Note ! She was in standard 7 jumps to grade 11! Wow. Such brilliance, we must forgive our parents they dont know any better especially when they have such painful traumas embedded! I love mom Sma bravity and openness. She is painting a picture of almost every household in the locations esphila kuwo, her insights and foresights should be commended.
So true...some parents married very young while they were teenagers...then boom they have to.parent their own...others were even taking care of their siblings while their moms were working their butts off emakhishini
Wow👏👏👏what a journey, I found myself crying and laughing in one episode. May God continue to be with you. You are such an inspiration to us teen mothers.
Nibaxolele nkosi yam they will see it one day! O kwamanje nabo badlule ezimweni ezithile, they need to heal from, kokunye abantwana kuthatha kade ukubona umzali la eqhamuka khona. And abantwana abakhuluswa ngabo 2000 banendlela yabo yoku processor izimo, mina into engingaba khulisa ngayo ukuthi baphumelele bazikhuphle balwe nempilo abadlule kuyo Umama Sma uphilile, and now she is living her best life yet! And God has been graceful to her ! She has been spared kakhulu.
True they must appreciate her for fighting for thier lives , in life parents are also humans they cannot be perfect always in the eyes of thier children but they must consider the sacrifice the parents they go through for them to get a better life. Big up for her she is a courageous Woman indeed ❤❤❤❤❤❤❤
@@BUHLEBUZILE inkinga ukuthi okunye ubengakuqedeli emngena emlonyeni kanti ubabiyost ubezoyixoxa ayiqede angithi usejwayele into zo TV ngathi bangake babayeke nje bezikhulumele ebuze after
Ohhh I respect lomama,kubo bonke ubunzima ubugijima namachwane akho,no one can judge imuva lakho sonke sinomuva but umahluko uhambo akufani dade ur powerful and strong ngiyakuthanda kakhulu
Thank you for sharing sis Smangele.you very resilient futh a I love how honest you are in sharing your story-u sugarcoat u straight to the point.Sbaning we can relate to your story. Ur school story u ngadilizele it sad but funny now -. I had one lapho in primary nami ngahamba neskole ngamasport imali benganayo ekhaya futh bengathi, kwakuthi masekuzodliwa ngikhiphe uplastic kavaselina ngugcobe unlimited.😂🙇🏾😁Yey ngoba….
MAMA UMBOXELA NGYAMAZI KWA N EMLAZI evakashela kwa aunt wami njalo as ayeyi chomee ka cuz. Sandile ngcobo ex chief justice. Mam Mboxela was soooo sweet you know...wamane wangikhumbuza yena
I have a total different understanding manje ngoMaka Chicken Sisi u are a survivor and kukhona konke mina ngibona isandla saNkulunkulu phezu kwempilo yakho…You are such an inspiration to Many…I totally respect u Sisi…uyimbokodo
Gog'uBabiost I love the fact that you know ukuthi "ushaywa ngenduku zakho", I trust you uba one day uzokwenza ngcono koo Chicken. Lungisani izinto be the example that family can unite
Note ! She was in standard 7 jumps to grade 11! Wow. Such brilliance, we must forgive our parents they dont know any better especially when they have such painful traumas embedded! I love mom Sma bravity and openness.
She is painting a picture of almost every household in the locations esphila kuwo, her insights and foresights should be commended.
So true...some parents married very young while they were teenagers...then boom they have to.parent their own...others were even taking care of their siblings while their moms were working their butts off emakhishini
Standard 7 (grade 9) std 9(gr 11
Amen
I love the fact that this podcast is in Zulu. Sesifile isilungu sikhona
Yey waze walikhuluma iqiniso
😂😂😂😂😂
Shembe ngasasho sesfile islungu😢
Iqiniso yazi amabhunu akhuluma ulimi labo and baya yenza imali enkulu ngaloko
Syabonga kakhulu
Iqiniso ukuth uNkulunkulu uyayithuntutha into engelutho ayenze ihlale namakhosi😢😢😢❤❤
Wow👏👏👏what a journey, I found myself crying and laughing in one episode. May God continue to be with you. You are such an inspiration to us teen mothers.
woow u r such a good storyteller Mom Babyost...we love and appreciate u syabonga ku interviewer ...Mroza REE bakithi what a well conducted interview
Kukho konke ngithanda ukuba streetwise kwakhe u mama, very woke... Uyambona she sets goals and smashes them, Isosha leli.
Well said
This podcast gave me hope that no matter what struggles you encounter when you have faith in God you will prosper..
Me too 😢😢when I think about my kids I know that I have a reason to live
Mroza uyishayile👌🏼wenza sure sithola konke,layeshiya khona uyabuyela kuyona so we can understand the story❤
Hee MaMhlongo yazi ukhuluma izinkinga zakho ngathi ifunda iNovel book ebhelwe ngomunye umuntu sengathi abaningi bangafanawe...ngiyakuvuma sisi ❤❤❤..Spirit
Wanginika ithemba because impilo inzima empilweni, ukukholwa kwami kuyehla am in tears ngoba impilo enzima kade ngaqala ukuyiphila💔💔😭😭god bless you
Ungapheli amandla shlobo Sami funa umbuso ka Nkulunkulu kuqala yena uzokwenzel konke okudingayo ngoba uyakwaz
Kungayehli ukukholwa kwakho, God will answer your prayers when you least expect it..
I like your honesty and not sugar coating your story.I pray you as a family find healing and fix your differences...I love you mama❤
MaNjomane wena wenguga !
"Not sugar coating"❤❤❤
Siyakuthanda makaChicken❤ you such an inspiration and you are not just umama kachicken, nontoko uwumama wethu sonke
Gogo kumele ube motivational speaker baningi abangasizakala ❤
Very true ngavele ngaphila kwamina
Shotsi umuntu vele unohambo lwakhe lamhlabeni.......selivele labuya ithemba kimi mama wamie❤....
Ngiphelelwa amazwi kodwa ngyabonga and ngyafisa ukumbona umaka Chicken u are the chosen one God bless u ull save many lifes❤
Ma u are a such a good story teller it explaines why you were the best kwi debate ❤
Ntoko and Chicken must appreciate their Mom even more
Nibaxolele nkosi yam they will see it one day! O kwamanje nabo badlule ezimweni ezithile, they need to heal from, kokunye abantwana kuthatha kade ukubona umzali la eqhamuka khona.
And abantwana abakhuluswa ngabo 2000 banendlela yabo yoku processor izimo, mina into engingaba khulisa ngayo ukuthi baphumelele bazikhuphle balwe nempilo abadlule kuyo
Umama Sma uphilile, and now she is living her best life yet! And God has been graceful to her ! She has been spared kakhulu.
True they must appreciate her for fighting for thier lives , in life parents are also humans they cannot be perfect always in the eyes of thier children but they must consider the sacrifice the parents they go through for them to get a better life. Big up for her she is a courageous Woman indeed ❤❤❤❤❤❤❤
Eyi uxoxa kamnandi ukuthi umroza ulokhu uyakuphazamisa ,I'm proud of you
Umsebenzi we interviewer yiwo wona loyo. Wenza isiqiniseko ukuthi akusali lutho. Mina angiyiboni nje inkinga
Enjoyed
@@BUHLEBUZILE inkinga ukuthi okunye ubengakuqedeli emngena emlonyeni kanti ubabiyost ubezoyixoxa ayiqede angithi usejwayele into zo TV ngathi bangake babayeke nje bezikhulumele ebuze after
@@BUHLEBUZILE nam angiyiboni inkinga nje she is doing well futhi akamngeni emlonyeni
Kanti fanele akhulume yedwa?
Sma you are a loving mother your kids must appreciate you . Ngiyakuthanda Sma ❤❤❤
Ohhh I respect lomama,kubo bonke ubunzima ubugijima namachwane akho,no one can judge imuva lakho sonke sinomuva but umahluko uhambo akufani dade ur powerful and strong ngiyakuthanda kakhulu
Ngicela umdwebi odweba kahle ozosidweba lesithombe esi special kanje sa chicken no ntoko for this beautiful lady. Inspiring indeed.
Painful journey to hardworking and successful, more strength gogo and more blessings❤
Gogo angive ngikuthanda uyazikhulumela but impilo yakho yokukhula iyamangaza yazi gogo ngikuthandisa okwa Zodwa wabantu niyazikhulumela anifihli ukuthi nike nahuzuka empilweni big up my queen ❤❤🤴🤴
Hoooo shame angifuni kungasho smangele you have motivated me tonight. ❤❤❤
Ngyakuthanda indlela oyibeka ngayo indaba yakho,namhlanje ungakhile ungesuke nezinyembezi .yonke into inesikhathi sayo ,Good story teller .baningi abangalapheka,Mroza cyabonga kakhulu ,engathi loluhlelo lungaqhubeka
Imisebenzi yedlozi Smakade... Anginawo amaningi❤❤❤❤❤
Angikalaleli kodwa ayyy ubuhle bakho Njomane❤❤it a wow
Ahh bafwethu❤️🙏🏽ngyathoba mina
Excited to see u Mama back and stronger than before. Saze sajabula
Yhoooo Nkos yam..izono zabazali ziwela kubantwana. Ave uyenza kamnamdi interview Mroza. Your questions are relevant. Ngyamthanda lomama Nkos yam
I will definitely subscribe 2 ure podcast Smangele. Ngiphumile ekukubukeni njengoMakaChicken esimthandayo osihlekisayo but sewufake nkt noma bengikuhlonipha ngikuhloniphe kakhulu.
Siyabonga ma ngokukhuluma kwakho siyelapheka, kuyenzeka udlule ezimeni ezinzima uswele uzokhuluma naye abanye bagcina bezibulala le podcast izosiza siyabonga e KZN khula Njomane❤
@@nomusazandile6366 kubonga mina🙏
Mroza has great interview skills...thanks for sharing your story with us Gogo❤❤
My best friend gogo Njomane ure an amazing person n❤❤😊😊
Cc sakhe singomama noma abakhona amaphutha singabuki emva akonanga thina safika kuvele nkonakele majomane nqubeka wenzr okuhle tokoza ke gogo 👏👏👏👏👏👏🙌🙏
Yah neh, I really enjoyed this episode ❤❤❤
Eyi Bakithi Smangele,impilo yakho itestimony. Mbonge uJehova Sisi ukuthandile❤
Thank you for sharing sis Smangele.you very resilient futh a I love how honest you are in sharing your story-u sugarcoat u straight to the point.Sbaning we can relate to your story. Ur school story u ngadilizele it sad but funny now -. I had one lapho in primary nami ngahamba neskole ngamasport imali benganayo ekhaya futh bengathi, kwakuthi masekuzodliwa ngikhiphe uplastic kavaselina ngugcobe unlimited.😂🙇🏾😁Yey ngoba….
I meant ngikhophe I plastic kavaselina ngigcobe umlomo
Mroza angifuni ukungasho ngabe nginimona you are good in what you are doing 🫶🏾👍🏽🫶🏾👍🏽🫶🏾following the story very well ❤️❤️❤️
Ma chicken uyimnokodo yo be reckoned with, I salute and you inspire me❤
Wow this is a powerful testimony 👏 🙌 🙏
Naze nabahle mroza nomaka chicken uphuma ebunzimeni shame uSma kodwa bhekani manje sesimbuka kumabonakude unkulunkulu ukhona uphumelele siyabonga❤️❤️❤️💖💖
Mzora is such a good host, usingaye unethuba nje lokulanda udaba lwakhe
Lomama uyisibusiso❤️❤️❤️❤️❤️
Nawe cc Mroza syakuthanda cc wethu uyaskhuthaza ❤🙏🙏🙏🙏
❤This lady. Namancoko kwezinyizinto akhuluma ngaso. Angibonge ngohlelo Mroza❤❤❤
Yo aybandla ngavele ngamthanda kakhulu babiyosti❤❤❤
MAMA UMBOXELA NGYAMAZI KWA N EMLAZI evakashela kwa aunt wami njalo as ayeyi chomee ka cuz. Sandile ngcobo ex chief justice. Mam Mboxela was soooo sweet you know...wamane wangikhumbuza yena
Oh ave ndikuthanda neFamily yakho❤❤❤❤u always my dear.May good God bless u more
Ngiyimilile iNonsense 😂😂😂
How I love her confidence
I have a total different understanding manje ngoMaka Chicken Sisi u are a survivor and kukhona konke mina ngibona isandla saNkulunkulu phezu kwempilo yakho…You are such an inspiration to Many…I totally respect u Sisi…uyimbokodo
I love this family ❤❤, kuninzi mha ogqithe kuwo. UThixo wathatha into engento wayihlalisa namskhosi 🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌
Thanks for sharing your story, you make me stronger ❤❤❤❤
Kodwa Naze nabahle, Mroza angive ngikuthanda maShenge
❤❤ ngaze ngafunda nkos yam,, uThixo akugcine babiyost uqhubeke usakhe🎉🎉🎉
Gog'uBabiost I love the fact that you know ukuthi "ushaywa ngenduku zakho", I trust you uba one day uzokwenza ngcono koo Chicken. Lungisani izinto be the example that family can unite
@@dimphomohlakoane9111 part 2 will answer to you comment thanks for surppot
Wamuhle Ntombi zamaShenge❤❤❤
Cha u are a brave individual i must say. ❤ U deserve everything great
Ei Nkosyam umama ka Chicken is a strong woman 😢❤❤
Yaze yamnandi interview❤️🥺 I really enjoyed watching it🔥
Ngichazwa yiqiniso ulikhulumayo mayelana nokukhula kwakho Mamu Sma
Lapho uMroza ngiyamthanda nje sdalo yabona ke masemuhke kanje angsazi ke manje hhowu umuhle mntaka mah
I love honest and reflective people. They are real and easy to be around them
wowww thnks mama siyafunda nathi
Brilliant conversation Sma👋🏿👋🏿👋🏿. You survived girl 💪🏿❤
Mina maka Chickoo ngingahlala nawe 365 days ngingacikeki😂😂uhlekisa nom istory sakho sesdabukisa😢
And she is genuine. ❤
Wow wena gal....ibali lakho laze labuhlungu landikhumbuza ngexesha ndsa khula
Ngabuyelwa ithemba ebese lilahlekile siyabonga ❤
I love uMaka chicken benoNtoko I wish she was my Anty or my relative , I love the way she is ❤❤❤
Wee maButhelezi ngikuthanda ngane yami, ngizalwa intombi yakwa Buthelezi, Shenge
Mama njomane we lov u ngyakukhulekela njalo mama ❤ujehova akugcine esandleni sakhe somusa❤❤🎉🎉🎉
Ubuhle impela ngiyabuvuma. UNtoko is your younger version ❤
Wow 👌 siyabonga ma for sharing your life with us❤
Wahamba eyothenga I juice usabuya nanamhlanje .Heyi ngoba le gender 😂😂😂
Wanginika ithemba nami lokuthi ksasa ngzobawumuntu ey ngithwele kanzima anginabazali ngikhulisa izintandane zizalwa dadewethu sebashona angsebenzi.kadesihlaselwe yi Tornado kwabhidlika imizi nesitolo benngizama kuso sengyakhangezwa yohhh yanzima impilo jehova
😢😢😢😮😮UNKULUNKULU akunike amandla nethemba kanye nokuzethemba coz uyaz ukunikeleni lesimo obhekene naso😢😢😢😢😢😢😢kube nginamandla bengizokufuna ngikuthole ngenze something😢😢😢😢😢😢
Thank you for sharing dear may God comfort and bless you❤❤
Yhooo wonke umuntu unohambo lwakhe.
😢wangikhumbuza uZanele Mbokazi
Syamthanda lomama❤❤❤❤❤❤ume njalo Ndlovukazi
Yoo mama😭imotivation yakho mina ngize ngasaz ukth nginzeni kuphele ngisho umthandazo impilo inzima
Ngiyak'thanda Sma, God bless you abundantly ❤
Wow ya neee ngaze ngakhala kodwa gogo😢Love u❤
Kodwa ungikhumbuzelani ngikhumbula ufika uzositshela ukuthi kungene isgebengu kini umawakho wasishaya ngonyawo lwakhe 😂😂😂😂😂
@@nhlantie9757 yooooo
Yerrrr.... 😮😂😂😂
@@babiost gogo bengcela ungboleka imali ezalayo😊
@@ZamaNgubane-v2e what country is this
@@babiost❤❤indlela engikuthanda ngayo gogo ngikufisela konke okuhle
Ngamthanda umama❤❤ one day nami ngyoza..ungimeme
Yhoo ndiyamthanda lomama❤❤❤❤❤❤uthetha poqo akafihli
Impilo yakho yaze yacishe yafana neyam
Mroza uyayenza into yakho usibuzela yonke imbuzo esiydingayo. Wenza sure awdluli indaba ingakezwakali
@@nomfundomahaye5541 and uyabuzisisa uMroza 😂😂😂🤞akanqeni ukubuyela emuva futhi abuzisise.....ngibathandile
Yenza I reality show
Idlozi lalazi ukuthi likubekeleni ngisebunzumeni mina kodwa liyangitshela ukuthi ngizobayini phambili.
Naze nabahle cc MSA no Mrozari,nobabili igazi eninalo ey bandla
Naze nabahle Sma and Mriri❤❤❤❤
😢😢mmh wanginika ithemba ngelinye ilanga kolunga nakumina
Kuyolunga ngempela futhi ngeke ukholwe
We are all on this earth for a purpose, okubalulekile ukuthi umuntu afeze iphupho lakhe no matter what.
God is great 🙏🙏wonderful interview
Ngithanda indlela oliphila ngalo iqiniso Makhulemini❤❤❤❤
Great interview. I do wish Sis Mroza would've been a bit more sympathetic at times,let her be in the moment for a sec.❤
Cc mroza
Ngyabong ave ngimthanda lo cc
Nje ngama nje uyangkhuthaza kakhulu empilweni Ngithi nje aka qhubeka
Love u My Mbhokodo yami❤😍😘,My Queen Njomane ka Mgabhi😘❤️🔥💯
Two jubas!!😂😂kodwa Mama
Wangipha ithemba Mama ngiyabonga ukuzwa isitori sakho ❤
❤❤❤❤ unesiphiwo Mama
😢 😢😢😢😢 wordsless 😢😢😢😢😢 sidlula ezintweni ezinzima njalo siyanqoba.
Ngimi i nonsense kodwa ngigqoka kahle❤❤❤❤
Joooh mama😢😢😢😢😢kwaze kwabuhlungu