Mshumayeli Mkhabela 11November2023 insizwa eyathi iyayeka ukunikela

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 5 жов 2024
  • #ebuhleni #Sandanezwe Temple

КОМЕНТАРІ • 17

  • @mbhekivilakazi3813
    @mbhekivilakazi3813 10 місяців тому +1

    Amen 🙏 sikhumbule nkosi yamakhosi usgcine ngomusa wakho

  • @ThobileMazibuko-k5s
    @ThobileMazibuko-k5s 10 місяців тому

    Oh baba yibanati nyazlwezulu❤

  • @kwanelexulu4703
    @kwanelexulu4703 10 місяців тому +1

    Yooooh kukude bokaShembe

  • @xolanimzwakhezungu6066
    @xolanimzwakhezungu6066 10 місяців тому +1

    Zimemezeni zonke izizwe lizwakele lelo lizwi laphakade

    • @SibonisoIsrael
      @SibonisoIsrael 10 місяців тому +1

      Ake sizifune ukuthi kufanele sikholwe ngubani futhi kanjani.uJesu kuphela ofanele akhonzwe hhayi omunye umuntu

    • @anelemavundla6864
      @anelemavundla6864 10 місяців тому

      Hhay lamadoda abo angezwani,agqigqisana ezinkantolo,nikhohlakele kabi nina

    • @SibonisoIsrael
      @SibonisoIsrael 10 місяців тому

      Alikho izwi laphakade ngo shembe habe nikhohliswa emini heheni nidukiswa emini ka bha.Nisaba into engekho ngo shembe.

    • @SibonisoIsrael
      @SibonisoIsrael 10 місяців тому

      @@anelemavundla6864 yebo phela angisho aphethwe yilomsangano wezihluthu suka sathane

    • @xolanimzwakhezungu6066
      @xolanimzwakhezungu6066 10 місяців тому

      Nihlushwa yini Uma umuntu enza into ayithandayo futhi emphilisayo?

  • @SibonisoIsrael
    @SibonisoIsrael 10 місяців тому +1

    Cha impela yizikhathi zokugcina.Sizwe sakithi VUKANI emaqandeni ayikho lendaba yalo shembe..Aniboni ukuthi niyadukiswa

    • @ThokozaniZwane-st5gt
      @ThokozaniZwane-st5gt 10 місяців тому +3

      Umuntu odukile nguwe hlukana namaNazaretha nonkulunkulu wawo wena awungeni ndawo lapho

    • @SibonisoIsrael
      @SibonisoIsrael 10 місяців тому +1

      @@ThokozaniZwane-st5gt Cha alikho elibi mfwethu.Siyacela nje SEKWANELE manje.Lendoda iyodukisa abantu kuze kube nini?

    • @anelemavundla6864
      @anelemavundla6864 10 місяців тому

      ​@@SibonisoIsraelabafuni kuzwa ke angithi phela banesandla ekuchitheni umndeni wakwa Shembe kunjena nje yibona,abangen bahlukanisa isisu sendoda nx ayikho into engingayitshelwa ngama Shembe mina ahlulwa yinhlambuluko anishumayeza ini ebe engakhulumisani engumndeni nx

    • @xolanimzwakhezungu6066
      @xolanimzwakhezungu6066 10 місяців тому

      Hlukanani nathi bakithi siyacela please, we beg aw koze kube nini nisihlupha kanti?

    • @SibonisoIsrael
      @SibonisoIsrael 10 місяців тому

      @@xolanimzwakhezungu6066 Umbuzo uthi.Uma umuntu enza into ephambene nokulunga kufanele nithule?Cha mfo ngicela uzifune kuqala wena ukuthi uhlobo luni lomuntu,shengathi awuzazi.