Story time: Ngilala nobhuti wami akuvumi ngiyeke

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 5 вер 2024
  • Thank you for watching please don’t forget to like and subscribe.
    On instagram am Cooking with Nonsi
    Facebook Cooking with Nonsi
    Email address hello@cookingwithnonsi.com
    My WhatsApp is 0817293262
    My Capitec number is 0817293262

КОМЕНТАРІ • 397

  • @missthiya
    @missthiya 6 місяців тому +9

    You are right, it won't end well. I'm 100% sure, nothing good will come out of this, this guy is red walking billboard! You should come & update us in 3 months Nonsi

  • @zamazwidenxumalo5984
    @zamazwidenxumalo5984 6 місяців тому +7

    Sekolamula imbuzi. Ngoba noSigameko usezwa amanandi. Kodwa komsiza ukuthi asheshe ashiye bandla. Indlala yona ave imane ibhedise😊

  • @SmangeleDlamini-f1l
    @SmangeleDlamini-f1l День тому +1

    Zomyeka kanjan esemuzwile ukuthi uyilento akade eyfunayo seliyobona nedlozi u happy nje ngomfana im sure u gain ne weight inkululeko anayo

  • @user-sc6ob5qm5f
    @user-sc6ob5qm5f 6 місяців тому +7

    Sekudlalwe kakhulu ngathi ..obhuti bethu bataker over...masvele sibe ngamandiya once😅

  • @fikilencokwana1175
    @fikilencokwana1175 6 місяців тому +12

    Ayi Nonsi iyazi yonke indaba kodwa usgameko akalambi.❤❤❤❤

  • @katenhlapo4004
    @katenhlapo4004 6 місяців тому +7

    Ride on brother,the damage has been done akukho ukubuyela emuva

  • @MjikjelenIgubazi
    @MjikjelenIgubazi 3 місяці тому +1

    Tjoooooo yazin wedali le nkinga ithi ayifane nale engayenza smakade , mmmmmmmmmmm angyazi lento and syathandana nomuntu wam but aksiyena owakithi just sihlobene ngandlela thile and sizele uSomandla wavele nje wasgixabeza ngamawele okwaba izibusiso kithi and syathandana ❤❤❤❤❤

  • @user-zc7lx7if2d
    @user-zc7lx7if2d 6 місяців тому +31

    I don't know if I must judge her or what, my father's aunty was married in a certain family, iam married in the family by her great-grandchild, mind you Iam named after my father's aunty, guys I don't know if I make sense ,, bottom line is we didn't know until I fell pregnant, another thing is we met outside our country so we didn't really go in to deep details about our families, only when i fell pregnant we started talking about serious stuff and boom he knew my dad, 10yrs in marriage now with 2 kids, I know it's not that deep because we don't share surname but I sometimes feel bad 😆, Babe I know you gonna see this comment sorry neh

    • @zamangcamp537
      @zamangcamp537 6 місяців тому +1

      ⁹⁰¾😊

    • @luckytlou6712
      @luckytlou6712 6 місяців тому +2

      Louisiana akayeke lomfana kusashisa nje ngoba layokhulelwa khona kuyoba ngathi khona ofake isichitho lowomfana oshisayo wophenduka ice angafuni nokumbona okanye anyamalale angamazi nokuthi washonaphi.Sijolile kakhulu baningi kabi abantu abamnandi kunokuzakhela inkinga ongeke wazi ngenyimini kuthi uphuma kanjani kuyona .Akahlukane nengane azikhiphe njalo njalo eyedwa uzohlangana nomuntu azohambelana naye ngokwegazi ebese ezibusisa ngocansi olukhululekile kungenjalo wokubona okwabonwa uSaul ebhayibhelini.

    • @lungilemsibi8929
      @lungilemsibi8929 Місяць тому

      Akayeke lomfana

  • @user-wp3cz8yn3s
    @user-wp3cz8yn3s 6 місяців тому +6

    And kuba ngathi wona lama Doda adlale ngaye athumele lomfana ukuthi naye azodla imali

  • @mxolisimbina8514
    @mxolisimbina8514 6 місяців тому +2

    Kunzima ngeke beye ndawo umfana uzobhubhudla ifa lezingane zika sgameko kodwa futhi akulula njengoba nicabanga futhi ngeke angamenzeli lutho naye uzozibonela ukuth udiseva ini the way am friear ngakhona😂😂😂😂😂

  • @shirleysamela2902
    @shirleysamela2902 6 місяців тому +2

    They are not really related but if they get married he will give a cow to cleanse the family

  • @SmangeleDlamini-f1l
    @SmangeleDlamini-f1l День тому +1

    Hhayo Nonsi angithi laba bahlangana e partin bengazani sebeyazana manje futhi bangomakhelwane?

  • @user-px3xw8fl8b
    @user-px3xw8fl8b 6 місяців тому +9

    Yabona labo pikinini ay seningasijaja nje bafwethu kodwa 🔥🥰🥰🥰🥰

    • @Nqobile_Khangekile
      @Nqobile_Khangekile 6 місяців тому

      😂😂😂😂😂😂

    • @nkosi833
      @nkosi833 5 місяців тому

      😅😅😅😅 asiyekwe bo

    • @trickerafrican2632
      @trickerafrican2632 4 місяці тому +1

      Ave bemnandi abantu abakhulile maan!

    • @Ma23595
      @Ma23595 3 місяці тому

      Yazini we oe cha nabo

    • @Ma23595
      @Ma23595 3 місяці тому

      Nonsi awuyeke ukuya kyde Nkosi woza nendaba bakithi

  • @user-he2tb3cw6p
    @user-he2tb3cw6p Місяць тому

    Let women do their things. They born for it. The boy told her he will take care of her hence she doesn't want to let her go. Ancestors will do the work.

  • @zamokunhledila6846
    @zamokunhledila6846 5 місяців тому +2

    Ay Nonsi ka story telling, you the best shem... Senghleke😂

  • @nombalimaphumulo7111
    @nombalimaphumulo7111 6 місяців тому +3

    Amadloozi kahle kahle anlbakuphi mawuneyinkinga mesezoqhamuka mawu happy if she doesn't believe in Amadlozi ngoba Vele ngeke ashade nalomfana it's just a phase

  • @zandiledlamini4493
    @zandiledlamini4493 4 місяці тому

    isiskhathi esiningi ngijwayele ukubhoreka when utubers tell ama stories abanye abantu specially reading on the phone i just pass the video kodwa wena oe😘😘😘😘🥰🥰🥰🤣 u r a great storyteller my darling ngivele ngiyibone yenzeka lento

  • @BonganiMotaung-iq4nx
    @BonganiMotaung-iq4nx 6 місяців тому +5

    Ingenwe yi demon leyongane edlela emdidi.

  • @nontlemaziyana9672
    @nontlemaziyana9672 6 місяців тому +6

    I just saw your video just now, but I love you already 😂😂😂❤️❤️

  • @nonkululekogcabashe9488
    @nonkululekogcabashe9488 6 місяців тому +10

    YOUR STORY TELLING SKILLS ARE OUT OF THIS WORLD❤❤❤❤

  • @kingjkubza0210
    @kingjkubza0210 6 місяців тому +1

    Uthanda ipipi uSga akayofuna omunye. Bazothwala ngaye ingozi uboy. Baleka Sgameko do I cleansing uhlala nenyoka.

  • @buyisileradebe8108
    @buyisileradebe8108 6 місяців тому +4

    Umfana why ene history ngo sisi?Mina angimthembi umfana .Khona aphezu kwakho.

  • @thobileyeasin2931
    @thobileyeasin2931 6 місяців тому +3

    Skhohlakali skagogo😂😂 and once wavuma udanone oyedwa hayy cc suzoncelisa wayawaya

  • @ThembisileLuthuli-gz7xz
    @ThembisileLuthuli-gz7xz 6 місяців тому +1

    Luselusha uthando,😮mfana okamakhelwane kdwa bengamazi kanti ku Approached,akayeke se early pls!

  • @user-hy3qd5ku4o
    @user-hy3qd5ku4o 6 місяців тому +2

    Kuyefana musi ayisale sezikhala ngoba labantu ngeke besahlulana vele izoba inkinga mekuyikuthi bangena othandweni olusha ngoba sebezwene ukuthi bayakwazi ukunandisana bobabili,so kuyefana

  • @NosisaMkhwanazi
    @NosisaMkhwanazi 6 місяців тому +7

    Red flag 🚩 yokuqala nj, ungena ngenxeba u guy.

  • @siphosithebe6888
    @siphosithebe6888 6 місяців тому +4

    Ucc akanga buswa imizwa uyena okufanele abuse imizwa yakhe ngoba uzolahlekelwa okukhona

  • @NelsiweMalindzisa
    @NelsiweMalindzisa 5 місяців тому

    Sgameko phuma kuloyo mfana khohlwe ngaloku lakwenta kona funa Konisa.kute kuba happy lana Sgameko vula emehlo lomfana utele kutokuwisa utakushiya ungenalutho.kholwa khotfwa ma strawberry.

  • @mashamase2784
    @mashamase2784 6 місяців тому +13

    Your story telling skills ❤

  • @lologwababa1439
    @lologwababa1439 6 місяців тому +4

    Wena wasegudunkomo !
    Kumnandi ukulale nje italent elingaka kuwe 😍

    • @NtombiMdluli-wb8px
      @NtombiMdluli-wb8px Місяць тому

      A brother from another. mother and another father. Idlla Sga e ngani amandiya ayashadana

  • @winniesibiya5001
    @winniesibiya5001 5 місяців тому

    Hay usile uThabo Nonsi angfuni ukungasho Hopefully ngeke adlale ngoSgameko coz he seems to know more about her...

  • @Nqobile_Khangekile
    @Nqobile_Khangekile 6 місяців тому +2

    Ngizosipheka nami leStrawberry emshadweni wami

  • @thabilenqaba7596
    @thabilenqaba7596 3 місяці тому +1

    Lapho ngihleka uNonsi mina weee 😂😂😂uthi ngeke ayozwa kodwa naye😂

  • @user-wo5co9re8p
    @user-wo5co9re8p 5 місяців тому +1

    Go for it if he knows wat his doing young blood is sweeter than oldies 😂😂

  • @bhekidlamini4389
    @bhekidlamini4389 4 місяці тому

    Asonudlala ngo Sgameko sihlobene sonke emhlabeni abadlane nathi kade kwasa silalana nosibongo fanana bethu kuyimanje ngithandana naye kephayena akazi yimina owaziyo kepha uyasola ngiyaphika

  • @nonkululekogcabashe9488
    @nonkululekogcabashe9488 6 місяців тому +9

    Bengithi angeke ngi commente kodwa nginovalo lokuthi ayilula le yokuthi bahlukane. It's still new usahlanyiswa ukuthi kusekusha. Ngikhuluma ngento engiyaziyo as I know a lady ogane esibongweni samawakhe it's been 20 years or so eshadile. And also I think this guy uze ngezinhloso ezimbi ngoba wazi everything about Sgameko. He has been following her and he is there to destroy her. In this life and age guys abanye bathwala ngathi in different ways honestly ngiyamsabela uSga

  • @On_PointwithN
    @On_PointwithN 6 місяців тому +1

    Mina ngithi akadle indoda athule athi du. If they become serious, ashintshe isibongo.

  • @ThandiNtuli-ng1yk
    @ThandiNtuli-ng1yk 4 місяці тому +1

    Hi cc Mina ngibona ngathi nguwe oyenza lento udlala ngathi nje wena

  • @nonhlanhlajeanet4601
    @nonhlanhlajeanet4601 Місяць тому

    Mina ngiyakuyeka impels. Nami angihlulile makhehla ntomboooo

  • @mavispupuma2030
    @mavispupuma2030 5 місяців тому +1

    This will distroy Sgamekos business I'm worried yazi

  • @YvonneNhlapo
    @YvonneNhlapo 3 місяці тому

    Kusobala Nonsi their not using protection that's more reason Usgameko ehlanyiswa yileqili lengane cs ngempela soon izomgila nakanjani

  • @user-ql4zs1th3t
    @user-ql4zs1th3t 6 місяців тому +1

    Yooo Ntombi cha uyalukhuluma iciniso i like your advice, wena kufanele uvule iradio station yakhe ngiyakuthanda ntombooo❤❤ Ngiyacala ukubuka ivideo yakho ❤❤😂😂

  • @user-rn6mv6ou5q
    @user-rn6mv6ou5q 5 місяців тому +1

    akayeke ingane uSingameko uzophinde uwuthole umpipi uboy ufihle iduku emuqubeni darling struu

  • @LuvuyoHopewellMazaleni
    @LuvuyoHopewellMazaleni 5 місяців тому

    Kudhwelezwa uma bexogcina beshadile nje kphela. Ngididwa ukuthi uthi ubebgamazi. Ekugcineni uyamazi,ingathi usgameko inkinga inaye nje kphela.

  • @YvonneNhlapo
    @YvonneNhlapo 3 місяці тому

    True Nonsi,lengane yenza konke loku cause uyamdabukela.Oksalayo it's a must ukuthi Usgameko ashiye phansi ngoba idlozi alidlalelwa lizoshabalalisa konke cs now both of them knows the truth

  • @nombongotseku5851
    @nombongotseku5851 6 місяців тому +2

    u Thabo ukhohlakele waze kahle hle ukuthi uzothini to win inhliziyo ka sgameko

  • @NonhlanhlaNgcobo-xm7jv
    @NonhlanhlaNgcobo-xm7jv 5 місяців тому

    Aibo bangsyeki ababulale ukhamba baqhubeke mabe happy nje ngi happy for usgameko kade ehlukumezeka

  • @user-xc6yz1uw2w
    @user-xc6yz1uw2w 6 місяців тому +2

    Wesisi izwe seliyabhubha iyo shem kunzima lokhu okunje

  • @VironicaTwetiso
    @VironicaTwetiso 6 місяців тому +1

    Everything started beauties❤ then😢 askies S'gami mayidlule mntase

  • @MjikjelenIgubazi
    @MjikjelenIgubazi 3 місяці тому +1

    Kodwa mfazi lo shuni okhuphuka ngawo uwuthathaph ngempela😂😂😂😂😂

  • @user-np1td6zo2g
    @user-np1td6zo2g 5 місяців тому +1

    yerrr😭😭😭😭may the grace of God locate you cc

  • @KaraboShongwe-vy3df
    @KaraboShongwe-vy3df 5 місяців тому +1

    Age is just a number if you happy with your 2k don't mind the talks as long ujabule bakithi😂❤

  • @bernyce16
    @bernyce16 6 місяців тому +3

    I wish this was in english 😢 I can't hear anything

    • @leratoolifant1988
      @leratoolifant1988 6 місяців тому

      Ai me too atleast I can understand when they talk but written becomes a problem.

  • @user-bw2bg1me6e
    @user-bw2bg1me6e 4 місяці тому

    Yo gal this is bad 😢😢I wld advise you to pray about this .things we do nd we enjoy it nowing it's bad still 2 indulge in it!¡!! Pls sister evil is out destroy.

  • @user-kx1xd5gz3k
    @user-kx1xd5gz3k 6 місяців тому +4

    Hee ngyaz kahle into yokudlana nomuntu wakini😂😂 mina wangidla umfana waze wathi umnandi mamncane😂😂😂

  • @nopasikamalindi8475
    @nopasikamalindi8475 6 місяців тому +3

    Wish bethunana kunzima ushiya inyala masoqalile and linencasa kakhulu kodwa makazame ayiyeke nyani zimvalela kwinto ezibalulekileyo azothukuthela madlozi

  • @nonhlanhlajeanet4601
    @nonhlanhlajeanet4601 Місяць тому

    Sgameko besekabulewe kakhulu yindlala, that's why anjena njeee

  • @dorahmoroatshehla8084
    @dorahmoroatshehla8084 5 місяців тому

    The work already done and no need to stop their relationship

  • @Thembelihlevezi5743
    @Thembelihlevezi5743 6 місяців тому

    Kuyenzeka we Nonsi yazi khona uMaGasa Vezi lapho mina nje ngowakwa Vezi nje ngazikahle angiqomi kwaGasa eminye nje imizi iyakwenza dali wami

  • @nqobilengubane3427
    @nqobilengubane3427 5 місяців тому +2

    Nosi ugal uhappy ukubalulekil yilokh akaqhubek shm 😅Min ngidla kwasan

    • @user-mq5po9mq7x
      @user-mq5po9mq7x 5 місяців тому

      😂😂😂 idla gel makumnandi 😂😂😂
      Sisonke nam ngshaya kphela 😅😅😅😅

  • @ndumomncube955
    @ndumomncube955 6 місяців тому +1

    Yooooo wena skhohlakali kkkkkk. Kwazulu ngempela wena😅 wangiqeda manzi ezibunu straight

  • @SJCSjC-ld9bo
    @SJCSjC-ld9bo 2 місяці тому +1

    Xa imnandi carry on suka

  • @user-ou5yp8oe1p
    @user-ou5yp8oe1p 6 місяців тому

    Akulula ukth amyeke Emzwisa into abanye abahluleka ukuyenza USgameko udlala inkanuko Uyobona esemgilile umfana

  • @EdithTsengiwe
    @EdithTsengiwe 6 місяців тому +9

    Ungusatane nyhani lomntwana ebazi kahle nje🙆🏾‍♂️🙆🏾‍♂️

  • @user-ky2cu5ei8u
    @user-ky2cu5ei8u 6 місяців тому +2

    Yho mna ndalala nhe cousin yam sharing the same surname singazi

  • @user-qx3wg4qh4h
    @user-qx3wg4qh4h 5 місяців тому

    Isifanele inkomo emnyama ma inje imbuzi ngek izisebenze kodwa uma ezimisele kuyiyek lendaba yomfana. Ngek muntu azi ndaba zakho ungamxelelanga kanti akuko apo axelelwe khona...nae uzozivel ukuthi lento ithethwa ngabanye injalo nyani nha😢

  • @AmosMkize-me4ti
    @AmosMkize-me4ti 6 місяців тому

    For the fact that umfana wayazi ukuthi bazihlobo kuyacaca ukuthi kunezinhloso ezingekho ryt anazo lomfana
    Nezimbizi zisebenza only if sangena kwi relationship singazani ukuthi
    singabandawonye

  • @sandramokoena1143
    @sandramokoena1143 6 місяців тому +1

    Eyi Nonsi plzzzz ugal akandiphe lo boy ngifuna Uma bhebhana mna.

  • @SibusisoShelembe-yz2dq
    @SibusisoShelembe-yz2dq 5 місяців тому

    Let them be, because they know the truth so they will have to endure the consequences .

  • @user-wv9wo9kf5y
    @user-wv9wo9kf5y 5 місяців тому

    No ways she have to stop everything coz now she knows is his brother

  • @user-dq6ip9dh2j
    @user-dq6ip9dh2j 6 місяців тому +2

    Yhoo bheka girl kubi ngaphandle

  • @BonganiThami
    @BonganiThami 3 місяці тому

    Okokuqala iyiphi ifuture ongayenza nomuntu ofunda isikole okwesibili uyabona umuntu okwazela yonke into ngeke niye ndawo uya uza kuphela end naye fanele azibuze ukuthi lomfana ubengana zintombi esikole mantombazane nisazophela ukudla abafana ngoba niwikhi lomuntu uzintombi zakhe usafuna ukubhazisa wena mase ekudelile uzomyeka cz vele ubesamhalela ekugcineni uyobukwa yibo bonke abantu esemyekile cz naye akazicabangeli

  • @AphiweNcanana-ou3vi
    @AphiweNcanana-ou3vi 5 місяців тому

    Manqoba must go and sleep now. .I want to hear the whole story

  • @orawanrasatham8215
    @orawanrasatham8215 6 місяців тому +2

    Beside idlozi yena Sgae esithini njengomunt omdala

  • @zamazwidenxumalo5984
    @zamazwidenxumalo5984 6 місяців тому +2

    Mmh kwaze kwanzima okwakhe nojamu we strawberry sasekhaya evele ezilambele.. Malo

  • @joycedncube6979
    @joycedncube6979 6 місяців тому +5

    ❤woza nazo mfazi

  • @SimphiweQajana-kl4pn
    @SimphiweQajana-kl4pn 3 місяці тому

    Hayi imnandi kakhulu ke masenizalana senijwayelene igazi lishisa macala Phela liyazalana baba

  • @ntombikayisembono8947
    @ntombikayisembono8947 3 місяці тому

    UThabo akafuni ba responsible, ufuna umntu onento zakhe.

  • @MthokozisiNgcobo-yu5xw
    @MthokozisiNgcobo-yu5xw 5 місяців тому

    Nami kuno Sisi wami engimthanda ♥️♥️ ukufa ngivele ngibe on uma ngimbheka what can I do ngihalela ukulala naye 🤦 but she is my sister ngiqhanyelwa kuze kuse ngicabanga yena 🙆

  • @user-iq5jl4vs5n
    @user-iq5jl4vs5n 6 місяців тому +4

    No soze bazihlabela bona kumele kube abantu abadala

  • @LuvuyoHopewellMazaleni
    @LuvuyoHopewellMazaleni 5 місяців тому

    Imbuxi ihlatshwa uma bexoganana. Not uma brthandans nje kphela

  • @user-cd6ty1ye2r
    @user-cd6ty1ye2r 5 місяців тому

    Majangase mageza scubu. ❤ Mmmmg story siyezwakal cc kayeke lengane ngek u cc no bhuti phela

  • @user-ll9ki6qp1p
    @user-ll9ki6qp1p 5 місяців тому

    Ayi ngeke oe abavesane bayekane nje straight cause lento yabo ayiyindawo imile nje and yaliwa wona nonke umuntu ngisho nabaphansi imbala njengoba khuluma bhuti omdala nje aksiye kahle kahle idlozi lelo lingene kuye lamkhulumisa

  • @thulisiwenkasa7634
    @thulisiwenkasa7634 6 місяців тому

    Wamnandi ubhuti, bazohlaba imbuzi kushwelezwe we Shlobo mina ngizalwa uma Langa

  • @NonhlanhlaZwane-jb8ot
    @NonhlanhlaZwane-jb8ot 6 місяців тому +3

    Yuuuu suka Madoda 💥💥🙌👌👌

  • @user-zd6sy2mo8d
    @user-zd6sy2mo8d 2 місяці тому

    Akashiye phansi bakhona banye uyozali sdalwa ngokujola lobhuti usgameko

  • @user-qv4xk1rk6r
    @user-qv4xk1rk6r 6 місяців тому

    I like her story times but always ufika engazilungiselele for example lighting yakhe ihlez izolungiswa sekuLIVE aqoqe nokunye emvakwakhe😏

  • @nathimathema8889
    @nathimathema8889 5 місяців тому

    😮 njan ungamazi umakhelwana ngowakwabani isbongo and bekangamazi till party 😂

  • @user-wv9wo9kf5y
    @user-wv9wo9kf5y 5 місяців тому +1

    Thanks soo much for sharing this video ❤

  • @RefilweNgangani-l1v
    @RefilweNgangani-l1v 2 місяці тому

    U mfanyana ngu kganyago 😂😂😂😂 wa se skeem saam Struu......slyfox on a mission 100%

  • @user-dt4nb9vn4r
    @user-dt4nb9vn4r 6 місяців тому

    Mina ngizithandela wen nje ngfuna ukuzohlala nawe efinland😍❤️

  • @user-vx2lb2wi5x
    @user-vx2lb2wi5x 4 місяці тому

    Iyoh it is too painful to the lady because she was in love.

  • @nontobekovalentine4048
    @nontobekovalentine4048 4 місяці тому

    Engamithi ke nkosyam uSgameko eyy alibhedelwa idlozi😩

  • @ThembaMathonsi-pc2re
    @ThembaMathonsi-pc2re 5 місяців тому +7

    The guy doesn't love the woman but is taking advantage of her bcz he knows what happened to her, and she is desperate and venerable and the guy he is taking advantage bcz he is a neighborhood, this won't end well,if I was the woman I would leave this relationship too early, this is not love at all, this guy came to destroyed this woman as they are relatively they should stop for the seek of self respect and dignity, she should leave it,it won't end well and sex has a tendency of bribing us or fool us and make us think is love while is not

  • @NokusaChristineHlatshwayo
    @NokusaChristineHlatshwayo 5 місяців тому +1

    Hayi bo 🙌akashiye phansi baningi abo Ben ten

  • @josephmotshwene5028
    @josephmotshwene5028 5 місяців тому +1

    Humble question my sister, are u relating all this story in front of your son😂?

    • @brotherb5076
      @brotherb5076 5 місяців тому

      Imbuzi emhlophe isixazululo sishweleze

  • @zandileshange287
    @zandileshange287 5 місяців тому

    Nawe ukhohlakele nje uyixoxa kanjani into eyihlazo bathini abazali bakho hmm Nksyam

  • @user-lh1mh8yu1m
    @user-lh1mh8yu1m 6 місяців тому +2

    Mina ngufuna wena wela Nxumalo

  • @PortiaLungile
    @PortiaLungile 26 днів тому

    Akuphihlizwe igula bayalazi abantu abadala

  • @Ma23595
    @Ma23595 3 місяці тому

    Yeyi lezingane ngoba yeyi Nkulunkulu wami zaze zasidida