Umsamo Institute Emfuleni

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 16 вер 2024
  • Thokoza
    Ngempalasonto edlu KuTwitter, ubaba VVO ukhulume ngokukhishwa kwesiso nokuphuma kwengane. Ukhulume ngokuthi ubaba nomama bobabili kumele bageza bahlanzeke uma lokhu kwenzeke. Namhlanje emini silungise ivideo echaza ngokuthi thina emlambomunye simgeza kanjani umuntu.
    This past weekend on twitter Dr. VVO Mkhize spoke of miscarriages and abortions. In the event this takes place both man and woman must be cleansed of the spiritual Taint. We have prepared a video for you showing how we at Umsamo cleanse people.
    #Umsamo

КОМЕНТАРІ • 59

  • @mthobisi6624
    @mthobisi6624 4 роки тому +17

    Ngiyathokoza e Msamo nginga jabula uma Ngelinye ilanga kungaba khona ama subtitles on this videos I believe other tribes do/can benefit from this teachings.

  • @nompilozondi1204
    @nompilozondi1204 3 роки тому +2

    Since ngageza kule mpophoma impilo yami Ave yashintsha ay baba Mkhize Ave wangisiza ngiyathokoza izinto zami ziyakhanya

  • @pearln2308
    @pearln2308 4 роки тому +2

    Oh wow🙌🏼 Makwande eMakhosini. Siyabonga Bab'uMkhize

  • @nonhlanhlamdlalose8671
    @nonhlanhlamdlalose8671 3 роки тому

    Ngiyasithanda isintu. Kuphela-nje ngesaba amanzi nabanikazi bawo. Kumbi uma bengavela ngingabonakal sengibaleka. Kodwa kungengihlukanise nesintu lokho.

  • @thabisilepalegrina1128
    @thabisilepalegrina1128 2 роки тому

    SIYAKHULEKA EMAKHOSIN AMAKHULU 🙌🙌🙌🙌

  • @lindasibeko133
    @lindasibeko133 2 роки тому

    Siyabonga

  • @sidneynkwanyana7548
    @sidneynkwanyana7548 6 місяців тому

    I'm on my way emlambomunye

  • @bonginkosisandile9675
    @bonginkosisandile9675 Рік тому

    Ngicela kubuza kuthi abantu abangasekho bahlala emanzini yini

  • @msawakhesishi3143
    @msawakhesishi3143 4 роки тому +3

    Makhosi🙌🏽

  • @gracemnguni6828
    @gracemnguni6828 4 роки тому +2

    Makhosi👏👏👏

  • @nandenkunjana3428
    @nandenkunjana3428 4 роки тому +5

    camera man angikho Happy ngempela

  • @lubabalosisusa2542
    @lubabalosisusa2542 4 роки тому +1

    Thokoza boGogo nabo Mkhulu, I understand awuyi noma yisiphi iskhathi emanzini, uma uyogeza ngenhloso yogeza idlozi lakho kmele uhambe skhathi bani?

    • @UmsamoInstitute
      @UmsamoInstitute  4 роки тому +1

      Thokoza, thina Emlambomunye sibathathe ngamagroup throguhtout the day. Kodwa uma uzozihambela wedwa gcono uhambe ekuseni ntatakuse

  • @zodwatiwane4265
    @zodwatiwane4265 2 роки тому

    Thokoza gogo

  • @umduduzitopic9891
    @umduduzitopic9891 Рік тому

    Ngicela kubuza umlambo munye utholakalaphi KZN OR GP?

  • @siphomthiyane6769
    @siphomthiyane6769 4 роки тому

    Makhosi ndlondlo.... Thokoza...

  • @mdumisenirobert4691
    @mdumisenirobert4691 3 роки тому

    Awuu uphi pho ubabu Mkhize nanodwa njee anisinike I number sinithinte

  • @zodwatiwane4265
    @zodwatiwane4265 2 роки тому

    Makhosi ngicela usizo makhosi

  • @nomusaqondymtshalimkhize8806
    @nomusaqondymtshalimkhize8806 4 роки тому

    makhosi amakhulu

  • @thobanimnqobi7896
    @thobanimnqobi7896 4 роки тому

    ngizwa umama ekhuleka ethi ukhulekela izingane ukuyeka izidakamizwa yet uphethe Utshwala uchela ngabo...ISIDALWA NOMA ITHONGO AWUKWAZI YINI UKULIYEKISA IZIDAKAMIZWA BESE UCELA LIYEKISE ISIZUKULWANE SALO?

    • @sizwevincentnxumalo1639
      @sizwevincentnxumalo1639 3 роки тому +1

      Ukuchela ngotshwala kuwukuphahla. Akusiko ukubuphuza ngokungakelekile noma 7kuba umlutha wabo. Uyabona kuze k7buyelwa nabo emuva

  • @nonkululekobuthelezi3422
    @nonkululekobuthelezi3422 4 роки тому +1

    Was the last part not suppose to be private,,,

    • @yaababansimba5274
      @yaababansimba5274 4 роки тому

      What is going on in the last part??

    • @UmsamoInstitute
      @UmsamoInstitute  4 роки тому +3

      Thokoza, no it was not. Part of education is showing as much as we can that take place.

    • @Zandi33389
      @Zandi33389 4 роки тому +1

      Thank you for showing this, learning.

  • @thulanicarol3756
    @thulanicarol3756 2 роки тому

    Cela number yakho mkhulu please

  • @ManJay3220
    @ManJay3220 4 роки тому +2

    Ndlondlo!!! I sminoff singena kanjani ezintweni zesintu ngoba Ngisazi kuyinto yaseRashiya???
    Okwesibili abadala babizwa ngethonga noma ngethongo??

    • @UmsamoInstitute
      @UmsamoInstitute  4 роки тому +1

      Thokoza, ungasebenzisa nomayiphi inhlobo kagolokho , kukwena. Okwesibili babizwa ngamathongo

    • @vai_vai
      @vai_vai 4 роки тому +1

      Umuntu unikwa lokhu ayekudla , wena nje angeke unikwe isancobe mhlampe ngoba awusazi futhi awukaze usifake emlonyeni, isintu asiphikisani nezikhathi . Ukhokho wakho wayephupha amathunduluka namahlala , kodwa wena uphupha amagonandoda kanye nama aphula.

    • @ManJay3220
      @ManJay3220 4 роки тому +1

      Ngiyabonga kuzwakele.

  • @odettetembe7066
    @odettetembe7066 4 роки тому

    I dont know who told south africa tinyanga that our traditional attire are for them this is an insult to one culture

    • @kay_grey
      @kay_grey 4 роки тому +8

      Cloths represent different things to healers ,it's not an attire but a symbol . I got my Swati cloth because I discovered that I am not Pedi but Swati .Mine represents my ethnicity that my ancestors have been trying to get through to me so I and family stop taking pride in what we are not . So please don't judge us . First ask why . We are merely representing the Swati tribe, a tribe we didn't know we were a part of.😊

    • @odettetembe7066
      @odettetembe7066 4 роки тому

      @@kay_grey i understand now dont take me wrong i respect tinyanga ,it happened when i was wearing one of my swazi regalia ppl were asking if am a traditional healer was very angry coz am a Christian

    • @kay_grey
      @kay_grey 4 роки тому

      @@odettetembe7066 ohhhh okay . I understand .🤗

    • @Thakanoxi
      @Thakanoxi 3 роки тому

      @@kay_grey Well explained Kgotli

    • @thabangmoloi7890
      @thabangmoloi7890 8 місяців тому

      Well wearing a swati attire does not mean ur inyanga...
      You probably asked by someone who has no knowledge about ancestory attires. Don't get offended, just teach them...

  • @vukabhengu2516
    @vukabhengu2516 4 роки тому +14

    The fake American accent is so annoying. Ake sizigqaje ngendabuko yethu and stop sounding something we're not.

    • @zithomajozi7357
      @zithomajozi7357 4 роки тому +16

      And what if that's the accent we speak in and it's not acting fanele senzeni? He can have an accent when he speaks but it doesn't mean he loves his culture any less

    • @nkwenkwezinkanyezi1141
      @nkwenkwezinkanyezi1141 4 роки тому +10

      That is a South African accent. We have many accents depending on your mother tongue and who or how you were taught English. Some of us twang, some of us dont. And there is no shame in either.

    • @Mzilikazzi1
      @Mzilikazzi1 4 роки тому +1

      Isingisi is used to accommodate wonke umuntu. uBaba uMkhize tweets ngaso, Facebook page yabo ibhalwa ngaso. Lolulwazi olwethu sonke.

    • @vukabhengu2516
      @vukabhengu2516 4 роки тому +3

      @@nkwenkwezinkanyezi1141 Shuthi wena uthi waterrrr (insert inconsistent American accent ) uma uthi water ? Akulona iphuzu lesingisi engilwa nalo. It's this American-sounding mass media induced twang especially uma umuzwa ukuthi ulibolekile ngoba lichaza ontanga. Nolokho kuwuphawu lokuthatheka. Angiphiki ukuthi uyalithanda isiko kodwa asingezwekali njengenhlekiso noma into esingeyona ngoba akayena ummelika. Ngiyacanga singavumelana ngalapho mhlonishwa.

    • @nkwenkwezinkanyezi1141
      @nkwenkwezinkanyezi1141 4 роки тому +2

      @@vukabhengu2516 My initial statement stands. Read to understand not just to reply. Comprehension is a very important life skill. Angeke ngiqophisane nawe ngento engathi shu.