kunzima emgwaqeni ipara liyadayiswa ngo R30 libulawe EP3 (part3)💔

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 21 сер 2024
  • #mkhanyakude
    real story
    #mzansi story

КОМЕНТАРІ • 102

  • @ba-kasbongiseninombalizabayeki
    @ba-kasbongiseninombalizabayeki 3 місяці тому +11

    Omnye engamsiza owase Zimbabwe ngaxoxa naye wat una 3 yrs ephila le mpilo shuti ngafuna yonk imniningwane yakhe yonke ngamshaya isthombe ngamuposta ku fbk izihlobo nabangane ama classmate bavela bethi bayamazi ngafonelwa ngisho ubaba wakhe ejabulile kakhulu ethi kade babemdinga bengazi ukuthi ukuphi nezwe umnden wamlanda usehlala endlini kumanje kanti nokufunda basho ukuthi unama degree lomfana 😢😢😢 ......

  • @lelemdlalose6910
    @lelemdlalose6910 3 місяці тому +2

    So wish this guy asizakahle ehlakaniphile syabonga bhut ntuthuko🎉🎉😢❤❤

  • @user-ut9dz8oc2k
    @user-ut9dz8oc2k 3 місяці тому +3

    I see a bright future and successful man in the future from him.

  • @ThandazileMathonsi
    @ThandazileMathonsi Місяць тому +1

    Siyabonga bhuti vusi uyisbonelo esihle kanye naye ubhuti osebonile ukuthi ufuna ukuqala phans impilo unkulunkulu akugcine naserehab uqhube kahle

  • @SbonisoMthembu-hv9ny
    @SbonisoMthembu-hv9ny 3 місяці тому +3

    this guys is brilliant and ukhuluma iqiniso,some parents mostly rich families fails the kids by spoilinh them uqinisile

  • @user-vt8yj5cv6o
    @user-vt8yj5cv6o 3 місяці тому +1

    Dj kari helped Alostro in pretoria so i believe someone inKZN can help this guy, phela Alostro spent over 10 years ko strateng and most thought he is beyond repair but now he is good.....so this guy Ntothuko is very fresh to make an impact in life again...

  • @motshidisimokubung6951
    @motshidisimokubung6951 3 місяці тому +3

    Ntuthuko is a man of morals. I pray he became successful one day.

  • @menelisisikhahlane9542
    @menelisisikhahlane9542 3 місяці тому +20

    Kusho kuthi bonke labantu abangu 2500 who have viewed this video.. not even one who believe that this man can change... if you have tools to help.. ... help the guy guys and he will help more. UNkulunkulu uýanika abangenalo uthando okuningi.

    • @mkhanyakudetv01
      @mkhanyakudetv01  3 місяці тому +4

      Mfwethu lokhu ngicele njalo umuntu ongaba nosizo lwe reheb emvakwalokho uzoqhubeka nempilo

    • @menelisisikhahlane9542
      @menelisisikhahlane9542 3 місяці тому +2

      @@mkhanyakudetv01 nami ngiyamfisela ukuthi aluthole usizo umfowethu khona naye ezokhipha abaningi. Ngicela mft ungamukhohlwa ulokhu unaye nje uyoze avele onosizo. Ngiyabonga iNkosi ibusise ukuzama kwakho baba🙏

    • @thabondlovu6688
      @thabondlovu6688 3 місяці тому +2

      Nd he look like a good guy I myself I believe in him akakamoshakali kakhulu sengathi unkulunkulu engamsiza

    • @siphoericgumede3035
      @siphoericgumede3035 3 місяці тому +4

      Ey hlakaniphile lomfana usedinga nje ukutakulwa nd unamagama obuholi ngyamthanda yazi

    • @MbaliPhiwe
      @MbaliPhiwe 3 місяці тому

      ​@@mkhanyakudetv01kuMoja Love from DSTV kune show ngiyalikhohlwa igama layo angisaz noma ithi Uyaphuza na bayekisa bantu ukuphuza nalaba abasuke sebeding yona iRehab bakuhambise kwi Tranquility Clinic for free

  • @KennethMalefane-qm8ix
    @KennethMalefane-qm8ix 3 місяці тому +2

    Ke rata nnete le kellelo ya hae, our presidents and community leaders are not worth listening to, compared to this guy. Bless him

  • @nonhle5408
    @nonhle5408 3 місяці тому +4

    Oh Nkosi izingane zethu kuthwalwa ngazo, kubona abadla izambane lika pondo ngomunye umuntu ukuthi abe nje, sibhekisa amehlo phezulu kuweBaba ezulwini

  • @sibongisenidumisani6590
    @sibongisenidumisani6590 Місяць тому +1

    Walibeka lelipoint engihlala ngilisho abazali abacekela phansi izingane ngokuzitotosa kakhulu

  • @TholakeleDlamini-im4it
    @TholakeleDlamini-im4it 3 місяці тому +5

    Wasemuhle buyelekhaya ngane

  • @zanelezanele5918
    @zanelezanele5918 3 місяці тому +1

    Aw bakithi sengathi engaphuma Ntuthuko kulelidimoni he's such a brilliant young mind

  • @user-br6ls6dv2m
    @user-br6ls6dv2m 3 місяці тому +3

    Mina ngicela ngingihlaganise naye lomtwana ngisegoli ngomsebenzi ekhaya kuse ladysmith anginabantu ekhaya bashona bonke ngiyafisa kuzithanthela yena athole ikhaya nami ngizame ukumondla abe ngumfowethu ngoba anginamuntu bashona bonke abantu ekhaya manje kusele kodwa and kuyagqekezwa umuzi usele wodwa ngoba ngilapha nje bengifisa kuth angathola ikhaya naye abe ngowakithi ngimenzele konke naye afane nabanye abantu😢😢😢khona nami anginalutho kodwa nhinalo ikhaya likhulu futh ukuth nje alinamuntu and nheke ngehlulwe ukumondla

    • @mkhanyakudetv01
      @mkhanyakudetv01  3 місяці тому +1

      Thatha inamba 0661188601

    • @tandokazimaku1282
      @tandokazimaku1282 3 місяці тому

      Kodwa xa efuna ukhulisa abantwana bakhe uzomncedisa?ngoba unabantwana naye

  • @user-ks9zb1ml6f
    @user-ks9zb1ml6f 3 місяці тому +4

    Kubuhlungu okwenzeka ebantwini abamnyama Kube kuphethe uhulumeni wabo😢

  • @lindokuhlegugulethumtakaba882
    @lindokuhlegugulethumtakaba882 3 місяці тому +4

    Aw kade ngayigcina lendoda, sasihlala naye emqashweni Ongoye.

  • @nonhlanhlamkhwanazi7632
    @nonhlanhlamkhwanazi7632 3 місяці тому +3

    Ewu Nkosiyam kwaze kwanzima ukuzala ngenelela Nkulunkulu

  • @nandiphamalumla6603
    @nandiphamalumla6603 3 місяці тому +2

    I believe ukuthi uzotshintsha Ntuthu

  • @sibusisombonambi7345
    @sibusisombonambi7345 3 місяці тому +5

    Awunkosi yam siyacela abanosizo bengenelele please sekuyadabukisa.

    • @menelisisikhahlane9542
      @menelisisikhahlane9542 3 місяці тому

      Abangasiza bavele bangabi nandaba. Kuphelile uthando. Amathemba ashabalele.😢😢

  • @KennethMdlalose-ei5on
    @KennethMdlalose-ei5on 3 місяці тому +3

    Kodwa kwakungcono ngeskhathi samaBhunu bengekho lento ANC ibulele ingane zethu. Ngba bayaziwa abantu bangaphandle

  • @patrikhumalo6737
    @patrikhumalo6737 3 місяці тому

    Sho Nkosi yami motivational speaker lomuntu Usathane ngiyamsaba 😢

  • @QueenZan
    @QueenZan 3 місяці тому +2

    Uqinidile I phara langinika igama lephara elagqekeza umuzi wami ngo R50.

  • @nonhle5408
    @nonhle5408 3 місяці тому +4

    Kodwa mfana uhlakaniphe kangaka engathi ungaphuma kulento

  • @BabaDlamini71
    @BabaDlamini71 3 місяці тому +1

    Kanti uhulumeni ngapandle nje kokwabanisa kwabo manje mabheke ukwabanisa amavoti wetu kahle kahle baqala kupi ekuncedeni uluntu bagcine kupi kuba nkosiyam le ingane ngempela iyadinga ukuti isizwe ngulo hulumeni kuba ingqondo bandla inayo jst kuncane nje okushodayo

  • @user-hx4sq1pr3g
    @user-hx4sq1pr3g 3 місяці тому +1

    Yi qwawe leli♥️

  • @njabulomkhwanazi1866
    @njabulomkhwanazi1866 3 місяці тому

    Ntuthuko my boy keep up

  • @manahnojiyeza5863
    @manahnojiyeza5863 3 місяці тому +1

    Bamanje🎉uyathandeka Ntuthuko

  • @gugungcobo8676
    @gugungcobo8676 3 місяці тому +4

    i Wisdom ekuye, nkos yam akasizwe lomntwana, usengalunga. Ahlanganiswe nabantwana bakhe, ake abona bamxolele. Omama baba ntwana bakhe behlise umoya azibone iingane zakhe. Bafethu ngibuhlungu kakhulu ngezingane zethu. Sisonke kulento

  • @user-wv7kl4eb9t
    @user-wv7kl4eb9t 3 місяці тому

    Waze walitsho iqiniso ukuthi lendaba ibangelwa yiku spoiler abantwana lo bhuti u intelligent abantu abamsize Abe future enhle

  • @skhumbuzomzimela8564
    @skhumbuzomzimela8564 3 місяці тому

    this is a public speeker the way he is out spoken,,,,,, Nkosi yamakhosi mkhumbule.

  • @BONGANIDLOMO-kr3ok
    @BONGANIDLOMO-kr3ok 2 місяці тому +1

    Shame what a great guy maybe he can get help. Any contact for him

  • @mtshalikholwani1694
    @mtshalikholwani1694 3 місяці тому +2

    Ntuthuko is such a good guy

  • @user-wo5cz7mj1p
    @user-wo5cz7mj1p 3 місяці тому +1

    Lazelahlakanipha ipara bo likhuluma into esile yodwa nje engathi lingaluthola usizo nkosyami ingqondo isaphila la

    • @sthandiwegasela9900
      @sthandiwegasela9900 3 місяці тому

      80% yalabantu ihlakaniphile iphuma emakhaya aryt anako konke.

  • @brianjali175
    @brianjali175 3 місяці тому +2

    Please send us location to help this guy

  • @user-mu3hf1vf1i
    @user-mu3hf1vf1i 3 місяці тому +3

    Nkosi yam Kubi la ngaphandle

  • @user-uj7so5bh4w
    @user-uj7so5bh4w 2 місяці тому

    cela nimsize uNtuthuko lapho uhlakaniphile enjalo n ubaba futy

  • @user-wv7kl4eb9t
    @user-wv7kl4eb9t 3 місяці тому

    Lomfana uyathandeka nje noma umbhekile nkos ngenela aphume kulento

  • @ba-kasbongiseninombalizabayeki
    @ba-kasbongiseninombalizabayeki 3 місяці тому

    Ngiphila nabo la ezoo lake ejozi 😂😂😂 bangbiza malume uma sebeyojova bathi bangena esurgery 😁😁😁

  • @KhululiweMwelase
    @KhululiweMwelase 3 дні тому

    Ubhunt ukuphi nendawo ngimuphe amacent amancane ngthanda nendlela achaza ngsyo

    • @mkhanyakudetv01
      @mkhanyakudetv01  3 дні тому

      Ngithinte ngikuxhumanise naye 0661188601 whattapp

  • @user-hy3qd5ku4o
    @user-hy3qd5ku4o 3 місяці тому

    Untuthuko umoyanyana nje omphazamisayo kodwa awunamandla ngoba uhlakaniphile okuhle nokubi uyakubona

  • @MajuqaGumede-cc9fr
    @MajuqaGumede-cc9fr 3 місяці тому

    Lendoda yazi ifana nami

  • @LungisaniMlambo-os1vp
    @LungisaniMlambo-os1vp 3 місяці тому

    Akumele bafe bazalwa yithi kodwa

  • @Dumakude616
    @Dumakude616 3 місяці тому

    😭😭😭kube nginamandla mf2

  • @user-hm3jy3pk3c
    @user-hm3jy3pk3c 3 місяці тому

    Angimbuki njengepara uNtuthuko mina ilwa ntwana aksiwena lo akuyona eyakho lempilo

  • @siphozulu2808
    @siphozulu2808 3 місяці тому +3

    Niyayibona imikhuba yokuba nemingcele evulekile

  • @khumbulanidlamini9206
    @khumbulanidlamini9206 3 місяці тому

    uqinisile nam ngalithola ngoR20 angangilifuna.

  • @user-dn2cu8xo3c
    @user-dn2cu8xo3c 3 місяці тому

    Abazali abazali 😢😢😢😢

  • @gugumpanza3665
    @gugumpanza3665 3 місяці тому

    Ey ngiyamfisela sengathi angaluthola usizo nkosyami.

  • @PhilileArabella
    @PhilileArabella 3 місяці тому

    Mft ungaya yini endaweni yasemakhaya nje noma 3 months maybe yobuya sewungahaleli lento mna ungaya ekhaya kithi mft moya yami uyafisa kakhulu kukusiza kungukut angaz ngngaxhumana kanjan nawe Ntuthuko

  • @thandiwemsimanga4907
    @thandiwemsimanga4907 3 місяці тому

    God have mercy

  • @thembamncube2791
    @thembamncube2791 3 місяці тому

    Lomjita uzoba grand

  • @user-lv8ig8iz1d
    @user-lv8ig8iz1d 3 місяці тому

    Kodwa ngoba uhlaniphile cha uyadelela nje

  • @user-bb3tj3cg5u
    @user-bb3tj3cg5u 3 місяці тому

    Umjita angashap udinganje usizo nam ukube bendinamadla bendingamsiza qhakephi nam ndinguskhotheni ndazendabuhlungu emoyeni yeses

  • @taitkaangiekatema6210
    @taitkaangiekatema6210 3 місяці тому

    But Inkinga lana bakwethu akukona ukuthi labantu bayahluleka ukulwisa lesihlava inkinga la ukuthi u government wethu akawadali amathuba emisebenzi so this boys and girls babulawa ukuthi ayikho into ebakhipha busy unlike in the apartheid era abantu babefakwa esisosheni nase buphoyiseni but o ramaphosa izinja nje

  • @enhlemthethwa3738
    @enhlemthethwa3738 3 місяці тому

    Leliphara likhuluma kahle,ali yisho lento ethi uyay'bo lonto!!!

  • @LadysmithTV1
    @LadysmithTV1 3 місяці тому +1

    💔

  • @thandekandlela709
    @thandekandlela709 3 місяці тому +3

    How do I contact Umkhanyakude TV?

  • @LungisaniMlambo-os1vp
    @LungisaniMlambo-os1vp 3 місяці тому

    Nokuthi abaqoqwa beyoyekiswa lento kuthiwa nje azilime ziyetsheni

  • @lindelanibonginhlanhlaph-jb3dj
    @lindelanibonginhlanhlaph-jb3dj 3 місяці тому

    ey wayicacisa ubafo

  • @sithembisondlovu-rb5nm
    @sithembisondlovu-rb5nm 3 місяці тому

    Shame buyela ekhaya mfanawami

  • @cyrildolozatau4335
    @cyrildolozatau4335 3 місяці тому

    Ngicela ningipha inamba kaNtuthuko admin

  • @monwabisingongoma4901
    @monwabisingongoma4901 3 місяці тому

    Iyaphila moss lentwana

  • @user-oq1qz8oe5m
    @user-oq1qz8oe5m 3 місяці тому

    😢😢❤❤❤

  • @bekebekza9299
    @bekebekza9299 3 місяці тому

    Kodwa Ntuthuko mft, indlela ahlonipha ngayo

  • @njabulomkhwanazi1866
    @njabulomkhwanazi1866 3 місяці тому

    Mft uyathandeka kuyimanje

  • @user-jg5lw4bx5f
    @user-jg5lw4bx5f 3 місяці тому

    🥺🥺🥺🥺🥺😭😭😭😭😭

  • @SphamandlaNgema-ey8rt
    @SphamandlaNgema-ey8rt 3 місяці тому

    Wena bafo ikuphi okwenzayo ukusiza lensizwa ngoba uyayibona uyalufuna usizo noma uya kuyona uma ufuna uku uploader bese ulithengela ukudla qede uhambe uze ulibone mhla lidingwa uwe futhi?

    • @mkhanyakudetv01
      @mkhanyakudetv01  3 місяці тому

      Ngincela ubuke wonke amavido ngeke ngichaze into eyodwa mfwethu plz

  • @user-gk8ho1nu1j
    @user-gk8ho1nu1j 3 місяці тому

    Ikephi lendoda

  • @BabaDlamini71
    @BabaDlamini71 3 місяці тому +1

    Kolomthandazo ndiloko ndiwutandaza yanga inkosi yoxolo ingaze yenze kuti ngokutandaza kwam kugcine lengane isizekile nezinye zisizekile bawo.

  • @AyandaNgcobo-re8ji
    @AyandaNgcobo-re8ji 3 місяці тому +2

    Kodwa Ntuthuko iyekev lento

  • @mjakadash1159
    @mjakadash1159 3 місяці тому

    Noma zingafa lezinto ziyasihlukumeza odoti noma ningafa nonke zinja

    • @mendytshabalala7480
      @mendytshabalala7480 3 місяці тому

      Inkinga lomhlaba awuna bani sungavuka lawe uliphara

    • @mjakadash1159
      @mjakadash1159 3 місяці тому

      @@mendytshabalala7480 weee khohlwa bafo ngalapho..ukuba iphara uyazikhethela..its a choice yomuntu..so nje nothing engangivusa kusasa ngiyiphara khohlwa..noma bangafa bonke vele ba useless

    • @makhosonkemvelase5596
      @makhosonkemvelase5596 3 місяці тому

      If unengane le nqondo ocabanga ngayo ikhomba ukuthi awukavuthwa emqondweni.If umdala cha unga khohlwa ukuthi ikusasa asilazi ukuthi lisi phathele ini kodwa ngeke ngikhulume kakhulu

    • @mjakadash1159
      @mjakadash1159 3 місяці тому +1

      @@makhosonkemvelase5596 nami ima telling you ngivuthwe ngokwanele ukwazi ukuthi ukuba iphara umuntu uyazikhethela bekhona abantu bakubo so do not think everyone oxoxa naye uzoba iphara mawukhuthaza amaphara yala izingane zakho ukut zibe iwona.mina Gede indaba zamaphara and fusek

  • @sibodube9771
    @sibodube9771 3 місяці тому

    Awu mntanam ngikuthandile you hv a fertile brain angaz konakalaphi