Mshumayeli Majiya; uMlanjwana uyawakha yini umuzi wakubo malume / uyakhuluma yini emsamo

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 28 жов 2024

КОМЕНТАРІ • 28

  • @NomasontoBetty
    @NomasontoBetty 2 місяці тому +6

    U shembe uyidlela neqiniso sisezulwini masino nyazi lwezulu

  • @sharonmkhwanazi6188
    @sharonmkhwanazi6188 3 місяці тому +2

    Amen. Mshumayeli ingabe ulanjwana oyintombazane uyalivusa ikomalume

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 3 місяці тому

      Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

    • @KwaneleGoodman
      @KwaneleGoodman 3 місяці тому

      Ukuvusa ikhaya akusikho ukwakha izindlu kuqonde ukuthi usolanda umfazi ezo zala izingane kuqhubeke isibongo somuzi angazi owesi fazane engawu vusa kanjani ngoba ubaba wazo engazi hlawula azilande mina ngokwazi Kwami umlanjwane ovusa umuzi ophikiwe noma kube umshana olandwe Kubo wacelwa edlozini kuthi nakhu ephela amadoda komalume cela umshana azoba owako malume uyena okwazi ukushisa impepho

  • @Ulungisanii
    @Ulungisanii 3 місяці тому +4

    Majiya 🙏🙌 👏

  • @RdggFghv
    @RdggFghv 2 місяці тому

    Shembe unkulunkulu kusho mina ngu usifiso dladla ngiyafisa inkosi ingisize ngiyiqoke ingubo emhlophe amen

  • @mafikambatha2713
    @mafikambatha2713 3 місяці тому

    AMEN, Mshumayeli Majola, ngifisa nglinye ilanga umeme ubaba UMpofu waseMnambiti, kunohlangothi ayaye aluchaze ngayo loludaba.

  • @banelezungu7058
    @banelezungu7058 3 місяці тому +1

    Siyabonga kakhulu kubagcotshwa benkosi, baluhlubile udlubu ekhasini.

  • @sybongawiseman7565
    @sybongawiseman7565 3 місяці тому +1

    Siyabonga kulemfundiso.inumber yocingo ingatholakala yini uma ngfisa ukuxhumana noMshu Majiya kumbe ekaBaba uMajola.Ngyabonga kakhulu

    • @SizakaleBiyela
      @SizakaleBiyela 3 місяці тому +2

      Hamba ekhaya lemphefumulo kwa Mashu❤

    • @mondlimazibuko8352
      @mondlimazibuko8352  3 місяці тому

      @@sybongawiseman7565 asikwazi ukunikeza inamba yomuntu esidlangalaleni ngiyacabanga ukuthi okulula ukuthi uye ethempelini uzicelele wena

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 3 місяці тому

      ​@@mondlimazibuko8352Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

  • @NtombizingiNzama
    @NtombizingiNzama 3 місяці тому

    Amen bashumayeli beNkosi.Siyabonga ngolwazi enesithulela lona.Ngicela kubuza owesifazane otholele abantwana ekhaya lakubo inhlanhla yomshado ayibangabikho, unalo yini igunya lokwakha indlu yakhe nabantwana egcekeni lakubo? Amen🙏

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 3 місяці тому

      Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

  • @siyandasabelo1984
    @siyandasabelo1984 3 місяці тому

    Ukhela Phezulu kakhulu Mshumayeli. Genareal Info nje Le

  • @mpumempumelelo5347
    @mpumempumelelo5347 3 місяці тому

    Syabonga kakhulu🙏nam ngingumlanjwana nabantwana Bami nabo ngibatholele komalume.angihlawuliwe nabantwana Bami nabo abahlawuliwe.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 3 місяці тому

      Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

    • @KwaneleGoodman
      @KwaneleGoodman 3 місяці тому +1

      Inkinga ke leyo ngoba umsamo awu qondile nawe uqhuba lokho komele uzi hlenge uyoncenga ubaba wakho akuhlenge

  • @MsawenkosiVictor
    @MsawenkosiVictor 3 місяці тому

    Ukuthi nje koBaba ukukhuluma kuyashiyana ngoba ubaba Mfundisi uNtombela ukuveza njekuthi mewashona ubaba engakhokhanga mina engikhulisile ngiyakwazi ukuthetha icala likababa ngithenge impahla ebizwe oMalume ngidayisele obaba omncane bayothetha icala likababa

  • @thulaniduma6830
    @thulaniduma6830 3 місяці тому +1

    Siyabonga iziluleko eziwuk uphila kithi siyisizwe esimfisholo

  • @mlungisingobe-yy9dr
    @mlungisingobe-yy9dr 3 місяці тому

    Syabonga bt Kuze Kube Nini nibiza isbongo sakomalume?nezingane zezingane zam🤔 yoooooh

  • @MsawenkosiVictor
    @MsawenkosiVictor 3 місяці тому

    Kukhona ukuthi ngikhulele kubaba wangakhokha washona ubaba uthole ukuthi nekoMalume aliqondile noMama uzalelwe ekhaya kanti abekho abazothetha icala likababa akanamfowabo lizothethwa ubani mangingavumelekile ukuya kithi

  • @lindokuhlelindo8834
    @lindokuhlelindo8834 3 місяці тому

    Ay mfokamajola umuntu melanda kakhulu ugcina ungaphendulekile kahle umbuzo

    • @mondlimazibuko8352
      @mondlimazibuko8352  3 місяці тому +2

      @@lindokuhlelindo8834 yah kubanjalo uma une data elincane kanti uma uyilalela kahle yonke uphenduleka kahle impela uneliseke futhu, lento iyafana noma une airtime yeshumi lo omfonelayo yena usuke engazi ukuthi uneshumi

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 3 місяці тому

      Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

    • @mondlimazibuko8352
      @mondlimazibuko8352  3 місяці тому

      @@lindokuhlelindo8834 inkinga akafuneki umuntu otatazelayo kodwake kuzothuwani ne data leshumi