Розмір відео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показувати елементи керування програвачем
Автоматичне відтворення
Автоповтор
Nansoke ingoma mntakababa Siyabonga winsizwa wena
Ake nginiphe lana uMthenjwa Special usakhe eMziyonke eMhlumayo kubuhlungu kuyadabukisa ngoba ngihlezi ngimbuza kuthi baba kwabakuphi bese echaza njenaye kodwa zindaba zomndeni , uvele akuculele lohamuntu akhale dliii izinyembezi uma umkhumbuza ngezikhathi zakhe , ubaba kaMagoso , indodana yakhe yokugcina yakhe cela ninglekelele nami nakhu silahlekelwa umculo iqhawe lisadla anhlamvana
Ngyafisa nami ukuhlangana naye ke sixoxe
6:27 aweeee hamba mnyaka! Ezaselaweni!!
Aw washo umfokaSithole madoda, phansi eMsinga...siyabonga sicela usizamele Amasosha kanye noYekethisa qhawe
❤❤❤
Ngigcine last year Okhozini bamzama kuxhumana naye ngakhala ngathemba kuthi kuyalunga ngibona namanje kusathule , kuma Albums akhe , uShameni, impande yesono , iJet, isalakutshelwa , uNwelezimnyama , ziningi kakhulu kunengoma lapha ethi' MaMkhize awbuyi emfuleni hamba lize liyoshona ilanga , uvele akhale futhi ubona kuthi umvusela ushukela kimi sengijabulela lokho nje loyababa uhlakaniphile kakhulu unomqondo yonke into ayikhulumayo iyakha futhi iyezwakala angisakwazi nokudlala umculo wakho mangibona ngoba uzokhala angizwise ubuhlungu ngizibone ngihlukumeza umuntu omdala , ngimbuze kuthi baba kukuphi , athi ukhumbule esagijima eyaselawini akafuni nokuyikhuluma indaba akayisebenzela kakhulu
Mmmm
Kwamina nje ngiyafisa ukum'bona ave ziyigugu kubaba ong'zalayo lezingoma