Amalungiselelo okutshalwa kweSilo Samabandla

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 9 вер 2024
  • Izakhamuzi zaseNkandla enyakatho yeKwaZulu-Natal zithi zidumele kakhulu ukuthi ngeke zikwazi ukuhambela inkonzo yesikhumbuzo yesilo samabandla. INkandla inomlando nendlunkulu njengoba inkosi uSgananda Shezi wasebenza ngaphansi kwezingonyama ezine zamaZulu. ILiba likakhokho wembube, ingonyama uCetshwayo lisemahlathini aseNkandla.
    Ukuthola ezinye izindaba, vakashela i-sabcnews.com kanye ne #SABCNews #SABCIzindaba #KingGoodwillZwelithini kuSocial Media.

КОМЕНТАРІ •