Amashayina amahle

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 21 сер 2024

КОМЕНТАРІ • 43

  • @artafrica639
    @artafrica639 6 місяців тому +4

    Ewuuuu....umaskandi esacula ngempilo yomuntu, hay lamalanga omaskandi sebaphenduka oosomahlaya nabafazi bethukana kwiinkundla zokuxhumana. Sake sabusiseka thina ngekhono lalensizwa...

    • @Duma_Mphondi
      @Duma_Mphondi  6 місяців тому +1

      Ngivele ngizwe inhlungu mnewethu ngoba labantu abazuzanga lutho olutheni ngalomculo kodwa yibo ababenengoma okwakumele ibathuthukise, asoze ngaxola ngamashayina hhei ungikhulisile umculo walezi zinsizwa

  • @Magwaza7925
    @Magwaza7925 3 місяці тому +3

    Phansi eMsinga madod, zyohamba ngempela insizwa, Thwalinja ne Ngedlane amaqhawe angakithi madoda 😢

  • @LungileKubheka-qu9ep
    @LungileKubheka-qu9ep Рік тому +4

    Ngakhumbula uBaba😊❤️

  • @victory3694
    @victory3694 2 роки тому +4

    Sacelaa eziny bohhh🤝

  • @phakamanisithole9058
    @phakamanisithole9058 6 місяців тому +3

    Aww kodwa ngoThwalinja

    • @Duma_Mphondi
      @Duma_Mphondi  6 місяців тому

      Aiiiii isiphiwo salezi zingwazi besisikhukhulu kakhulu

  • @odacreations3748
    @odacreations3748 6 місяців тому +3

    Ngakhumbula sakhula😢

  • @ShaoWoCela3
    @ShaoWoCela3 Рік тому +4

    khuphuka baba kaHLOH🤩

  • @vusumzimacamba8323
    @vusumzimacamba8323 Рік тому +4

    💥💥

  • @vusumzimacamba8323
    @vusumzimacamba8323 Рік тому +4

    uma uyazi ingoma ...yingoma le ...

    • @Duma_Mphondi
      @Duma_Mphondi  Рік тому

      Ungqo wayo eiiiiii aiiiii Impela leliqembu ai lalishaya kakhulu

    • @lungisanimazibuko7557
      @lungisanimazibuko7557 11 днів тому

      Lengoma yokuqala ku le video ikuyiphi album 🔥

  • @NkanyisoDuma
    @NkanyisoDuma 19 днів тому +1

    Ngimbula ubaba wami umpheshi wamabhulukwe adabukile 😢😢mangibona le video 😢

    • @Duma_Mphondi
      @Duma_Mphondi  19 днів тому

      @@NkanyisoDuma Duma ungowangakuphi nezwe hau wafana nensizwa zakithi🙆🏿‍♂️🙆🏿‍♂️🙆🏿‍♂️🙆🏿‍♂️

  • @KhumbulaniMavuso
    @KhumbulaniMavuso 4 місяці тому +2

    Amashayina madoda😊

    • @Duma_Mphondi
      @Duma_Mphondi  4 місяці тому +1

      Aiii babelishaya ikhanda labaBhemi🙌🏿

  • @kusasalakhehlongwa4199
    @kusasalakhehlongwa4199 2 роки тому +3

    Umhlaba angeke uphinde unone 🤞 alale ngokuthula uBaba uThwalinja

    • @Duma_Mphondi
      @Duma_Mphondi  2 роки тому +4

      Eiiii cha impela asoze ngixole... Hhei leliqembu liwusebenzele umhlaba

    • @kusasalakhehlongwa4199
      @kusasalakhehlongwa4199 2 роки тому +2

      @@Duma_Mphondi uyazi sengafuna iDVD yeAlbum ethi eZola ngaze ngancama

    • @Duma_Mphondi
      @Duma_Mphondi  Рік тому +1

      @@kusasalakhehlongwa4199 ngizoke ngicinge uma ngifika emakhaya ukuthi likhona yini lelo

  • @mxolisimbanjwa186
    @mxolisimbanjwa186 2 роки тому +5

    awuzifake nje nkabi unganaki syabonga

    • @Duma_Mphondi
      @Duma_Mphondi  2 роки тому +2

      Ungesabi qhawe lami ngizokwenza kanjalo

    • @penuelmshengu
      @penuelmshengu 11 місяців тому

      ​@@Duma_Mphondisawubona bhuti ngicela iventure full album pls

  • @MenziDlamini-im1oi
    @MenziDlamini-im1oi 2 місяці тому +1

    Wayecula lobaba 😢😢

  • @Martin_Lwandle
    @Martin_Lwandle 11 місяців тому +2

    kodwa ikuyiphi i-album lengoma ethi aniyeke ukuthuka omkhulu bethu nibabize ngama dimoni

    • @Duma_Mphondi
      @Duma_Mphondi  11 місяців тому

      Iyashoke futhi leyo eiii masebebethi ziyolahleka inhlanhla ekhaya ❤️

    • @sogodomasondezaqomelihleh8400
      @sogodomasondezaqomelihleh8400 9 місяців тому +1

      iku album Amantaliyane Sengimgezile

    • @Duma_Mphondi
      @Duma_Mphondi  9 місяців тому +1

      @@sogodomasondezaqomelihleh8400 ubheke kule albhamu ethi Hamba ushone mina ngijywalele ukuyudlala Uma kudlala leyo album... Angikuphikisi okshiwo ubafo kdwa uma ungatholi khna ubheke Nala engisho khna

  • @17_wm
    @17_wm 4 місяці тому +1

    Akuyiphi i album lamanoni?

  • @nquphazamandlenkosi8214
    @nquphazamandlenkosi8214 10 місяців тому +2

    ndiyayifuna le album ndcela ukubuza ishloko sayo?

  • @swalaymalex2973
    @swalaymalex2973 6 місяців тому +1

    Ayitholakali Kuma download mp3

  • @user-zc6nj6dt4j
    @user-zc6nj6dt4j Місяць тому +1

    😢😢

    • @Duma_Mphondi
      @Duma_Mphondi  Місяць тому

      @@user-zc6nj6dt4j Ave kubuhlungu futhi kimi Ai angbon nje kyophola🥺

  • @Duma_Mphondi
    @Duma_Mphondi  2 роки тому +1

    Eiiiiii.............. 😔😔😔😔😔😔😔Kdwa ngoSdudla benoThwalinja😔😔😔😔😔😔😔😔😔😔😔😔😔

  • @nattii5939
    @nattii5939 2 роки тому

    Webhuti🙌