Ububi Obusebandleni | Kuyayiwa Le Phambili | Phelelani Khumalo | Siphiwe Ntanda.
Вставка
- Опубліковано 9 жов 2024
- Ububi Obusebandleni | Kuyayiwa le phambili | Phelelani Khumalo | Siphiwe Ntanda #repent #takeresponsibility
@quartertomedia6411
Thank you to Phelelani Khumalo and Siphiwe Ntanda our residents ministers of God.
Thank you so much to all our subscribers #leaders
Quarter To Media available on TikTok.
Mduduzi Bongane Shabangu on Facebook.
Phelelani Khumalo - 0837265711
Phelelani KaJolozela on TikTok and Facebook.
Siphiwe Ntanda - 0768963615
Siphiwe Ntanda on Facebook, TikTok and UA-cam.
Thank you for watching - Please Share This and get the word out!
Please Subscribe and Comment below 👇 👇
Siyabonga Nkulunkulu ukuthi basekhona abashumayela ivangeli leqinini UNkulunkulu anibusise
@@joycemthethwa7611 Amen and Amen 🙏🏼
Nawe akubusise 🙌🏾
Siyabonga UJesu Krestu uyiNkosi yilona vangeli elihlukanisa umuntu nesono
True Gospel. Glory to the Lord Almighty🙏
Ziyabusisa lezinsizwa kakhulu ngiyacela bahlale bekhona bobabili.
Amen, ngibusiseke ngendlela eyisimanga.
It is not a peace of cake to enter heaven kubiza ukuthi ube HOLY
Sisize Nkosi the way to heaven is not easy. It requires us to live a holy life...😢
Amen 🙏🏼
Amen @@quartertomedia6411
Siyabonga..nali ke livangeli lesilatiko. Lelingilo nje...
Lendzaba yekwenta noma yini bese sitsi sitawulibona lizulu vele akusiyo...
Siyabonga ...grace and mercy to you all the way from Germany🇩🇪
@@sebentilezanini1085 Grace and mercy to you too my sister 👏🏻
Siyabonga ngale comment enhle kangaka, stay blessed in Germany 🇩🇪
I am so grateful 4 this podcast, Yooo aaai kunzima am so convicted. God help us 2 do your will😫
Siyabonga Pastors 🙏
@@nomthandazomsenga2948 to God be the glory 🙌🏾🙌🏾🙌🏾
Bonke abanalo lelithemba bayazihlambulula , phambili ngokuphila ngobuncwele
Siyambonga uNkulunkulu ngevangeli leqiniso esilikhulekela njalo ukuthi malishunyayelwe kubantu bonke kulesikhathi sokugqina. May God bless you zinceku.
My Brother phelelani khumalo has a gift of Teaching. A rare gift in these End times. May God enlarge his territory
@@ngonyamandumiso3246 Hallelujah 🙌🏾
Mr mduduzi shabangu, nezinceku zenkosi, ziyasibusisa indaba ezilungileyo futhi zijulile ngendlela emangalisayo. Glory to Jesus the son of the living God 🙏🙏
Amen nceku, sibonge kakhulu ngamazwi amahle 🙏🏼🙏🏼🙏🏼
Fundani kuma Hebrews chapter 6.amen
Siyabonga bafundisi uNkulunkulu anibusise Amen
@@nonhlanhlalihlecbia2101 hallelujah 🙌🏾
Eyi! Haleluy uyabongeka unkulunkulu. emuhle esithanda ngokukhathali uthando lwakhe alufan nalutho anibusise unkuy bafundisi bami egame likajesu nayendlala indaba kankulunkul ngaze ngagcwala ukumfuna ngampela unkulunkulu ezinsikin zokugcina ❤❤❤❤❤
@@NokukhanyaZikhali-gv9zx Hallelujah 🙌🏾
Siyabonga kwizisebenzi zikaNkulunkulu
Mmm siyabonga baFundis ngiyezwa indaba, ngithi mina uma usindisiwe ngempela angeke uboshwe ngamacala akho ngoba uMoya oyingcwele awudingi usizo lomuntu uhamba e police station ungasabi lutho uhamba nje kuluwo muntu ofanele ukut uyoxolisa uMoya oyingcwele enawe. IVangeli limnandi mani uma ulithole ngendlela yalo lihlanzekile lona lodwa ngoba uma sesilahle ukona singomakoti baka Jesu.
Amen
Good day to all panel and thank you 🙏🏾 very much for your teachings. It is greatly appreciated.
I have a question 🙋🏽♀️ about one of the most controversial chapters in the Bible and truly speaking it is confusing. I have already taken my stand on it and judging by all the verses that the Lord has shown me. May you please teach us on Matthew 19 from verse 1 to 12.
My stand is we are allowed to separate but not to remarry unless one of us dies
Amen yilo ivangeli ngaze ngaba convicted ngiyazibona izono zami angisize unkulunkulu ngihlambuluke ngiyeke izono
Mmm lakude izulu Jesu ndodana kaDavide sihawukele
Amen zinceku zenkosi...umoya ongcwele unihole njalo Siyabonga
Kwathi angithi
Hhay ziyakhala...
Siyabonga Siyabonga siyabonga Bazalwane❤❤
@@NcobileGabriellaMkhonta Amen 😊 hallelujah 🙌🏾
Ngiyabonga baba ngeqiniso elimsulwa olishoyo😢
Siyambonga uNkulunkulu owambula amaqiniso kulezinsuku kukuhle konke.Yilo leli elikhulula ezonweni🙌🙌
Syabonga baba uNtanda neynceku zenkosi zonke , impela kuncono ukuphoxeka lapha emva kwalokho ukhonze uNkulunkulu sewkhululekile , and ukhonza kamnandi emva lokho
@@NonhlanhlaThabede hallelujah 🙌🏾
Yebo Nkosi yam Jesu siyabonga nam ngayi wonela iNkosi yam uJesu ngaboniswa izincwadi ezinkulu kakhulu zibekiwe ematebuleni, then owaye khuluma withi kimi lifune igama lako mhlawumbe ungalitholi na, ngapenya izincwadi engingeke ngikwazi ukutsho ukut zazingaki ngapenya bantu baka Jehova kuthe sengithi ngempela selacishwa, seziphelile manje izincwadi kungathi ngithi kunabantu abangigadile lapho ngipenyayo izincwadi, sengiphele amandla nam manje ngiyabona ukut ngempela igama alikho,kwase kuti omunye wathi nakule incwadi alikho igama lako? Ngasengibheka ngokungela themba zihlobo zami ngalithola ngajabula kakhulu ukut igama lami ngitholile zihlobo zami it was on 2018 ngiyabonga angikhoni ukubhala bantu baka Jehova lapho ngipazamile ngiyaxolisa,
Amen siyabonga buhle lobufakazi bakho. Uma kungenzeka ngingajabula sibushuthe ufakaze ukuze abaningi bezosizakala. Uma kulungile kuwe lokho kungenzeka amen.
Liphilile lingamandla kwabasindiswayo,siyabonga baholi
Yhoo 🙆♂️ usindiso luyasetyenzwa hayi nje ,ndiyabulela ngenyani enje ,
Amen 🙏🏼
Siyabonga ba Mfundisi nilishumayela ngesibindi anenzeli umvuzo weni nexesha lenu uThixo uzonondla kubuhlungu Abafundisi abasebenzayo abanaxesha Thixo anisikelele anondle ngoba akalijikeli iZwi lakhe🙌🙌🙌
@@ThulisileNkathana Siyabonga kakhulu Amen 🙏🏼
So grateful for such teachings , keep on telling d truth people of God
@@ThokoTaala-ek9ff Hallelujah 🙌🏾
Amen 🙏🙏
Matthew 6:33 ...nalibeka iqiniso ke namhlanje ngalento yokuthanda imali iintliziyo yakho apho uthanda khona kulapho ibusa khona...Bawo senzele incela...Amen Glory to be God...🤚🔥🔥🔥🔥from Flagstaff Eastern Cape✨👌
Babe Nthanda ncela ngalokukhulu kutitoba usebenzise ibhayibhele not iphone Amen.
UThixo anisikelele bootata bam ningayeki ushumayela inyaniso. Singabanye sithi 'akwaba sasifumene elivangeli kwakuqala'.
Amen 🙏🏼 sibonge ukuthi nali lisatholakala ivangeli.
Ithuba lisekhona.. it's never too late..
Nkulunkulu Busisa lezinceku
Hallelujah 🙌🏾
Halleluja Amen kuyahlukeana nezono
Aze amakhulu amazwi Nkosi yami ngicela ungisize ngiphume ekoneni
KODWA Nkosi ,nayimfundiso ephilayo yokusiphendula Kububi esibhajwe Kubo tjooooo sixolele Jesu
Kube imina enginamandla okuphatha izwe bengizothi wonke umuntu ofisa ukuba umfundisi aqale kuBab'uKhumalo noBab'uNtanda...ngoba iningi labefundisi likhohlis'abantu kanti UNkulunkulu akajabule neze 😢
Amen ujesu kristu uyinkosi Nomsindisi
Ngibuza ukuthi uma senze isono sokulala sikholwa sathola ingane sasesiyaphendula sicela uxolo kujesu.Lengane esiyitholile kumele siyibulale na..
😂😂😂😂😂 cha...
Umphumela wesono ukufa 💔
Syabonga bobabah ngemfundiso eziyiqiniso
Sengath uNkulunkulu enganiqinisa niqhubeke nishumayele ngesbindi , enikwenzayo aksilo ize phambi kwenkosi , impefumulo emningi iyasizakala leyo eyathandwa kwaphakade
Siyabonga Mina ngiyafunda futhi ngiyakheka kakhulu ngiyacela baba Ntanda ukubuza ukuthi uma ebandleni zingskhokhwa izishumi ngiyongabanani no Jesu ?
Salvation is not cheap
This is the True Gospel. Resitution. Restoration. Reconciliation
@@sifisosibandze1220 Hallelujah 🙌🏾
Nice combination Brothers In Christ .. Jeremiah 17:9-10...nime net Sooo!! Iqiniso levangeli Lilo ke Thina esifuna silishunyayezwe MNA andilifubi ivangeli elindivisa kamnandi ndifuna elindikhumbuza ngezono Zam enzele ndilibgise ndiselapha ndingekafiki Ku death sentence.. ndicela nisicacisele ngesihogo cos Abantu baswele ulwazi ngaso asishunyayelwa tu emabandleni ethu siyafihlwa Kanti hell is real masiphendukeni kungakasifumani ukuhlwa Thankx Brothers ngelizwi aniyithethi nje into what I like Kuni nithetha nicinezelise ngezwi keep it up nisifundise sicela negroup babukhumalo for bible study once a week may be on Saturday evening...it's a proposal Brethren...ngesizulu nesixhosa pls Bab Tshabangu siyarhala lihambe ivangeli sinondla livuke ibandla labafundi Baka Jesu ngathi sense gqo ilizwi elingcwele sisekhona sizolimela ..mAmen👋👋👋
Amen nge comment enhle neyakhayo. Ikhona ivideo khona la kule channel ekhuluma ngesihogo, kuno part 1 no part 2. Ubheke kuma video angezansi uzowathola.
Mayelana ne group kulungile mzalwane leyo sizoyihlela amen 🙏🏼
Asibonge befundisi inkosi mayisisize kulezizono ezibonakala zizincane
Eyi ngaze ngathinteka
Amen zinceku zeNkosi siyabonga kakhulu ngezinhlelo ezakhayo nam nginodaba ngicela number kabab Ntanda
Umzalwane uyazihlambulula , nithi icala lakhe aliyothethwa abantu abangakholwa. Angiyizwa kahle, Davide waxolelwa ebulele, kumele abulawe ngokomthetho kaNkulunkulu ngalesosikhathi.
Ngokwazi kwami , kunesono Kanye nesono owasenza siyicala , ngeke uth webà imbuzi yomuntu wayidla bese uth uzovuma esontweni sekphelile njalo No ! Vuma encekwini bese ukhuleke ukuth uNkulunkulu ahambe nawe uyolungisa icala lakho kumnikazi wembuzi , uthembekile uNkulunkulu uyohamba nawe
Hamba. Vangeli
Hebrews 10:26,inja ayibuyeli emhlanzweni...nehagu ayibuyeli eludakeni seyihlanjiwe...nam ndivumelana Nani Befundisi so true liyacikwa igama Xa usenza intando yakho ungenzi ekaBawo ..🎉
One thing we can be sure of is this: there will be conflict in the church. This is because Christians, though saved by Jesus, still sin. This means that in varying ways within a church family people will sin and hurt other Christians. How should we respond?
Jesus addresses this issue in Matthew 18:15-17: “If your brother sins against you, go and show him his fault, just between the two of you. If he listens to you, you have won your brother over. But if he will not listen, take one or two others along, so that ‘every matter may be established by the testimony of two or three witnesses.’ If he refuses to listen to them, tell it to the church; and if he refuses to listen even to the church, treat him as you would a pagan or a tax collector.”
Three stages
These verses contain three stages of how to deal with conflict:
Verse 15: If someone sins against you, go and talk with that person. If they listen and recognise their sin, they’ll ask for forgiveness and you can be re-united together. In such matters, the aim is forgiveness (Matthew 6:14-15), and this will involve love, since love covers over a multitude of sins (1 Peter 4:8).
Verse 16: If the person whose sinned against you won’t listen to you, then meet with them again with a few others too, who can testify in the matter that there is a issue of sin. These people need to be witnesses of the matter between the two parties involved. The aim is still to help the offender see and understand their sin: to encourage them to repent and to ask for forgiveness.
Verse 17: If the person still won’t listen to you and two or three other witnesses, then the offended person should take the matter to the church, that is, the church elders. If this person persists on refusing to listen and recognizing their sin, the church elders can then exercise church discipline in the matter (Matthew 18:18-20; 1 Corinthians 5:3-5).
Forgive each other
Most of the time, when there is conflict between Christians, stage 1 will be sufficient to remedy the situation. This is because often the issues are small, easily identifiable and people recognize when they sin.
In every matter of conflict, though, it is important to remember that we too are a sinner, and that we may well have sinned in the matter in hand; not least in how we’ve responded to being sinned against. So we may well find that we need to ask for forgiveness, as well as to grant forgiveness. As 1 Peter 4:8 says: “Above all, love each other deeply, because love covers over a multitude of sins.”
@@xolamxinwa8065 Amen and Amen 🙏🏼
Been waiting for this❤❤❤
@@Lesedi98 hallelujah 🙌🏾 ♥️
Unenhliziyo embi lo bhuti uNtanda.
You're wrong
Tata ntanda ndiyacela uyiphathe nebible,ungaphathi phone yodwa amen tata
Sawubona bafowethu, nitholakala kanjani ngifisa ukuthi sibonisaneni isifundiso ngoba ngempela ngiyayithanda lendaba eniyithulayo.
Sanibonani Ba Holi siya busiseka kakhulu ngezifundo enizi fakayo u JEHOVA Ani Busise
Ngisacela ukubuza kuhle yini ukuthi uMholi ashumayele esontweni engena Nkosikazi yini.
Sawubona Lucky, ngicela ufunde incwadi ka Ezekiel 34:30-31, Numbers 27:15-16 & 1 Corinthians 14:27,33-35 & 1 Timothy 2:11-12. All pastors are men. Ngiyathemba ukuthi ngiyawuphendula umbuzo wakho.
Kodwa kufane ubenomfazi
@@LuzukoNqadala-wq7me sawubona Luzoko, uma ngikuzwa kahle ingabe umelwe ukuba nomfazi okuze kuthiwe, lo ungumam'fundisi?
@@ezrayasharahla9672yebo funeka ubelo mfazi
Iphutha enilenzayo Uma umuntu emukela insindiso nimtshela ukuthi usemnqobile usathane.Kanti iskhathi eqala impi phakathi kwakhe nosathane.
@@siphohadebe2817 ngempela futhi usuke usumnqobile uSathane ngo Jesu Kristu. Angithi manje awusindiswa bese uyafa, kodwa uyaqhubeka uphile, manje indlela ohamba ngayo kufanele ifuze Inkosi ohamba nayo.
Hallelujah..
Siyabonga bazalwane
Amen 🙏🏼
Ndicela usizo ngenumber yakhe umfundisi Ntanda
Hallelujah 🙌🙏🔥🔥🔥🔥🔥
Hallelujah hallelujah hallelujah ❤
Hallelujah 🙌🏾 🙌🏾🙌🏾
Kanti izono zivunywa kubantu Na? Or zivunywa kuJehova ?hay lelivangeli lenu linzima sengathi liyaphikisana nelikaPawula,even Jesus zange Asho Ku zakeyi ukuthi akabuyisele imali zabantu emuva,elivangeli lizokwenza Bantu bangamfuni uJesu.
Revelation 3:5 NKJV
He who overcomes shall be clothed in white garments, and I will not *blot out his name from the Book of Life;* but I will confess his name before My Father and before His angels.
Selekelele Simakadze
Amen 🙏🏼
Melusi oyingcwele😳
Ngisacela ukubuza Kuhle yini ukuthi uma inkosi ingipha isipho sokushumayela ngikwenze i business yokwenza imali uma ngimenyiwe ngibize imali ngibhukhelwe ehotela ngabe kuyamthokozisa yini uNkulunkulu ngiyabonga
Amen my sister lithi izwi (…Namukelisiwe ngesihle, yiphani ngesihle) Matthew 10:8.
Akuthengiswa ngevangeli, uma ababiziwe sebeshumayela ngenhloso yenzuzo baphikisana nalelizwi esengilibhalile.
Ngicela ukubuza ukuth kuryt yini ukuthi uma ubiza umfundisi ezoshumayela bese ekubiza isamba semali ngokuzoshumayela ngokokukholwa kuhle yini emehlweni kathixo?
Gospel is free mama,unless if ekhuluma nge transport fee then usungamnika ke yona
Cha akufanel .I nceku enjalo yimbi ngokwenzenjalo
@@lucas_majola nguyabonga mzalwane
@@siphiwentanda5772 ngyabonga mphathi wami
Kunzima kwa jesu Yoh
Following Christ has a cost - your life
😂😂😂
Nkosi skeletal amaphutha ami maningi
Inzima lendlela yokukholwa kodwa iyadingeka kulabo abalangazelela ukungena embusweni wezulu
Asiqinisele nje umusa wakhe usanele amen.
Amen
Amen
🙏🏼🙏🏼🙏🏼
Zicaka zikaThixo siyabulela ngokungazenzisiyo yinyaniso le noba ivakala ngathi ibuhlungu.
Hallelujah 🙌🏾
Ngenhlonipho zinceku zeNkosi ngiyabonga ukuphendula umbuzo wami from the other video...
Angeke ngisabuza futhi mayelana nalendaba...
kodwa bengifisa ukuveza ukuthi iBible lithanda ukuveza okuhlukile kunempendulo enikeziwe lapha...
Isibonelo:
Laphaya kwabaseKhorinte 11:29
umphostili UPawulu uveza isono sabazalwane ababedla isidlo seNkosi ngendlela engafanele....
Uveza ukuthi uNkulunkulu wadila nabo kanjani, uthi :
"Ngokuba odlayo aphuze uzidlela aziphuzele icala, uma engawahlukanisi umzimba weNkosi.
Ngenxa yalokho baningi phakathi kwenu ababuthakathaka nabagulayo, nabaningana balele."
Aqhubeke athi:
"Kepha nxa sahlulelwa, siyalaywa yiNkosi, UKUZE SINGALAHLWA KANYE NEZWE"
Engikutholayo la ukuthi umzalwane onayo angaphenduki, uNkulunkulu uyadila naye ngesifo noma ngokugula...and even early death.
Lithi izwi lokhu uNkulunkulu ukwenza so that singalahlwa kanye nezwe.
Umusa kaNkulunkulu akudlalwa ngawo, yebo ngiyavuma 100% kodwa ngibona uNkulunkulu eletha indlela ehlukile yokudila nabazalwane abonayo bengazihlambululi.
Ngibonge zinceku zeNkosi.
Amen
What does this mean...go away from me I never knew you...?
@@avelagasa2927you are 100% correct and that's a very good question...
But who was Jesus talking to in your question?
Was he not talking about FALSE PROPHETS?
I was addressing how God deals with sinning believers... false prophets are False believers, never born again to begin with.
Ngisacela ukubuza wenzenjani uma nashada nomuntu ningakasindiswa kodwa ngenxa yobude bendlela wasindiswa wena wasala yena nezinto zasezweni. Uyaqhubeka yin ushade naye?
Amen mzalwane, UNkulunkulu akakukhuthazi ukuthi abantu bahlukane, ngempela uyaqhubeka ushade naye. Nawa amavesi angakusiza kulokhu (1 Corinthians 10-16) Amen 🙏🏼
Immandi le show zoylandela
@@SiMANGA230 Thank you 😊
The devil will always remind you of your unconfessed sin.
Ngyabezwa abefundisi, kodwa ngifisa ukwazi ukuthi ngabe bayaphikisana yini nesifundo seNkosi uJesu uma esho lamazwi kuJohanne.
28 I give them eternal life, and they will never perish, and no one will snatch them out of my hand. 29 My Father, who has given them to me, is greater than all, and no one is able to snatch them out of the Father's hand. (John 10:28-29, ESV)
Uma sihlala kuye nganeyakwethu
Lutho njeh nceku... Bona bayavumelana nalo kaloku lona elolizwi lithi kwenye indawo, " my sheeps know my voice..." loko kusho ukuthi there are many voices so kmele sikulungele ukuva elakhe ilizwi.
Enkosii kakhulu bafundisi bam izinto ezincinci ebesingazi naki lezii funeka ubabu ukhumalo esoloko ekhona plz siyacela🙏🏾🙏🏾🙏🏾
Amen
1John v6 YENA UZELWE UTIXO AKENZI UKONA NGOKUBA IMBEU YAKE IHLALA KUYE ANGONE NGOKUBA EZELWE UTIXO. impela impela, UZELWE UTIXO uyamlondoloza angeke abe namandla okukhumula ipent yake alale nendoda yomunye umuntu because of umsebenzi no no no my standard of the akupele kwawona umsebenzi. I'm too sensitive when you talking about christ may God help me till the end.
Amen 🙏
Siyabonga ngaleqiniso
Amen 🙏🏼