What a sermon.. We are all condemed.. but God can still give us mercy if we live our sins and do right by God.. Kubuhlungu that judgement is coming.. I repent...Lord help us.. 😂😂😂❤❤❤
Siyabonga. life altering, thought provoking teachings. All will face judgement. this judgement will last eternally. 'For the time has come for judgment to begin at the house of God; and if it begins with us first, what will be the end of those who do not obey the gospel of God? 1peter 4v17 Surely Goodness and Mercy shall follow you all the days of your life.
Siyabonga Nkosi uJesu Glory to God siyabonga babu Zwane nabazalwane bonke ngicela ningikhulekise angikho right emoyeni nase nyameni igama uBafana edaveyton etwatwa ngiyabonga
@@BoyzBucks akomeleze uThixo emandleni nasemoyeni ngegama negazi lakhe Amen & Amen
@NomaxabisoTukwayo ngiyabonga Enkosi kakhulu
Amen Pastor Zwane, powerful message, siyaphenduka Jesu, UNkulunkulu aqubeke akwenzise intando yakhe siyasizakala
Amen siyabonga mfundisi. God bless you
Amen Baba,it's so powerful
Siyabonga Nceku ngaleliqiniso ngoba emasontweni alikhulunywa,, uyisibusiso emzimbeni Ka Krestu.
What a sermon.. We are all condemed.. but God can still give us mercy if we live our sins and do right by God.. Kubuhlungu that judgement is coming.. I repent...Lord help us.. 😂😂😂❤❤❤
Amen siyabonga UNkulunkulu wethu ngenceku yakho oyithumile
Haleluya mayibongwe inkosi uma singalalelanga koba sineshwa namhlanje zonke izinto zivezwa obala yilo iqiniso leli 🙏🙌🙌🙌
Eyi nkosiyam sincede Bawo
I repent, ohw Lord nceda mpilo yam Nkosi😭
Syambonga uNkulunkulu ngawe Nceku yeNkoc🙏🙏🙏
Help me Holy Spirit to do introspection of my life and repent.Thank you servant of God for such teachings.
Siyabonga kakhulu bab Zwane nganele ngezwa lentshumayelo ngazizwa ngimfoma emzimbeni kanti kuyabanda.Hey uJesu akasisize siphile ubungcwele.
Hallelujah 🙏
Siyabonga Moya ongcwele❤❤❤
Jesu wami sisize baba ngizwa ngishawa uvalo liyeza ilanga elikhulu Lord help ngilungise la ngingenzi kahle khona ngisise amabala🙌🙌🙌🙏
Siyambonga uNkulunkulu ngawe Mr ZWane,yilona levangeli langempela leli elisifundisa ukuphenduka not lento yokuhlukumeza i grace.
Khuluma Baba siyaphiliswa kujulile Somandla 🙏
Siyabonga
Amen Allelujaaaaa!!🙏🙏🙏🙏
Mfundisi ivesi lami uNkulunkulu Angindlulise ngalo ngoMusa wakhe NGISANDA KUSINDISWA nengiSaphila ngalo namanje..... elithi BAZALWANE ANGISHO UKUTHI SENGIKUBAMBILE KODWA KUNYE ENGIKWENZAYO NGIKHOHLWA OKUNGASEMUVA NGIZELULELA KOKUNGAPHAMBILI HALLELUJAH ngiyaMesaba FUTHI UYESABEKA ongabonwako . NgeSaba uMusa Wakhe noku Ngibekezelela kwakhe . Ngiyazibuza kungani ukuba engiLandele kangaka . Ngiyabonga ukukhunjuzwa ngisaphila. WAMUHLE JESU❤
This is the time to pull up socks and turn to God .lokhu kuyatshisa kuyasabisa . Lord help us to search our hearts
O Bawo sincede Nkosi singafeli emanyaleni, help us to hate sin and run away from isono. Sifuni Zulu
Nge Gama lika Jesu wase Nazareth Yiba nathi Nkosi
Nkosi Jesu sisize siphenduke singaliwa ngosuku lokugcina ngiyathuthumela ma uNkulunkulu ubaba ekhuluma kanje in these days yooooo!
Hai angikho ryt babaZwane, ngiyakuzwa mina
Ngisindiswe mpela, kodwa, because of disobedience, wangishiya umoya oncwele
Cha sengi worse manje,ngangisisa wuwona umoya oncwele
Ngobude nobunzima bendlela, ngaphinda ngazenzela izinto zomhlaba
Ngi worse manje, ngifisa umusa uNkulunkulu wangenzela wona kwasekqaleni, sengiyazisola manje
Akulula ukuyeka isono ngaphandle ko moya oncwele, waungisiza mpela
Hai, kunzima mpela babaZwane
Awuuu NkosuJesu impela nami ngisho kanjalo Mangethe ngithi Ebenezer Smakade.
Qhubeka mfundi ulale wendze,usho loko akushoyo Bab'Nkulunkulu emzimbeni (Bandla) weNkosuJesu
Iqiniso limile nje umuntu nomntu uyozimela phambi kweSihlalo soBukhosi
Mfundisi kwenye yentshumayelo zakho; ndabanjwa sizazela ndawuyeka umsebenzi "I resigned". Ndawufumana lo msebenzi ngendlela emdaka " zange ndiwucele kuThixo kodwa ndawucela kwizangoma"
Ndalahla la msebenzi kuba ndisusa isazela esisisono ekuthandazeni kwam. Isazela sam sasindibamba sele ndibulela oko kutya ndandikuthange ngalo mali.
Sihawukele Nkosi Jesu
Usibhaqile Moya Oyingcwele ba sikukhonza ngobuqili yhooo senze Bawo sibengcwele sivume izono zethu sibuyele kuwe ngokupheleleyo.
Siyabonga. life altering, thought provoking teachings. All will face judgement. this judgement will last eternally. 'For the time has come for judgment to begin at the house of God; and if it begins with us first, what will be the end of those who do not obey the gospel of God? 1peter 4v17
Surely Goodness and Mercy shall follow you all the days of your life.
Akekho umuntu ophilayo oseke wavakashela indawo yesihogo ngoba asikho isihogo...futhi nebhayibheli alifundisi ngesihogo..uma ubona igama elithi isihogo ebhayibhelini yazi ukthi kuhunyushwe kabi amagama esihebheru kanye nesigriki u sheol kanye no hades ..abapbupha ngesihogo bakhohliswe yinkolelo yesihogo..
Mfundis uZwane iNkosi ndiyayibonga ngawe iNumber yakh Mfundis ndingayifuman njan ndifuna advance kuwe
0726637750
Bab'uZwane uphuzile impela ukuqonda incwadi Ka isaya 66:24...uyichaze njengamasabatha wona akholelwa ekthini UNkulunkulu uyojezisa bonke abaliphulayo isabatha...but they are wrong ngoba lencwadi ekushoyo akukho literal ..in the same chapter ..ivesi u 23 lithi.."Kusukela ekwethwaseni kwenyanga kuye kwenye, kusukela kwelinye isabatha kuye kwelinye yonke inyama iyakufika ukukhuleka phambi kwami,” usho uJehova. "
Lencwadi ibhekane no Israel yena yedwa Kanye nesivumelwano sokuqala somthetho wamasabatha nemikhosi yakwajuda ..
Lapha akukhulunywa ngomlilo wangempela kepha kukhulunywa ngezwi likaJehova elivutha njengomlilo oqothulayo...
"U-Isaya 66:16
"Ngokuba uJehova uyakwahlulelainyama yonke ngomlilo NANGENKEMBA;ABABULAWAYO nguJehova bayakuba baningi." Izwi liKaJehova liphinde libebukhali njengenkemba yinkemba....
KumaHeberu 4:12
" Ngokuba izwi likaNkulunkulu liphilile, linamandla, libukhali kunezinkemba zonke ezisika nhlangothi zombili, lihlaba kuze kwahlukaniswe umphefumulo nomoya, amalungu nomnkantsha, lahlulela imicabango nezizindlo zenhliziyo; "
Manje there is no trip yokuyobukela abantu abashiswa ngomlilo..
Mfundisi iNkosi isigcinele wena iphumelelise nkonke okuhle ona ma plans ngakho ukuquba umsebenzi wayo.akuvikele nomndeni wakho.sibonga iNkosi ngawe
Wavuka babu NJ Sithole
Amen Mfundisi watsho kwavuleka ndingomnye obolile zizono Ndiya zivuma ezam zizono.Omnye mazingu20 man zi8 kuyafana phaki kwe Nkosi sohlulwela ngoku fanayo.Bendicela iPhone number enkosi nezwi God bless u❤❤❤❤
@@gloriamahlase6041 0726637750
Amen 🙏 Baba siyaphiliswa kujulile Somandla 🙏
Uyazwakala.mfundisi siyabonga