Розмір відео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показувати елементи керування програвачем
Автоматичне відтворення
Автоповтор
UShembe, uNyazi LweZulu unguNkulunkulu wethu , thina MaNazaretha aseBuhleni ,AMEN
Lelolizwi lingukuphila kithi Nkosi ukuhlabelela uyangqo emkantsheni emizimbeni wethu ei syabonga Jehova wena ufanele ukubonga ngiyakubonga nami
Olwethu iNyazi siyakthanda Nkosi
I am proud to be a Nazareth. 100%Nyazi
Baba Nyazi LweZulu ngicela Shembe unga gudeduki eduze nami kanye no mndeni wami. Ngisho noma sengi hamba ebumnyamane kube nguwena baba ozongi buyisa endleleni enhle. Ngiya bonga ukuba ngabaye aba menyiwe kulolu hambo olungcwele noma ngisa phambuka kodwa nkosi awu ngelahli.
Manazareth nizeningadideki uShembe uNyazilwezulu ungu Nkulunkulu uqobo lwakhe kodwa uyazifihla ngambona eZulwini ehlezi esihlalweni sobukhosi (Qaphelani !)
Awuslandise🙏
Nkulunkulu onamandla onke, ophethe okuphelele uNyazi Lwezulu
inkosi yethu unyazilwezulu luwunkulunkulu wethu olwethu unyazi 100%
Mdali wezulu nomhlaba, Jehova wangempela abanye bangamathoyizi okudlala ingane
awsukanin madoda...usuhole njalo luNyazilweZulu syakuthanda
USHEMBE UNGU- NKULUNKULU
NgingowoNyazi 100% day and night
I'm proud to be a nazareth. Phambili ngoNyazi 100%
kazi umuntu yini umgulisayo uma abantu bethanda intoyabo uma wena ungayithandi iyeke thina siyayithanda futhi siyoze sifeee siyithanda
siyabonga Nyazilwezulu thixo wangempela
Nkosi YaMakhosi Shembe ongcwele NyaziLwezulu
Ngiphe amandla baba ngiyihambe lendlela....amen
Kodwa NKOSI YEZULWINI WENA UMUHLE FUTHI SIPHILA NGAWE WAVELA KAMNANDI
Ushembe onamandlaOnke unyazilwezulu
MtakaShembe ngicela usebenzise ongwaqa abakhulu ngasekuqaleni uma ubhala igama likaJehova wethu uNyazilwezulu
Nkosi yethu wehla ezulwini uzele thina.vele ke ngeke uze uhlale ngenjabulo.bonke abezulu bayahlushwa .wena Shembe oluNyazi unguShembe wawoShembe.khula njalo nkosi yamakhosi zishone phansi izitha zakho.
Ngiphila ngoNyazi Lwezulu100%
Amen
phambili ngo Nyazi lwezulu phambi 100%
shembe impela unguthixo impela ufanelwe ukudunyiswa sikukhonze ngenxa nje yomusa nothando osthanda ngalo amen
Wakwenzelani?
OLWETHU UNYAZI SHEME IS THE WAY
Shembe uyinkosi nginobufakazi ngawe empilweni yam qhubeka njalo usize abantu
Awu NyaziLwezuli awu indaba enkulu
Uze aphawule nje lowo uxakwe yin engabe unaka okwakubo, akuqali ngaye ukubhala kabi ngenkolo yamaNazaretha akasiyekephansi
Inkosi YANGEMPELA UNYAZI LWEZULU USHEMBE OPHELELWE OMELE UBUKHOSI BAKHE NOMA OKWAKUBO NGOBA UNGUSHEMBE OWAKWASHEMBE , HHAYI KWESINYE ISIBONGO THIZENI.KUPHELELWE OKWAKHE NJE
sicela uthaaaaaandooo kuwebaba...
Ngingayi thola le instrument ?
olwethu unyazi 100%
unyazi ngu nkulunkulu wethu sizwe esimnyama
Cha! Akunjalo thani ngunkulunkulwana wakho wena okhonza abafileyo
Ld Buthelezi L.d Buthelezi ujesu uyaphila yena ma ephila muphi?
Sphephelo Sokhela uyabuya uzombona noma ungakholwanga uyombona ngalelolanga ngeke umanvale kodwa uyokhala injabulo ingasekho kowokufa kepha kophilayi iyakugcwaliswa ichichime
namaDLOZI ayaphila futhi asiwakhonzi siyawakhumbula ngokuwahlabela nawo uzowabona ngokuthi akushaye ngelinye ilanga usale ungenalutho kzophela konke lokhu onakho mhla idlozi ladinwa ukuthi ulibiza ngedimoni kulungile usile okwamanje kodwa ngeke kugcine wenaThemba elinye anginalo ngaphandle kwa shembe unyaz
Ekuphakameni izimfijoli azivumelekile
*****
Izifivoli zaphasiswa nguShembe wesithathu INkosi eNkulu iNyangayezulu. Yathi azishaywe kakhulu, yathi akufakwe imiqhele ngeSabatha, yathi inhlaisuthi ayivunulele uNkulunkulu ngeSabatha. Kwasho uShembe ziyashaywa mfowethu
phampili ngonyazi120%
#Dr NyaziLwezulu
Lunkulunkulu unyazi
unyazi lunkulunkul ngke uliqathanise nalutho
Ngempela niphambukil kakhulu nina maRoma Shembe. Akukho Nkululunkulu wamaAfrika la, ngithi kini munye onguNkulunkulu. Ngizweni mashembe angasokile nina enigcina umthetho kaMose nenethemba kumuntu. Kombe nomthetho lowo aniwuzwa uma uthi " ningabi nabanye onkulunkulu" nigcina usuku nizishaya abaJuda ningebona niyalona kwalona ngoba phela kulotsiwe ukuthi hamba ibanga ngangetse lokuphonswa ngesandla nina-ke nihamba amamayela ngamamayela bazenzisi nikhwele izimoto ngesabatha niyobuya egoli njalo ningathi ngiyanimangalela kepha imisebenzi yenu iyanimangalela ngokwayo. UNkulunkulu enikhuluma ngaye yena uthumele kini uJesu ukuba niyazi intando kaNkulunkulu ngoKristu kuphela, intando kaNkulunkulu yilena ukuba nikholwe yiNdodana yakhe yona ezile ezweni, izwe aliyamukeli, kepha abakholiwe nguye wabapha amandla nami ngingufakazi walezo zinto uNkulunkulu angenzele zona ngiyamazi ehamba nami wangikhulula emandle kaSathane namaDimoni akhe engangihlushwa yiwo. Nihlaba izilwane nizihlabela amadimoni nethemba kuwo nikhohliswa yizinganekwane zokhokho benu ababengenaNkulunkulu na? Manje kholwani yiqiniso
Wena khonza phela owakho ujesu usiyeke thina ngoba wena ubona abadukile shlakaniphi
Uyafafaza impela lelivangeli lakho awulithembi yini wafuna sonke sikholelwe kwinzwabethi, ayi sihamba no-Thixo ophilayo thina othunyelwe indlini kaDingane noSenzangakhona, nawe ngoba uyinzalo kaJakobe, no-Abraham, noIsaka bambelelake kuNkulunkulu wokhokhobakho noma ushumayeze abangakholwa ukuba Baku joined shlelikahle asidingi lutho ngakwezimoya ongcwele sidlawona sphilangawo, okomhlaba okwezwe okukaThixo kungokwaphakade
Ngikufanisa nomFarisi mtwana kaPawuli
Njabulo njabulo yebo nginguye umntwana wakholwayo kuhle kimi ukuvuma iqiso ngingakhohlisi njengawe ogqoka ezinde nezimhlophe kanti ngaphakathi kuqwakele uSathane namaDimoni akhe
@@ldbuthelezil.dbuthelezi9642 lol liphi lelo Dimoni , naloyo Sathane wakho uthuqwakele enhlizweni Yami, uyeza uyeza umhlawokuphela uyokuma phambikwakho uthanda noma ungathandi ubowaphinda lawomazwi naphambikwakhe .
@@ldbuthelezil.dbuthelezi9642 zemutiti ndini bakukhahlele kakhulu abelungu wena mbuka chothoza hamba uyokhonza u Mlungu
Akuqalingawe ukuphika nokuthuka ubuNazaretha kwakunjalo nasemandulo, ukulandela Kwakho izintshumayelo kusho khona ukuthi uyazidinga lezindaba zaseZulwini uNyazi lukukhumbule.
UShembe, uNyazi LweZulu unguNkulunkulu wethu , thina MaNazaretha aseBuhleni ,AMEN
Lelolizwi lingukuphila kithi Nkosi ukuhlabelela uyangqo emkantsheni emizimbeni wethu ei syabonga Jehova wena ufanele ukubonga ngiyakubonga nami
Olwethu iNyazi siyakthanda Nkosi
I am proud to be a Nazareth. 100%Nyazi
Baba Nyazi LweZulu ngicela Shembe unga gudeduki eduze nami kanye no mndeni wami. Ngisho noma sengi hamba ebumnyamane kube nguwena baba ozongi buyisa endleleni enhle. Ngiya bonga ukuba ngabaye aba menyiwe kulolu hambo olungcwele noma ngisa phambuka kodwa nkosi awu ngelahli.
Manazareth nizeningadideki uShembe uNyazilwezulu ungu Nkulunkulu uqobo lwakhe kodwa uyazifihla ngambona eZulwini ehlezi esihlalweni sobukhosi (Qaphelani !)
Awuslandise🙏
Nkulunkulu onamandla onke, ophethe okuphelele uNyazi Lwezulu
inkosi yethu unyazilwezulu luwunkulunkulu wethu olwethu unyazi 100%
Mdali wezulu nomhlaba, Jehova wangempela abanye bangamathoyizi okudlala ingane
awsukanin madoda...usuhole njalo luNyazilweZulu syakuthanda
USHEMBE UNGU- NKULUNKULU
NgingowoNyazi 100% day and night
I'm proud to be a nazareth. Phambili ngoNyazi 100%
kazi umuntu yini umgulisayo uma abantu bethanda intoyabo uma wena ungayithandi iyeke thina siyayithanda futhi siyoze sifeee siyithanda
siyabonga Nyazilwezulu thixo wangempela
Nkosi YaMakhosi Shembe ongcwele NyaziLwezulu
Ngiphe amandla baba ngiyihambe lendlela....amen
Kodwa NKOSI YEZULWINI WENA UMUHLE FUTHI SIPHILA NGAWE WAVELA KAMNANDI
Ushembe onamandla
Onke unyazilwezulu
MtakaShembe ngicela usebenzise ongwaqa abakhulu ngasekuqaleni uma ubhala igama likaJehova wethu uNyazilwezulu
Nkosi yethu wehla ezulwini uzele thina.vele ke ngeke uze uhlale ngenjabulo.bonke abezulu bayahlushwa .wena Shembe oluNyazi unguShembe wawoShembe.khula njalo nkosi yamakhosi zishone phansi izitha zakho.
Ngiphila ngoNyazi Lwezulu100%
Amen
phambili ngo Nyazi lwezulu phambi 100%
shembe impela unguthixo impela ufanelwe ukudunyiswa sikukhonze ngenxa nje yomusa nothando osthanda ngalo amen
Wakwenzelani?
OLWETHU UNYAZI SHEME IS THE WAY
Shembe uyinkosi nginobufakazi ngawe empilweni yam qhubeka njalo usize abantu
Awu NyaziLwezuli awu indaba enkulu
Uze aphawule nje lowo uxakwe yin engabe unaka okwakubo, akuqali ngaye ukubhala kabi ngenkolo yamaNazaretha akasiyekephansi
Inkosi YANGEMPELA UNYAZI LWEZULU USHEMBE OPHELELWE OMELE UBUKHOSI BAKHE NOMA OKWAKUBO NGOBA UNGUSHEMBE OWAKWASHEMBE , HHAYI KWESINYE ISIBONGO THIZENI.KUPHELELWE OKWAKHE NJE
sicela uthaaaaaandooo kuwebaba...
Ngingayi thola le instrument ?
olwethu unyazi 100%
unyazi ngu nkulunkulu wethu sizwe esimnyama
Cha! Akunjalo thani ngunkulunkulwana wakho wena okhonza abafileyo
Ld Buthelezi L.d Buthelezi ujesu uyaphila yena ma ephila muphi?
Sphephelo Sokhela uyabuya uzombona noma ungakholwanga uyombona ngalelolanga ngeke umanvale kodwa uyokhala injabulo ingasekho kowokufa kepha kophilayi iyakugcwaliswa ichichime
namaDLOZI ayaphila futhi asiwakhonzi siyawakhumbula ngokuwahlabela nawo uzowabona ngokuthi akushaye ngelinye ilanga usale ungenalutho kzophela konke lokhu onakho mhla idlozi ladinwa ukuthi ulibiza ngedimoni kulungile usile okwamanje kodwa ngeke kugcine wena
Themba elinye anginalo ngaphandle kwa shembe unyaz