Розмір відео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показувати елементи керування програвачем
Автоматичне відтворення
Автоповтор
Muhle umdlalo🤗🙏🏾 noma bebuye befake inqindi AbaNewethu basenhla noLuThukela.🤥😅Syabonga @Donda🙏🏾
😂😂😂
Isintusethu ngyajabula mabuya❤❤
Awuu uShenge madoda iQhawe leSilo elinamakonsi ezandleni ngenxa yokuphath'ipensela amanye enamakonsi ezinyaweni ngokushiswa izicathulo. Usotu tuswe yintombi emhlophe yaseNgilandi yathi zonke ezeAfrika ziyobuya ngawe Shenge'' Ngisho uBhusha uNdunankulu wasemelika uyigeqile indlebe wayizwa kahle iNkosi ezond'unswinyo'' Intethe emanqondo uNongawuzane owakhahlela ibhakethe wakhahlela uDe Klerk benoMandela wabuya ngo Archbishop Tutu baze bahlehla nyovane'' Baxega okhololo koFlekishano ababefisa ukulihambahamba elakwaZulu beyohlola izikhungo eMkhuze ezabo zingehlolwe muntu eLusaka'' uNomnjonjokazana uyikhangele indoda yaze yathi ayisayi ukuyomasha Ondini isiyomasha ekhayen'elikhulu lapho ubuholi bukaShenge bungasayi kufika khona'' Uyadela mlobokazi waseMadaka ngokubona uShenge sevunule uMabhange awalingani nawabafokazane'' Ndabeeeeeezitha Shenge
Hayi ngenhlabela zinsizwa 🤔🤔🤔
Umshubo
Ungamjayi
kanti u95 ulwa nini yena?
Wena ulwa nini bhut ngikhona
induna yezinsizwa ayidlwi, ukuze ufike ebuduneni udlula khona endukwini, wuye manje oyiphakayo aphinde ayikhuze
ufuna ukulwa nami yini?@@owethumagugu7547
Awukwazi ukuba yinduna konke lapha ofika khona@@mcebosikhakhane7164
Uyakwazi ukulwa yhin wena tamatisi
😊😊😊😊😊
Muhle umdlalo🤗🙏🏾 noma bebuye befake inqindi AbaNewethu basenhla noLuThukela.🤥😅
Syabonga @Donda🙏🏾