SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngathwala ngobaba wami ongizalayo ngenhloso yamandla amaningi | S1 - EP99
Вставка
- Опубліковано 4 жов 2024
- Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #truth #secret #sikhiphaizimfihlo
Wonke umuntu uyozimela phambi kaJehova!!!!!
Fut kunjalo nkosyam yey😢
Safa nkosi Yami yilesisthwalo sobalekelaphi manje sesaba namagazi masithandazeni makholwa 💔😭
Inkinga nabafundisi bayathwala,akusekho ukucasha
I'm so traumatized ngicela I counseling 😮 kuthi angigumbe umgodi ngifihle khona ngoba hayi kunzima emhlabeni kodwa nje umbulala kanje umzali ngenxa yemali ,moyidla nje lemali unembeza uthini 😭😭😭😭😭😭😭
Ngya shaker yaz
Waze wabangumama yoooh walimela inciniso mama
Ngabe kahle hle uyena bani lona owafika nokuthwala kubantu abansundu ngoba wow.... Kuningi nkosi ngenelela smakade😢😢😢
Mawzobuka lezinto bazthatha emazweni ase Afrika. Mozambique, Zim, Nigeria n so forth. Lemmoya nemphefmulo bayiyalanda igcwale kuleli lika Phunga no Mageba. They cause miscarriages, killings and they resurrect the dead okwenza ukuthi umkhathi wezwe lakithi usindelwe amademoni. It's one the reasons why we being held into this terrible account of poverty, evil spirits, fierce weather conditions like floods and stagnation
Kudaala ukuthwala kwakukhona nasendulo kodwa kwakwenziwa abanumzane bemizi bandisa imfuyo, abanye sikhule benezitolo nezimoto ngenxa yako, bt nw lento seyenziwa nangabafana abancane bagcine bangayilandeli imiyalelo bagcine bafe kuphele konje bahluphekise nemindeni yasemakubo ngenxa yomhobholo cz bona basuke befuna iFame ngemiphefumulo yemindeni yabo 🙉😡
@@PinkZethuBhenguinzima lendaba ngoba nakudala imizi eyayithwele namhlanje ayisenalutjo,.... Iyabheda nje lento ngoba idinga uzwise kubuhlungu
This boy unesibindi uyanyanyisa he need to be arrested and rot in jail😡
@@vusishongwe5617 Ezinye itory ngathi amanga vele la
@@vusishongwe5617 mawunomqondo omncane uzothi izitory ezinjena azikho...khona nezi worse kunalezi, lento yokuthwala is real and mostly it affects umuntu ongahlanganise lutho nazo but bcoz u a family ugcina usuba umhlabelo
Kabotshwe impele.engakunxoleli njaa
@@thembiencube-s2ungempela🔥🔥🔥
@@phikelansele5651 kabi🔥🔥🔥🥂
I love how you ask the questions Lungsta😍
She is so talented love this soul
Yeah neh keep it up Lungsta girl we love you ❤
She's doing a good job 🎉❤
she is judgemental though...
@@siphelelesphelo864she is way too judgmental for me I love ustufuza and the guy .
Ngifisa ngathi ngingavusa owami ubaba wena ubulala owakho ,yoooooh sathane
Iqiniso lakho angeke likusize ngalutho mfe2 uzibulale wena
Aiy vele nam ngfisa ukuba noBaba epilwen yam nkosi yam
Me 2 I wish ukuthi angavuka khona abadlala ngabo umhlaba wonakele shem
Yimi loyo bengimthanda wami ubaba
This is a honest mother
Siyabadinga omama abanje,nkosi yam.wamuhle Jehovah kwabakwesabayo
Ikholwa liyaxolela no Manase ebhayibhileni wathwala ngabantwana bakhe kodwa uJehova wamxolela
Doti mfana Bulala uyihlo uyinja
Ukhohlakele😢
Iqiniso lamama bandla😢. Lobhuti kumele abuyele ejele vele weqile
😅😅😅😅😅😅
Ukube bonke abazali banjena😢Ngaze ngamthanda umama oneqiniso
R❤❤ h🎉
Sayabonga mama ❤️ngiyawathanda amazwi akho saphela abantu nenhliziyo ezimbi 😢😢😢badela abazali babo ngenxa yemali
Ababoshwa Ngan labantu 😢
Abukho ubufakazi bangaphika konke!
Ufakazi wuye phela umnikazi wemfihlo nabo laba bakwa blaqlife
Ne video ubfakazi
Ingoba vese le show yamanga nje. Ngeke uthi uzo confess uye ku TV ebantwini ongabazi. Weqa ejele wayithathaphi imali yoku e Nigeria neyoku thwala mnc
😢abantu abaningi lezinto abanazo amagaz abantu
yaze yankulu indaba yokuthwala...abantu abasafuni ukusebenza kanzima...kodwa okubuhlungu abaphili kamnandi nalemali ayibajabulisi
Abaphisani nangayo sinalonkinga ekhayeni
"Kwangulube zakho lezi ezibangu msindo"😂😂😂
😂😂😂😂
😂😂😂
😂😂😂
😂😂😂😂😂😂😂
Lezi ngulube bezikhala Kamnandi yini engakavel amaqiniso 🤣😂🤣😂🤣
Eish zibuhlungu lezo ndaba nkosiyami ngisho umtanami ngeke ngimxolele into engaka makahambe nengulube eyibanga umsindo yisilingo lesi 🤞 phephisa mama ozeleyo unomlandu
I mpilo bantu ilama challenge no one is safe in this world 😢😢😢
Amapoyisa should always be on standby lana
Amen
Ngivumelana mawe
Azokwenzani??
😢😢😢😢😢😢😢😢 yooo nkosi safa siphila nkosi ngenelela
Azokwenzani ngempela amaphoyisa 😟
Labantwana banezinhliziyo ezimbi, how come he's not in prison?
Weqa mosi, uzophinda eqe😢
I'm speechless 😮😢
Ngcono siyohlala namabhubesi ezi qhiwini saze saphila kwanzima emhlabeni
Imali yimpande yesono, ngcono nhlupheke ngize ngyekufa l will never kill my family ngenxa yenotho into esizoshiya emhlabeni
Very true yazi mina I don't suffer from peer pressure anymore I have learn to accept impilo the way engakhona
Ukuthanda imali yiyona mpande yesono hayi imali
Kwanzima ukubulala umzali ngesakho isandla umbuka 😢
😢😢😢it's very painful
It's so painful😢😢😢
@@NonkululekoMhlongo-w1obangathwali ngawe abantwana bakho 😂😂😅
@@NonkululekoMhlongo-w1o 😂😂😅
Lungstar 🎉ngaythanda kodwa imbuzo yakho cc❤umuntu umtshele ivari ngephansi
Baba uBheki Cele ukuphi uma kunje😭💔😭😭 bekungakuhle uma ungathi uphuma lapho ubuyele khona ejele. Ai xem 😢
inkinga asiyazi i agreement ne policy yale show,maybe bazoziqhelelanisa nakho konke okungadingwa amaphoyisa.
Ubaba wami washona 2017 namanje kusebuhlungu akwemukeleki bt khona ababulala obaba babo noma ngingahlupheka kanjani ngeke ngithwale ngegazi lami but mama ngicela umxolele Bhuti yize kubuhlungu😢
Nam sometimes i cry i mic him so so much
Hawuuu jesu ngyazisa msamariya ocwebileyo ayi ngenke loluhlelo Jesu selungivule amehlo ngenye indlela ngyasaba mina manje emhlabeni izingane zethu mina nglunge ngihola Lena encane nengiyifukuzela nglale ngigula kunalokhu kuthwala 💔💔😭😭umgwaze nje uyihlo eyeeeeeeen
Yoooooh mfana ungaze ubulale umzali wakho ngenxa yemalinje?ngiyakusaba sathane lonemsila
Ngilokhu ngaalalela udaba labantu abathwele aiii akubahambelikahle
Kwaze kwanzima emhlabeni sihluku esingaka ngendaba yemali
Ooooh kwaze kwabu hlungu mfana ubulala ubaba wakho , kuye kwathini mawuva iskhalo sakhe umfaka ummese 😢😢😢😢
😢😢😢 chA kahle nje munt akasaphephile ezewen😢😢😢
Yoo Thina bazali sisenkingeni,ngathi uncono ongazele makunjena
This lady host must stop asking too many questions, she is interrupting the confessions, it's not an interview, it's a confession, so please allow people to tell their confessions the way they have to, because by your endless questions you are making these confessions yours!
shes annoying this one
She is right she must asked questions so the one who's coming to confess must be aware of coming consequences first I agree with her
She's asking the questions on our behalf. We tend have a lot of ideas on how people should run their shows. Come on
ukhuluma iQiniso alumfanel loluhlelo nje
Stop this nonsense of criticizing this poor lady this is her platform & she has the right to ask any questions that she feels that they need some answers . Well done my sister & I salute you for the job well done because this your program anyway if some people are offended by that they rather just not watch the program simple as that!
Kwaze kwanzima ezweni sakhile 😢 ngifisa ngisho nokuvusa owam ubaba emathuneni
😢😢 me too
Kuyahloniphisa kakhulu, umzali. Yinoba ngubani njeee. Ukubulala noma wuphi umuntu. Yihlazo leli. Vele Nami, ubaba umzali, ngenotho,ngeke. Wafa kabuhlungu ubaba. Lala baba ngokthula. Inkosi yiyona ezohlela. Umnotho yizinto zemhlabeni,kuyasala la emhlabeni.
waze waneqiniso umama ngiyamuthanda yazi❤
Uthando alukaze lubaleke bro. Wena nje ungusathane nje uqobo.
Usathana nyani
Yabona lo uzothwala ngo mama wakhe ngoba evutha kanje😢😢
otfwala ngonina ahle ahlale e nageria
Ngaze ngamthanda umama iqiniso uyalimele
😂😂😂😂😂😂😂uzofa lomama
Kakhulu nkosiyam
Lafa izwe ngezithwali konakele kuphi ngempela saphenduka izilwane nje buya nkosi sekwanele manje💔💔💔💔💔💔💔
😂😂😂 ngaze ngamthanda nangu uMama, sidinga oMama abakanje abaneqiniso kulezinsuku zokugcina👏🏾 Mama uNkulunkulu abenawe akuvikele kulemimoya esilethwe yindodana yasetilongweni
Ngaze ngakuthanda mama ngicela umdali abenawe mama wami❤❤❤
Ngaze ngamthanda umama..amagame mahle kakhulu khombisa akuvuthwa.
kubuhlungu kakhulu mina ngisakhala ngo Mama wami no Baba nezingane zami angeke ngisakhala namanje 😢😢😢
Ai kunzima mfw2 nooh angeke Yaz umuntu isilwane sihleli njeeh kanty kunabantu abasilindile kuthi bethole amehlo esikhasha njeeh
Umama wesizweke lo nabanye oMama kumele bemele iqiniso njengalo mama ❤️❤️❤️
Dankie mama
Solibe sibanazile ngiyisaba kabi indoda enakho konke enemali angsondeli sdalo😢😢
Ngathi usho mina cc angibheki nje sdalo
Yoh kunzima e south Africa 😭😭😭😭😭
KZN what happen Zul omnyama nenzani abantwana bethu basphendukela .My heart is bleeding nkosyam ngaze ngaphoxeka as ngumuntu wase KZN hhay bo Thixo ngenelela enhlizweni yomuntu ayngabi ilitshe inhliziyo yomuntu Thixo.
Asazi cc, kungenzeka akuyiyo yodwa KZN sizobona ngokuhamba kwexesha 9:48 . Mna ndiyoyika baninzi ooRosemary ngeendlela ezahlukeney.
😮😮 ngaze ngesaba bantu kanti emhlabeni kunjani
Ngyathanda indlela obuza ngayo lungstar kuphenduleka nemibuza esinayo nathi babukeli laloluhlelo👏
Mmmmh lezthwalo ziwubulele umhlaba abantu bathanda imali nobukhazikhaz nokubukwa kukhulekwe kubona haaaai ashame abacebe angnamona syababongela cz vele bafuna lokho "ngbongeleni ngigiye "abagiye ke
Umphakathi mawusebenze ngaye leskhohlakali lesi
😢yeka indawo yakithi i Greytown Jehovah
Angsamangele jesu
@@mthokozisilucky inkulu i Greytown asazan nam ngbalisa nje ngobhlung obenzek endawen yangakith
I'm shooked 😮
Makabulawe ngumphakathi naye.
Bancane abaphumelele ngendlela eqondile .....abantu bathwele 🤞😔😔
Uzofika sebathutha e nigeria
Sengisabela umama bandla njengoba esemlahla kanje undodana kungenzeka avele athwale ngaye ngoba vese usemdubile undodana,masisebenzeni madoda sidle imali e clean ngisho iyincane injalo kunalokhu.
Smakade 💔😭 kwabuhlungu ndaba yokuthwala
Yoooo noma kungathiwa yimillion, avunesibindi sokuwuvula lomlomo uthethe
Kanti yindaba ungamyeki azenendaba then bese uyabuza usuzwile istory
Angaz abantu bayaphi ekuthwalen, yonkinhlobo yesthwalo igazi la dark or blue imbuzi enezinyawo ezimbili iyadingeka ilaphi eNigeria uyolanda isthwalo sizihlalele😢
Sibonge ukuthi ulikhulumile iqiniso,before ubulala umama
Instead of Sizokuthola on Moja Love it's better we watch Blaqlife
😅😅sokuthola ungenaphi
Instead of "you promised to marry me" it's better we watch this 😅😂😅😂
😂😂😂😂😂yaga ner
Mmmmm yaz
Instead of watching UKungenwa 🤮on moja love .blaqlife deserves a spot on dstv or SABC
Umzali uNkulunkulu wakho woqala oh Shembe ngelela
Yaaaaaaah mfana ngizwa ubuhlungu ngalento awayenzayo
Litsambo lemuntfu aludliwa . Tjelani tintfombi takhe
Mpakathi,Mthakathi ngenelelani bo, isgila mkhuba.
Amen mama syabonga ngeqiniso onalo
💔 💔 💔 💔 💔 💔 💔 💔 💔 wabulala umzali wakho ngenxa yokuthanda imali
Ungcono ngoba ugcine uphumele obala ngcono kunalaba abafa nezimfihlo.Siphuma emindenini engafani kunzima.
Thats a sad story shem 🥲🥲🥲🥲
Yooooh kunzima ugcono ongazele
Yoo yoo 😳
Kubuhlungu😢
😮😮😢😢hamba ushone sathane
Eish guys inhlupheko ikhona yona let's accept siyeke indaba yesithwalo
This is reality thanks to blaqlife television. Lungstar you're very strong the way you asked questions to this young man. Isithwalo it's very old evil movement. I strongly believe that abelungu bathwala ngaty sizwe esinsundu. Ingcebo igcwele ukungcola yonke. Mina ngyamthanda lomfana ngoba ukwazile ukuzeneka ngisathane avumelana ngawo nabanye osathane. One thing that we need is to pray and make sure that everyone at our homes are joining prayers at home. Because priests they thwala also. So itch and every house hold needs to gether together and pray bakithi. Ngiyamthanda kakhulu umama womfana the way she re acted towards indidana nentwalo yayo. Though I'm also happy to see umfana ezeneka kuzwelonke irrespective ukulahlwa unina. This thing named money it's where evil is routed. Iqinisa leli elithi ena imali imoande yesono. Ewu ngiyasisaba isibindi sokukwazi ukubulala. From abathakathi abaxolisi abaxoli bayasizonda and baqala khona emakhaya ethu basicekele ohansi size sikhethe ukuzibulala kanti naba osathane sibaxoxela zonke iznkinga zethu ezidalwa yibo and baze bafe bengaxolisanga besizomda sizalana. Ngiyamncameka umuntu ompolayo njengalomfana. Eyi size sibangcwabe esizalana nabi beqeda umndeni bengakaze baxolise zinezinhliziyo ezimbi lezinto plus bahlezi besesontweni. I'm not in God position but when anyone asked for forgiveness i forgive because I'm able to forgive people without asking for forgiveness. Kade singcwaba thina nabazali bethu nabantwana bethu babulwa ngemilingo esizalana nabo kodwa abakaze baxolise baze bafa bashiya abante abasasuzonda namanje lutho ukuxolisa. Kumanje akungenelwana senziwa babi ababulali bethu. Ingakho ngithi in this case yalomfana ewu kukubi kunje kodwanje umuntu axolise aphumele obala. Hayi lemigodoyi esontayo ibe isicekela ohansi and thina sesayeka nesinto ngenxa yokungcola ngegama lenkosi heyi bantu kubi langaphandle angifuni ukungasho
Yhuuuu siphi na apha abantu abananembeza yhuuuuu
Umama ngimcelela isbindi kulente nzima kangaka 😭😭😭😭😭😭
I Black Life Tv inyaninyani
Comming out
Yimlo
Big Secret
Lekunutu
Wonke lama
Show amafiki
Ku
Black Life Tv Show of the year. Black Life Tv❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤
Inkinga sonke esifana nyana asifuni usebenza nzima zijwayela ukutwala ngalo lonke ixesha 😢😢😢
Unesbindi mfana uthwala ngoyihlo kuyayiwa kwaskhova sikhale mini
Mmmm singaze Sinibone niphila kahle yey nibolile😭😭😭
Ewuuu yooh mnetfu ngesihlungu ngendzaba yemali hambofa mnetfu
Ngenelela Nkulunkulu, sisacela 😢
Izingulube ezivanga umsindo😮
Uyinja udla imali yezinyembezi esekhala nje ubaba wakho uwufaka kakhulu ,😭😭😭shosho
Yey wayi handle Kahle lomamama akanavalo sdalo
Hai lungsta uyaybuza into engaindawo.
Kwanzima igazi lomuntu liyakhuluma😢😢😢😢
Aish kunzima kodwa uthi siyophinde sizethembe iyingane zethu
Forgive us as we forgive our trespass,God has forgiven u boi,He said we must confess our sin funa yena manje useduze kwakho thandaza uyasiza ngeqi niso
Cry my beloved Country, what happened to us 💔💔💔 yhoooo this is heartbreaking to the core!!! Bathong this is scary
I like how brutal Lungstar is🙌
Yoooh bhuti babe wakho pho😭😭😭😭😭😭😭
Sesihlala nosathane emuhlabeni
Ngawathanda amazwi omzali...Waze wangidina umfana