Розмір відео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показувати елементи керування програвачем
Автоматичне відтворення
Автоповтор
Waze wamuhle stufuza mina ngizibukela wena angmuzwa nokuth uthini ubhuti kodwa angsona istabane ngkukhonzile nje bakithy umoya wakho❤️❤️❤️
Ngiybuka every day I blqlyf TV😍💕im addicted to it
Yin ungakhonfesanga emndenini kalowo Bhut othi uwumnganakho ngoba ibona abathuka lo Sisi ukuthi uyena owabulala, uBaba weyngane zakhe
Kubukeka sengathi usuke wasindeka uma efika e studio. Ngokwakhe ubeyo confess ukuthi kukhona okwaziyo ngaloshevu owabulala umngani wakhe. Akasudlala ngathi sibadala bo.
Koda kanjan bangabon esbhedlel ukuth uphethwe yin aiy khon okungshlangan la😊
Angazi yaz lobhuti uxoliselani yaz😮
Umsangano ngempela ke le woku confirme
Ngempela uxoliselani if umuntu ebulewe I TB kwakumele ayosho kubo ukuthi ubafo ubene TB
Nami angati kuts uxolisela ini Kona losisi uvakala amkeatele for ini
Nam I don't understand
Usimoshela iskhathi nje lo nama data ethu yin vele ayizele la
Aybo i TB akuyona into engafihlwa bakithi khona into engale oyaziyo wena bhuti
Uqinisile khona akwaziyo lobhuti
Akzwakali kuthi usangaze afihle i tb...ngvumelana nawe.. akzwakali nhlobo
I can't live without watching this show 😢
Same here
Addiction
Nami 😢
Ekhaya bathi ngithanda iindaba😝😝
I'm so obsessed.. I'm forever watching
Uxoliselani ubhuti. Kushuthi uyena owabulala umngan wakhe. Wamfakel ushevu etshwaleni
Nje finish
Lv u stufuza
uqinisile stufuza mayethi uhlengezela inyembezi,andimboni Mina uwena ombonayo😂😂
First comment from Menlyn Pretoria 🎉🎉🎉 blaq life tv is my life ❤❤❤
Ayii something fishing kubhuti lo
@@PraxcedisNkiwane usaba nje kusho kuthi uyena ombulele..Pho makuyi TB why ahlanze into ezimnyama?? Kunendaba la
🎉🎉
Mna ndinayo into ethi bhuti akasixeleli konke kuningi akwaziyo
Ngath khona okungale kwe tb
Usazocabanga ukungixolela 😂😂😂😂Kumanje ngihlengezela inyembezi=NgyakuzwaUyangixolela? Ngithe ngyakuzwa
😂😂😂
Uxolelwani kanti wena mhlawumbe uyabuya umngane ebusuku Athi hamba uyoziluza entombini yami ngoba kusokwa yona kahle kahle bekufanele ayoxolisa emndenini not kusisi
Uwena nj lobhuti owabulala useza izilima
Uyena vele 🤣🤣
Ayi ayi bhuti ucela uxolo lwani uwena yini owamfaka iTB hayi bhuti umoshe isikhathi
Yestufuza lomfana makathethe inyani akakayithethi tuu utheni exoliaa kangaka kumfazi walomfana ngenxa yeTB klk xa ibiyiTB ebenoyithetha nasemngcwabeni njengetshomi yakhe ibimxelela ngempilo yakhe umfi Lena yithethayo ngku ayiphelelanga senokwenzeka nguye owatyisa ityhefu manje umfi umphethe kkbi uthi makachazele unkoskazi wakhe uba wenzani hayi uyaxoka cc
Serious
,wamdlisa upoison after 2years uzosho manje kanti icala lakhe thini ngoba yiTB wenze kahle usisi wangamnaka sikhathi uyabona naye mdala ukuthi khona into engale kwe TB
Its true usezo phinda umfi amfikele athi makathethe inyani
Haibo Iswelandlebe phela leli... "Uzobezwa-ke angkhulumi nabo nje zobezwa."
Ayi ayi ingath akuhambanga kahle buti ngcono ukulelme iqiniso ayikabililo eli kona why uxolisa 😢
ay nami bona ngath wadliswa nguye lobhuti mhlampe uyamuhlupha
Pho uxoliselani wena bhuty ngoba tshela umndeni wakamngane wakho,hhay intombi (mawengane)
Angiyiboni mina into ekhathaza ubhuti cz I TB ayifakwanga uyena kumnganakhe,uthinteka kanjani ngempela kulento, ngaphandle makukhona okunye angakusho
Ay ngeke khona okshaya amanzi la lobhuti wuye owabulala ubafo indaba ye TB ayikho nje ngathi usasaba ukukhuluma iqiniso
I'm addicted to this show ❤
Ayikho lento oyikhulumayo wena Bafo , indlela engibona ngayo mina sengathi uwena owabulala umngani wakho
Mina nje angibon into engaze eyenza lobhuti ancenge uxolo cz aksiye owabulala ubafo
Yin exoliselwa yilobhuti vel? Min angmuzwa kahle lestory sakhe khonintengahlangani
Waze wabheda umuntu. If wemfowethu ubufuna ukwenza ubulungiswa ubuzohlambuluka kubo kamngani wakho ngakho konke okwaziyo.
.eyy stufuza ukube impela awuganile😊
Sengbuka ngoba khona stufuza nje but lendaba kabhuti if kuyiyona ayiphelele and ayiyakhi nje sence le confession
Mfana wam waxolisa kangaka ngoba angiliboni icala lakho kulendaba yakho ungaze uthi usuhlengezela izinyembezi😂😂😂😂 hai isuyangidida manje
Uyalazi iqiniso Lona usenza opopayi
Ayi kukhona okwaziwa yilo bhuti noma mhlawumbe uzufunela lo sisi kwaphela nje
Ayiboh kantiyini lexoliswa yilo bhuti noma bathe akaxolisintenga hlangani n wangichaza locc wathi ngiyakuzwa akangathuya xolisa lobhut uyakwazu kufa komngani wakhe ufuna nje uxolo lalo cc😢
Imfihlo ezinngaka
Udlala ngathi lapha Ndodanauhlulekile ukukhuluma iqiniso uMngani wakho wayesho ayekucabanga kanti u Dr usho imiphumela ayitholile ngesikhathi ehlola umzimba uMndeni ube nephutha lokunuka uMakoti.Wena Ndodana bekufanele ukhulume iqiniso ungaxolisa ukuthi uMngani ubulawe iTB yingakho engakukholwa ayizwakali lento oyishoyo Bafo khuluma iqinisi usazobuya usuzokhuluma💔💔💔
I love Stufuzah ❤❤❤
Kwenzeka kanjani ukuthi umfazi walendoda angayazi ukuthi umkhwenyana wakhe unoTB,ebengayi na esbhedlela ave ngoodokotela uba uphethwe yini
Ucc uvakala ngathi akanamsebenzi nje noba wava kabuhlungu kakhulu
Yangihlukumeza kabi i - COVID 19. Nami ngangise TB Hospital Ward. 2 guys baphelela ezandleni zami ngibuka. Ngisizonda kabi isifo sofuba. Abanye baxhunywa ngemishini ukuze baphefumule, nogesi uhamba njalo umuntu esavaleke umoya. Kwanzima
Kwakmele ishloko sithi:UMNGANI WAMI AKABULAWANGA INTOMBI YAKHE
Ayi khona okungahlangani kahle lah. Confession enjena angiykholwa mina
Ngathi azithi mzala kulobhuti😂😂😂
Unamanga lomfo ukhuluma imfihlo phezu kwenye imfihlo ushiswa yini ukuthi akhulume wabulawa nguye uyasha manje usaba kuya ku family yomngani wakhe ugulela lo cc secret on top of secret baba
Khona okufihlayo bhuti noma ufuna ukushela lengane
Andikuva bhuti, uxoliselani wenzentoni Hai suka uzqhatha wena ke
Ngicela ukubuza ukuthi ngazi Thomas kanjn contact nami ngyalidinga usizo
First time lalela story esingayenzi sense kuloluhlelo😏😏
Ngathi akuhambanga kahle lana iqiniso Lithini vele ngoba akukhona lokhu okushoyo wena bhudi
Sengathi akuhambanga kahle usazobuya bhuti usazokhuluma iqiniso okwamanje usadavuza
Khuluma okuyikho ndoda Mawngagunyuluki ngekukuthole ukphumula
Sewuhlulwa ukuthatha ifoni uhlebele abafowabo ukuth eyy lendoda ithi ineTB cela nizame okuthile . Wathula waze wadliwa unembeza ngomuntu owazishonela nje nge TB ayyy bafozaaa .khona into ekhalayo
Yayi akuhambi kahle kuyoyonke lento makathethe inyani lo buti ubulewe yini umntu
Ayikho Indaba ye poison, ba mbheqa u cc ngo bende, angayidlang inyama
Uxolelwa wenzeni
Ngempel ubethuleleni ngoba ukufa kwalomngan wakhe bengekho ukufa ngehluk bekugula nje iyabheda nje ukube uvele wathula
Bothuleleni 2yrs yonke ethukwa ngabe washo kube wasinda kwintlamba uyadika
Shukuthi unesazelwa wena sekupokela or sufuna lo mama
Yini lobhuti ebimidla vele angi understand Uma yena engenzanga lutho ngokuthi why angashongo 1nje qeda kushona bafo wakhe kuthi bene tb uhamba ezigaxa nje uyaziblo ngokufa kwakhe
Ayidle iyishiyele ini inja yn hamo
Ngiyaxolisa cc to sound like this..... Lobhuti unamanga....... Ngalento ayishoyo
Hayi hayi buti uphinde ubuye mase uready ukhuluma iqiniso phubuye cz ayukabililo eli ngase bafa wako angakulalisi till uconfesse ngokweqiniso😢
TB ayisiyona imfihlo Bo!... Futhi iyalapheka... Yekani ukufihla umbhedo... Sungaze ufe ufele ubala 🙄🙄🙄
Sengaze ufele ubala😂😂😂😂😂😂😂😂
Ayiboh bhuti wena wabulala qha nxa
Akukholakali ngathi usazobuya futhi azogonyuluka okuyiko
Hayi lowo bhudi nguye owaziyo ayikho eye tb
Knento angayisho lobhuti
Esibhedlela bebezothi yipoison kubgasiyona?, buti please caca 😮
Bekufanele lobhuti aconfese kumndeni womngani wakhe
Aykhona akuhlangani la,lobhuti khona akwaziyo okucashile.ayikho lento aychazayo
akuyona imfihlo ukubulawa yiTB wena kwakufanele ubatshene abomndeni ngoba mhlawumbe babengaba neplan lokumsiza;hay akukho xolo la wena ukhohlakele umdala;hawu! hay waba nesibindi
Kungani ucela uxolo wenzeningaphandle ngongatshoba une T B kukhona okshayamanzila yithetheyonke bra
Ngathi ubefuna ukuthi ubhuti ubenokungaphezulu kwe TB
Aibo lobhuti uxolisa ini? Ai usabile lo ukusho iqiniso cz kulenkulumo ayidinge xolo, ulwela igama elithi "ngyakxolela" khona okumhluphayo
Pho wase umdliselan u poison ngoba kahle kahle wabulawa nguwe ned sewsaba ukusho y uxokelwaaa😢
Just tell the right people go to the family
Wena ndlebe syakuzwa
Udlala ngathi wendoda tshela abantu ukuthi uwena owadlisa lomfo uphoyizeni ngotshwala....Lomfo useyakupokela🚮🚮🚮
Ayi mina ngiyasola ngath kukona akwaziyo angafun kusho cz loku akushoyo ngoku akuzwakali kahle
Lobhuti unamanga akayishongo imfihlo imsindile
Mina ubhuti angimthembi ngathi kukhona something ayifihlayo eyabulala lobhuti
I m watching from mpumalanga
Lomjita ngoba exolisa kangaka wenzeni
Uyabona ke awati boyowentani lapho.bofuna kuvela kuma bonakudze .
Uma seskhuluma qiniso kodwa ubhuti besingekho isdingo sokuza la
Unembeza onecala awukutholi ukuphumula lomjita ngathi kukhulu akwaziyo
Uyislima nhlanhla uxhaphaza losisi nje ube waz ukuth wabulawa nguwe
Kube vele wayi thulela ngoba azusa sizi ngoba akekho ozosizakala kulo daba wakho
Uxolelelwani ubhuti ngoba umngani owafihla nabakubo ibona abathuka uSisi , iTB ifihlelwani vele ? Ubhuti bekufanele atshele umndeni kabhuti owashona , baze basimoshela data laba .
Ay'phelele le confession
Ayikhoke le uwena owabulala lo bhuti iTB akuyona eyokufihlwa
And lobhuti kukhona okukhulu akwaziyo ngokufa komnganakhe not le aysho la
Stufuza❤️
Hayibooo,lo bhuti maybe uye loo obulele lemdoda🤥🤥🤥 something about this confession.ngeke. 🤔🤔🤔🤔🤔🤔
Mina bhuti ngisolakuthi awulikhiphi lonke iciniso TB iyalapheka bo
Indida le ngempela uxoliselani something fishing
Ncese stufuza ukuthi abanye bavele bakusanganele nje
Stufuza awekho yini amaphoyisa lapho eduze uwabize ngathi kukhona into ekhalayo
Lomfona Ilona ongenamadlebe ohlezi esho izinto ezi useless laphana ku tik tok 😢
Upoison iTB uyaxolisa hhay bhuti naba nje haw aksiyo phela into ongyxolisel la wena ungenaphi kwiTB yakhe wena
Uyas'bhay'zisa wena uyalaz iqiniso
Bhuthi tshela umndeni lokho kuzomsiza usisi
Waze wamuhle stufuza mina ngizibukela wena angmuzwa nokuth uthini ubhuti kodwa angsona istabane ngkukhonzile nje bakithy umoya wakho❤️❤️❤️
Ngiybuka every day I blqlyf TV😍💕im addicted to it
Yin ungakhonfesanga emndenini kalowo Bhut othi uwumnganakho ngoba ibona abathuka lo Sisi ukuthi uyena owabulala, uBaba weyngane zakhe
Kubukeka sengathi usuke wasindeka uma efika e studio. Ngokwakhe ubeyo confess ukuthi kukhona okwaziyo ngaloshevu owabulala umngani wakhe. Akasudlala ngathi sibadala bo.
Koda kanjan bangabon esbhedlel ukuth uphethwe yin aiy khon okungshlangan la😊
Angazi yaz lobhuti uxoliselani yaz😮
Umsangano ngempela ke le woku confirme
Ngempela uxoliselani if umuntu ebulewe I TB kwakumele ayosho kubo ukuthi ubafo ubene TB
Nami angati kuts uxolisela ini Kona losisi uvakala amkeatele for ini
Nam I don't understand
Usimoshela iskhathi nje lo nama data ethu yin vele ayizele la
Aybo i TB akuyona into engafihlwa bakithi khona into engale oyaziyo wena bhuti
Uqinisile khona akwaziyo lobhuti
Akzwakali kuthi usangaze afihle i tb...ngvumelana nawe.. akzwakali nhlobo
I can't live without watching this show 😢
Same here
Addiction
Nami 😢
Ekhaya bathi ngithanda iindaba😝😝
I'm so obsessed.. I'm forever watching
Uxoliselani ubhuti. Kushuthi uyena owabulala umngan wakhe. Wamfakel ushevu etshwaleni
Nje finish
Lv u stufuza
uqinisile stufuza mayethi uhlengezela inyembezi,andimboni Mina uwena ombonayo😂😂
First comment from Menlyn Pretoria 🎉🎉🎉 blaq life tv is my life ❤❤❤
Ayii something fishing kubhuti lo
@@PraxcedisNkiwane usaba nje kusho kuthi uyena ombulele..Pho makuyi TB why ahlanze into ezimnyama?? Kunendaba la
🎉🎉
Mna ndinayo into ethi bhuti akasixeleli konke kuningi akwaziyo
Ngath khona okungale kwe tb
Usazocabanga ukungixolela 😂😂😂😂
Kumanje ngihlengezela inyembezi=Ngyakuzwa
Uyangixolela? Ngithe ngyakuzwa
😂😂😂
Uxolelwani kanti wena mhlawumbe uyabuya umngane ebusuku Athi hamba uyoziluza entombini yami ngoba kusokwa yona kahle kahle bekufanele ayoxolisa emndenini not kusisi
Uwena nj lobhuti owabulala useza izilima
Uyena vele 🤣🤣
Ayi ayi bhuti ucela uxolo lwani uwena yini owamfaka iTB hayi bhuti umoshe isikhathi
Yestufuza lomfana makathethe inyani akakayithethi tuu utheni exoliaa kangaka kumfazi walomfana ngenxa yeTB klk xa ibiyiTB ebenoyithetha nasemngcwabeni njengetshomi yakhe ibimxelela ngempilo yakhe umfi Lena yithethayo ngku ayiphelelanga senokwenzeka nguye owatyisa ityhefu manje umfi umphethe kkbi uthi makachazele unkoskazi wakhe uba wenzani hayi uyaxoka cc
Serious
,wamdlisa upoison after 2years uzosho manje kanti icala lakhe thini ngoba yiTB wenze kahle usisi wangamnaka sikhathi uyabona naye mdala ukuthi khona into engale kwe TB
Its true usezo phinda umfi amfikele athi makathethe inyani
Haibo Iswelandlebe phela leli...
"Uzobezwa-ke angkhulumi nabo nje zobezwa."
Ayi ayi ingath akuhambanga kahle buti ngcono ukulelme iqiniso ayikabililo eli kona why uxolisa 😢
ay nami bona ngath wadliswa nguye lobhuti mhlampe uyamuhlupha
Pho uxoliselani wena bhuty ngoba tshela umndeni wakamngane wakho,hhay intombi (mawengane)
Angiyiboni mina into ekhathaza ubhuti cz I TB ayifakwanga uyena kumnganakhe,uthinteka kanjani ngempela kulento, ngaphandle makukhona okunye angakusho
Ay ngeke khona okshaya amanzi la lobhuti wuye owabulala ubafo indaba ye TB ayikho nje ngathi usasaba ukukhuluma iqiniso
I'm addicted to this show ❤
Ayikho lento oyikhulumayo wena Bafo , indlela engibona ngayo mina sengathi uwena owabulala umngani wakho
Mina nje angibon into engaze eyenza lobhuti ancenge uxolo cz aksiye owabulala ubafo
Yin exoliselwa yilobhuti vel? Min angmuzwa kahle lestory sakhe khonintengahlangani
Waze wabheda umuntu. If wemfowethu ubufuna ukwenza ubulungiswa ubuzohlambuluka kubo kamngani wakho ngakho konke okwaziyo.
.eyy stufuza ukube impela awuganile😊
Sengbuka ngoba khona stufuza nje but lendaba kabhuti if kuyiyona ayiphelele and ayiyakhi nje sence le confession
Mfana wam waxolisa kangaka ngoba angiliboni icala lakho kulendaba yakho ungaze uthi usuhlengezela izinyembezi😂😂😂😂 hai isuyangidida manje
Uyalazi iqiniso Lona usenza opopayi
Ayi kukhona okwaziwa yilo bhuti noma mhlawumbe uzufunela lo sisi kwaphela nje
Ayiboh kantiyini lexoliswa yilo bhuti noma bathe akaxolisintenga hlangani n wangichaza locc wathi ngiyakuzwa akangathuya xolisa lobhut uyakwazu kufa komngani wakhe ufuna nje uxolo lalo cc😢
Imfihlo ezinngaka
Udlala ngathi lapha Ndodanauhlulekile ukukhuluma iqiniso uMngani wakho wayesho ayekucabanga kanti u Dr usho imiphumela ayitholile ngesikhathi ehlola umzimba uMndeni ube nephutha lokunuka uMakoti.Wena Ndodana bekufanele ukhulume iqiniso ungaxolisa ukuthi uMngani ubulawe iTB yingakho engakukholwa ayizwakali lento oyishoyo Bafo khuluma iqinisi usazobuya usuzokhuluma💔💔💔
I love Stufuzah ❤❤❤
Kwenzeka kanjani ukuthi umfazi walendoda angayazi ukuthi umkhwenyana wakhe unoTB,ebengayi na esbhedlela ave ngoodokotela uba uphethwe yini
Ucc uvakala ngathi akanamsebenzi nje noba wava kabuhlungu kakhulu
Yangihlukumeza kabi i - COVID 19. Nami ngangise TB Hospital Ward. 2 guys baphelela ezandleni zami ngibuka. Ngisizonda kabi isifo sofuba. Abanye baxhunywa ngemishini ukuze baphefumule, nogesi uhamba njalo umuntu esavaleke umoya. Kwanzima
Kwakmele ishloko sithi:UMNGANI WAMI AKABULAWANGA INTOMBI YAKHE
Ayi khona okungahlangani kahle lah. Confession enjena angiykholwa mina
Ngathi azithi mzala kulobhuti😂😂😂
Unamanga lomfo ukhuluma imfihlo phezu kwenye imfihlo ushiswa yini ukuthi akhulume wabulawa nguye uyasha manje usaba kuya ku family yomngani wakhe ugulela lo cc secret on top of secret baba
Khona okufihlayo bhuti noma ufuna ukushela lengane
Andikuva bhuti, uxoliselani wenzentoni Hai suka uzqhatha wena ke
Ngicela ukubuza ukuthi ngazi Thomas kanjn contact nami ngyalidinga usizo
First time lalela story esingayenzi sense kuloluhlelo😏😏
Ngathi akuhambanga kahle lana iqiniso Lithini vele ngoba akukhona lokhu okushoyo wena bhudi
Sengathi akuhambanga kahle usazobuya bhuti usazokhuluma iqiniso okwamanje usadavuza
Khuluma okuyikho ndoda
Mawngagunyuluki ngekukuthole ukphumula