REV MDLULI

Поділитися
Вставка

КОМЕНТАРІ • 28

  • @xoliswafikile3874
    @xoliswafikile3874 4 місяці тому +3

    Yaaze yamnandi intshumaye iyandiphilisa emoyeni wam. Nyazi Lwezulu nguNkulunkulu ❤❤

  • @aneleiva80
    @aneleiva80 5 місяців тому +2

    Baba Shembe Nkosi yamakhosi 🙌 Nyazi lwezulu 😭 😭 Baba intlupheko angisayifuni ngiyacela musa ubheka ecaleni uma uthandazwa ngumoni ofana nami ngicela ungizwe Nyazi Lwezulu 😭 😭 yimina Anele Hashe ngale Eastern Cape 🙌

    • @gugumazibuko6275
      @gugumazibuko6275 5 місяців тому +1

      Dadewethu usuke waya eKhaya Lemiphefumulo kwaMashu E Section? Nami ngangizibuza njengawe kodwa uShembe uyangimbhulela kancane kancane ukuthi inqola ibhajwe kuphi. Ngaya kathathu ngonyaka odlule. Ngangipatanisa. Ngaya kunjalo ngahambisa inhliziyo yami. Ngisemalungiselelweni okuya maduzane futhi.

    • @aneleiva80
      @aneleiva80 5 місяців тому

      @@gugumazibuko6275 Ngizozama Bafo noma kunzima😭😭

    • @gugumazibuko6275
      @gugumazibuko6275 5 місяців тому +1

      @@aneleiva80 Ngingudade mina. Uma ufika erank yaseThekwini bazokukhombisa eziya eKhaya Lemiphefumulo kwaESection. Kulula kabi. Uma uyadrayva faka kugps eKhaya Lemiphefumulo izokuthatha iyokubeka ngqo. Ukhumbule ubike uma uzoya. Mina ngiyaye ngibeke kusenezinsuku bese ngithemeleza ezinsukwini ngibancenge. Bangimbhulele isdudla sendaba esidala ngingakazalwa. Hamba uyozizwela uMshumayeli Majiya ecaphuna eNqolobaneni.

    • @dalomchunu6350
      @dalomchunu6350 5 місяців тому

      Bafwethu yimi loyo izinto zami namile zimile ngyafisa nami ukufika ekhaya lemiphefumulo

  • @msiziguma9810
    @msiziguma9810 5 місяців тому +6

    UShembe uNyazilwezulu nguNkulunkulu,luphelele 🙌🏿

  • @dalomchunu6350
    @dalomchunu6350 5 місяців тому +2

    ""Akuvume ngehle bengezama nje ngoba inkonzo kaNkulunkulu bekufanele iqhubeke"" uphile mfundisi weNkosi ungithatha ungibeke❤

  • @nonhlanhlamaribe7050
    @nonhlanhlamaribe7050 3 місяці тому

    ngabusiseka🙌🏽

  • @nkululekomkhwanazi8678
    @nkululekomkhwanazi8678 5 місяців тому +2

    UShembe amthethelele umshumayeli. Kubonakala engathithi simehlulile isihlabelelo njengoba sigcine sesibona sekuhlabelela umvangeli.

    • @ZandileKhwela
      @ZandileKhwela 4 місяці тому +1

      ei nami ngazi kahle leyo uthi la bone kuthi weeeh sangilahla

  • @mzwandilefakude8758
    @mzwandilefakude8758 2 місяці тому

    Inkinga kodwa uMdluli😊😊😊 uShembe uvele ehlisele amazwi nqo😊😊😊😊

  • @sanelepatrick
    @sanelepatrick 5 місяців тому +1

    Mfumbathi 🙏🏿.. Siyathokoza baba Dlakadla

  • @user-hu5sz6eb8s
    @user-hu5sz6eb8s 5 місяців тому

    Mfundisi Mdluli ziyabusisa izintshumayeli zakho iNkosi isigcinele wena🙏🙏🙏

  • @mcabangelenimbathaemsinga4070
    @mcabangelenimbathaemsinga4070 5 місяців тому +9

    LoMfundisi uyena yedwa ofikisela uhlevane mayekhuluma indaba kaShembe...sengath uShembe engamgcina ezithobile

  • @ZandileKhwela
    @ZandileKhwela 4 місяці тому

    MMMMM YAZE YANAMANDLA INTSHUMAYELO KA MFUNDISI

  • @nokubongamillicent5136
    @nokubongamillicent5136 5 місяців тому +3

    Siyabonga kakhulu bhuti Dlakadla inkonzo emnandi ujehova akukhumbule njalo

  • @saneleselby9771
    @saneleselby9771 5 місяців тому

    Eyi kodwa Shembe siyomubonga ngani,akekho nowazi ukuthi ubongwa kanjani

  • @dalomchunu6350
    @dalomchunu6350 5 місяців тому

    Awu kodwa Mrev Mangangeni❤

  • @smlotshwa13
    @smlotshwa13 5 місяців тому

    Siyabonga Dlakadla media

  • @lindokuhleamos3840
    @lindokuhleamos3840 5 місяців тому +1

    Siyabonga baba.

  • @ZandileKhwela
    @ZandileKhwela 4 місяці тому

    Amenn mfundisi wami

  • @user-yl6pj2pi8q
    @user-yl6pj2pi8q 5 місяців тому

    Mmmmm...Ameeeen

  • @user-gw5yb9fh1o
    @user-gw5yb9fh1o 5 місяців тому

    Sho ba4

  • @user-zo1fm4mq6y
    @user-zo1fm4mq6y 5 місяців тому

    🥰🔥🙏🙏🙏

  • @NoluthandiDlamini-gb3uq
    @NoluthandiDlamini-gb3uq 5 місяців тому

    Cela Shembe andikhumbule😢