I appreciate what you are doing both of you Malandela no Gwajo, ni deserve i gold crown, bafethu sethembe nina ngyanazi nivula nalapho kuvalwe khona, ningena lapho kungangenwa khona, big up to u Guys❤️, bhuti nawe cc bekani konke kumdali uzonivikela nizoyinqoba lempi, isifike kwabaphezulu, izinyembezi zenu zizophenduka injabulo engana mkhawulo, Amalanda alandelanelani no!
Gwajo no Malandela 👑 sebenzani i trust you guys bcs you never disappoint 💯
Congratulation ngendondo niyasebenza inifanele indondo❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤
Congratulations nge ndondo well deserve bafana be nyoni tv
We here already 🎉❤❤ Malandela noGwajo sizani Ingane ngyanithemba 😢
Yooo Gwajo noMalandela aze anibusise uJehovah bantabami niyazinikela bantabami syabonga 🙌
@Nokubonga-e4h ngath angabusisa umalandela ngoba uGwajo waslandela inyanga yakwamhlaba uyalingan kuthj iZosqola ngoba azi kuthi Inyoni tv inkulu so bazokholwa abantu nangempela bakholwa.so min ngithi uDoti nje uGwajo uryt eyedwa umalandela
Gwajo no malandela Ave ndinithanda big up BIZANA
Ake ngbonge ubhuti ngokunakekela usisi wakhe kangaka. Syabonga ukuthi kuzona zonke izimo ezibuhlungu abadlula kuzo kodwa abayekile ukbambisana.
Impela ubeyingoda ubhuti
Congratulations bo bhuti Nkulunkulu anibiyele muhle umsebenzi wenu
Ngyasaz lesosimo nkosiyam ngangisebenzisa izindwangu kwaze kwaba omunye miss eskolen owayengithanda esesaz isimo sami wayesengithengela amapads every month nama cosmetics but kwakuvele kufane ngoba kwaku peketulwa izinto zami kuthiwe ngithengelwe indoda kuthathwe kushiswe maqede ngishawe😭😭😭😭, lapho sengifunda standard 6, kwakumele ngisebenze umsebenzi wasekhaya ngizodla Uma kupheke Mina nakhona ubhotshisi😢😢kubuhlungu ukungabi nabazali namanje ngihlezi ngikhuleka unkulunkulu angigcine angikhulisele izingane zami zize zikwazi ukuzimela empilweni, iyangithinta lento yalocc😭😭😭
Ncese sisi kuyinto ebuhlungu ukuzwa ukuthi khona abantu besfazane abakhohlakele ngalendlela.
Kwazekwabhlungu😭😭😭
💔🫂
Awu 😢
🎉🎉🎉 congratulations 🎊 bafowethu niyalenza iqiniso
Muhle umsebenziweni hwajo no malendela niqubeke njalo🎉🎉🎉
Part 3 pls nami nginenkinga efanayo cela ukubona sphetho senkulumo
Yey😭😭😭isbindi sethu bantu besfazane sihlukumezeke intandane esazi kahle kty bembathinhlabathi 😭😭😭kodwa bamncane uzele nawe izingane zivele sihlukumezekile ukhona uJehovah akozeli akalali iso lakhe libanzi
Ayikho le will yafojwa. Angeles ubaba akhethe izingane zesende lakhe abhale ezinye ashiye ezinye.
😢😢kanti ziyenzeka ke lezozinto lemnyango la makunomuthi phakathi
Syabonga Malandela Nogwajo umsebenzi omuhle🙏🥰
Kwaze kwabuhlungu part 2 please 😮😊😮
Congratulations 🎉🎉🎉🎉ngendondo bafethu niyasebenza niyayishaya into yenu
Ukusebenza kwenzi kwenu kuyabajabulisa abalandeli.amandla❤❤❤❤❤❤lapho
Congratulations 🎉🎉🎉ngendondo you deserve it 🎉🎉🎉
I appreciate what you are doing both of you Malandela no Gwajo, ni deserve i gold crown, bafethu sethembe nina ngyanazi nivula nalapho kuvalwe khona, ningena lapho kungangenwa khona, big up to u Guys❤️, bhuti nawe cc bekani konke kumdali uzonivikela nizoyinqoba lempi, isifike kwabaphezulu, izinyembezi zenu zizophenduka injabulo engana mkhawulo, Amalanda alandelanelani no!
Congratulations to Inyoni TV solokhu sikhona asiyindawo🎉🎉🥂🍾
Kuzomele babike ngoba kufanele ifa li divid.we kuzozonke izingane zika Baba irrespective ukuthi babhaliwe noma Cha umthetho unjalo .
God bless u Malandela no Gwajo ,u never dissapoint ❤
🎉🎉🎉🎉congratulations bobhutiza
Bhuti Thabiso unkulunkulu asibusisele wena ngokunakekela ucc wakho uwe uvuka naye 🤝
Ubumbano lungamandla ,niyakwazi ukwesekana ngezikhathi ezinzima zempilo .
Thina nje akaze sithandwe ngisho ubaba usephila naye wayezwa ngentombi yakhe so nje namanje usewazishonela asikaze sizixake nangemfuyo yakhe sashiya kanjalo konke entombini yakhe sathi akahambe namalahlakhe
Eyshhhhh 🙆🏿 ngempela bafe2 kuya kubenjalo meseshonile ubaba but kulena imeko ngiyibonayo kumele ukuthi umthetho udlale indema yawo💔
❤❤❤🎉🎉🎉🎉🎉 Syalithanda bafethu
Mina ngiyafisa ukuhlangana nani bo!!..ngajabula kabi..🎉🎉
To us esi commenta singakezwa indaba😂
Indlela le angcole ngayo lomamncane kungenzeka wabulawa Nguye umyeni wakhe ade ahlukumeze abantwana kanje and kuyacaca uba zange wabathanda kwasekuqaleni
Ndia .bulela usombawo ngani anibusise Gwaju no Malandela
Molweni siyanithanda bo niyasiza abantu❤❤❤❤❤
Mmm lwaze lwabuhlungu udaba lwabantwana ndacinga awam amajuba ukuba masedingasekho azohlukumezeka kanje 😢😢 lekelelani bafana please 😢😢
Kwaze kwanzim emhlaben sithwele kanzima yazi Nam ngiyafisa ukudlulisa inking yam but ihlukile and ngiyanilandela bafweth
The step mother is wicked and evil 🙈
Awuu bafwethu kshuth akukho lapho ningafiki khona phela lomgwaqo enihamba kuwo ngiyawazi nami ngihamba kuwo mangigoduka
Wakhuluphala boh Gwajo
Mama unesihluku wazi kahle umama nobaba abasenabo ubanike no.a okuncane .Okwenzayo ukuthi kuyowela enganeni zakho nesizukulwane sakho .Ngiyafisa inkosi inisize isasa lenu ngeke lifane nenamuhla 😢
Injalo nje , God has a special way of paying revenge.
We love yu guys waching from Capetown ❤❤o
Ayikhanti weyithi for next part
Please part3 guys are trust you
Mmmmmm😭😭😭😭bo mumncane niyakwazi ukuzenzisa
Ngenelela Nkosi Jesu 🛐🛐
Please find this step mother ASAP she chose to marry a man with kids !!
Khalakath Gwajo nomaLandel sengikhon nginimamele ngila ePretoria Centurion .yizan nazo nesphetho ba4we2 nd ngiyanethemb mina nice job bra
Sbuhlungu udaba labantwana kodwa bafazi ukukhohlakala okunje
inkinga omama izinto zabo mfo media itakufihla iveza okweziwa amandoda kuthiwa anesihluku kahle kahle sonke lapha emhlabeni sona sonke ukuba ubaba lona owenza kanjena ngabe kugcwele emaphepheni
Ngaze ngafisa ukuba lobhudi onjengo Thabiso... Owami wu doti nje mxx
Inyoni tv niyawusebenzela umphakhati siyabonga guys for your commitment guys keep it up❤
Muhle umsebenzi wenu bafowethu engathi bangasizakala bakithi
Inyembezi zavele zabasemehlweni ami yoh kunzima emhlabeni
Mfokazungu nomalandela ❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤🙏hayi nginichoma uphaphe bafana bami nibuye ngamandla ku2025 phambili ningakhathali
Ujehova anembathe nje
Big up bafana be Nyoni tv❤❤❤
Kuyasetyenzwa madoda big up🎉
Wemamncane liyeza usuku lokufu asiphekeli la😢
Isondo liyaphenduka ,kusemhlabeni la.
Siyalibongela 💃💃💃💃💃💃100k🤸♀️🤸♀️🤸♀️🤸♀️
Congratulations guys about the award guys well done
Waze wagqwala emzimbeni uGwajo 🎉🎉🎉🎉🎉
#TINSIBA TEMAGWALAGWALA,,,GQUM' FALAKAHLA❤❤❤❤
I love u guys keep on helping people I'm proud of you guys
Ngine themba bazosizakala makukhona iNyoni TV🙏🙌
Same sabuhlungu isimo kulelikhaya..but nginithembile Malandela noGwajo❤
This need to include master court basizeni Bafana be Nyoni TV I trust you guys Noma bagapalagwa emafeni but they have to get share also love you guys
🎉🎉🎉🎉 Nayi indoblndo yethu intle❤❤❤❤
gulukudu sesikhona top presenters
Ngyanithemba phezu kwakhe lomama okhohlakele,,, we Malandela owakithi wena akudlalwa ke kwa Dlamini 😎
Been waiting on this for a while .let's gooooooooooo.Gwajo malandelanilanino. Kkkkkkkkkk.
Gwajo no Malandela u r doing great job .🥰🥰🥰
Phambili ngomsebenzi kuyancomeka elikwenzayo🎉
Yooo cha ngibuhlungu ngalabantwana kanti noma.a akasekho eish kwangathi ningakhona ukunceda nyoni tv malandela nogwajo kanye nethimba lenu yoo kunzima emhlabeni😭😭💔
Ndithanda ndawe ndee Gwajo nomalandela se Eastern Cape hai niyakwaz kubanceda bantu bt yandikhalisa😭😭😭😭
Home sweet home ❤
Mmmlondlela yandikhumbuza ekhaya ❤
Gwajo ❤🙌 and Malandela ❤🙌
🎉❤Hozani eMdantsane township maningi amaNyala I afuna uqondiswa....kuyanyiw@
Sibonga umsebenzi o muhle eniwenzyo guys ❤❤❤
Kanti ucameraman yena ungena nini emotweni njengba ize iyositha nje 🤔🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Lomama kobakuhle makanganazo ingane😢
Ndinithembile Gwajo noMalandela sizani lezo ngani lesosikhohlakali sika mhamncani uzidlele ilifa lezi ngani,kwaze kwadabukisa bakithi
I trust at u guys I know nizosebenza solution izobakhona we a waiting for part3
Naze atheleke ngasekhaya nakithi nogcinakhona Ngiyabonga good boys
Eish yaah neeh kukaneng ngikubona loku mina nje umfoka dube makungenzeka uma wengane zami angiphunyuke ngancono ngihlale ngedwa ngikhulise ingane zami coz ukubuhlungu loku engikubona la
Malandela no Gwajo sendikona❤❤
Ngiyafisa ukuthi baluthole usizo bathole okuncane emafeni kababa wazo ,nemfuyo ibuye ngoba ubugebengu abukhokheli.kodwa ngithi umphako wesihlakaniphi izinyembezi.i trust you guys ngoba nazo izingane sezibeke amathemba wazo kini.amen ngiyabonga
Inkosi uze ngisize ngamuhlukumezi u Lwandle and the rest of his kids
Uthando nginalo lwedlulele
Gwajo lo Malandela we need a celebration 😂❤
Kubuhlungu andimazi umntu uvumelani utshata nomntu onabantwana ndikhulele kwimeko enje but uThixo ukhona kuzolunga
Muhle msebenzi wenu🎉🎉🎉
I constitution ayivumi. Ifa lika baba Nani nifanele ukulithola. Please tholani abameli bamahhala bakahulumeni
Kudlalelwani ngabantwana ngoba beyizintandane?Wenziwa yini lomfazi abe nenhliziyo embi kangaka akayifuni nje impumelelo kulabantwana 😢😢
Nithandwa sithi🎉🎉
Cha ngiyayithanda inyoni TV straight
Congratulations..Bra Joe nawe Malandela niqhubeke nisenza lo msebenzi umhle
Sori Gwajo marn
Big up guys ngingayini ngaphandle kwenyon tv niyasiza gwajo nomalandela keep it up guy's doing good work
Malandela 🙌🔥
Ngeke lomama wafaker signature kumele kubhekwe wengeke angababhali
Ave Nginithanda Nomsebendzi Wenu Omuhle❤❤🎉
Aw kwaphela kuvuthondaba😢
Waze wakhohlakala umama yho isonakali
Khanize naseMonti (East London)
Sizani lezingane bafowethu ubuhlungu abadlule kibo akukho mnandi kuyadabukisa
Mamncane wayi forger leyo will ngeke nanibhaliwe ngiyafunga .phenyani Gwajo plz .asibanjwe lesgebengu.