Hallelujah siyabonga ku Thingo. Inkosi yomusa nesethembiso. Ngiyamazi lobhuti uke ayibalise indaba yakhe.
Amen siyabonga
Kodwa sicela nisiqedelele yonan inkosi iyonibusisa nisalungiselela ukusifakela ephelele
Iyi, so emotional engathi ibingaphathwa kahle lento ma Africa!
Ewuuuuu🔥🔥🔥🙌
Amen
Inkosi ikbusise mshumayeli
Sgcotshelwe eMaphephetheni
Abantwana.besonto laba.ushembe
Akabafihle usathane
Angababoni
Ngiyanibingelela MaNazaretha egameni la NKULUNKULU wethu UNYAZI Lwe ZULU. Ngibingelela nobhuti bami be BONANI PRO MEDIA ngenhlonipho enkulu. Ngicela ukulekelela la, ikhona iNKONZO ephelele. Ngicela niyibheke ngo (THOBANI NGUBO NDLOVU, National Visit eHlahlindlela Temple). Ng'yabonga kakhulu.
Bafwethu. Ngiyabonga nami. Ngo mhla ka 30 April 2023 samkela uMshumayeli wethu la EHlahlindlela Temple, ngicela nibekhona bafowethu.
Uma uzalwa ingqwele nawe ubayiyo uhlobo lobhuti esinabo
Syabonga kakhulu sisavela ephelele😓
Bheka uThobani Ngubo Ndlovu. Uzoyithola lapho yonke ephelele. Ng'yabonga kakhulu.
Koda admin sicela yonke
Bheka uThobani Ngubo Ndlovu. Uzoyithola lapho yonke ephelele. Ng'yabonga kakhulu.
Amen
One of the best Mshumayel we have 😊
Best ngani??? 👀 Ngokugida?? Ngenkonzo?? Ngokuhlabelela??
@@Sifisodladla2003awuu Dladla mfwethu, woniwa yini umoya wakho?