Siyabonga bo ngokusabela Ku mama kusho ukuthi nalezizindlu esazibhalisa NGO 1996 zathengiswa utshelwa lokh uye ngapha utshelwe ukuthi u bought a stand hw will I buy a stand ngingenamali iyoo kunzima kumanje ngiphila ngokuqhasha even m mom is paying rent
Yabona bafwethu labantu abahlukumeza abantu abadala udoti nje lowo nibulala iqembu lika khongolose nifuna ukufundiswa isifundo nina mah members ka khongolose niyabheda
Unkulunkulu abe nawe mntanam Godole ,niphephe baba
Godole mfowethu uyindoda emadodeni lingalunga izwe uma kungaba nabaholi abaqhakambisa abantu viva mk viva
Good Commander help that our Mother thank you Godole ,Viva MK❤
Niqaphele Godole nezinkokheli, siyanithanda. Sibonga umsebenzi omuhle eniwenzayo❤
Mfana wami uJehova unawe syakhuleka ukuba nihlengeke ngoba nikhishwe uNkulunkulu ukuzohlenga lelizwe.Phambili mtanam .❤❤❤❤🎉🎉🎉🎉
Siyabonga Godole imisebenzi yakho emihle
Hi , Godole my brother what a good effort we are behind you with all our prayers. Viva mk viva # msholozi.JZ
Up MK ✊🏿💚🖤💚🖤💚🖤💚
Godole mfowethu siyabonga sondelani zinsizwa kuZuma nizofunda ukuze niqhubeke nisimele,ngba nisebasha nina,uNkulunkulu anivikele abhidlize namaqhinga esitha asikuhlelela khona, unesibindi mfowakithi
Siyabonga ku Mk ❤no Godole ingakho sivotele iMk no Msholozi uNxamalala, mfoka Godole inkosi ikubusise, phambile nge Mk phambili Ngomsholozi, phambile ngo Godole❤
Amandla ma Mk amahle 💪
Good job godole mfethu
Siyabonga Godole mfwethu muhle umsebenzi wakho niqhubeke nokusebenzela abantu
Eyi phuma Ndosi angene uGodole nkocyam minister wamaphoyisa wethu omusha shaaaaa viva MK yethu jehova abe nawe boet wami 🙌🙌🙌❤️❤️❤️❤️
Mfokankomigodole madoda sifuna into enjena ke Thina Amandla!!!!
Not sure what going but keep good work
uNkulunkulu anikhulise bhuti Godole libuyile izwe ubuntu ubumbamo viva MK viva 🖤💚🖤
VIVA GODOLE VIVA SOUTH AFRICAN GOVERNMENT MUST GET GODOLE AS A MINISTER OF POLICE
Okamfan'godole uMfana ❤💪sebnza ndoda lungisa lpho konakele khona Ndoda
Godolo mfowethu niphephe ngempela kubi kubonakala sengathi bakhona abathengiwe ukubulala izinkokheli zethu..phephani madoda kubi...wonke amalunga eMK...qhaphelani izitha ngezibhamu baphakamile....makungabi ne Mk ehamba Yodwa qaphelani..
Godole bafo uyindoda futhi ngyazi awusabi mfene ngicela umsize impela ugogo futhi njengoba ekufonelile nje ukuthembile mfwethu uphile nje bhuti ameni
Ground force, Godole you have to be your ward councilor..Amandla✊✊✊
Siyabonga Comrade Godole phambili ngomsebenzi omhle,abasizakale abantu bakithi. Phansi ngalamasela ka-Rama
Aaawu bhuti wam muhle umsebenz🙏🙌kodwa niphephe ma MK amahle kubi emnyango
Khuphuka lapho Godole ❤
Ngiyakubeka godole usuphephe amaphoyisa amen ❤❤❤ viva mk viva
Syabonga Godole qhubeka nomsebenzi omuhle sizonikhulekisa kuloluhambo
🙏🙏sibonge wamuhle umsebenzi wakho uThixo akubusise Viva Mk❤❤
Umsebenzi omuhle uyanconywa♥️
Viva MK viva
Sibonge Godole qhubeka sinawe.
Amandla!!!
Siyabonga Godole ugogouxuba izindaba kodwa siyonda indala intombi uSibiya he must voetsek!
Syabonga maMK
Siyabonga bo ngokusabela Ku mama kusho ukuthi nalezizindlu esazibhalisa NGO 1996 zathengiswa utshelwa lokh uye ngapha utshelwe ukuthi u bought a stand hw will I buy a stand ngingenamali iyoo kunzima kumanje ngiphila ngokuqhasha even m mom is paying rent
My the lord bless Mr Godole and MK amahle siyabonga Msholozi ngosilethela abantu abanje ngo Mr Godole ❤
Mf2 syabonga umsebenzi wakho muhle kakhulu nkulunkulu akubiyele
Khuphuka Godole yilokhu esikufunayo sizable baba sesikhathele ama empty promises
Siyabonga Godole ngan yam savotelela loku umkhonto niqhubeke nikhule nisilekelele kakhulu nami ngiwugogo ohlukunyezwa abazukulu ngiyanidinga
Baxoshe Gogo labo bazukulu
Siyabonga kakhulu mfowethu ukusiza umuntu omdala Nkulunkulu akubusise uqaphele nokwenza evidence
Siyabonga nzizwa yakithi ngicela nisilungise lesisimo
Jamba Godole mfana wami ♥️💐,usebhliziyweni Yami
We Godole mfethu sinawe bafo ngeke kudlalwe ngabantu ngeke bafethu ngeke sizani ugogo
Thatha MK angazi ukuthi benizifihlelenu hawu Jehova usigcinele bona Ngathi because kahle
Siyabonga godole ukhule wande ubengange ndlovu
Mholo nkokheli yokuzalwa phambili uyibambe kanjalo ma. Mk amahle Vivi mfo ka godole ungavumi nezindlu zabo Gogo
Syabonga mfoka Nkomigodole❤
Siyabonga Godole nobabisene nabo kodwa sicela uvikeleke
Mr Zuma Godole deserve I position kwa MK uyasebenxa kakhulu ❤
syabonga buti ❤🎉
Lomgodoyi othengisa izindlu zogogo. Kuyafuneka izinsizwa zimbingelele.
Godole mfo ka baba ngikthulela isqoko
Yibambe njalo Godole yibambe MK
Siyabonga godole umsebenzi omuhle
Kumele sisukume silwe nezigebengu ngoba zidonsela umzabalazo phansi. Sakwenza emalokishini ngama late 80's to 90's. Sisengakuphinda. Ngeke sidlale izinswelaboya, especially lezi ezingena emakhaya zisidubule ziphinde zidlwengule
Google God bless you 🙌🙌🙌🙇
Siyakuthanda mfana muhle umsebenz wakho
Viva.mk❤❤❤❤
Viva MK ❤❤❤
Hawu bakwethu ngicela izinamba zakho Kodole sunenkinga lana eshisayo. Please please please ngiyacela
Syabonga MK
GODOLE SYABONGA MFETHU... NAMI OWALAKHAYA BAWUDAYISA O ZEPH SASIZWA UMPHAKATHI AYYY LABANTU BAKWA ANC SHAME
Abantu bakhohlakele langaphandle
Godole uyindoda and siyabonga kakhulu MK
Msindazwe siyabonga..
Godole siyabonga mfowethu...
Kanti lo Sibiya uyini yena Ku ANC, udlala yiphi India le edla izindlu zabantu bathule ka ANC?
Godole bhuti ngiyawuthanda nami umsebenzi okusiza abantu njengoba wenza, nkulunkulu anivikele.
Umphefumulo ngu R1000.00 eMsinga. Wow, kzn!!!
Umoya wamazulu muhle😢,Godole Siyabonga mfowethu ngomsebenzi omuhle owenzayo,isikhundla vele uyazinika ,mangibheka I future ye Mk yinhle ezandleni zenu nabo Nhlamulo
I'm also in da same boat but I dn't how to contact Godole
Godole mfana wami uNkulunkulu uyawubona njalo umsebenzi wakho uzokubusisa.
Yaze yabuhlungu indaba kagogo uqaphele nawe mfoka Godole ubuntu abusekho yaz umuntu ahlukumeze umuntu omdala kanje
uyi Ndoda Godole
Waze wangikhumbuza umama ugogo ngobushisha 🙏🏾
Kade sasinitshela ngokungcola kweANC ningafuni ukulalela, nazyaaaah, ziyakhala manje.
Godole wemfana wami nami ngiyakuthanda ngiseThekwini khula ndoda yamadoda ugogo umaNgcobo iveze ino yakho siyakudinga
Mfanakithi Godele kubonisa ubuqhawe okwezayo kuMama yingakho siyi MK phambili
UGogo wazi neprice 😳
Godole uyindoda emadodeni. Muhle umsebenzi wakho.
Dankoooo💚❤️
Enkosi Mr Godole
Siyabonga kakhulu maMK amahle,
Gogole uNkulunkulu asigcinele wena
❤
Yabona bafwethu labantu abahlukumeza abantu abadala udoti nje lowo nibulala iqembu lika khongolose nifuna ukufundiswa isifundo nina mah members ka khongolose niyabheda
Godole bhudwami sbonge yomsebenzi owenzayo emphakathini
Akaboshwe lowomuntu usithathaphi sohlukumeza abatabandala udla inyembezi zabantu
Godole mfe2 siyabonga kakhulu kuyimanje asigezi asinamanzi emakhaya indaba yalamasele athumana lonke izwe🚮😮😮😮
Ufuna inhlanmvu lomasaka
Sanibonani bantwana bami nogogo
Utholakala kanjani ngiyakudinga
Ingabe uyithathaphi imali usungumongameli nje
Wislima wena ngisho unyoko kuyacaca ukth awunambeko
@@SihleNxele-cu6dcisdomu sentombazane sies 🚮
MK MK MK BAGWAZE MKHONTO
Syabonga gogo sikhathele abantu abadlala ngabanye
Jehova aphakamisele ubuso bakhe phezu kwenu Godole mntanam
Godole sibonga umsebenzi omuhle bafo umenje uNkulunkulu akubusise
USEFILE AKAYITHENGISE USIBIYA USEFILE. UDLALA NGOGOGO BETHU