EMGANWINI: Family Meeting

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 23 сер 2024
  • #Emganwini #TalkShow #IsintuSami

КОМЕНТАРІ • 21

  • @lindokuhlekhulasande4139
    @lindokuhlekhulasande4139 2 роки тому +3

    Cha Bafowethi ngithi angbonge kakhulu kuloludaba lokuzalwa kwe'Nkosana... I think it was early last year or towards the end of 2020 if I'm not mistaken, we fought big time with the guys siyibanga. I just want to send many appreciations to uBab'uMncineka for taking a stand with our facts njengendlu emnyama, particulary thina maZulu sizwe sikaShaka noSenzangakhona. Trust me, what uBab'uMncineka is doing, is not easy at all. I know, ngsewumfanyana nj osemncane, 27 years. I also hold these facts... Ngenhlanhla nangomusa kaMvelik'qala sazaleka amadlozi egceke asadla anhlavana. Sakwazi uk'ncela lasincela khona nathi.
    LOL, in academics people look at you as; typically, backward, and customarily guy.

  • @rastajamani3931
    @rastajamani3931 Рік тому +1

    Ngthi ngiphakamisa isandla ngomCineka...akayibambe lapho nam ngfunda lukhulu ohlelwen dankooo weqhawe lam uMavundla

  • @bangoxulu4898
    @bangoxulu4898 2 роки тому +2

    Siyabonga thimba Lomganu, sifunda okuningi kunina. Nginombuzo othi “Uma uthole ingane yomfana ungakashadi kodwa wagcina usushadile naye loyo muntu wesfazane ngabe iyiyona yini INKOSANA”?
    ngiyabonga.

  • @robertgcwabaza8462
    @robertgcwabaza8462 2 роки тому

    Mfwethu uma umuntu ethi yena wakwenza kodwa akaze abone lutho olubi, ngifuna ukuthi izinto ziyahla zize zivele ngemuva ka-30yrs linda kuyeza nakuwe. Amen

  • @NkosinathiMajola-rw6lw
    @NkosinathiMajola-rw6lw 7 місяців тому

    ayi Gwazwla mfwethu ngyaphakamisa suuka uhlala nqoo entweni bhuty🙌

  • @thabisocollinszulu9387
    @thabisocollinszulu9387 2 роки тому +1

    Ngicela ukubuza: Kuthiwani ngowesifazane olala nendoda eshadelwe?

  • @tusekilentshangase2424
    @tusekilentshangase2424 7 місяців тому

    Uyaxoshwa abuyele kubo kubo kuphi ngoba waphuma engagqokile okuwuphawo lokuthi uyafa ngapha uyovuka ngale,, Uma enecala kuyavuka futhi ukuthi wafika,,

  • @nkanyeziyokusakhumalo2942
    @nkanyeziyokusakhumalo2942 2 роки тому

    🙌🙇‍♂️🙏🌠👌🦅

  • @phumlanimqondisimabaso2995
    @phumlanimqondisimabaso2995 2 роки тому

    Indlamlenze kmele ihhoxe, kungene indlandlalazi cz Indlamlenze ivele ithule nje

  • @musamkhize9328
    @musamkhize9328 2 роки тому +1

    Spiritual kuyinkinga ukulala nomfazi womuntu or indoda yomuntu, it's a curse.

  • @qinisosteven3383
    @qinisosteven3383 2 роки тому

    Isicelo sami kulolu hlelo ukuthi nike ninikeze ubaba uSomnandi naye ithuba lokuba yinxenye yalo ngingowakwaNongoma unesintu esinothile loya muntu

  • @phumimabanga962
    @phumimabanga962 3 місяці тому

    Yayinhle itopic yenu kodwa ngyacela nike nithinte eyabesilisa abashadile abaphingayo ukuthi bona basuke bengawalethi yin amabhadi ngokulala nabanye abantu besides omkabo

  • @khulekanimhlongo4210
    @khulekanimhlongo4210 2 роки тому

    AHLANGENE AMAXOKI

  • @s.l.jzikalala7193
    @s.l.jzikalala7193 2 роки тому

    Ake sibonge ngolwazi
    Olujulile.
    Ingabe kuyisiko yini ukuthi uma ulobola umuntu ozalisiwe kumele ukhiphe inkomo kamama?
    Ake nisilamulele ngoba sesiphelile

    • @njabulonjebz5100
      @njabulonjebz5100 2 роки тому

      Ayibe isabizwa ngoba lo ofike waymekeza suke seyikhiphe ne nhlawulo. Noma engahlawulwanga kodw awuthwal icala elenziw amanybamadod

  • @musamkhize9328
    @musamkhize9328 2 роки тому

    🤣

  • @mfanisenisibiya303
    @mfanisenisibiya303 2 роки тому

    Loluhlelo luzobheda akenisixolele ngabanganibenu abanganganiwe indabazokhuzaninje baziningabafazi bengenaluthonje

    • @njabulonjebz5100
      @njabulonjebz5100 2 роки тому

      Ay kona abayibhekanga ngalaph.

    • @bhekisisam3018
      @bhekisisam3018 2 роки тому +2

      Angithi abantu abangaganiwe bayayibuka le show manje kungani bengamele babe kwi panel. Niyahlupha ngoba uma bengekho abantu abafunwa yini nibona ukuthi into iyabheda