Розмір відео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показувати елементи керування програвачем
Автоматичне відтворення
Автоповтор
Danko ..eish zangikhumbuza kudala le makhaya😊
Yiyona ingoma ingikhumbuza ngeseyibhungu
eyy ubabayi madoda eyy
Kwakusekhona uthando lwangempela ngalezikhath ei zazehla iznyemzi nomuntu wakho
Siyabonga mntakababa ngomculo,uma ungakwazi ngicela usifakele uBuhle Begubazi busaholwa uMahawukela.Kwakunelinye iqhembu okwakuthiwa Abagudli nalo mawungalithola ngingabonga.
Ngisazokubona😊,danko
Unogabisela osihloko sithi Isihlangusami.
mkhaya wam lo ..noma ngath makhelwane phansemabomvini ngleNhlonga ke mina
hayi inhliziyo yabalisa damn ngakhumbula ubhuti wam madoda uyena wangifundisa umaskandi ngo early 90's
sengifisa oyedwa nje ozothatha loshuni kaMxosheni. Manje bonke abangena emculweni bathatha ushuni kaMgqumeni.
Ngasasho uze ungasaz noba ban oculayo bacula nto fanayo bonke
Kodw bafun kvum kuth iqgawe mgqumen
Akulula abekhona ongathatha ushuni kaMxosheni laba babecula kakhulu oMxosheni oke uzame ukucula ingoma yakhe nje uwena nje nawe uzwe ukuthi uyozwani ogcina usuyikhuluma
siyabonga kakhuluuu mfwethu, ngakhumbula le kwelekith emkhomaz madoda mangizwa loBAss guitar
Aww kodwa Mondli mf2 ngakhumbula kwelakithi if sengizwalez
Ngikhumbula obhuti sebedlula emhlabeni madoda kubi nje ngoba labaculi bamanje ngeke bawudlale lomculo kodwa ukhona omunye umfwethu okuthiwa uMagagu Mkhize ufuna ukuwubuyisa loshuni kodwa abomsakazo abamdlali ushoda nje ngoxhaso ngoba mina ngambona ku 1KZN TV nala ku UA-cam ungamthola uma umusesha
Nami ngiyabonga Ngalezi ngomngoma zamaqhawe akithi
Usize bafo,ungitholele uNogabisela mayethi Ishumi lamadoda
Nami uNogabisela ngyamdinga mf2
Nginayo I CD yakhe ethi ishumi lamadoda
Ake ngibonge nomdidiyeli walengoma ngicela usifakele nezingoma zika Magagu nezika Skweletu
Ngakhumbula kwelakithi madoda kaphakwe
Kuyithamsanqa ukuba sizwe lezi zingqalabutho ikakhulu thina esisebasha,uqhubeke njlo mfowethu ngokusiphakela lolu lonzolo lwamzukwana.
Sisacela usitholele uNogabisela iShumi
Ei bafwethu siyabonga ngokusigcinela lomculo
Lo mculo uvusa amaqhubu esikhumbeni. Muhle umsebenzi walezinsizwa
Awu kodwa bafethu akekho ongathatha loshuni?? Ziyolala izinsizwa kusale izibongo,Syabonga Mondli mfe2 ungakhathali ukusipha ukudla kwendlebe.
IQHATHANZIPHO NONDUKU siyabonga
Aau madoda ezakdala ngazdlala lezi ama cassette kababa
Bengicela izingilosi nabathandi ngizakubona krona manje
Ay aklutho bakwethu
ngingumlandeli omdala mxo
Ngisacela ningisaver bakith nisdaysele, nikeph nalezingoma
Ukuphi nendawo wena
Khona le album eyayinengoma ethi "Usefikil'Umxhosheni usezocisha amalambu thula nsizwa valu'mlomo" ngisacela usizamele yona
Good
Bhle plz I can't get it coz I'm in California now
❤
UNgxalothi Shoba lenkonkoni
Pls