HOW OTHER PRISONERS GOT ARRESTED FOR NOTHING IN SA PRISONS( PART 1)

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 14 жов 2024
  • Thanks for watching this video
    please subscribe.

КОМЕНТАРІ • 53

  • @ekseetv
    @ekseetv 2 роки тому +7

    Inzima kakhulu lento bafo.....I wish we can alsongove u a slot on our platform to play your videos...they are very touching

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  2 роки тому +1

      They are very touching indeed we are hoping to change peoples lives

  • @ludacrees
    @ludacrees 2 роки тому +8

    I've always said if you don't know anything about the case you are more likely to be found guilty because you can't defend yourself properly as you are not related or familiar with the facts. That's why crime goes up is because real offenders win cases or never get arrested at all.

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  2 роки тому +1

      Well said man, it's a pity those with money win all the time

  • @phindatshibase8937
    @phindatshibase8937 2 роки тому +5

    Kwaze kwanzima ukuba owase Mzansi usungaze ugwetshwe udilika jele ngento ongayenzile pho, kusho khona ukuthi lento ekuthiwa umthetho nje asinayo nhlobo ukuba weak phlela lokhu

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  2 роки тому

      Kubi bayabhadla abafowethu emajele ngezinto abangazazi it's so sad man

  • @bongumusabongumusa9139
    @bongumusabongumusa9139 2 роки тому +7

    We need to expose ama police station ahlulwa umsebenzi azabophe abantu abangenacala coz uyavunyiswa icala ngelinyilanga ungalenzanga kthiwa vuma uzoboshwa kancane Kodwa muphika udilika jele uvele uybonele ukth awna choice la

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  2 роки тому

      Bongumusa mfwethu siphezu kwabo manje we are exposing them khululeka sikhathele yibo babopha abantu abamsulwa mfwethu stay tuned for more content iyeza usazozwa nabaningi ababoshelwe izinto abangazazi mfethu

  • @heathermbambeni529
    @heathermbambeni529 2 роки тому +8

    Imagine if kungabuyiswa isgwebo sentambo,abantu bangafela izinto abangazenzanga 😔

  • @intathelikayoutube
    @intathelikayoutube 2 роки тому +7

    Yo kunzima kulomhlaba esphila kuwo ngizwa ngifikelwa usizi😭😭💔

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  2 роки тому +1

      Kubi indoba we thank God for our lives izinto ezenzeka kulo mhlaba ziyathusa

  • @sbonisomchunu6876
    @sbonisomchunu6876 2 роки тому +3

    Inzima kakhulu indaba kaMdletshe, lensizwa ye BMW yamenza kabi kwakufanele ikhulume iqiniso ngabe akazange aboshwe yena

  • @nontobekoyaka4764
    @nontobekoyaka4764 2 роки тому +6

    Mh things we discover♥️

  • @powerbase9552
    @powerbase9552 Рік тому

    You gained yourself a follower.

  • @ebuhlenikeyboardists9575
    @ebuhlenikeyboardists9575 2 роки тому

    This is so sad and true. I'm a prosecutor by profession. Izolo kufike umfana oboshelwe ama drugs ezobingelela imantshi. Into yokuqala ayishilo uma ebuzwa ngokuthi uyaliqonda icala akalibekwe lona wathi "bangi plantile mina bengizihlalele nobani nobani nobani" kubuhlungu ukuthi khona umuntu ongavele eboshelwe icala akangalenzanga.

  • @Sthembis0G
    @Sthembis0G 2 роки тому +2

    Eish! Zaze zabuhlungu izindaba. Ewu..

  • @nontobekoyaka4764
    @nontobekoyaka4764 2 роки тому +5

    UMdletshe akalitholanga yini kanti ithuba lokubuza lendoda ukuthi kungani iphika le moto ekubeni ifike nayo. Amncenge ukuthi akhulume iqiniso 😔

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  2 роки тому +3

      lutho akalitholanga mfwethu ngoma uma nenze icala niwu 2 niyahlukaniswa nanoma ngabe walithola still kyfana wayezolokhu ephikile nje yey mfwethu ngeke uze uphike njengesigebengu cabanga umuntu owaphika nasenkantolo ukuthi wazama ukubuyela emuva ebaleka wathi futhi be BMW akalazi so lowomuntu uyisgebengu ngempela

    • @anchor4067
      @anchor4067 2 роки тому

      @@TransformationLive1 kant abuthathwa yin ubufakazi obufana namaFingerprint emacaleni afana nalawo

    • @ludacrees
      @ludacrees 2 роки тому

      @@anchor4067 Look at Senzo Meyiwa trial you will see how corrupt the police are in terms of evidence. They always plant evidence and the one with biggest money is always innocent

  • @mosessibisi3309
    @mosessibisi3309 10 місяців тому

    Cebekhulu bhuti, can we share this on TikTok? 🙏🏾❤️

  • @SS-xt4kh
    @SS-xt4kh 2 роки тому +4

    No forensics, finger prints of the driver..... I alibi ka Mdletshe... Unbelievable

    • @nathanaelbartholomew
      @nathanaelbartholomew 2 роки тому

      The police could not even identify the driver of the car! Yerrrr! Stupid!

  • @khayatokwe
    @khayatokwe 6 місяців тому

    Buti Menzi ndizama ubukela all your videos i came accros this one ,today all the phones come with something called timeline ,timeline serve as your alibi because it's tracking your movements through your phone you just activate it , I've seen a lot of people helped by time line especially in countries like USA if you not a criminal it can save you

  • @lwazitshazi6102
    @lwazitshazi6102 2 роки тому +3

    If ungawushayi umthetho nhlobo ube uqede maybe 3 to 6 years uyisiboshwa (ugwetshiwe), masewuthatha idraft awuhlukunyezwa la ufikela khona ngoba uwu bulubexe?

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  2 роки тому

      Nakhona kufike kufane as long as ungawushayi umthetho nje you will be still vulnerable

    • @lwazitshazi6102
      @lwazitshazi6102 2 роки тому +1

      Masibonge bafwethu ngokubuya nisaphila. Inzima leyandlela

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  2 роки тому

      @@lwazitshazi6102 🙏

  • @athenkosidlendle5181
    @athenkosidlendle5181 2 роки тому +5

    Thanks groet man..

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  2 роки тому

      Thanks for the Support Athenkosi please share the video with others

  • @andilehlophe4778
    @andilehlophe4778 Рік тому

    Manje lento ingagwemeka kanjani ngob ibuhlung lento eyenzeka kwabany abantu ohhh Nkosi!!!

  • @zamokuhlevilakazi2782
    @zamokuhlevilakazi2782 2 роки тому +2

    makuthiwa idlozi likulahlile

  • @similolloyd2912
    @similolloyd2912 Рік тому

    Le mbula ingubo lingene 😭😭😭

  • @sibongilemsini1407
    @sibongilemsini1407 Рік тому +1

    Cebekhulu ngyacela bandla ncedani uMdletshe nkocyam kwaze kwabhlungu ayobantintela into angayazi

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Рік тому

      Some things azi controleki we Sibongile because of indlela i justice system imi ngakhona Emzansi unfortunately but i hope one day he will get help sisi, thanks for commenting🙌

  • @nkululekodlamini2544
    @nkululekodlamini2544 2 роки тому +2

    Ibhlungu lento eyenzaka kumfew2 noma ngingamazi kodwa nenkantolo kuningi eyayingakwenza ukuxazulula lelicala, kuningi kakhulu

  • @thobilemkhize1069
    @thobilemkhize1069 2 роки тому +1

    Dankoooh!!

  • @mhloniphenizulu5407
    @mhloniphenizulu5407 2 роки тому +2

    Awu kwanzima madoda

  • @Mphathimthimkhulu
    @Mphathimthimkhulu 2 роки тому +1

    Yeah 🔥

  • @saintsiphoqwabe8110
    @saintsiphoqwabe8110 2 роки тому +2

    Ay ngeke ibuhlungu lento

  • @thabocele2309
    @thabocele2309 2 роки тому +3

    Hayi ibuhlungu lento

  • @ntuthukongcobo3361
    @ntuthukongcobo3361 2 роки тому +2

    Mmh kunzima