Navigator Gcwensa, King Of Maskandi , Umtalabho, Sphesihle Zulu - [SgeqaMagula - Ep,11, S2]
Вставка
- Опубліковано 14 бер 2022
- #SgeqaMagula #RealTV1 #Podcast
Navigator Gcwensa, King Of Maskandi , Umtalabho, Sphesihle Zulu
Real TV1 is an independent Media Company, which features News which are predominantly in isiZulu (90%).
The purpose of this channel is to update and entertain people in South Africa.
The Home of African Trends.
For business:
Email address: Realtvone1@gmail.com
Phone Number (WhatsApp Only): 079 519 9084 - Розваги
U navigator akadinge kubuzwa imibuzo😂😂😂uziqaqekele nje
Waze wakhuluma kahle Navigator this is the best interview phambili nge Real TV1🔥🔥🔥🙌
😂😂😂😂
Mxm ayiikho Into ka Lomfana
Le podcast ihamba yodwa👌❤ ngthanda nokuthi artists become so comfortable to talk.
Umbono wakho lowo my bru akulona qiniso
uyabhora manje bhoyi..wenza sengathi wazi kakhulu
Navigator mfwethu 🙌🏾😂, iyezethemba lensizwa....
Bafwethu umsebenzi muhle kakhulu 🙏🙏 kodwa sacela ngilethe U Falabo Khuzwayo khona somazi kahle naye 🙏🙏🙏
lendoda ihlakaniphile suka..ngahlangana naye ngameya kant aw inqondo ining🙏❤️
Too much
😹😹😹😹😹😹😹 “Basiny*la” Eyy😹😹😹🔥🔥
🤣🤣🤣🤣 I haven't seen interviewers being challenged like this....the lexile level of the answers he gave 🔥🔥moer...way above the understanding of the hosts, ismart leOuty
Ekaze ungizwani wemshana nkosiyami
Haha uyahlekisa umshana wakho🤣😅
Hawu ISilo soMaskandi sikhona la?
Kuyeyisa okuwumshanakho🤣🤣🤣🤣🤣
Salusuxola Bhebhe lengane yaloywa kwaqede kwaduka umthakathi owayiloya😅
😅😅😅😅😅😅
Yaze yamnandi interview syabonga kwi Real TV1 ngokusilethela amaciko ethu esiwathandayo🙌🙌🔥🔥
Siyabonga ntatheli yodumo
Ngiyabonga Navigator ngikuzwile Real TV boke usilandele Cevuzile
Nelo call him again 😹😹 best interview ever
🤣🤣🤣🤣🤣🤣 Sure case uzobuya
Good up
The best interview ever. Siyabonga Bhuti.
Best interview ever😂😂
Best interview ever 😹😹I agree
Imnandi interview💪💪💪
Hhayi angikho happy, kodwake kulungile
Ndimande!!!!!!!! 🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌 sbakhulu thina dankie Navigator
Interested interview. 🔥🔥🤘💯💯
Uphendula kamnandi Gcwensa uziphumela eceleni nje
Quality umfan'omncane🤣🤣🤣, kodwa ugqoka loya mfana for sure💪💯
Uyatalabha mfoka Gcwensa !!!
Navigatour u always dont disapoint.... Up boi
Ukhuluma kahle lombhemu🙌🙌
points succinct 😤😤❤🔥
Waz wakhuluma kahle Bhugas
🤣🤣🤣 Bayasinyela 🤞🤞🤞
Syabonga bafwethu ngokuslandela abaculi bethu
Abafana abancane abafikele kimi😹😹😹🔥
Ziyakhala emzileni ey😹😹😹😹😹😹🔥🔥
Lolest, uyakhuluma weNavigator🤣🤣🤣.
Libuyaphi igama Navigator?
Nanguke umuntu otalabhanayo ... ay lokhu komfanyana akudlalI 🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Kuyedelela lokhu okwakwaGcwensa🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
@realtv1 kodwa nisincishelani iskhathi nalensizwa. Beseliyini nje I hour elphelele.
Scela u part 2 Ka Navigator 🔥🔥🔥♥️😄😂😂😂
😂😂😂YAZ lomjita ngimkhonzile yen kodwa kaku nakile yen lokh ngob ngihlez ngimtalabha
Zaze zakhalaaaaaaaaaaaaa
Mungenalo ihawu , awuyena umaskandi , Nqgi!
Zakhala 🤣🤣🤣
Mina ngithi uNavigator yiPresident yeConfidence🥱🤝🔥🔥🔥
Navigator uyabhora
🤣 ey iyakhuluma lensizwa, up Gugas
Angikaze ngeluse leyonto leyo mina🤣🤣🤣, uliciko lomfana kodwa niyamuzwa kodwa 💪
Attitude artist. 🙄🙄🙄🙄🙄💔
🤣🤣😹😹 Hhay lomjita angeke
Sikhona iskole la ku navigator ngimfisela okuhle kodwa
🤣🤣🤣5k ungenza umcimbi omkhulu E Verulam
Uzoyithola imvubu lo 😂😂😂 iyobe yehla phezulu njengemvula ekaMgube
isitabane lesi
Yayifikela njengomcebo wasemanzini😂🤣😂🤣💔💔💔💔
Inamanga lengane vele yabanjwa ngomantindane baka3second
Iyachaza lomfo 🤞🏾
Navigator unesdina kvel kth ang'hlanze
Sidinga uPart 2 kaNavigator ngeke ibemfishane
Uyeyisa mfana 😅😅😅😅😅
Kuyedelela lokhu kwakwaNgcwensa jho,
Hai Umjita namagama abantu ziyithupha zyegwayini shame
Ngathi kunokutabaneka nje lah futhi
UBUSABALA BACULI🤣🤣🤣ILANDA 2MCH LENTO YAKWA GCWENSA
Sicela uNjencane Ngubane
Amagam abantu nkosi yami🙄
Ikhulile igenge kamaskandi uyayizwa uma iphendula imibuzo,ukuthanda isikole kusizile kakhulu
😂😂😂😂😂𝘈𝘸 𝘪𝘨𝘶𝘨𝘢𝘴
Sawubona bafo ntombi zimbuka nkosi yama channel wonke ka yotube ngicela ukuphuma kancane kwisihloko sakho ngicela bafo uke Usitholele uLungelo vilane (Ngelo v)ngiyacela bafo👏
No problem bafo.. But please if umazi cela a sithinte but Nam zozama kumubhueka ko Facebook and Instagram
Lento yomtalabho inhle Uma iza nge Side lePromotion kodwa Uma sebevezelana amahlazo abo oMaskandi kubi lokho
Navigator winkunzi mfana ngyawuthanda Umtalabho ufundile, unobuhlakani iskole sikhona kodwa uthando lomculo wesiko lakho lukhulu
Bese nithini ngalabantu abafayo ngenxa yokukwebhana kwenu nabaculi kunemiphefumulo eseyilele ngenxa yomtalabho
Kweka muhle ne bhova kushut umuhle owakopela kwibhova phela Ilona elacula kuqala
Yamnandinto
🤣🤣🤣😂😂🤣🤣
Ukhuluma kaHle ndoda kodwa awunangoma nje emnandi mft ezwakalayo udume ngokuzidelelela abantu ncono ube usomahlaya once uyabheda nje
😂😂😂😂😂😂😂😂
WAYIKHULUMA NAVIGATOR INDABA KAKHUZANI NONGIZWE WAYICHAZA KAHLE ! UMA UNCWEKA NOMFANA ASIKHO ISIDINGO SOKUFAKA ABAFAZI BAMI PHAKATHI " KUSHO UKUTHI NAWE UWUMFAZI MOS! ABANTU ABABONI BATHI KURYT !
Kunjalo Nondaba vele uSifombo ubona uqhaqhazela, okubi umuntu akakuboni kuye ukubona kwabanye, emculweni kaMaskandi akekho operfect bonke bakotele ngoshuni babanye ayiqali manje lento, nokukwebhana akuqali manje, ukuthi kuze kufakwe abantu abadala ababgangene kujwayelekile lokho.
Nashesha kangaka ukuyqeda lenxoxo nijahephi ngempela? nd ibimnandi
Navigator uzacile mxm ayikho lento yakho wena
Yabona lomfana unehawu eliyisimanga n ngimfisela konk okuhle cz uyazethemba
Vele kunzima ukut ligeqe amagula kungazange kwakhulunywa ngoKhuzani ngaz why...?
Ubani lowo? 🤔
@@RealTV11 ngicela i Podcast kawelile noDlubheka
Sicela UNJENCANE PLZ
Uyanya wena mfana ukhuluma amasimba
Lindo bayeke manje mf2 usubatalabhe kakhulu
Weh Nellow, weh yellowbone… sizoxaban’ impela uma uzosinika ama episode amafushane kanje. Silinde ivili lonke for u 32 minutes😕
Okunye futhi, sicela wenza i podcast ezo cover izindaba nje zika Mas’kandi, that way we can at least have two long episodes a week.
Kodwa kukhona nokuphuma esandleni la aii, yini nje ukuthi "bayasinyela" zihloniphe uhloniphe nento oyikhulumayo.
@@ngizwengithinindlovu8596 what are you on about dude? Entlek uthini? Did you read muy comment before you responded? Even a blind person can see this is a joke🙄
Why ningabanik ithuba abanye beth ukcula nnagcina ngopotso nne
Fuseg wivukane wna elingaz lu2o ft njngba usuzfak kuMdumaz
Ay madoda ake nikhuphule amasokisi nenze iResearch n watch other big podcasts and get more interviewing skills .... Busekhona ubuhlathi with how u form your questions.. mostly lensizwa yeSkibha esimhlophe inobuvukane kakhulu to be in the face of this channel... U really need to work smart and get right people and right faces kupresenting desk of the show..
Mina I'm inviting you... Khona uzosifundisa kahle.. Woza kwi podcast bafo, uzosikhulisa
Lol this critic is negative right..im sure it doesn't put well.. but honestly this is just an honest point of view yami.. from which you guys can do better.. it is not only good comments that makes us do better..abanye bethu asesabi ukuyisho iyimbi injalo into esiybonayo not to destroy u bt just ukukvezela nje olunye uhlangothi lombukeli.. Ngiyibhinca nami my self and very loyal umlandeli kaMaskandi ..n umculo kaMaskand has become a very big fan based industry.. and honestly having Real TV1 doing all of these things for amabhinca kuyimzamo emihle kakhulu ukuwuphucula nokusithuthukisa thina maBhinca.. inkinga yami ngibuka ngalelo lihle so angifisi kubekhona into ebukanisa amabhinca kwamanye amaCommunities as amafufusa ezintweni esizenzayo..
Im still saying as umbukeli ngeso lombukeli ... If beningathola enye iPresenta myb yesthathu ke if ubafo akashintsheki ..bt ezophakamisa iShow .. people with charisma ..kwaHip hop n other communities it would be someone with Puns n punchlines ozokwenza iShow iIntereste beside izindaba nje ezixoxwayo bt aslo how niyenza ngakhona as presenters. .. la emabhinceni im thinking if it was someone ophaphile kakhudlwana ukunomunye kulaba ababili ... Kube umunt who is well informed nge industry, umunt onamaTemi namancoko amabhinca ... Kungasali sekuba tense nje kanje. Myb ubafo ningamsebenzisa off camera as someone who collect stories and hot news during the show ...sizomuzwa yena ekhuluma bt engabi iPresenter.. if ngempela sinenhloso yokunyusa amaViewers kukeChannel yethu mabhinca siAttrecte nabant abakwamanye amaCommunities...
Ungaythathu ngenhliziyo icomment enje ..its really nothing to destroy you nkabi ..bt an unusual comment..i call it an ugly truth many people wont tell you. Anyway we love real tv1 ..🥰..
Lol as for ukuza lapho akunankinga broe i would really like that as a fan ..i dont know nisbiza ngani thina balandeli beShow.. bt honestly ngingathokoza😊
King Gugas
Ayyy insizwa lomfan😅😂😂😂😂😂😂 nxii🚮🚮
Uthini ngo Jaivazimnike ??? Uyahhema lo mfo, ukhuluma engathi lukhulu aselwenzile kanti asimazeli lutho olutheni.
Kuyabheda lokhu 🤣🤣🤣
Kuyabheda lokhu 🤣🤣🤣
Lool ay lensizwa yeSkibha esimhlophe ayinawo neze uFace weTV mostly ukuba iPresenter.. cum on guys u can do better..find someone who complement the other guy..ozophaphamisa iShow.. ay lesnokwe.. wena bafo uneSpilion uyabonakala..bt u need someone ozoComplementa
Yaz le comment I yangicika ngoba ilwisana nomuntu omnyama, Yey cha siyabonga director General we Real TV1
Yabhonyana lento 😀😀
😂😂😂
Really TV today u invited wrong person. The way he responds its not interesting. #boring interview