UMKHULEKO WAKUQAQA AMAFINDO ERMELO

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 16 вер 2024
  • FOR BOOKINGS:
    Email: Ekagugu.lethu15@gmail.com
    Office Number: 032 948 6017
    Phone Number: 0660026633
    Facebook page: / drkhehlelezimzo
    Website: Www.dr khehlelezi.com
    Instagram: www.instagram....
    Twitter: dk...
    #DrKhehlelezi #NyangaYodumoMzo #Khehlelezi

КОМЕНТАРІ • 118

  • @sanelisiwemzimela7688
    @sanelisiwemzimela7688 2 роки тому +3

    Woooow what a wonderful service, nami I feel like ngikhona, Mkhulu uyayenza into yakho, izbani indlela ezkhanya kamnandi ngayo, ngizwa iphunga lazo njengoba ngbuka kwi youtube, 🔥🔥🔥🔥🔥

  • @njabulo_tshuma
    @njabulo_tshuma 2 роки тому

    Ashuu Nduma Ndumane eyaduma ezizweni. Akwande okuhle Professor Khehlelezi. Siyabonga umusa lothando kuSomandla

  • @calendarmbatha6693
    @calendarmbatha6693 2 роки тому

    Amen mkhulu ngicela umkhuleko ngi retrenched emsebenzini abanye Abantu bayabuyiselwa emsebenzi mina cha angibuyiselwa kunzima mkhulu ngoba abelungu basemsebenzini sebefuna nokuthatha indlu yabo ngoba angisasebenzi .. ngicela ukukhulekelwa ngiphindiselwe emsebenzini...Amen

  • @phindilesimelane3603
    @phindilesimelane3603 2 роки тому

    Nduma ndumane barnabus sihlahla somdlebe izangoma ezingafaki ubuhlali mzukulu kamkhulu manikiniki ashuuuuuu awu mkhulu noma bangathini mina ngiyazi impilo yam sezandleni zakho kodw ngizongcina, ngiphumele nam usaphila God blessed U Dr.Khehlelezi

  • @janesibanyoni7044
    @janesibanyoni7044 2 роки тому +2

    Amen Ndumandumane eyaduma esizweni bhetshebhetshe sihlahla somdlebe sicela uphinde ubuye bandla

  • @luckyzulu6116
    @luckyzulu6116 2 роки тому +4

    Mkhulu wami ngicela umsebenzi, ma tender, kubuye zonke izinto zami ezalahleka ngo 2017,umfazi wami wahamba,ngaphelelwa ngumsebenzi,my last tender 2017 Mkhulu wami 2017 azange kungihambela kahle ngicela ungikhulekise Ngingu Lucky Emmanuel Mbhokane at Elukwatini Mpumalanga Province

  • @nkosinathizulu6485
    @nkosinathizulu6485 2 роки тому

    Ngiyamvuma khehlelezi ufana no Jesu uphiwe ayikho.Noma bengathini ungu Nkulunkulu

  • @bongumusacassius1423
    @bongumusacassius1423 2 роки тому +2

    Amen khehla lama khehla 🙌
    #NDUMANDUMANE 🙇‍♂️ Eyaduma ezizweni sihlahla somdlebe nondela mzimba Nhliziyo zama Ndoda Zibovuu ❤️ bhejebheje mfazi onempadla Nina base tete Nina base nyimbane mkhonto Ogwaza igazi ntAba zikhala manzi #Dictionary zindaba zidida umdeni...Ikhehla elalunwa yinja ngaphethanga nduku 🤷‍♂️ labathe liyakha kwadilika 🧱 labathe liyafulela kwanetha 🌧️
    Sengisho Mina umaqhashuke is'dakwa sendawo bebasithatha kancani bathi ngeke siphumelele saphumelela 😊
    #THE_PRESIDENT_OF_THE_TRADITIONAL_HEALER 🙌
    #PROFESSOR wesizwe... 😊
    #Barnabas 🙏
    Nongathandi uyoze athande impela 🤞 mkhulu 🙏
    Ngiyakwethemba futh ngiyakuvuma mkhulu 🙏
    Ngicela ukth uze'ubenami khehla lami 🙇‍♂️
    Yimi Bongumusa from Mpumalanga Ermelo mkhulu 🙏
    Ameeeen #sthunywa_sika_jehova 🙌 🙇‍♂️ 🙏

  • @phindilesimelane3603
    @phindilesimelane3603 2 роки тому +1

    basheshe bahleka abakhulume baqede kuze namunye oyothatha lesiphiwo sakho Dr.Khehlelezi langikhona sengiyazi kuthi konke okwam kufeziwe

  • @mariantswaki2284
    @mariantswaki2284 2 роки тому

    Dumadumani cubeka jalo khehla inkosi ikhuselise namadlozi bakukhusele noma izivuguvugu zivugazela ikosi ikufihle emacebeni ayo amen

  • @nompumelelomtshali1496
    @nompumelelomtshali1496 2 роки тому

    Amen mkhulu ngicela ungikhulekisi mdeni wami awunakho ukuthila nokuzwana ngiyazi ngomkhuleko wakho kuzolunga

  • @sinenhlanhlanxumalo8117
    @sinenhlanhlanxumalo8117 2 роки тому +2

    Siyafisa ukuthi uphinde ubuya e Ermelo. We had a blesses Sunday indeed

  • @mkhuseliluthuli4387
    @mkhuseliluthuli4387 2 роки тому

    Hai Khehlelezi boi hai hai uyayenza intoyakho bhuti❤❤❤ndiyakuthanda mkhulu nentliziyo yakho entle isandla sakho sivulekile usiza nanoma ubani KEEP UP THE GOOD WORK 👍 👌 👏 stay as good as you're bayaphila abantu sisandla sakho🙏🙏🙏

  • @nkulimakunga4834
    @nkulimakunga4834 2 роки тому

    Love you tata sicela nathi apha ekapa usingenisele inkonzo yakho imnandi kakhulu and iyaphilisa❤❤🙌🤝

  • @siviwekalkop7774
    @siviwekalkop7774 2 роки тому

    amen mkhulu ngicela undibeke emkhulekweni bhanabhasi

  • @dizzysimelane822
    @dizzysimelane822 2 роки тому

    Ngiyakuhlonipha mkhulu ngenkonzo yaSe Emelo kungakithi lapho ingathi ungafika nase Dumbe kungakithi lapho izimanga ozenzayo ngiyakuhlonipha mkhulu 🙏🙏🙏🙏

  • @xoliswasimayi1784
    @xoliswasimayi1784 2 роки тому

    Kwashuuuuuuubaaaa eCaweni🔥🔥🔥🔥🔥🔥igama lakhe ngu BARNABAS💯💯💯💯

  • @mthokozwane8801
    @mthokozwane8801 2 роки тому

    AMEN MKHULU NGIPHAMIANDLA OKPHILA NOMSENENZI ONCONO NGIWTHOLE

  • @sfisohenry1885
    @sfisohenry1885 2 роки тому

    Siyabonga dr khehlelezi ngomkhuleko osiphe wona ngfisa ngathi ungavula I pharmacy ngapha ermelo ngihleli ngokuthula manje emzini sikuthanda ngothando.luka lv tnx

  • @nomzamomhlanga2570
    @nomzamomhlanga2570 2 роки тому

    Mkhulu Khehlelezi unenhliziyo enhle kakhulu inkosi ikwandisele khehla lami yikho nje engingakusho umona phansi bandla umkhulu uhamba phambili

  • @arethaaretha2207
    @arethaaretha2207 2 роки тому +2

    Mkhulu please pray for my family, we're struggling nothing is moving,our things has stack, but I believe as I'm watching your service our lives will never be the same again.

  • @ongeziwemdledle4141
    @ongeziwemdledle4141 2 роки тому

    May God Bless you Dr Khehlelezi For helping our African people may god keep on watching your back.🙏🙏

  • @mzikayisesibiya3415
    @mzikayisesibiya3415 2 роки тому

    Amen mkhulu ziyezwakala izigi zakho

  • @snomnothonontobeko3538
    @snomnothonontobeko3538 2 роки тому

    Siyabonga professor ngokusiza isizwe sakithi

  • @nonkululekoelizabethgcants4791
    @nonkululekoelizabethgcants4791 2 роки тому

    Wooooooow ndumandumane eyadumezizweni phambhili mkhulu ujehova asigcinele wena 🙏🙏🙏🙏🙏

  • @luckyzulu6116
    @luckyzulu6116 2 роки тому +2

    Mkhulu wami siyafisa uvule ikhemisi e Ermelo sizokwazi kuphila,sibonge ngokuza e Ermelo sibusisekile kakhulu le Sunday

    • @janesibanyoni7044
      @janesibanyoni7044 2 роки тому +2

      Kakhulu mkhulu siyacela Ndumandumane sihlahla somdlebe Ashuuuuu

  • @lungisibisi9154
    @lungisibisi9154 2 роки тому

    Bhanabas empangeni eSkhawini nkosyam syawdinga umusa wakho 🙏🙌😢

  • @zanemvulabooi2145
    @zanemvulabooi2145 2 роки тому

    Amen Mkhulu apho ukhoyo sikhona kulo you tube

  • @sphiwedumalwandle7896
    @sphiwedumalwandle7896 2 роки тому

    Amen 🙏 mkhulu ndumandumane

  • @nomsanobuntupayiya9700
    @nomsanobuntupayiya9700 2 роки тому

    Amen Mkhulu siyabonga

  • @nkosiphendulejali8752
    @nkosiphendulejali8752 2 роки тому

    Amen mkhulu kunento eyenzekayo emzimbeni wam xandibukele videos zakho

  • @yangamonki3349
    @yangamonki3349 2 роки тому +1

    Bhana bus amen mkhulu wam❤😍🤗👏👏👏

  • @guguxolo3371
    @guguxolo3371 2 роки тому

    Ngagcina nn nje esontweni ngyakukhumbul😍♥️♥️🙏

  • @thabisoshange4630
    @thabisoshange4630 2 роки тому +1

    Amen mkhulu uzusikhulekel nathy babukeli

  • @mfundonyuswatv3268
    @mfundonyuswatv3268 2 роки тому +1

    Mkhulu ubadelisile eMpumalanga....UFikile mase eyibiza lengoma ethi "noma kunje" ngapha ubuthandaza izinyembezi zivele zigcwale amehlo Mkhulu

  • @nkulimakunga4834
    @nkulimakunga4834 2 роки тому

    Amen tata siyabulela kakhulu ngomane usiza ekapa ndonwabe kakhulu bendiqala ukubona face to face Friday enkosi tata kakhulu Amen mkhulu

  • @phumzilemahlatshana8337
    @phumzilemahlatshana8337 2 роки тому

    Yazi Mkhulu ndingumlandeli wakho omkhulu ndikubukela rhoqo kuYou Tube xana ndithole ithuba ,imvuselelo yakho indinika ithemba ukuthi rhoqo ingomso lizakuba right so keep up the good work Mkhulu

  • @mxolisimzimela9255
    @mxolisimzimela9255 2 роки тому +1

    Amen Mkhulu

  • @njabulozuma4790
    @njabulozuma4790 2 роки тому

    Bhanabhasi, Ndumandumane, izandla zindlulikhanda Mkhulu....🤗🙏

  • @ernestochisseve594
    @ernestochisseve594 2 роки тому +1

    Amen mkhulo, I trust u🙏🙏🙏

  • @irenesokhulu6603
    @irenesokhulu6603 2 роки тому

    Ngiyabonga Mkhulu umkhuleko, ngizwa ngifikelwa usizi emoyeni wami 😭🙏🙏

  • @emelysunduzwayo4343
    @emelysunduzwayo4343 2 роки тому

    Inkosi inothando, amen mkhulu sibonga konke o senzela khona.

  • @Mkhizekhabazela2995
    @Mkhizekhabazela2995 2 роки тому

    Hallelujah Professor 🙏🏻🙏🏻

  • @thandekamotaung2835
    @thandekamotaung2835 2 роки тому

    Yoooo 🤞ngyafisa ngelinye ilanga uze umkhulu ngapha Newcastle mina ngingu Thandeka

  • @thobekaapolisi259
    @thobekaapolisi259 2 роки тому

    My which is to see you in person all the time you do your miracles I got blessed the time you were doing your the curse breaking on the 24o April it was my son's birthday the time you were praying I was watching something happened inside me my stomach was burning can you please pray for my family every doesn't like us we are nice but we don't know what is happening j was glad when you say you coming in Cape town but it was postponed

    • @beautynelspruit7539
      @beautynelspruit7539 2 роки тому

      Beauty Nkambule

    • @beautynelspruit7539
      @beautynelspruit7539 2 роки тому

      Mkhulu ngyabusiseka ngemavidolengiwabona kuUA-cam.Sengyaphila.Sengifisa nje kukubona nje ngemehlo.Chubeka mkhulu usisite Amen .ngilaMbombela kwanyalo

    • @Vees108
      @Vees108 2 роки тому

      Senzeni mkhize ,uyangibusisa baba.ndumandumane yadumezizweni bhubesi

  • @mzurampontshana4780
    @mzurampontshana4780 Рік тому +1

    Dictionary ❤❤❤❤❤🙏

  • @brightonndiweni1092
    @brightonndiweni1092 2 роки тому

    Ammmmeeeeennnn mkhulu

  • @mavusanangonongono2810
    @mavusanangonongono2810 2 роки тому

    Kanti yintoni le wayithola siyabonga mkhulu thixo akugcine akulondoloze maxesha onke ude ulungisele nam ezam izinto

  • @lucynomsamlotshwa272
    @lucynomsamlotshwa272 2 роки тому +1

    kimi iyala kuvela ithi no stream

  • @nompumelelojane5440
    @nompumelelojane5440 2 роки тому

    Hi Mkhulu’ please come to Mpumalanga middleburg please

  • @zamazama8449
    @zamazama8449 2 роки тому

    Amen, sisayilindele e Capetown, sophoxeka if sosbe sisebenza

  • @noluvomdunyelwa9195
    @noluvomdunyelwa9195 2 роки тому

    Yes Ndumandumane eyaduma ezizweni

  • @xoliswasimayi1784
    @xoliswasimayi1784 2 роки тому

    Welcome to BARNABAS.... eeeeeyyyy mkhulu yavuthaaaaaa boooooo🔥🔥🔥💯💯💯💯

  • @nonhlanhlabhengu2477
    @nonhlanhlabhengu2477 2 роки тому

    Ameni Mkhulu GOD BLESS YOU 🙌🤝

  • @nonkathalelofaku9876
    @nonkathalelofaku9876 2 роки тому

    Ndiphiliswa nje kukubuka ividios zakho Ndumandumane Thixo woxolo akusikelele

  • @nkosimayeza710
    @nkosimayeza710 2 роки тому

    Mkhulu unkulunkulu akugcine ughubeke usize abantu ubaphilise
    From Nkosingiphile Mayeza

  • @mantulodlamini691
    @mantulodlamini691 2 роки тому

    Bhanabhas Ndumandumane eyadumezizweni dictionary ndaba zididumndeni AMEN Mkhulu 🙏

  • @peldahkmnculwane9240
    @peldahkmnculwane9240 2 роки тому

    Mkhulu ngicela umkhuleko ngikwazi ukulungisa amathuna nomuzi kababa nomama

  • @lungisibisi9154
    @lungisibisi9154 2 роки тому

    I wish to see you in person .ave uyisbisiso empilwen.

  • @nomgqibelo5951
    @nomgqibelo5951 2 роки тому

    Amen Barna B dictionary

  • @maningyzandile5813
    @maningyzandile5813 2 роки тому

    Kuyisibusiso kimi ukwazana nomkhulu Ndumandumane.....ukuba khona kwakho mkhulu empilweni ze2 kuyangibusisa kakhulu

  • @fezilekwanele2285
    @fezilekwanele2285 2 роки тому

    Mkhulu ngicela umkhuleko 🙏🙏

  • @bongiwetiya
    @bongiwetiya 2 роки тому +1

    Mkhulu kunzima kum akhonto ilungayo ndiyacela nam imithandazo,

  • @MusawenkhosiVilakati-pf7yp
    @MusawenkhosiVilakati-pf7yp Рік тому

    Awu kodwa khehla lami kuthanda kakhul yazii eswatini

  • @laligakhanyile5496
    @laligakhanyile5496 2 роки тому

    Mkhulu ngife uhlangothi ebsweni ngasizakala ngni mkhulu e Pharmacy 😭😭😭🙏

  • @ndlovujoyce7286
    @ndlovujoyce7286 2 роки тому

    Mkhulu ngichela imkulekho mina lo Mdeni Wami kuvulekhe lapho okuvale khona izinto zivulekhe

  • @snomnothonontobeko3538
    @snomnothonontobeko3538 2 роки тому

    Professor sacela ubofika nangapha e Newcastle 🙏

  • @njabulisomavuso1829
    @njabulisomavuso1829 2 роки тому

    Mkhulu i pray to get more powerful

  • @sesethuanathi5543
    @sesethuanathi5543 2 роки тому

    Amen mkhuuuul power🔥🔥🔥

  • @nonkululekoelizabethgcants4791
    @nonkululekoelizabethgcants4791 2 роки тому

    Kujabula umhhana wonke ngaw mkhulu

  • @zakesmahlangu7240
    @zakesmahlangu7240 2 роки тому

    Always on point Amen Mkhulu

  • @tebogotshuma5832
    @tebogotshuma5832 2 роки тому

    Mkhulu kudala ngikuphupha sengikuphuphe kaningi mkhulu ngine nkinga kodwa khona sengakubona emaphushweni

  • @rsapolitics8378
    @rsapolitics8378 2 роки тому

    "UNkulunkulu idlozi labaphesheya" kunjalo ukushumayela kwabaloyi

  • @maliviwematomane152
    @maliviwematomane152 2 роки тому

    Bhana bee 🙏 mkhulu ❤️

  • @banelezikalala5576
    @banelezikalala5576 2 роки тому

    Mkhulu ngiyafisa ukuhlangana nawe I into azihambi kahle kubantwana baminakimi

  • @ndsokhulu6417
    @ndsokhulu6417 2 роки тому

    Amen ✋✋✋

  • @cindymmhlanga5234
    @cindymmhlanga5234 2 роки тому

    Mkhulu 🙏

  • @mandlakayisesakhile3748
    @mandlakayisesakhile3748 2 роки тому

    Sibonga kakhulu ndumandumane ngajabula ukubona yoo

  • @samukelisiwemazibuko3490
    @samukelisiwemazibuko3490 2 роки тому

    The last part of the video? Please hey this is so beautiful 😭😭❤️

  • @lindekilengcwangu2067
    @lindekilengcwangu2067 2 роки тому

    Mkhulu tatam ngunobetha lo isthakazelo ndifuna usizo lwakho Tata ndiyawabona amandla akho angumangaliso khowenze ngenceba tata ndiyalimala

  • @joycemaluleke2451
    @joycemaluleke2451 2 роки тому

    Amen mkhulu God bless you pray for me 🙌🙌😂😂😂please

  • @elsienelisiwe4800
    @elsienelisiwe4800 2 роки тому

    Mkhulu ngicela umkhuleko kikokonke enhibhekene nako empilweni

  • @ntomboxolobeja5518
    @ntomboxolobeja5518 2 роки тому

    Mkhulu cape town ndiyafisa uzowenza umthandazo uze nam ndifumane ezo ntsikelelo zakho mkhulu ntliziyo yam dabukile mkhulu ndilimele

  • @lungilengubane4388
    @lungilengubane4388 2 роки тому

    Amen mkhulu🙌

  • @hlangananihlanganani2520
    @hlangananihlanganani2520 2 роки тому

    NDUMANDUMANE EYADUMA ezizweni makhulu AMANDLA akho

  • @beautynelspruit7539
    @beautynelspruit7539 2 роки тому

    Mkhulu sengifisa loMagic oil nalamakhadlela .Angati kutsi ngilaMbOmbela ngiwatholaphi.anginayo imali yekufika lapho ngiva kutsi kunalamakhemisi

  • @cindymmhlanga5234
    @cindymmhlanga5234 2 роки тому

    Mina nje ngifuna uku press join but iyangehlula

  • @dlaminiakabonani9818
    @dlaminiakabonani9818 Рік тому

    Cela ukubuza mkhulu imobile for ukuhlola e PMB iyafika

  • @augostinahsebeka2645
    @augostinahsebeka2645 Рік тому

    ❤❤❤❤❤✊

  • @annamatsha2982
    @annamatsha2982 2 роки тому

    Thanks mkhulu barnabas dictionary ashuuuuuuuuuuuuu, God bless you 🙏

  • @mthandwamncube6694
    @mthandwamncube6694 2 роки тому

    AMEN

  • @phakamilemazibuko4745
    @phakamilemazibuko4745 2 роки тому

    Haw ungabi nefown ngaze ngaluza

  • @mamazimatola6976
    @mamazimatola6976 2 роки тому

    Lapho. Ongena. Khona. Ziyazwakala. Ngepela. Izigi. Zenkosi Ngiphambili

  • @lindiswankunkuma6059
    @lindiswankunkuma6059 2 роки тому

    AMEN 🙏 🙏 🙏

  • @Mmeli_TV
    @Mmeli_TV 2 роки тому

    Mkhulu senikhatha kakhulu manje asibonanga noba uchaza isgubhu esincane

  • @xabisamqhoza8722
    @xabisamqhoza8722 2 роки тому

    Mkhulu

  • @sandisombomdala5677
    @sandisombomdala5677 2 роки тому

    Mna endikucelayo yanga🙏 ungafika ngapha Eastern Cape Aliwal North. Youth yaphela kwaye amaphupho ayatshabalala noma ke Mkhulu angavula pharmacy. 😔

  • @annamatsha2982
    @annamatsha2982 2 роки тому

    Dictionary mkhulu ashuuuuuuuuuuuuu

  • @lucynomsamlotshwa272
    @lucynomsamlotshwa272 2 роки тому

    seyirite mkhulu

  • @mangenssporoh4230
    @mangenssporoh4230 2 роки тому

    Bhanabhas nondela mzimba dictionary uthixo akugcine njalo usisizise bakithi sxakekile.