Розмір відео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показувати елементи керування програвачем
Автоматичне відтворення
Автоповтор
😢😢mangibe njengoJesu ...
Mangibe njengoJesu ngemisebenzi Yami.Anginjengawe Jesu, ngozama nokho ngawe!Lamagama ayangibamba ngqo!
Amen
Amen ❤
Amen.
Siyabonga
Please post lyrics
1 MANGIBE-NJENGOJESU,Wayengothobileyo;Kuhle ngibe-njengaye,Wayengothobileyo.2 Mangibe-njengoJesuNgamazwi onke ami,Ngibeke kahle kuye,Lithambe izwi lami.3 Mangibe-njengoJesu;Ehlushwa edelelwaKaziphindiselanga,Qha, wabathandazela.4 Mangibe-njengoJesuKaningi ethandazaEyedwa entabeni,UYise wayemuzwa.5 Mangibe-njengoJesuNgemisebenzi yami,Ngimbheke, ngimlandele,Ekuhambeni kwami.6 Anginjengawe, Jesu;Ngozama nokho ngawe,Ngimele , ungisizeNgize ngifane nawe.
Uyadonsa❤
😢😢mangibe njengoJesu ...
Mangibe njengoJesu ngemisebenzi Yami.
Anginjengawe Jesu, ngozama nokho ngawe!
Lamagama ayangibamba ngqo!
Amen
Amen ❤
Amen.
Siyabonga
Please post lyrics
1 MANGIBE-NJENGOJESU,
Wayengothobileyo;
Kuhle ngibe-njengaye,
Wayengothobileyo.
2 Mangibe-njengoJesu
Ngamazwi onke ami,
Ngibeke kahle kuye,
Lithambe izwi lami.
3 Mangibe-njengoJesu;
Ehlushwa edelelwa
Kaziphindiselanga,
Qha, wabathandazela.
4 Mangibe-njengoJesu
Kaningi ethandaza
Eyedwa entabeni,
UYise wayemuzwa.
5 Mangibe-njengoJesu
Ngemisebenzi yami,
Ngimbheke, ngimlandele,
Ekuhambeni kwami.
6 Anginjengawe, Jesu;
Ngozama nokho ngawe,
Ngimele , ungisize
Ngize ngifane nawe.
Uyadonsa❤
Amen