengashadanga ngibiza isibingo sikababa. Sengize nginezingane ezimbili (different fathers). Babiza isibingo sam esingesaka baba wam. Bengifisile ukubenzela imbeleko nam futhi ngenzelwe. Kodwa the funds... Can I sponsor lomsebenzi since the people who were supposed to do it bangeke babenamandla. Again nami bengifisile ukubuyela esbiningweni sakubomalume. Can we do umsebenzi owodwa neymbuzi ezintathu for me and the kids.
Ngyabonga ukungphendula♥️
Ngibingelele Mkhulu
Sacela ukubuza ukuth as abazali bengashadanga ngibiza isibingo sikababa. Sengize nginezingane ezimbili (different fathers). Babiza isibingo sam esingesaka baba wam. Bengifisile ukubenzela imbeleko nam futhi ngenzelwe. Kodwa the funds... Can I sponsor lomsebenzi since the people who were supposed to do it bangeke babenamandla. Again nami bengifisile ukubuyela esbiningweni sakubomalume. Can we do umsebenzi owodwa neymbuzi ezintathu for me and the kids.
Buti, ngaze ngakucina, kube kuhle mkhulu...
sawbona... cel ukubuza uma wazalwa wembethe iwele... uma wenzelwa imbeleko ufaka isiphandla esisodwa kumbe ezimbili?
Awusho .. izingane mazi ningi .umuntu uthola imbuzi yakhe?
yes kunjalo kodwa syakwazi ukucela sishweleze ngenxa yamandla senze ngeyodwa or 2 if ybylili bezingane buhlukene kubeyimpongo nesfazane
@@khathinikhathini sibonge kuyazwakala