Morning prayer 😭😭

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 7 вер 2024

КОМЕНТАРІ • 88

  • @martiahesi7056
    @martiahesi7056 10 місяців тому +73

    I am far from home in USA🇺🇸. And got myself one day I think 3 months ago into these sermons and ever since then never stopped listening to all the preachings I’d go over and over them they really help me a lot. As an African I wanted something ekhuluma Ivangeli nge language engiyizwayo and I found it here Ngyabonga kakhulu🙏. I always say to God once I come back in South Africa Nkosi yam ngofuna ngize ngikuthole kulendawo umoya wami uyakhululeka njalo mangilalela izintshumayelo zalana. Ngyabonga kakhulu please keep uploading🙏

    • @khetheloshezi0706
      @khetheloshezi0706 10 місяців тому +2

      Ave zbusisa.KukwaNongoma sthandwa eMsebe,mhla waya uyokhala mewke wangaya🙌🙌🙌
      SA uhlala kuphi nendawo?

    • @lupawu
      @lupawu 9 місяців тому +1

      Same here, im in Geneva but i told myself that entabeni kula ngiya khona. I even googled Kwanongoma bnbs😂😂

    • @khethiweduma3611
      @khethiweduma3611 9 місяців тому +1

      Ei nkosiyami, nami ngiphila khona lapha. Lowo nami ngumkhuleko wami, ukuthi nginyathele kulendawo engcwele🙏

    • @martiahesi7056
      @martiahesi7056 9 місяців тому +3

      @@khetheloshezi0706 I’m definitely going there once ngathola ithuba lokuvakasha eMzansi. Ngise Colorado Springs lah🇺🇸. But ikhaya lami Lise Thekwini🇿🇦

    • @martiahesi7056
      @martiahesi7056 9 місяців тому +1

      @@lupawu Asiye mama endaweni kaNkulunkulu engcwele. Sibonge sinalama video which we get to listen everyday awase Ntabeni

  • @ZibuyileMbatha-dc4ee
    @ZibuyileMbatha-dc4ee 5 місяців тому +2

    Thank you God for this powerful sermon there is no one like you Heavenly Father in the name of Jesus Amen Jesus I Love you

  • @yandahintsho2818
    @yandahintsho2818 9 місяців тому +7

    This sermon are amazing, I thank God for using his servants. Currently fasting and at work these are helping 🙌

  • @nomthandazovilakazi728
    @nomthandazovilakazi728 8 місяців тому +3

    Thank you holy spirit 🙏🙏🙏

  • @nomathembasithole369
    @nomathembasithole369 9 місяців тому +9

    Moyongcwele umzuzu Nawe Baba,ngibe sebukhoneni Bakho...syabonga bagcotshwa ngale platform.. uKristu uyNkosi uyabusa 🔥🔥🔥

  • @nellyndlovu2901
    @nellyndlovu2901 10 місяців тому +28

    Ey Nkosi yam can't explain how helpful are these sermons

  • @nqobzahmkhwanazi5789
    @nqobzahmkhwanazi5789 10 місяців тому +8

    Ey yabona uBab Fuze 🙌🙌uyacwila lobaba ebukhoneni buka Nkulunkulu yuuu Thixo wam Uyazilibala mase esebukhoneni...May God Continue To Use Him 🙏 Amvikele njalo

  • @DumsileNgobese-qb7kl
    @DumsileNgobese-qb7kl 9 місяців тому +11

    Singasuka kuwe siyephi ngoba amazwi okuphila atholakala kuye izethembiso zakhe zingu yebo zingu amen Siyabonga mlondozi uvusa obese kuphela ungubayede🙌🙌🙌😭😭😭

  • @user-ve7bf9tu5q
    @user-ve7bf9tu5q 9 місяців тому +3

    I wish to be here 1day my Jesus

  • @andilenyandeni1668
    @andilenyandeni1668 9 місяців тому +4

    Ngiyambonga uJehova osakwazi ukuvusa abashumayeli abazokwazi ukufinyelele kunoma yisipi Isoni esifana nami. Mbonge uJehova mphfemulo wami.

  • @sibongilemanyonta4061
    @sibongilemanyonta4061 10 місяців тому +9

    Yhooooo 😭😭😭🙌🙌🙌 silangazelela Wena shuuuu🙆‍♀️🙆‍♀️🙆‍♀️🙆‍♀️

  • @zodwaprincess1808
    @zodwaprincess1808 9 місяців тому +3

    Thank you Lord 👏👋👐

  • @snikiwempanza5131
    @snikiwempanza5131 9 місяців тому +8

    Nkulunkulu mningi lana.... Yonkinto yaseMsebe I noNkulunkulu ngendlela ehlukile nengachazeki.... Syabonga umusa ongaka... Nkulunkulu wasenzel umusa ngalezinceku🙌🙌🙌uthi ubuya khona ube ufun lalela recordings daily Aaaaa Thixo syabonga 🙏🙏

  • @nosiphomothwa7490
    @nosiphomothwa7490 9 місяців тому +3

    Tangible presence of God that is undeniable. the Omnipresent, Omnipotent 🙏

  • @nosiphomothwa7490
    @nosiphomothwa7490 9 місяців тому +3

    Victory belongs to Jesus🙌

  • @nandiphandevu9961
    @nandiphandevu9961 16 днів тому

    Thank you GOD

  • @londiweqakamba8491
    @londiweqakamba8491 9 місяців тому +10

    kodwa Jesu inceba engaka owasenzela Yona singayi ngaphandle kokrestu yesu 😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭 into kathixo ekulentaba 🙇🏻‍♀️🙇🏻‍♀️🙇🏻‍♀️🙇🏻‍♀️

  • @lindiwemthimkhulu9156
    @lindiwemthimkhulu9156 10 місяців тому +7

    One day is one ngizoya nami Entabeni I really connect nalabazalwane hmm......

  • @nqobzahmkhwanazi5789
    @nqobzahmkhwanazi5789 9 місяців тому +8

    The way I'm so depressed nothing makes sense in my life it was my wish ukuthi ngiye e Ntabeni this time but zahlangahlangana izinto I even have suicidal thought i feel like ungilahlile uNkulunkulu 😭

    • @Phila77
      @Phila77 9 місяців тому +2

      Please don't loose hope, akozeli akalali, God will definitely come through for you. Ngyamazi ngimbonile

    • @nqobzahmkhwanazi5789
      @nqobzahmkhwanazi5789 9 місяців тому +1

      @@Phila77 Thank You

    • @siphesihle3930
      @siphesihle3930 9 місяців тому +1

      One thing about God uyacabanga ngawe, please hang in there💝🙏

    • @user-vc3lx7ss5x
      @user-vc3lx7ss5x 9 місяців тому +1

      Bafundisi bami God bless you all

    • @khomotsochuene1298
      @khomotsochuene1298 7 місяців тому

      Do not loose hope ,victory is certain.He did it for me and He will surely come through for you❤He never fails🙌🙏

  • @VuyelwaMdaka-cb8pd
    @VuyelwaMdaka-cb8pd 10 місяців тому +7

    Ndiyambulela uThixo ngani befundisi ...one day ndofika apho nikhoyo,ndizohlanganyela nani...ndinobufakaz 🙏

    • @SiphoJOURN
      @SiphoJOURN 9 місяців тому

      Next year ndeva besithi bazawya naseMtata

  • @snikeziwegazu9384
    @snikeziwegazu9384 9 місяців тому +8

    Glory To Jesus🙌🙌🙌one day is one day ngofik entabeni😭😭

    • @sphelelemkhize1660
      @sphelelemkhize1660 9 місяців тому

      Sis wam obe wenze isinqumo esihle ngeke ubuye ufana

  • @banzimbatha4539
    @banzimbatha4539 9 місяців тому +3

    Siyabonga Nkulunkulu. Umile njalo kuze kube phakade🙏🏼

  • @sindimbiba4865
    @sindimbiba4865 9 місяців тому +6

    Eyi zukiseka Nkos'uJesu phakama moy'ongcwele🙌🙌🙌😭😭😭

  • @eugie5238
    @eugie5238 9 місяців тому +3

    🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌oh Lord🙋‍♀️

  • @winniledube2628
    @winniledube2628 10 місяців тому +5

    Maye kodwa Jehova umuhle, siyabonga Nkulunkulu wethu 😭😭🙏🙏🙌🙌

  • @khethiweduma3611
    @khethiweduma3611 9 місяців тому +3

    Mighty Jesus Christ 🙏🙌

  • @user-qq3tk3yp4o
    @user-qq3tk3yp4o 9 місяців тому +2

    Nkulunkulu uhlala kulentaba syabonga baba ensukwini zomugcina hlala nabantwana bakho

  • @bongekilemasondo5193
    @bongekilemasondo5193 6 місяців тому +1

    Siyabonga Fuze waze wayenza lento yombono UNkulunkulu akuphakamise ngenxa yokuphakamisa umbono obekwe kwindoda kaNkulunkulu uDlokovu amen

  • @kholiwembuyisa7237
    @kholiwembuyisa7237 9 місяців тому +5

    I can feel the atmosphere ngilah endlini oh Jesu 😭😭siyabonga baba 25:54

  • @NomathembaMbhamali
    @NomathembaMbhamali 4 місяці тому

    The Lord of hosts is with us, glory to God,thank You Moyongcwele in Christ Jesus we enjoy Your leading us 🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥

  • @Jaca-2Lindy
    @Jaca-2Lindy 3 місяці тому

    Ei Kodwa Jesu waze wasithanda yaze yayiguqula impilo yami nansi into🙌🙌🙌.

  • @fanekilembele
    @fanekilembele 9 місяців тому +3

    Ngiyabonga ukuvuselelwa ukholo lwami🙏🙏🙏🙏

  • @LungaNdlovu
    @LungaNdlovu 9 місяців тому +5

    Ngiyfisa ukuyakhon one day.🙏🙏

  • @neighbourhood980
    @neighbourhood980 10 місяців тому +8

    Awu Somandla phinda phinda uvuselele ukholo lwethu 🙏🙏

  • @NangamsoNcombo-wp1co
    @NangamsoNcombo-wp1co 6 місяців тому

    next year ingandiphosi bawo ndifun ukuza apha. ndiphila just by listening to these sermons how much more nkosi yam uba ndinyathela apho.

  • @namhlangcwenga8142
    @namhlangcwenga8142 9 місяців тому +2

    Siyabonga Jehovah ophilayo ngomsebenzi ongaka owenzayo zimplweni zethu😭😭🙌🙌

  • @user-du2sz3md1l
    @user-du2sz3md1l 9 місяців тому +2

    Siyabonga Nkosi

  • @user-yj7sf3ed9l
    @user-yj7sf3ed9l 10 місяців тому +2

    Hai ziyezwakala lezinkonzo zentaba. Nam ngiseKapa but ngiyathinteka bazalwane. Ngiyavuseleleka kakhulu. UThixo uyajabula esezulwini

  • @siphephilemavimbela-gj6ml
    @siphephilemavimbela-gj6ml 8 місяців тому +2

    Siyozilandulela sithini phamb kwenkosi😢ekhulumile kaningi kulentaba

  • @user-kc1ih2rt8s
    @user-kc1ih2rt8s 9 місяців тому +1

    Umzuzu naye uJesu.. Singayaphi masingasuka kuwe Nkosi.

  • @zksiqinisekosibiya3115
    @zksiqinisekosibiya3115 10 місяців тому +4

    Siyabonga kakhulu ukusifakela 🙏😭

  • @Jaca-2Lindy
    @Jaca-2Lindy 3 місяці тому

    Waze wamuhle Jesu , uyadumiseka

  • @bongumusashelembe
    @bongumusashelembe 9 місяців тому +1

    Nkulunkulu wase zulwini❤😢

  • @goratadimitrov9261
    @goratadimitrov9261 Місяць тому

    Very blessed to b part of u online

  • @khetheloshezi0706
    @khetheloshezi0706 10 місяців тому +2

    Udumo lungolwaJehova😭🙌🙌🙌🙌

  • @aphelelemdli4892
    @aphelelemdli4892 10 місяців тому +2

    Oh nkulunkulu wobungcwalisa😭🙏

  • @thembelihlenxumalo7779
    @thembelihlenxumalo7779 12 днів тому

    Ewu Jesu 😢

  • @mpumzashabane6387
    @mpumzashabane6387 9 місяців тому +2

    This was too much syabonga kakhulu 😭😭

  • @priscillacoswa9469
    @priscillacoswa9469 9 місяців тому +1

    Lungile uBawo ❤

  • @nomsadubazane6584
    @nomsadubazane6584 9 місяців тому +1

    Jesus 😭

  • @charlottesejane603
    @charlottesejane603 4 місяці тому

    Specifically this one I use it as my background when I'm in prayer, I mean everyday.

  • @AndySarr-hw2ih
    @AndySarr-hw2ih 9 місяців тому +1

    Sibongile Moy oNgcwele🙏😭😭😭

  • @nonduduzobukhosini770
    @nonduduzobukhosini770 4 місяці тому

    ❤️❤️❤️Nkosi yam lento kaNkulunkulu

    • @Jaca-2Lindy
      @Jaca-2Lindy 3 місяці тому +1

      Inzima kakhulu lento❤

  • @faniswavoti561
    @faniswavoti561 9 місяців тому

    Jesus

  • @jabundlovu4864
    @jabundlovu4864 10 місяців тому +1

    🙌🙌🙌🙌

  • @zodwaskati2297
    @zodwaskati2297 10 місяців тому +1

    🤲🤲🤲🤲🤲😭😭😭

  • @CALMA10
    @CALMA10 9 місяців тому +2

    😢Kodwa nisi khaliselani

  • @user-on2bf7rt3e
    @user-on2bf7rt3e 6 місяців тому

    Singayaphi kodwa masingasuka kujesu

  • @thokozileprecious9348
    @thokozileprecious9348 9 місяців тому

    Awu Nkosi yami Nkulunkulu wami

  • @sphelelemkhize1660
    @sphelelemkhize1660 9 місяців тому

    We Bangcwele asombonga njalo ngokusambulela ubuhle bokumkhonza abanye bakude naye abamuboni ngoba abakambulelwa ngyathandaza kuthy nabo ngelinye ilanga bake bezwe ubumnandi bokumkhonza EY bezwe ubumnandi bevangeli

  • @user-qq3tk3yp4o
    @user-qq3tk3yp4o 9 місяців тому

    Plss can Yu plss tell wh3re are are fellowshipping we need rto come there so dont know where are u mina ngise Goli plss man of God help me

  • @ayandasiphosakhe5033
    @ayandasiphosakhe5033 9 місяців тому

    Bazalwane ngiyafisa ukuzohlanganyela kanye nani, nikuphi nendwawo

  • @user-wf9sr1im7e
    @user-wf9sr1im7e 10 місяців тому +1

    PLEASE MY BROTHER NGCELA UNGIPHA I LINK FOR DOWNLOAD MP3 COZ I'VE BEEIN TRYING SEARCHI THE AUDIO BUT I CAN NOT FIND IT PLZZZ

    • @user-mf3oy5pz5n
      @user-mf3oy5pz5n 10 місяців тому

      ua-cam.com/video/Wiq3Ia8gjcg/v-deo.htmlsi=RG-LzXtRLAWqopbz

    • @avukilembatha
      @avukilembatha 2 місяці тому

      Try going to tubidy & search the name of this video

  • @sinqobilempungose6019
    @sinqobilempungose6019 9 місяців тому +1

    Siyabonga Nkosi