Mkholwane - Impilo Inzima Feat. Mamjiji (Official Music Video)
Вставка
- Опубліковано 9 лют 2025
- Mkholwane Impilo Inzima Feat Mamjiji Official Music Video.
Former Amagcokama Band Leader and UMgqumeni Dancer.
#Gadla_mkholwane #maskandi #trending #zulunation #music #zulu #umgqumeni
Khuphuka lapho Qhawe ngiyakuzwa mina
Up lapho mfana ka Gqumoh
Uboke usfakele nengoma zakho usekumagcokama zazimnand kakhulu
Yakhuphuka iNquthu 👌🏽🎉
Ngiyakwethemba engomeni mina
Imnandi ingoma mfowethu
Uyacula mfwethu kodwa ngicela ulungise isigqi sakho. Izingoma zakho eziningi ziyanensa uma ungafaka umdlandla ezinye zithi ukushesha. Bengilele i-album yakho yakamumva kaMkholwane izingoma cishe zinensa zonke ake uqine ndoda ubonise ukuthi uyinsizwa yasemakhaya.
Uhambe kakhulu, Dankie MfokaLanga
Ewuuuu iyakhuphuka lenkabi
Sodumase Madevu aphulinkomishi ❤wena wasekhaya komama
Ngimenywe uMamjiji
🎉🎉❤❤❤😅😊
Ucula kamnandi Mkholwane
👌👌👌👌Imnandi impela weMkholwane lengoma yakho mfwethu.
Mpilo Yami Yonke bengty umkholwane no jaiva muntu oyedwa
Umnandi umsebenzi wakho mfethu qina uzakahle
Ezebhova ❤ up up up❤,imnandi ❤ kakhulu le ngoma❤
Khuphuka Mkholwane mfana webhova siyakwazi thina nkunzi awukaze ugeje💪💪
Muhlumsebenzi ❤❤
Asbonge
phusha nkabyami
Oh madoda siyakwaz endimeni xnd siyalazi igalelo lakho. Indoda ayinikezeli mfo ka Langa
Gijima wethu
Khuphuka Mkholwane nyon'engadliwa imnandi ingoma bafo
Ayy mfanakithiii ngikufisela inhlanhla,ngoba ikhono unalo ngyakwazii sengathi kungakhanya bhuti
Ayidl’abantu 💪🏾💪🏾💪🏾
Eiii washaya kakhulu wemzala lana💥💣💣🔥🔥
Danki mfwethu imnandi ingoma 👌nd uhleli ngqo kuloshuni waseNdlonkulu🤝
Ngyabonga kakhul bhut ngalengoma
Khuphuka mkholwane nomaMjiji
Yabona ukhuphuke kakhulu mf2😢
😢😢😢😢Wayishaya ingoma mfthu
❤❤Kunjalooooo kunjaloo yes yes yes yes yes!!!
Syabonga uKusikhumbula weSothole, ngokwakhake khehla kwazise syayfisa inqubekela phambili yakho.
Ubalulekile umyalelo uhambelane noMusic Video ngokwaleVideo akuhambisani. Akuqondani noma ni backer. Ngiphinde ngicele makwenzeka kwezinye iyngoma maciko ningazisebenzisi njengoba zinjalo izinhlabu ezisetshenziswa amanye amaciko "Ngilapha nje... by Lwa Undlunkulu" leyopart nayo iyawehlisa umdlandla wokulangazelela ingoma kub ngathi ufudumeza ingoma yomunye umuntu.
Khuphuka Mkholwane🎶👌
🙏🏽
I mnandi lengoma mft,khuphuka qhawe.
Mkholwane mfwethu phusha phusha ngkhumbula abakwethu mangikubona usahamba nomaphela anodlame umfoka Maqhaqe ayashiyana muhlefuth mkhulu kakhulu 💖💫
❤❤🔥🔥🔥🎶🎶🎶🎵🙌🎶🔥🔥🔥🔥noma ngibuye ngididek njee ukuth kwenzekalan kulo video
Lengoma ikhuluma nesimo Sami njengamanje 😢
lengoma inzma kakhulu
Mfowethu lalihle iRaster lakho khuphuka mfowethu lengoma yakho Lena iyaduduza
NinoJaiva Zimnike umaningashaya eyodwa❤🔥👌
impilo inzima kuphi usalala nopopayi embhedeni?
ngithanda DSD ngiyafis ukty uke ucul nay
Nice one Mfoka langa ❤❤❤
🔥🔥
Ingoma imnandi push marketing Qhawe
❤❤❤❤❤
Unesiphiw mfanakty
❤️❤️❤️
Qalan phansi nushuthe lo music video is not make sure 🤞
Yekan umculo nina
Mfowethu wasugadla kabuhlungu inkulu lengoma 😂