WeMbuso, to balance your content, please also investigate the lives of Thibela's colleagues before uncoma Khuzani ngokubhadalela kahle amagida ngoma akhe. Thibela akagidi yedwa unozwakabo, asibabone phela nabanye bethuthuka than sesingamncoma mfoka Khuba. What if he's doing good toward Thibela only ngoba kuwumfowabo abanye abatholi lutho, uzothini njoba usumncome kangaka nje? Angisho kuthini kunjalo, but atleast try to find out from other guys on are they progressing in their lives than we will compliment Khuzani.
Siyabonga 🎉Tetemane❤
Wamuhle umsebenzi up lapho ❤❤❤❤
Siyabonga khuba
Asikubongele Thibela
Ngiyabonga,mtanami,,ukubonela,,into enhle,kukhuzani,,negcokama,,empeleni,,umuzi,,usemqoka,,imoto,,iza,,emuva,,encourage, nalaba,,abanye,,abantwana, benze, njengani,kuyabongeka,mtanami,,God,bless you
Up khuba up
kuphuka lapho Thibela 💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙
Sibongela mfoka Khuba kwakuhle esikubonayo khula khehla
Khuphuka lapho Thibela Mpongose
Akagidi yedwa ntonje abantu noba bangasebenza efemini enye soze benze ngokufana kushiyana ukuti wena imali uyakwazi na ukuyisebenzisa
Kanti uthibela igidangoma likakhuzani yedwa na
Siyayibongela intibane...manje uhola yedwa yin labanye baphuziswa utshwala
Kanti ugida yedwa uthibela kukhuzani
Muhle umsebenzi wakho mfoka Mpongose,,,ubudoda yiboke lobu ukut uvuse umuzi Waka Mpongose
Cha thibela muhle msebenzi wenu madoda
Urawondi lo owodwa?
Phansi ngenkandla bafana benduku
Akumaaangaaa
Ngebhadi akusiyona eyakhe lemoto unamanga lomnyamane intozabantu lezi
💙💙💙💙💙
WeMbuso, to balance your content, please also investigate the lives of Thibela's colleagues before uncoma Khuzani ngokubhadalela kahle amagida ngoma akhe. Thibela akagidi yedwa unozwakabo, asibabone phela nabanye bethuthuka than sesingamncoma mfoka Khuba. What if he's doing good toward Thibela only ngoba kuwumfowabo abanye abatholi lutho, uzothini njoba usumncome kangaka nje? Angisho kuthini kunjalo, but atleast try to find out from other guys on are they progressing in their lives than we will compliment Khuzani.
Bazokuthuka kodwa ube ukhuluma kahle futhi ungathuki muntu ulungisanje
Kuyezwakala qhawe lam
Ngzokwenza njalo 👏🙌
UThibela ubuye alide okunye igidangom laskhova lalingek lishiye lijoine uKhuzan if engaholeli..ubhala iparagraph lomona slima
Shuthi uThibela yedwa oholayo ngoba siyabona wakhile, wathenga nemoto bathi futhi uselobole so siyambongela umfoka Khuba kodwa abanye abanazo zonke lezizinto kodwa bagidela umuntu oyedwa into abanazo izikhindi ngitshele nje ukuthi uMcombololo unani uTekisi waphuma nani nesikindi kuphela ngathi iya nge family lento
Siyakubongela thibela Kodwa besisacela usivezele umuzi wonke ay uround kphela pls🙌