u mc gwajo ukhwele wadilika ku king bhaka wageqa amagula.😱

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 8 лис 2024

КОМЕНТАРІ • 352

  • @Sibusisontuli-e2j
    @Sibusisontuli-e2j Місяць тому +8

    😂😂😂 kusho ukuthi ulixoki gwajo ngizizwele ngawami nje u confese😂😂😂

  • @ce2635
    @ce2635 Місяць тому +2

    Gwajo, 2+2 and inyoni tv i wish u all the best keep doing job to our nation, love u guys salute.

    • @ce2635
      @ce2635 Місяць тому

      Mina ngi umuvenda, i support u gwajo, 2+2 and inyoni tv love u guys keep it up .

  • @bhekisbonelo6964
    @bhekisbonelo6964 Місяць тому +9

    Uyadakwa Bhaka njalo nje uzenza umunt ophezulu thina sazi wena Gwajo❤

    • @vistom5784
      @vistom5784 Місяць тому +3

      Hamba kwiPage likaBhaka uzobuya ubhocobele,uGwajo usenza opopayi abadansayo senginyanya kwaNyoni Tv ngoba basbukisa izikeshi

    • @patiencemthiyane4798
      @patiencemthiyane4798 Місяць тому

      Konakele ngijabhile. Angisathandi lutho. Yeka ukuyithanda kangaka ekaGwajo. Uma it's confirmed ukuthi lesiya kwakuyiskeshi.
      Iselesele lentaba uMaqumbane ubukeka eGenuine..kuNyoni TV. Ngijabhile ngangithi iqiniso, sengiyayixwaya. Kodwa into engenwa uBhaka wokwazi leyonto inuka amasimba.Bhaka should keep quiet ngabanye abantu ukuthi benzani snake okwakhe Uma enakho. Ugxeka wonke umuntu ophilayo. Kodwa ngingasho ukuthi wabona isasasa ngeNyoni TV. UBhaka ufaka unyawo. Akezikhuze phela inyanga Noma zelaphe uBhaka kulokhukukhulumasafuthi. Ulahla isithunzi sakhe. Uyasididisa kuPeace yethu nakumachoices ethu. We support black videos since we can relate kuzona. Angene uBhaka. Akhulume aze akhihlize amagwenu

    • @patiencemthiyane4798
      @patiencemthiyane4798 Місяць тому

      Amagwebu

  • @NombusoNkambule-l5e
    @NombusoNkambule-l5e Місяць тому +10

    Team 2+2 ngikuthanda

  • @hlengiwengcobo419
    @hlengiwengcobo419 Місяць тому +2

    The king of the king Bhaka Nzama ❤️❤️❤️❤️❤️

  • @JabulaniGumede-pd4mc
    @JabulaniGumede-pd4mc Місяць тому +2

    Syazlandela inhlelozenu gwajo ngobasbonusizo kinina musanukusdida bafethu.isizwesonkana sdinginsizakalo kinika yonkintoyenu ayibe clean indlemnyama nezizwezonke zitholusizo..ngyabonga keep it up

  • @thamsanqangcobo4352
    @thamsanqangcobo4352 Місяць тому +4

    Mina nglinde izulu elizoshaya oyedwa wenu😂😅

  • @SbaliMaan
    @SbaliMaan Місяць тому +5

    gwajo inomona lenja bendiyiqonda ukuba iqambanje amanga indaba bamyekile ebhanxa ❤

    • @phumlanishandu5176
      @phumlanishandu5176 Місяць тому

      kubalulekile ukuthola nelinye iside ukuthio uzoziphendulela athini omunye, ngena kwi page la Bhaka uzwe lento ephikwa u Gwajo\

  • @gilbertgavin3014
    @gilbertgavin3014 Місяць тому +10

    Unamanga Wena mfana gwajo uking Bhaka wakhe umuzi omkulu edamini Kubo emidilovo ,wawuthenga manje la manga owakhulumayo gwajo amanga lawa straight.

    • @mduduziMavundla7242
      @mduduziMavundla7242 Місяць тому +1

      Hayi suka senadla mathe wakhe lobhakavane wenu yingakho nimvikela noma abheda ungubani yena azohamba akhuluma magma wabantu kabi

    • @manyindanafambongs8003
      @manyindanafambongs8003 Місяць тому +1

      Nindibuzele u 7k wam pha ku bhaka please madoda akazbambi iicalls zam

    • @thabotami1122
      @thabotami1122 Місяць тому

      😂😂😂😂😂 hayi bo ​@@manyindanafambongs8003

    • @thenjiwenxumalo8828
      @thenjiwenxumalo8828 Місяць тому +3

      Where is the proof Nina slima wezwa esho nj kuwe ungenaphi wena ezindabeni zabantu noma uyathola Luke cooking oil R7000 ekuqolwa ñgayo abantu why ungaphawuli ñgayo coz usukhombisile lokhuthi unalo lonke ulwazi ngempilo kaBhaka

    • @mandlajnrgmail.youresomadi5267
      @mandlajnrgmail.youresomadi5267 Місяць тому

      ​@@manyindanafambongs8003nakhuya! Isela leli likhandisa imoto kwelinye ishangane emayville qede angalikhokheli lo siyamazi

  • @MpilonhleSithole-wv1yd
    @MpilonhleSithole-wv1yd Місяць тому

    Siyabonga Gwajo ukhuluma iqiniso

  • @lekauphofa4323
    @lekauphofa4323 Місяць тому +4

    Ngiyakuthanda Gwajo.nyohlala ngikusapota

  • @Sjadu71
    @Sjadu71 Місяць тому +1

    Gwajoh siyabonga ndodenkulu usikhulu bafo cha loBhaka wabo lo ukhuluma ezehlela maar seyikona ne video ayikhandile apo iti wena ucela uxolo uvakala kukhuluma wena usiti inkomo vele ibiyeyake udokotela siyabonga Gwajoh❤❤❤❤

    • @thenjiwenxumalo8828
      @thenjiwenxumalo8828 Місяць тому +2

      Bhaka ubenamanga kapha keya record ibingazwakali kahle ufoneke nj abangani bakhe why mawucabanga engafunanga ukwenza video bebobabili isigebengu loBhaka esidayusa cooking oil ngoR7000

  • @Wisemangumede0
    @Wisemangumede0 Місяць тому +9

    Usephanjanelwa ikhanda uBhaka manje akasazi uzothini udidekile

    • @bhekibionce
      @bhekibionce Місяць тому

      Kudlaliwe ngathi awubhale ukuthi gwajo xolisa kwi sizwe nakubantu. Kuzovela indaba ezokumangaza ayy

  • @Nkoonzykb
    @Nkoonzykb Місяць тому

    Ngakuzwa mina uhamba nenhlaka production

  • @SthembileDlamini-z3i
    @SthembileDlamini-z3i Місяць тому +1

    Syabonga gwajo we can't wait to hear from Dr 2+2

  • @Lindani-qd2gn
    @Lindani-qd2gn Місяць тому +4

    Yebo Bhaka naye angimthandi ngenxa yokuphapha kwakhe kodwa iskeshi lesiya enanisenza no2×2 nadlala ngomphakathi.

    • @musabonginkosi2305
      @musabonginkosi2305 Місяць тому +3

      Niyahlupha ukuphika izinto eningazazi ngelinye ilanga ubomukela ukuth into awuyazi akuzozonke izinto enizozazi akweziwa izikeshi laphayana mufuns ukwazi shona khona kwa Dr 2+2 uzozibonela ukuth yini impilo uyeke ukuphapha uphawule into ongayazi ngibonge ithuba

    • @mandlajnrgmail.youresomadi5267
      @mandlajnrgmail.youresomadi5267 Місяць тому

      Angithi uwena nje uDirector that's y wazi konke

    • @olgasichoto2972
      @olgasichoto2972 Місяць тому +1

      Ngempelq yi kheshi and namanje awukasiphenduli kwenzakalani nge nkomo nalamfana wathi uthwele izilwane zilala naye

  • @Siyabongasikhakhane-ns2nl
    @Siyabongasikhakhane-ns2nl Місяць тому +2

    Syabonga Gwajo walibeka iqiniso

  • @mbaliembalie6034
    @mbaliembalie6034 Місяць тому +2

    Syabonga kwajo hlisa umoya🎉

  • @yvonnemdaka3125
    @yvonnemdaka3125 Місяць тому

    We love Gwajo ♥️💃🏾

  • @Wisemangumede0
    @Wisemangumede0 Місяць тому +8

    Ey uBhaka uyixoki bafethu uMkhwanazi umcelile wathi akebazwane amandla namanje uyayiziba leyo,so MC GWAJO cela utshele u DR2+2 UKUTHI SISANITHANDA KAKHULU NE NYONI TV QHUBEKANI NOMSEBENZI OMUHLE NIYEKE LEMFAMONA ENGU BHAKA XOVIZWE

  • @EuniceMtsweni
    @EuniceMtsweni Місяць тому +5

    Gwajo ngibona Ngathi bakufela umona Ngendlela uquba ngayo lohlelo olwenzayo mina nginipha 100 percent kwinyoni Tv

    • @vistom5784
      @vistom5784 Місяць тому

      Hamba pagin likaBhaka iqiniso livelile Gwajo usenza izilima

  • @khayelihlemvelase4118
    @khayelihlemvelase4118 Місяць тому +3

    Kunzima makunje Kanti ubhaka unjani uqondeni ngalento ayenzayo up 2+2 up

  • @mbongisenimlanjana3790
    @mbongisenimlanjana3790 Місяць тому +8

    Gwajo ndiyacela uthethe Dr 2+2 azozithethelela apha emoyeni lento ithethwa kakubi nguKing Bhaka ambonise ukuba yena ungu2+2 akhe amthafaze🙏🙏

  • @PhumlaniZwane-ye6vh
    @PhumlaniZwane-ye6vh Місяць тому +1

    Up 2+2

  • @samuzwane9481
    @samuzwane9481 Місяць тому +4

    Syabonga ukuthi uphendule bese sphoxekile ngama show enyoni TV

  • @NosisaTshezi
    @NosisaTshezi Місяць тому +1

    Hai.gwajo sikholwe bani yooh naze nasedlala bhala hai😅😊

  • @lithembabusakhwe9281
    @lithembabusakhwe9281 Місяць тому

    Siyabonga gwajo

  • @NonduhSamkelo
    @NonduhSamkelo Місяць тому

    Manzini 🙌❣️💯

  • @BongekileMkhabela-k1u
    @BongekileMkhabela-k1u Місяць тому

    Bigup gwajo

  • @swankychirwa2415
    @swankychirwa2415 Місяць тому

    King Gwajo my man ❤❤

  • @ThulaniEnock-c7i
    @ThulaniEnock-c7i Місяць тому

    😂😂😂ziyakhala uBhaka uyisikhohlakali somfana ongeyona inyanga uphapha kakhulu wena Bhaka

  • @lufefendavuza8112
    @lufefendavuza8112 Місяць тому +1

    Ngempela Gwajo wonke umntu lobhaka iwrongo 😂😂😂

  • @GciniweNgwenya
    @GciniweNgwenya Місяць тому +2

    Hay kodwa nalenyanga uyakuthanda ukukhuluma ngeke ulapha nini yena lomuntu ohlezi enza mavideo😂😂

  • @TininiKhoza-cn4tn
    @TininiKhoza-cn4tn Місяць тому +1

    NoGwaja wethu❤❤❤

  • @NdlazoSomlibo
    @NdlazoSomlibo Місяць тому +3

    USgadla akathi ukumntinyela ubhaka coz ubulawa umona lobaba

  • @Bandile-w9f
    @Bandile-w9f Місяць тому

    Kodwa lesa kwaku yisketch vele . Siyabona phela bhuti 🤣🤣

  • @mthobisi113
    @mthobisi113 Місяць тому +4

    Vele it's a sketch lowa doti😂😂

    • @sifiso_inkabi
      @sifiso_inkabi Місяць тому

      Udoti uwena puppet ka bhaka

    • @manyindanafambongs8003
      @manyindanafambongs8003 Місяць тому +1

      Hey ndakumbulanto wake wathenga umagejageja ubhaka wamenzisa sketch nguye kuphela umntu ndake ndambona eshuta no bhaka

    • @mthobisi113
      @mthobisi113 Місяць тому

      @@sifiso_inkabi puppet unyoko wena sebentini

    • @mthobisi113
      @mthobisi113 Місяць тому

      @@manyindanafambongs8003 still doesn't change the fact that iNyoni TV did a sketch on that shit.. Thwala ikhanda ke uye ku 2+2 wakho ke wena ngenxa ye sketch.. Why u can't accept this sketch then?

    • @sifiso_inkabi
      @sifiso_inkabi Місяць тому

      @@mthobisi113if only unyoko wakwazi ukuvala amathanga ngabe asinawo amadoda axegayo njengawe

  • @kayzee6734
    @kayzee6734 Місяць тому

    Aybo f2 bhaka released your vn

  • @MxoZulu-l2i
    @MxoZulu-l2i Місяць тому +1

    Angizithandi izinyanga kodwa inyoni tv ngiyayithanda bese ngiphoxekile ukut kanti sibukiswa amanga

  • @Wisemangumede0
    @Wisemangumede0 Місяць тому +13

    Dr2+2 akathi ukumtalabha kancane nje ngezinyosi amuhambise nqunu amzwise amandla akhe njengoba ethi uyi scam plz kancane nje😅😅😅

  • @emmanuelvusimuzimthiyane2728
    @emmanuelvusimuzimthiyane2728 Місяць тому

    Ubhaka yisilima esithanda ukukhuluma njengo Ngizwe,uzenza umuntu owazi yonke into engazi lutho ufuna induka akashiyiwe😎

  • @MgciniMafah
    @MgciniMafah Місяць тому +1

    Nam ngaybon lent ukuth ngek aykho inkos ihlonishwa kab nje ukuth sekungaze kwenziw umdlalo nayo 😂

  • @NomusaMbhamali
    @NomusaMbhamali Місяць тому +2

    Bengivele ngibona ukuthi amanga lawa ubhaka bekazama ukusidida umqondo akaqonde ku2+2 nje nqo indodendodeni ningamoshonhlelo zanantu angaqopha intnje ugwajo kube amanga king musudlala nganantu

  • @SCELOMANDA
    @SCELOMANDA Місяць тому

    UGwajo kuzomele uxolise esizweni ngesenzo sakhe ukungathembeki, ubufakazi bukhona kuyavela ukuthi uvumile Kuma records and photos usendlini ka king bhaka uyaxoka. Xolisa ngoba sizwe siyakuthanda qha, ngoba enkosi no TK badlala sketch 😂😂😂

  • @NzuzoSpheleleGwala
    @NzuzoSpheleleGwala Місяць тому

    Khululekan Umkhulu akawukhulumi umbhedo ishlama nje ubhaka
    Unomona wale BMW awukhiphle umkhulu u 2+2 ayi uyinkunzi man abakuyeke

  • @NontobekoPrecious-p4e
    @NontobekoPrecious-p4e 15 днів тому

    Cha Gwajo uyaphika uze utshekise umlomo obomnvu ngathi udla isqatha inkinga yakho uyaphika lizwakele izwi lakho u confess usuyaphika wavele wanginyanyisa kobe abasile abantu uma bephinde babhalela kuwe mxm

  • @khayelihlemakhanya1623
    @khayelihlemakhanya1623 Місяць тому +3

    Inkinga yenu nilinda umuntu ukuthi akhulume besenisho izinto ezingekho ryt ngaye ngoba niyamazi ukuthi uqola abantu ngomakhandakhanda benithuleleni sonke leskhathi ningaxwayisi abantu ngoBhaka nithi abantu abanithembe kanjani ukuthi lento eniyikhulumayo manje ngoBhaka ukuthi iliqiniso mina if ubekhuluma ngami ngento engazikahle ukuthi lento ayisho ngami ingamanga mina bengizogcazela abantu ngalento yokuthe bekungayisona iskeshi lesi ebenisenza nodokotela u2+2 bese uyazithulela

    • @mandlajnrgmail.youresomadi5267
      @mandlajnrgmail.youresomadi5267 Місяць тому

      So wena ufuna kukhulunywe into efunwa nguwe. Asiyeke me yonke lento vele loskhotheni owubhaka uzitshela ukuthi uyini? Wasikhohlisa LA wathi uzokhipha konke ngoKelly wenzenjan? Yena zonke inyanga uzikhuluma kabi yena ukhulunywa ubani. Aybo anikhuzeni lobhululu wenu necooking oil😅😅😅

  • @GeliKhabo
    @GeliKhabo Місяць тому

    Dankie boy siyabonga nkabi yami

  • @AsandaNtaka-xm4jl
    @AsandaNtaka-xm4jl Місяць тому

    😂😂😂😂 kancane kancane ugwajo uyaya ngakhona angz nom ngingedw yin obon leyonto

  • @Apostle_Mlungisi
    @Apostle_Mlungisi Місяць тому

    We Gwajoo Mfana wami yeka ukushona le nale phendula kuthi wawugula noma usuyasinyanyi sikuzwile ukhuluma ku voice note. Veza ke phela nawe I prove ngoba uthi kade kwasa akufonela. Veza ubufakazi uyeke kusindina

  • @MusaMlangeni-vg7zs
    @MusaMlangeni-vg7zs Місяць тому +1

    Uhlezi aceka u king bhaka

  • @staceyndlovu5277
    @staceyndlovu5277 Місяць тому +2

    Amen Gwajo kuvele kwabonakala ukuthi unomona thizeni aahaauu kayo Bhaka amakhekhe engakuqhathi no 2+2 usile loBhaka syakuthanda 2+2

  • @thandekaOlga
    @thandekaOlga Місяць тому

    Syabonga gwajo ukucacisa iqiniso ngoba abanye bethu bese bedidekile,Mina ngyakholelwa kuwe no 2+2

  • @khulekaninyuswa721
    @khulekaninyuswa721 Місяць тому

    Oksalayo kodwa iSkeshi lesyana!!! Futhi naye uGwajo uyaz and wazisholo yena! Okwabo noBhaka anghlangeneke nakho kodwa lesyana iSkeshi!!!!!!!!

  • @manyindanafambongs8003
    @manyindanafambongs8003 Місяць тому

    Dr 2+2 phendula ngezenzo ushaye umzila pha Ku nzama please landoda yaduka no 7k wam cabanga kungo january enyakeni💔

    • @Sjadu71
      @Sjadu71 Місяць тому

      Eyipi kehle wabuyela kuye wakhuluma naye or ebesekubalekela

  • @bhamntabeni8303
    @bhamntabeni8303 Місяць тому

    2+2 siyakuthanda mfana umncane Kimi ngeminyaka
    Kodwa umdala kimi ngezenzo
    Ngiyakuhlonipha mfana wami
    Whines nomsebenzi omuhle phambiiiiili 2+2 mthakathi oyinkunzi ekhonyezinye
    Uyangichaza awubangi umsindo kakhulu siyakuthanda mfanawami

  • @NcamisileMhlongo
    @NcamisileMhlongo Місяць тому

    Dr 2 akasolve uBhaka kunento engifuna ukuyibona😂😂😂😂😂😂😂

  • @ThandekaMaseme
    @ThandekaMaseme Місяць тому

    Uqinisile alikho nakuwe gwajo ungiphoxile kade ngikuthanda 😢

  • @ThembiNomcebo
    @ThembiNomcebo Місяць тому

    Kodwa Gwajo siyayazi i voce yakho nguwe okhuluma no Bhaka kuleya call ulixoki nje wena kwaphela i prove ikhona sikuzwile ukhuluma no Bhaka xoki ndini nisile no 2+2

  • @phindilevilane36
    @phindilevilane36 Місяць тому

    😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂 Sebayatatana, mina nje ngesingami nonke niyasikema. UNKULUNKULU aze anibusise

  • @sihlemasondo2898
    @sihlemasondo2898 Місяць тому +4

    I sketch ngapha esinye ngapha😅

    • @Ngemamndeni
      @Ngemamndeni Місяць тому

      So which means wena ukholwa ubhaka? Cos ubhaka ugxeka bonke abantu kushukuthi uyeyedwa oryt?

  • @olgasichoto2972
    @olgasichoto2972 Місяць тому +1

    Gwajo yi voice yakho leya manje it seems uthengiwe please ungayingeni impi ye Nyanga cz wena awuyiyo ungavumi ukusetyenziswa

  • @BulelaniGcobo
    @BulelaniGcobo 23 дні тому

    Alikho kuwe kuqala iqiniso, one minute ulwa u King Bhaka, jiki jiki Uthetha ngo 2+2 ku king Bhaka. Kanti ithini into yakho

  • @siyabongashongwe2373
    @siyabongashongwe2373 Місяць тому

    Ngathy usegqilazekile gwajo, uphika kanjani ikhona recording 😂

  • @SphamandlaMthethwa-w5n
    @SphamandlaMthethwa-w5n Місяць тому

    Aiy fuseg Gwajo nisenza izilima nx, sesinikuncome kangaka

  • @bhekibionce
    @bhekibionce Місяць тому

    Akeni seshe ngithi Gwajo xolisa kwi sizwe nakubantu. Nizodumala kuzovela ayy

  • @BhekiZulu-g5m
    @BhekiZulu-g5m Місяць тому +10

    Gwajo seniyasidida ke manje

    • @luthandogonyela7969
      @luthandogonyela7969 Місяць тому

      Hay I'm very confused ke ngoku

    • @thenjiwenxumalo8828
      @thenjiwenxumalo8828 Місяць тому +6

      nididwa yin ngoba Bhaka uye osuse yonke lento yamanga ngoba efuna udumo zonke izinyanga ziyabheda uyena yedwa oryte nale cooking oil ayidayisayo kaR7000 Bhaka nepolitic uyazi aqambe amanga lo Bhaka usezakhele isigcwagcwa nesichitho aniboni yin ukuthi useyahlanya yilokhu akugcabavefuna umnotho nodumo mina ngayithenga imbuza zakhe Bhaka esamningi workshop but azikaze zingisize wayesiqola esebenzisa izigulo zabantu

    • @luthandogonyela7969
      @luthandogonyela7969 Місяць тому +4

      @@thenjiwenxumalo8828 uKing Bhaka has been proven right before. He was right about Khehlelezi and Babu Dokotela. Kodwa asitsho ukuba he is perfect

    • @Ngemamndeni
      @Ngemamndeni Місяць тому +4

      Ayikho into enididayo la cos niyazizwela nangu phela uGwajo uyazikhulumela Live ...so nje lo king bhaka uhlezi enaka abantu abasebenzayo

    • @luthandogonyela7969
      @luthandogonyela7969 Місяць тому +1

      @@Ngemamndeni mf2 open your eyes. Bayaphela abantu ngalamaqola

  • @VeeMommy
    @VeeMommy Місяць тому

    Usemasimbeni uGwajo. Yo. Desperate times call for desperate measures 😂

  • @NtomboxoloKwepile
    @NtomboxoloKwepile Місяць тому

    Mna bendicela u 2+2 amthumelise ngezanyosi zakhe uBhaka azobazi abantu abahloniphe futhi

  • @AsandaNtaka-xm4jl
    @AsandaNtaka-xm4jl Місяць тому

    Gwajo suya hlola yin 😂😂😂

  • @MonalisaNdlovu-m5k
    @MonalisaNdlovu-m5k Місяць тому

    Kodwa gwajo uyazinawe ukuthi leyanto enaniyenza kwakuyis keshi muhle umsebenziwakho kodwalokhuya nadlalangathi😢

  • @bulelanivendile9279
    @bulelanivendile9279 Місяць тому +1

    😂😂😂Uyagula u Gwajo udakwe yini?

  • @thabisilepromise103
    @thabisilepromise103 Місяць тому

    Makalindele umthafazo lo bhaka wakhona, 2+2 udinwe uyanuka lapho ekhona🤦 ay usemgodoyini webhaka😢 yiscam lelilasita😂

  • @nonhlanhlamkhwanazi7632
    @nonhlanhlamkhwanazi7632 Місяць тому +2

    Yin ndaba Gwajo umncane kanjena uhambe nezinyanga

    • @kevinjay3833
      @kevinjay3833 Місяць тому

      Nifuna ahambe nezangoma yini we Veyane kahleni bakwethu ukufuna ukukhethela abantu ukuthi bezwane nobani

    • @enhlemthethwa3738
      @enhlemthethwa3738 Місяць тому

      ​@@kevinjay3833nawe yekela ukuphaphela abantu kwama comment abo!!

  • @olgasichoto2972
    @olgasichoto2972 Місяць тому

    Gwajo ulixoki uthini manje i phumile i vn hayi bengikuthanda ngingumlandeli wakho no more manje sikulandele if uhamba ucenga inyanga ukuthi ziqole abantu

  • @ThandiZondi-jl3iq
    @ThandiZondi-jl3iq Місяць тому +1

    kodwa.uBhaka ayikho nje inyanga ake.avume athi yinyanga wazukuthi uyena kuphela inyanga emhlabeni kanti empeleni uyena ongeyona inyanga

  • @NtuthukoThwala-l5e
    @NtuthukoThwala-l5e Місяць тому

    Siyabonga bhuti gwajo lo bhaka uyanyanyisa manje.

  • @ZakahleNkalitshana
    @ZakahleNkalitshana Місяць тому

    Mna ndiyakuva gwajo Dr madondo uthini ngaye wayithatha imali yam ebe kuwe kwi ntlaka production esithi wenza umcebo ngebhoto Uma Dr madondo nawe uqola abantu sithembe bani

  • @NosipholorainMakhetha
    @NosipholorainMakhetha Місяць тому +1

    Okay ndifuna ukuva u 2plus 2 kengoku

  • @njabulomhlongo8233
    @njabulomhlongo8233 Місяць тому

    Xola Gwajo, siyazi khona kubanzima uma omunye umuntu engcolisa igama lakho ne brand yakho nenkampani yakho kabuhlungu kangaka. Ayi kodwa nawe phela usuyamgqilaza uma usemenekela izwe ngokuthi udayisa u cooking oil😮

  • @mmxzinyanelomntwanangxongo6659
    @mmxzinyanelomntwanangxongo6659 Місяць тому

    Sotobe DR 2+2 awulinyakazise leli lasta lomuthi welonda

  • @LouisBhekumuziMagolego
    @LouisBhekumuziMagolego Місяць тому

    Ehhhh ziyakhala😂😂😂 akaphume amaqiniso kwakuhlelweleni

  • @NelisiwePreciousCele-eo5pq
    @NelisiwePreciousCele-eo5pq Місяць тому

    Cha mina Gwajo ngohoxekile nje kakhulu bengithi kwiyiqiniso okwenzayo kwi nyoni tv n sengvele ngakhetha nokyeka ukukholwa okwenzeka la ku social media

  • @mphilisimphilisi4445
    @mphilisimphilisi4445 Місяць тому

    Uyabo nake uyindoda Gwajo nawuke life ebengiwufuna mina

  • @mandlamasango248
    @mandlamasango248 Місяць тому

    Wamtshela Nogwaja

  • @sindymemela
    @sindymemela Місяць тому

    Angisazi ekumele ngiyikholwe

  • @BaneleFanelesibonge
    @BaneleFanelesibonge Місяць тому

    Gwajo ngane.ka 2+2

  • @JMahlobo
    @JMahlobo Місяць тому

    Vele Gwajo u bhaka ufuna udumo nje nothing more unomona nje kwaphela

  • @thanduxolomini4412
    @thanduxolomini4412 Місяць тому

    Finally🙌

  • @thandazileabigail7881
    @thandazileabigail7881 Місяць тому

    Kade ngambona ukuthi uyagula lomfana wakwa Nzama 😩😏

  • @anime_beasst
    @anime_beasst Місяць тому

    Amanga awahlangani neqiniso wena gwajo amavoice note akho yiwona awufakazi nidlalile ngathi

  • @NokwandaMkhize-q9h
    @NokwandaMkhize-q9h Місяць тому +1

    Mcane kodwa lomfana okhuluma kanje aphinde ebe close nezinyanga

  • @SithembisoDlamini-b7b
    @SithembisoDlamini-b7b Місяць тому

    Gwajo uyixoki futh unamanga unjalo uBhaka ubulethil ubufakaz uzikhulumel wena

  • @ImeldaNgcobo
    @ImeldaNgcobo Місяць тому

    Phambili Gwajo mfethu phambili Nyoni TV

  • @nomathembadube7345
    @nomathembadube7345 Місяць тому

    Ngivumelana lawe Gwajo, uyahlonopha ndodana kodwa ngicela uthumele u2+2 athumele inyosi kuphela qha

    • @Holycross146
      @Holycross146 Місяць тому

      😂😂😂😂😂😂😂 oh nkosi yam adlale nge nyosi zakhe

  • @erickumalo2372
    @erickumalo2372 Місяць тому

    Ayii madoda mina angisazi ke manje nina nidinga ukuhlanganiswa ngoba ngathi seniyasidakelwa akekho umuntu ongathi u king bhaka ukhuluma into engekho

  • @votizwelifile2363
    @votizwelifile2363 Місяць тому

    Kaloku Gwajo tell us siyi Africa ukuba was it true laanto wawuyenza kwa 2+2 laa mini uhamba nala mfana,where was the cow come from ?sicacisele ukuba jwakusenzekani laa mini plsss so dat we can continue following you

  • @NosisaMlambo
    @NosisaMlambo Місяць тому

    Wena bhaka umfaz ulambile endlini wena ubiz uqamba amanga yikho ulempandla ikhishwa ngamanga

  • @SphiweJwaha
    @SphiweJwaha Місяць тому

    Wena Gwajo ufuna isbhaxu nnje kphela uzoyeka amanga

  • @hlengiwedlomo4151
    @hlengiwedlomo4151 Місяць тому

    Uphi Dr 2+2 aphendule, kade silindile siyamcela please