Cha i Jele kwakumele liwine vele laliyi hit .Angsiye nje umlandeli wakho kodwa kwakuzongthusa ujuthi kuwine uMthandeni .IJele was a hit song hhayi uMjolo
lalela la wenanja, asifuni nokuzwa lutho oluphuma emlonyeni wakho monase futhi u Mthandeni akayona imbangiyakho, uyini wena ngoba uyistabane nje finish, SK akadlali nezitabane.
Inkulumo mbumbulu le yebo uyayshaya ingoma kodwa ok cha phuma ku top 10 udedele abanye ngokweningi labantu bekumgamele uzomaka i peris vuma nawe into unabalandeli abaningi
Hai uyindoda mfoka Khuba solokhu sikhona sikuSupporter shayingoma kuphela nje lo umculo wezinsizwa akekho umuntu okunele enabukeliswe lana uzalwa nguweni
Umaskhandi niwmoshile nina, you create strategies that are seeking to make yourselves appear even much greater than maskhandi uqobo, nihlangene nabantu benu beRadio(ukhozi) nabaxhasi benu abangaxhasi necessarily umaskhandi but the two of you. Naku manje ukhulumela ukhozi ngoba kutheni? Awyihleli yini intetho wena before ukhulume kuPublic? You're tied obishoni nalo Ukhozi then why don't you stand for ukhuzani ukhulume kuqondane noKhuzani?. Abalandeli ngabenu and kuyomele niqaphele kungabi nina abalandela indlela zabo. Uhlakaniphe kabi wena for ukuzifaka obishini olunjena with such a big brand oyakhile.
Yhinyani lena ndoda ebhlungu how can I genre ka maskandi Ibene nation meaning that akukho artist eyobuye ivele nje ngaphandle koba izifake kwezi nation bawubulele umculo ka maskandi
Nisakhuluma ngalento unomona nje lomfana futhi noKhozi alusazulalwe lubheda kabi. Uwinile kwezimye istation u Paris musa ukuqamba anga. You wee booooed sekubizwe ingayakho
e stage mfethu waxoshwa wathi uzama ukushaya izandla emoyeni lakhala ibhodlela kwaze kwakhuza u tshatha i crowd yayicula u dlala ntukzin musa ukuchaza amanga
Khuzani ungumculi omkhulu onekhono syakwaz nkinga nje umona and usuvele obala uyabonakala ngendlela okwenzeka ngakhona,unyaka uwuhlukanisile,nkinga awfuni uphatheka kabi abanye abaculi mabencona to skhova Why vele ufune kube ngawe njalo nje
Cha i Jele kwakumele liwine vele laliyi hit .Angsiye nje umlandeli wakho kodwa kwakuzongthusa ujuthi kuwine uMthandeni .IJele was a hit song hhayi uMjolo
Syabonga khuzani mf2 ukuthi uyawuhlonipha umsebenzi wakho,okuhle kakhulu ukuthi uyazi ukuthi ula okhona ngenxa yabantu,Syabonga ungayeki ukuhlonipha
Lenja ngendlela enomona ngayo kunzima nokuth isho igama legcokama
Uyambonan kdwa ay shame
Ukhuluma ngokuba nabalandeli bakho Ini abalendeli into eyokulandela ngisho suyongena esiweni. Uthuvi lowo. Thina sifuna umculo silandela umculo hhay umuntu. Wena nje wasimoshela ubusuku bethu. Yekela umona Khuzani🚶🚶🚶🚶🚶🚶
Uwena onomona
Even iJele alifikanga ezingeni le Paris.
Amanga ke lawo. Paris yakhona angikaze ngiyidlale selokhu Yaba khona kodwa ijele ngalidlala ngaphambi kokuthi lihlukanise unyaka ngenxa yokuthi laliculwa ngabantu. Akekho esengike ngamuzwa ecula iParis yodwa engayilekeleli ngoba eyizwa ikhala kwizipikha. I'ma ngiyizwa idlalwa kakhulu abantu manje. Akekho umuntu esengike ngimuzwe ecula ipart kaMthandeni kwiParis.
lalela la wenanja, asifuni nokuzwa lutho oluphuma emlonyeni wakho monase futhi u Mthandeni akayona imbangiyakho, uyini wena ngoba uyistabane nje finish, SK akadlali nezitabane.
Bashaye! Khuba bayeke laba baloko bekhala njalo 😂ungentla mfwe2 ngengoma Bayoze bavume❤️👏🤝👌up Khuba up! (blue nation)
Hawu kahle wena sangena ngombhedo ku 2024
UKhuzani angizwisisi kahle kodwa namhlanje wachaza kahle mfokaMpungose futhi ngesizotha wangachomela muntu ngokunqoba kwakho. Asehliseni umoya ma red Nation ♥ sibhekeni phambili kwedlulile muzu wakwethu
Ungumlandeli ngempela ke wena up lapho mfth 💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙
@@mthobisimfanazakhe8365 🤝
QINA BHUTI UJEHOVA AKUPHE AMANDLA AKUKHO OKUBI OKWENZILE INKINGA ABANTU BANOMONA BALWISANA NEMPUMELELO YAKHO QUBEKA WENZE OKUHLE NDLAMLENZE YETHU UNGAVUMI BAKWEHLISE AMANDLA
Bakudlelamandlakho mfokaMpungose 💙💙💙 kodwake engizokusho siyakuthanda Khuzani ngeke sikulahle
Umthandeni ucula indlela eyodwa no DUMAKAHLE i voice izihlabo ziyefana uze athathe izihlabo za DUMAKAHLE
Banomona inkinga...bayoze bavume nguwe inkosi ka maskhadi if bungabanyisi ngabe nje abanandaba nami uyabohlula khuba
Phela ungaqambi amanga ukth yacelwa abalandeli ,shono ukuth abangan bako oMcineka abath wozomaka kuTop 10
Kodwa awuphendulanga kulento yokuthi wazi izinqe zeboss
Usachaza futhi 😂😂😂
😂😂😂
Amampunge😂😂😂😂
Igcokama nifunukulicoca ngenkani yonkindawo lingakwazi ukucula phela nayolengomayalo bimnandi but yingomayethu besiyicula ebholeni endaweni yakwamphatha/ngoje Lena early 2000 so Yona bimnandi but ningenzingathi khonakwaziyo umthandeni guys 😂😂 umculi wokuqala odume eculintengekho
Well done khuba akekho oyothatha italente lakho ungalinge nje unake abantu bayohlezi bekhuluma nje abantu
khuba....ukhathazwa yhiinii ngoba balandela igama lika khuzani vele wolisho nje kunyakazu mhlaba awujabule lapho ayikhale namanje
ayi mfoka khuba uyibeke kahle yacaca noma ungayibekanga ngembabe kodwa ube nesisoka🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌
Wakhuluma mpungose❤❤
Sekyezwela ngane yekwethu ungadinwa phum ebantwini wenze umsebenzi wakho
😂Uchatho luyachaza
👏👏🙌🙌up up up Khuba ibambe kanjalo muhle umsebenzi wakho.
Gawozi wethu 💙💙 👑
Ngyabonga mina
Mthandeni wakusho nje ukuthi ingoma yakho iyadeserver impela ijele wen waze wakusho okhozini ukuthi uthe mbangi wakho ukhankaasa kancane ngenxa yokuthi ijele likubantu wena uhlulwee yin ukudedel Paris yodumo ave unomona kodwa kuncono ngob abalandeli sebekbonile qili lamaqili yikho bekshaya ngamakani nje 😂😂
Lona udliwa Umona nomhobholo lena nje ayiphoqe kulokhu sanele ngaye akasale nalama bluee nation akhe
Umona umhobholo nesthwalo sakhe
Amdedele kanjani kani uyazifaka yini ku top 10. Cha kodwa siyahluleka kucabanga. Abe gospel abakho complain umsakadi onenkinga
Udle umhlanganiso ngobuqili nawe uyakwaz lokho
Uyahlanya wena
Nesintsako sakhona ngathi seskhulu kakhulu manje, siyanyanyisa
Iqiniso ukuthi akuqali ngawe so iphutha ukuthi ukhozi luthukwa ngoba kuwine. wena no Dj Hlo wathukwa nginamanga yini
Iqiniso ukuthi kukhulunywe kakhulu kuyena kwazekwakhuluma nabasakazi ababesebenza khona oKhozini kudala
ua-cam.com/play/OLAK5uy_nXjepn4NOlvFUqa8JDZj2RZtuwJsZTG70.html&si=VHWPm7cme1x_viOL Thulasbabuke hit album idlozi 2023
ai lomjita ngeke asalunga bengithi uzozehlisa achaze into eyiqiniso kanti usabheda
Inkulumo mbumbulu le yebo uyayshaya ingoma kodwa ok cha phuma ku top 10 udedele abanye ngokweningi labantu bekumgamele uzomaka i peris vuma nawe into unabalandeli abaningi
Mina ngithi insizwa zaziqhudelana ngengoma zingalwi zikhonzisane nje ukuthi hayi ngokzayo Angeke unghule mfoka bani kubemnandi kuhlekwe nengavumeli umuntu westhathu angene phakathi kwenuu shayani ngoma ni computer a healthy competition, ama idols awabuyeli ekhaya worked ngoba engakwazi ukucula kodwa abajikayo ingoba suke lo ivoti liphezulu kunalo,mina nginithanda nonke ngiwumzulu nje ojabulayo umuntu wakithi mayephumelela kungenza ngiygqaje
Hai uyindoda mfoka Khuba solokhu sikhona sikuSupporter shayingoma kuphela nje lo umculo wezinsizwa akekho umuntu okunele enabukeliswe lana uzalwa nguweni
UZanefa Ngidi wayeqenisile ethi uTshata akunanto ayithanda njengoKhuzani uKhuzani ma engathi Tshata bhotsha engabhotsha umgaqo wonke unomona weKhuba ufuna kuhlalwe kubukwa wena njee
Weeeeeeeeeee😀😀😀 yey waze wanomona ndoda kodwa ke nobudomu bukhona la kwena, ngathi lomjita eycacisa kahle kanje lento ay suka wena
Umaskhandi niwmoshile nina, you create strategies that are seeking to make yourselves appear even much greater than maskhandi uqobo, nihlangene nabantu benu beRadio(ukhozi) nabaxhasi benu abangaxhasi necessarily umaskhandi but the two of you.
Naku manje ukhulumela ukhozi ngoba kutheni? Awyihleli yini intetho wena before ukhulume kuPublic? You're tied obishoni nalo Ukhozi then why don't you stand for ukhuzani ukhulume kuqondane noKhuzani?.
Abalandeli ngabenu and kuyomele niqaphele kungabi nina abalandela indlela zabo. Uhlakaniphe kabi wena for ukuzifaka obishini olunjena with such a big brand oyakhile.
Uyabheda wena
@@thabisocele7442 usho ngoba ungumlandeli waba nawe
Yhinyani lena ndoda ebhlungu how can I genre ka maskandi Ibene nation meaning that akukho artist eyobuye ivele nje ngaphandle koba izifake kwezi nation bawubulele umculo ka maskandi
@@thabisocele7442 isono ukuthi lomfo usuke wakhuluma English not iZungrish lena eniyikhuluma emafemini,kufundiwe la ngeke ulunge bafo yehlisa umoya usengabuyela eskoleni imfundo ayikhulelwa🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Bafo ngiyazama kukulalela kodwa sengivele ngakushiya lapho uthi khona Shobeni wathi Kukhulu okula Bafo ngathi Usembizeni uchaza Umlando Awuuu lomlando ufuna abantu abangekho Bhizi Cha mina ngeke ngikhone kulalela lendavundavu yomlando oyichazayo Cha yabonga mina
ngoba awuzimisele ukumlalela ngoba awusuye umlandeli wakhe,iqiniso limile "akukho soka ladla kahle imbangi ikhala"
@@melusingobese792 bafo muntu ochaza indendende cha yabonga Bhizi kabi kuthi ngalokhu ngibuke enye indoda Inkanta
Cha yena uyasbhedela xem
WEGOGO WAMI NTOMBI ENDALA AWUNGILEKELELE NAKO SENGIZOFELA UBALA VIKA WEMKHULU WAMI UP KING
Usezokhula emculweni uphantsi uyabazisa abantu unendlela yokukhuluma phambili Khuzani ucula nyani futhi❤❤❤❤
AMAGWAVA AKUHLAZA CWEE.KAHLEKAHLE OKWENZEKAYO KUSUKE KUFANA NOKUDALIWE
Phela klezinye iteshi wena ubungekho wena nalomsangano wakho wengoma if wena ubungekho nalesbotho sengoma yakho iParis ibizowena
ua-cam.com/play/OLAK5uy_nXjepn4NOlvFUqa8JDZj2RZtuwJsZTG70.html&si=VHWPm7cme1x_viOL Thulasbabuke new hit album 2023 idlozi 🤘🔥
yaz eqinisweni ukhozi beluthukwa yi south africa yonke. ay ukuthi abalandeli
MAWNGAYEKA UMONA NJE NKUNZI NGEKE BEKUSHAYE ABANTU ESTAGE😊
Nisakhuluma ngalento unomona nje lomfana futhi noKhozi alusazulalwe lubheda kabi.
Uwinile kwezimye istation u Paris musa ukuqamba anga. You wee booooed sekubizwe ingayakho
Kuziphi
Basheye impela khuba besakhulum wea bashaye ngengoma umshaye noma sedikiza
Ngo 2020 umbango wawuhlukile wawukuma CD wamageja ingoma ehlukanisa unyaka ingoma emnandi ethandiwe ngalowonyaka not umculi onabalandeli abaningi kunaba sbanibani
Qhubeka nomsebenzi wakho Khuba i album yalo nyaka engathi ungathi ukuyiqinisa kakhulu bese ungayingeneli lento. Kubuhlungu kithi mawuthukwa uthukelwa ukuthi sivotile ukuze uwine.
e stage mfethu waxoshwa wathi uzama ukushaya izandla emoyeni lakhala ibhodlela kwaze kwakhuza u tshatha i crowd yayicula u dlala ntukzin musa ukuchaza amanga
Yazi mfoka khuba abantu bayathanda ukukhuluma izinto ezimbi ngomuntu owenza kahle khohlwa ilabantu babuswa umona thina syalazi iqiniso uyiqhawe uphethe emculweni kamaskandi
Khuba can you please recognised all your branches ngokubenzela amabraai. Ubeneschudule uwahambele wonke ubabonge support. I thank you
Up Khuba iqiniso lakho bafo vele lento iyangama voti syavota singama blue Nation asande ngamlomo
Uyinkunzi qhawe lamaqhawe khohlwa ilemililo yamaphepha efuna ukululaza igama lakho
Ehh uchazile Mpungose kuzwakele mina ngifisa ukuthi umaskandi ukuze uhlonishwe futhi namanye amaciko abe nethuba lokuhlukanisa unyaka sicela kube nendlela kumabhinca wonke ukuth kuvunyelwane ngengoma eyodwa eyomela umaskandi ku top 10 ngokuvumelana kwama bhinca bese nomunye amukele ukuth cha kukhushulwa igama lika maskandi singalinyalelwa umculo ngenxa yabantu ababili ngithemba ngiyezwakala min ngingumlandeli kamaskandi sekungathi kuyaliwa manje ngendlela okwenziwa ngayo
Bafo shiya ububhinca phansi ungawusebenzisi umona just be professional.Peris was diserving .
Gowani wena golo lakho usenzele isende nje wena uyihhovisi lomhobholo yekel ukuschazela lensangu oyichazayo unomona wenja
Mfoka Khuba, angifuni nokuyilalela yonke le video,bhuti,shaya ingoma uvale phansi athi ngikuphe umphako wakho..inkosi ilembe uShaka kaSenzangakhona weqa wonke amalembe waze wajikelwa ngisho abafowabo,ungenhla Bafo ngengoma musa ukuba ivaka wathi umfoka Mqgumeni esazilalela ungabanaki abanye shaya ingoma, a, ngathi you're being attacked by an anxiety manje usuqala nokuzingabaza ungajabulisi izitha vala phansi ushaye ingoma qha, bashaye ngisho sebemaviyoviyo.
ungachazi😂
hawu nangumuntu ethi idlanzana labantu, lol yey wena uyingozi ezweni, aykhona..... uphika into esabalele izwelonke lol, aykhona hhawwuuuuu amanga angaka///
,👏u khula Khuba ngiya hlonipha inhlinipho yakho uyi Nsizwa Ngane yami thobeka njalo ⭐💪
Khuzani ungumculi omkhulu onekhono syakwaz nkinga nje umona and usuvele obala uyabonakala ngendlela okwenzeka ngakhona,unyaka uwuhlukanisile,nkinga awfuni uphatheka kabi abanye abaculi mabencona to skhova Why vele ufune kube ngawe njalo nje
Why uthi unomona wenzeni?
Ngoba Mpungose uyofa uzilinda mfethu.wena nje ngesingawe uthini kubantu njengamanje. Uyafana wena nenkabi eyondla ingane ngemali wegazi labantu nxa
Khuba nguwe inkosi yomaskand nome bantu bangathin❤❤ up Khuba up
😂😂😂😂😂😂 inganekwane
Hayi kodwa uMthandeni ebengenhla kunawe sekunganatshukeliswa nje ngoba ukhoz olwakho vele omnye bathi uyeyisa
Uyasidakelwa angimuzwanga noba utheni
Yebo laba bebekulwisa bethi phuma aksibo abantu kdw abalandeli bakaSK abacacise kulokho bese bashuthana bodwa thina balandeli bakho nathi besikhona sjabule futhi ngba sikuvotele sebengasho abakthandayo
Nangaye u2020 ingoma kamthandeni yayibheda futhi singayazi kdw saybona iku top10 n iwu number 2🙄🚮nakuwo lonyaka if usaqhubeka nokucula n siwthanda umculo wakho sizowuvotela ukt umlandeli kabani uthini asihlangene nabo abavotele ingoma abayizwayo singalwiswa nawe ungalwiswa
Syabonga thina 💙💙💙💙wbathuka ukhozi badakiwe bekfanele awine phela nakwezinye iziteshi
Bazothi Bhuti Khuzani plus no SK lowo.
Wavotelwa ubani ngoba iSouth Africa yonke yayibheke i Paris..Vuma mfe2 usubenzise ubunja uHlangene noKhozi..vele lu corrupt asinayo inzondo i Gumba fest babenganeme
Uyahlanya wena inkinga ubulawa umona kwamjolo lowo wawkhiswa yiwo umona ngoba ubona iParis wayphushake lento yakho engaziwa yazeyahlukanisa unyaka ey ngoba nikhohlakele nina nokhozi
Inkinga kuning okufihlayo ongakusho veza nalaba ocheme nabo
Phela wayengeke awine kwezinye iyiteshi ngoba abantu babe vota ku Khozi
Kube kuyangami. KHUBA MF2 BUNGEKE ULOKHU UNAKANA NALABANTU THINA SIYAKWAZI ESIKWAZIYO NGAWE SENGIZE NGIKUFANISA NE Sundows
Ay SK waba nebhadi kwasekuqaleni waqhathaniswa nomuntu ocula kancane
uKhuzani akanalo iqiniso lomuntu 🤞🤞 usho ukuthini if ethi kwezinye iziteshi akaze I peris iwine coz yawina kuma station awu 6 , Kwi Gumba fest bamxosha baze bamjukujela UTshatha wakhuza , lastly ingoma AMageja yafakwa abaphathi boKhozi betshelwa UNgizwe, uKhuzani uyakwazi lokho ukuthi uKhozi lwathi lufuna ukwenza imali, sezwa ngoKhuzani ukuthi ufonelwe U SK ethi ngeke akhankase because iJele kumele lithathe unyaka yonke lento UMgodi uzama ukuba defensive
Syabonga bayoze bambone lobhuti iqili nje
Awubakhumbuze,,, yixoki leli...
Usisawufuni uMaskandi kuKhozi ubani nesteshi senu , asikhulanga sigida thina Man
Yazivotela nje le nsizwa ngo 2020 sonke siyakwazi lokho
Namanje ngisakuthuka fusegi nisihlukanisisa ngalo doti womasikandi wena kuphinde kube ingoma esingayazi nje nxa
Inkinga aniyivoteli ingoma niyayidlal kakhul manje lengoma yavotelwa yahlukanisa unyaka mina angi side namuntu kodw votani niyeke ukukhulum ngomlomo
U big Zulu ungenaphi embangweni wenu ayi wena uyaqatha futy umona yakubulala
Wena uyasangana nje wasuqala phansi uzehlisa, wawuryt impela but usuyabheda bhee
Yini kubuhlungu kuphi walokhu uchaza into eyaziwayo udliwa yini Khuba uyaziwa nje umlando wakho lento ekugcineni ayizu kuphetha kahle
Siyakubongela Khuba,kodw unephutha kulokhu kwase Stage,cha bakuhebeza inqwaba sasikhona kwabakuhlungu ,ukuth uyathanda ukuzivikela Babengakufuni
Babemlaya lona
Nalowo i million kwasiza u sk
Unamanga sakuphusha ngiba ijele lalimnandi futhi naye SK wakweseka lokho wena usubulawa umona nje
Mina ngiyaqonda ukuthi abantu abalandela umthandeni bakhohlwa kumvotela bt bathatha imali bayothenga izimpahla ezigqokwa ngu mthandeni so abantu babefuna ingoma ka mthandeni e stage bt evotini bakhohlwa ngoba silandela umuntu ongagqoki yingakho sasilibele ukuvota
Amanga angaka ubulawa umona kuphela hoxa this year for nominations
sidleni ezakhe izingane uma kumele lime elakhe i business.
Ey amanga kodwa lawa syalazi yiqiniso wena uphathwe umona kuphela yebo syavuma uyacula kodwa kulokhu uphathwe umona en Uma ungafuni ukuvuma enye insizwa uyogcina unexhwala enhlizweni yakho lokhu okushoyo amanga odwa
Sekubhlungu masewinile aw makusavotwa nje sazovota thina ma blue nation akhale
Uyindoda khuba uchaze kwezwakala ngyabong mina
Halala foka khuba🎉❤❤
VELE NJE WENA WAWUMAKHA INGOMA KA SK NGOBA WAKHANDA SINGLE SONG SIES WENA UNONYA UNOMONA
Hai asazi uba uyogcina utheni ... kuba bakwenza ikhotha ngqoko🤞🤞
Kukhon into didabantu bengamsola nje khuba kodwa kenzelutho abalandeli bakhe bavotile seningamhlukumeza end yazimisela ngomsebenzi wakhe ngapheli mandla khuba
Hhay uqedile Khuba mfoethu
Wena uyakazi ukusithuka uthi abalandeli bakhe bayizilima kusho Wena bangenaphi abalandeli
Italente elihambisana nomona. 😂
Inkinga yakhe umona😂😂😂
Ay cha bhuti bengayazi lengoma yakho mina kodwa kuhle kwenzekile sangena ngengoma engayazi kodwa seyayazi
😂😂😂 mf2 uwena owametha ukuthi SK (skhova) ayi usumubiza ka mnandi manjh wena usungu MG (Mgodi )
Uyakuthanda ukukhuluma lomfana yaz uyanyanyisa nxaaa
❤ khubaaaa!
Windoda mfowakithi ❤
Wakhuluma kahle ngesizotha nange nhlonipho khuzani