Yazi Majola I felt it everytime you said AYIII AND NGIVUMELANA NAWE SOJA...vele ungadlali nge'nkomo zaka'baba bafo.. sesi thumele ujames nenkomo zaze india😂😂😂.... STAY STRONG AND KEEP IT MOVING ..... AYIIII🙌🏿👊🏿💯✊🏿
This girl is dangerously innocent, so soft spoken but deadly 🤣🤣🤣she even wants him to lie to his family too! My brother keep running 🏃 in the opposite direction
Musani ukudlala bafethu, u sis stufuza ngike ngibone ngathi hlezi ekwi side labesifazane lokhu angikusho kabi. As much as kwi show kulungiswa kodwa into enje ngeke isalungiseka asingakhohilsani, mfowethu phuma kuloyomuntu ungadlali ngenkomo zasekhaya.🙏🏼 Ngiyabasaba abantu besifazane imagine uthi they won’t tell umndeni womlisa ukuth the baby is not his🙆🏾♂️🙆🏾♂️🙆🏾♂️
Qiniso elikhulu i will never put my child kulesosimo Siboniwe iyindiya izobandlulwa emdenini forever Protect your child cc ufunde ungaphindi same mistake ngelinye ilanga .ncese bhuti i hope u wilo find healing mkhaya
Cc just give up this relationship will never work again. Trust is broken and ubhuti is still hurting. Qhubeka nge life yakho nengane yakho uzomthola omunye umuntu ozukuthanda. Kodwa nawe uthembeke khohlwa ngale isiphelile cc.
Angazi baf2 singenza njani but ukubalekisa umfowethu kulosisi 💔 such a good guy and truly doesn't deserve this. Baleka mf2 siyakweseka and uzomthola umuntu oryt
Haboo gal,Musa ukudakwa Wena qhubeka no my friend wakho uyanyanyisa siess skhohlakali ndini , uyadelela Wena Stufuza Vala umlomo wakho uncengela iskhohlakali.Sorry my brother you are the boos and you are smart,Good luck my brother.
Ulimele mfowethu shiya 💔 leyonto kaAbduli noMawayo you will find love bakhona Osisi Abaphusile langaphandle Too much respect 🙏 🫂 You need more than five years without her. Just take forever
Lo gal ubanjiswe icontainer nguJames without condom wamnika soap pack ne instant porridge wamnika no james Junior manje ugezela ubrazo ...yoh hayi brazo baleka apha soze kaloku ufebe wabuya neswili now ufuna ufuna uhlale nalonto for your whole life...uzohlazeka kwase famalin yakho coz if yamtshata umntana uzothi makamthini
This woman is one of the craziest i have ever seen on tv.. izinto uzithatha kalula nje,this guy is hurting to find out the child is not his yena ufuna babuyelane nje,awu!!😅
The lady is a smooth talker but dangerous
The man loves the lady but he is so heartbrocken😢
Yeyesa, Macingwane ungaphinde nje uze ukhulume nalomuntu. Myeke phansi. Ubolile losisi, unamanga, futhi akayeki ukuwaqamba. Yekela Ngqulunga. Ungalenz' iphutha, okuzolandela la kukhulu kakhulu.
Awuu Phakade ngeke abamyeke ubafo, otherwise sodedela oMajola uma ingane ingavakasha ekhaya 😂😂😂
@@thulemajola7918😂😂😂 asifune kwerekwere la kithi akahambe u sisi ne slwane sakhe
Elokubola😂😂😂😂
Yazi Majola I felt it everytime you said AYIII AND NGIVUMELANA NAWE SOJA...vele ungadlali nge'nkomo zaka'baba bafo.. sesi thumele ujames nenkomo zaze india😂😂😂.... STAY STRONG AND KEEP IT MOVING ..... AYIIII🙌🏿👊🏿💯✊🏿
She is a smooooth talker 😂😂😂awu zafa izimbuzi exingenacala! Hayi you even have plans 😂😂😂😂😂
😅😅😅
This girl is dangerously innocent, so soft spoken but deadly 🤣🤣🤣she even wants him to lie to his family too! My brother keep running 🏃 in the opposite direction
Yeeeeeyiiiiiiii umzwilen sethi inelegant single ngoba usebenzisa amaproduct akajohnson😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Isigebengu sentombazane. Yinyoka.
Baleka bhuti wabantu.uzofa
Run brother run
True😅😅😅
Absolutely ayi ngeke siyimbokodo impela kodwa sis uyi nyoka it about you
What about i family kuqhutshekwe kuqanjwe amanga hayiiii cc ngeke
Umuhle Stufuza ❤ncese bhut into ebuhlungu ukuthi u cc akazivikeli akathenjwa qhubeka ngempilo uzomthola oncono
5 years is great 😂😂😂😂😂, uyindoda umfokaMajola!
Kanjalo 😂😂😂😂
Ungavumi bhuti ufuna ukukuphinda ngo paper2 we Depression🥺🥺
😂😂😂
😂😂😂😂after that ithuna😂😂😂😂
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😂
Kodwa le yokuncenga abantu beslisa its not ayoba.Phuma lapho sdudla angeke akuthande ngenkani.
Futhi iyanda🤞
Uyamthanda kodwa akasamethembi nokutha unqena abasekhaya kubo ukuthi bazothini ikakhulu njengoba u aunt azi ngodaba lwengane
Akasephantsi ugirl
How many ex do u have
Ngivumelana nawe
5 YEARS NGU BIG No cc umoshile niyathandws niyamosha abanye bayayikhalela wena ulala phezu kwe mpuphu kama yi friend
😂😂😂😂😂😂😂Usewazi wonke umzimba Ka my friend thina sazi ikhanda lodwa🙌🙌🙌🙌🙌😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😂@@Mancinza1001
Ngithandane nawe sengimithi wesdudla uyabheda hamba uyofa😂😂😂😂bafo well done baleka
Yingakho impuphu yo-my friend ingavuthwa. Balalana kuyona no-cc bethu. Kuze kuphume ujesu omncane😢
😂
Myb yenziwa ngamasperm ukungavuthwa
Abatshana benu kodwa nje Siya laba😂😂😂😂
😂😂😂😂Kphuma ujesu omngakanani?
My brother run run 🏃♂️ kwakufanele akutshele kwasekuqaleni ukuthi ingane akuyona eyakho
bhuti ungalenzi nephutha lokuth uzomenza isfebe sakho coz kuzo connector futh dangeurus dis 1 she must go back to Hashim wakhe
Bhuti wam ungadidiseki ilesisfebe sesigebengu. Akahambe kwi Pakistan lakhe. Uyakunyela. Unga worry ngokungabi nangane if uGod engakuphanga akakuphanha impilo iyaqhubeka broe wam. Khohlwa ilesfebe sesibhuklabhukla. Sisile lesisfebe. Isgebengu lesi. Nx
😂😂😂😂isbhuklabhukla
😂😂😂
😂😂😂ai cc vuma nje ukhohlwe kuning kakhulu
@@PhindileKhumalo-mb5wrI'm dead isibhuklabhukla weh Jeso I love uZulunation ngentliziyo yam yonke😂😂🎉🎉❤❤
😂sbhukabhuka
Uyingozi lo cc, phuma bhuti udoti lenyoka
Ncooo ngaze ngamzwela uGirl bandla wafika emithi engazi kanti uJames useshaye iqanda
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂besazi lesifebe sabona ihlazo ukuthi kuzothiwani ekhaya ingakho wavele wagxuma wahlala kulomjita khona ezombambisa ijazi evikele isithunzi sakhe kubo ngengane ka james
sisi yaz ukuthi ingane eyamy friend so sefunukvalela boet this lady is so danferouse bt looks n speaks so innocent
Ungavumi bafo baleka ngazo zombili 😅😅
Ayi lona liyaphika lelijongo....baligqemile ne😮😮
"We listen we don't judge"
He killed me when he said, "zavelelwa iimbuzi neenkukhu" 😂😂😂
🤣🤣
Kodwa cc heeeeee imikhuba
mase akamulinde for 5 years 🤣🤣😂😂🤣🤣🤣🤣🤣🤣
He must leave this girl once 😂😂
Wenza kakhulu
Ulimele lobhuti phephisa bhutu omdala umbonge no Aunt ukuthi akuvule amehlo 😢
I respect this young man with my all ,your a man among man.Umonna hara banna I salute you viva man of SA viva😊😊😊
Livele lahamba iChunu....👑 Give Him A Bells 🥃
Ama product abizayo😂😂
Isgebengu lesi
😂😂
Johnsons products 😅😅
Wendza kahle Bafo you ran away from GBV 😢
I AGREE WITH YOU
😂😂 zange ndayhleka kangak yhoo bhuti just made my day. Ungavumi brother n incinci nale 5yrz omnike yona
Sisi iqiniso uyalazi, gonyuluka
Ufane alingise igama lika Stetelegu
Nje
Lana vele kunzima maybe ucc uyahamba ku-my friend ayombonisa uyise ngoba vele occ bangalore nam ngake ngahlangana nakho okunjeeee ayiiii amanga okuhlanganiswa nobaba wengane ungatshelwa iqiniso worse aze abonwe ngabazali kuqala yingozi sibonge nobhuti unomoya ophansi njengam akalwi good part of him mna nje bengizothi 10yrs wokucabanga kahlee
Baleka, baleka, baleeeeeeeeeeeka🏃♂🏃♂🏃♂🏃♂ ngenyawo zombili
Aibo sis yake yancengwan ondoda uyijolele waze wazala aybo ningadlali ngabafana bakithi😂😂
Musani ukudlala bafethu, u sis stufuza ngike ngibone ngathi hlezi ekwi side labesifazane lokhu angikusho kabi. As much as kwi show kulungiswa kodwa into enje ngeke isalungiseka asingakhohilsani, mfowethu phuma kuloyomuntu ungadlali ngenkomo zasekhaya.🙏🏼
Ngiyabasaba abantu besifazane imagine uthi they won’t tell umndeni womlisa ukuth the baby is not his🙆🏾♂️🙆🏾♂️🙆🏾♂️
Unyanisile ngeke isalunga
Ncese Bhut😢ehlisa kuAlcohol uzomthola omunye uGirl aqhamuke munye uLittle one,Ngizwelana nawe kakhulu
Uthando ❤ luhambisana nokwethembana mina ngike ngisho kanjalo, uma sewenze izinto ezizongenza ngingakwethembi angikwazi ukuqhubeka nalowo muntu noma ngabe bengimthanda kangakanani
Ikinga le bhekene nalobhuti usisi uyazi kahle kuthi lengane ekabani ngakho nje ehlisi moya mekhuluma
Sisi yeka lobhuti akasakufuni ungafaki impilo yengani encupheni ngenxa yothando yena wenza ngathi akanalo iphutha ,angeke asayithanda.leyongane
Qiniso elikhulu i will never put my child kulesosimo
Siboniwe iyindiya izobandlulwa emdenini forever
Protect your child cc ufunde ungaphindi same mistake ngelinye ilanga .ncese bhuti i hope u wilo find healing mkhaya
Weeee amanga ku grl sebenzisa ama product abizayo atshintsha izinwele 😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😂😂😂😂
😂
Ndingamgunda everyday owam😂😂😂
😂😂😂😂😂😂😂😂@@NomapheloNgubo uzocina ebuza ukuthibwase gundwa kangaka umtwana
😅😅😅😅😅😅😅😅😅
Ngithanda ivoice yakho bhud but phuma kuleli imenemene ixoki lomfaz😅😅😅 inwele zavela zazveza
Yaze yanolwimi oluhle lengane yeyi ungayithatha uyibeke emhlane Uma ikhuluma webuti NAMI ngithi baleka ngempela
Ubhuti udinga u 5 years wok'cabanga😂😂
Haicha akasafuni kwasan
😂😂😂😂😂Umqeda ubufebe
Mine ngitsi bhuti baleka mbamba lapha kulosisi Lona akatsembakali nhlobo bekumele akutjeoe ekucaleni kutsi upreg manje wafihla Leni nje kepha
Eyi ingozi le ntombazane ngamanga, uthi usebenzisa ama hair product a expensive ingakho ifana no my friend😂😂😂
😂😂😂
There is no such.
😂😂 😅
I love her so much and her personality, the way she speaks its just amazing. I believes she made a mistake, she also deserves forgiveness.
Not ngenkinga engaka
Cc just give up this relationship will never work again. Trust is broken and ubhuti is still hurting. Qhubeka nge life yakho nengane yakho uzomthola omunye umuntu ozukuthanda. Kodwa nawe uthembeke khohlwa ngale isiphelile cc.
YES mfethu please please ungavumi lentombazane ikuzwise ubuhlungu nami soze ngabuyelana nentombazane engibhathise ijazi kodwa ngiyakuthemba umjita wasemlazi ulaythile
😂😂😂... Ai bafo, uyindoda mfwe2.. uyasimela Story sakho, ngyathemb thina bantu beslisa siyafunda kuleStory salomfwe2
Ubhuti ufun ukunikwa iskhath esingango 5years acabange ukhut uyamthatha noma yini🤭. Yingqwela le😂😂😂😂😂
Ngiyakuvuma Bhuti ngokumuhambela phambili nge DNA test,,, ubeseqambele uStufuza amanga wathi ingane eyakho lodoti .
Iningi labosisi abanomoya ophansi zinyoka.....
Mxm banobufebe nje
@@WendySabela kunjalo impela
Umnikeze I chance bhud iphutha liyenzeka majola
No apology, no accountability. Run my brother run...
Angazi baf2 singenza njani but ukubalekisa umfowethu kulosisi 💔 such a good guy and truly doesn't deserve this. Baleka mf2 siyakweseka and uzomthola umuntu oryt
Awu ngikhona mina Bhutiza ngzokuphatha Kahle ❤
Ishampoona yenzani inwele Zama coloured😂😂😂😂
Sengivele ngahlekiswa Ile coment yakho ngisaqala ukubuka
😅😅 Jesus Christ
U desperate ufuna i love back usisi yisono😂
😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😅
Baleka bhuty wamy sgebengu lesi
Zandi from tembisa gauteng buti woza lana ngikhona my lv❤
Waze waqina nawe bhuti nomoya ophasi😂😂😂
Just forgive her but move on bro without her, she will destroy you
Haboo gal,Musa ukudakwa Wena qhubeka no my friend wakho uyanyanyisa siess skhohlakali ndini , uyadelela Wena Stufuza Vala umlomo wakho uncengela iskhohlakali.Sorry my brother you are the boos and you are smart,Good luck my brother.
Good bafo ngeke udla unondinwa qela impela nje ngokuzayo uyokugil fthi ingulube ngek uyikhiph odakeni..James thatha umntanakho nomawakhe
Hayi bhuti ungavumeli lomsangana wengane yo my friend ingane uzoyithola not ukuthi uqoqe ingane yangaphandle.....asimdingi koJola umy friend plz
Stufuza Ave uyisigebengu ubheka phansi usaba nokumbheka ubhuti wabantu ofetsheliwe ngomyfriend
Baleka bafo lentombazane itsotsi😢
Bhasob runaway from this lady ubuyiswa yini manje unenkinga lo cc kwakumele acabange before ngomntwana
Uthi uyakhonza kodwa ukhonza econtainer😂ku James
Udlalile ngengane yabantu ntombazane kumanje ulimele ngokomqondo ngenxa yakho ukhohlakele niyasiphoxa wemantombazane jesu 😭
Kakhulu 😢
Akayofa lo cc unesidina uyabelesela uyisigilamkhuba ayi ungavumi bhuti yinja le
WeBhuti Gijima ubaleke or woza la ngikudonse ngengalo ngikugijimise unenhlanhla. Yeka amponjwana uzilungise uzobathola abaryt.
Lesi sigebengu, wathula azi.
Weeeeeee ntombazane yekela mfana ahambe booooo😢😢😢😢😢😢😢😢😢hawu wase umncenga kangaka jesooooo😂😂😂😂😂😂😂😂hheyi udlisa team maan umonile myeke ahambe.
I am scared that she can do something bad to the child to get the man back
Yingoba ubona ukuthi bayahamba o my friend
What a very dangerous young lady.Run my brother,run.
Kodwa kunephutha lapha .mantombazane musani ukucabangela uthando nikhohlwe izingane😢😢niyaz kunzima kanjani mangabe ukhula kungahlangane bcz nina nihleli othandwe kunihambela kahle.kodwa ingane izovaleleka mfw2 yekela uqale phansi nomunye😢😢😢
Uthi ngeke adlale ngenkomo zikayise ,,,esh kunzima bo gorgeous
Ungavumi bhudi ungalungi cabanga nje usuhlala lengane yendiya 😢abantu bayabe bekuhleka everyday
Ulimele mfowethu shiya 💔 leyonto kaAbduli noMawayo you will find love bakhona Osisi Abaphusile langaphandle
Too much respect 🙏 🫂
You need more than five years without her. Just take forever
No abaye Ku Dr.uzobatshela ukuthi umntwana nizobathola Yebo noma cha uyakuthanda shame nifanelene kodwa iphutha wamshela Kanti uzithwele engazi uphurha lanomubani leli futhi ingane nayishisela impepho ayigulanga angithi so ayinankinga mybe inyawo bgezakho mxolele bafooo🙏
Ama product afana no Johnson 😂
Lo gal ubanjiswe icontainer nguJames without condom wamnika soap pack ne instant porridge wamnika no james Junior manje ugezela ubrazo ...yoh hayi brazo baleka apha soze kaloku ufebe wabuya neswili now ufuna ufuna uhlale nalonto for your whole life...uzohlazeka kwase famalin yakho coz if yamtshata umntana uzothi makamthini
Bakithi. Bhuti muxolele usisi. She is so soft spoken and humble. We all make mistakes. Phephisa Bhuti umuthathe back
😅😅😅😅😅😅😅
I mistake ukulala nePakistani👀
Since ngithi uma ngiphuma layindlini ngisabahlanyisa obhuti angiziboni ngincenga indoda mina cc muyeke mje ubhuti ngoba ubhedile😂😂😂😂
Manìngi kabi amantombazane umuble kakhulu bhuti wami ukudlala lesgebengu sikwenza islima hamba kuyiseke hayibo stufuza musa ukufaka umuntu enkingeni umenzisa into ongeke nawe ongeke nawe wavumavurna yenzeke kini imehlisa isthunzi lento ubevele nje eyislima kubangani bakhe uNkuluñkuĺu uzokupha nje umuntu ophilayò uzobe uno James nawe nikhulisa ingane😊
"Awusangthandin"?.....haaai haai , "Usho ukuthi awungkhumbuli nje?" Hai haaiii😂😂😂😂😂
Tyoooo.nami angmangazile lawomazwi.
Yisfebe lesi.
@@thalithamngomezulu457 Mine was you can love but trust me....she had too many sound bite kahle hle loSis if was a guy ngabe isoka
😂😂😂yhooo hoza jesu
Yewena ntombazane ungazogula lana wena buyela kuma friend wakho 😂😂😂😂😂😂webhuti hamba kakhulu
Ngiyayithanda indlela umfwethu enze ngayo, abantu besfazane kuya ngokuya beziveza ubulwane babo kwabeslisa and abanawo unembeza.Sengathi bonke abafwethu bangabaveza kanje ubulwane babo bangabalimazi ngoba konke okubi bakwenza ngeqholo lokuthi iSA ayinawo umthetho icheme nabafazi.
Udakelwa lo bhuti lentombazane, Ayihambe ku my friend. Ungavumi mfowethu, futhi usekungcolise ngegazi lo my friend
I'm watching from natal spruit
Sgebengu sentombazane angikujaji maphutha ayenzeka bt. Leli bekfanele ulibone ngobi nwele phela sisi zomzulu nalaba barre kuhluke kakhulu cc,kodwake nisengaxoxa
This woman is one of the craziest i have ever seen on tv.. izinto uzithatha kalula nje,this guy is hurting to find out the child is not his yena ufuna babuyelane nje,awu!!😅
Mmmm kwaze kwanzima bhuti,u James kodwa wawumvulela kanjani, khohlwa ntombho
Uyazi losisi ikhanda lakhe ngathi alisebenzi kahle ngabe uyaxolisa akhulume iqiniso asho ukth ingane ekabani bes ecela uthando back kodwa bhuti ungavumi baleka eduzane kwenyoka uzokudlisa losathane ubeyisiyoyo sakhe sibonge kwidlozi lakini elakubonisa iqiniso bhuti
Isikhohlakali lesi esihambe silala ezitolo zabantu bokufika hamba bhuti shiya phansi njengoba ethi uzokuzalela uzoku phinda futhi akulethele ezinye izingane zamanye amadoda baleka ngezinyawo zombili
Musa ukumcabangela nd le presenter ayikwazi ukukhuluma nd most Abantu bakho ba few abaphumelelayo Iya kuStetelegu ayakwazi ukukhuluma ngathi ummeli
Laze lalihle bo iChunu.....ngisho uMajola mina 😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
We bhuti baleka umaqinase, wemenemene ngeke ashintshe lowo uzwa olimini luyashelela olwesigebengu esingenamahloni
Hayi bo yekani ubhuti wabantu usalimele nasemoyeni
😂😂😂😂😂😂
Yhoo waze wandihlekisa ubhuti...Uma ethi udinga 5yrz 😂😂😂😂
Baleka bhuti,lo cc unezimfihlo eziningi,futhi une pride enye engingayazi
Kodwa nani cc niyafeba awuyifaki ngani ijazi mawulala nabantu abahlukene weee especially umuntu waleee hay niyahlupha nina
Hambisa Kula cc kuyise musudlala ngomfana hamba ku Jemes Akondlele ngane bhuti shiya locc bazokuhleka abantu wondlana mama Chaina Noma ke vuma nilale Naye bobabili noJemes
I'm watching from pmb
Together Pmb
Yeah mkhaya
Mkhaya❤🎉
Ezweni lezoni madoda🤣🤣🤣
Lutho nje siziphethe Kahle e PMB 😅
Ey lobhuti ungikhumbuza uMampitsha uyena phela lo.
Uyambona kodwa😊
@BuhleSibisi-d3x Uz'pholele uyazikhulumela, uzthadela ijiki lakhe
Hayi hayi girl zithande ngancengi ndoda kanje
Ay ngeke u my friend Pho ungazodlala ngobafo girl.