Gqizile egonyuluka ngokwedelela uThokozani Langa 😱 Amaxoki ayahlupha🙆

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 21 сер 2024
  • Please don't forget to subscribe on Bhanyazile TV2

КОМЕНТАРІ • 121

  • @sihlezwane9825
    @sihlezwane9825 2 місяці тому +5

    Yini owabona ukut uncono ngayo wena kunabanye kuzoze kubuze wena wedwa nje? Ngyamangala mawkhuluma ngenhlonipho kodwa awnayo

  • @mjakadash1159
    @mjakadash1159 2 місяці тому +8

    Wena Musa ukuqhamuka ngenhla usemncane kakhulu ubunsizwa bakho abungango langa boy..ukuphapha kwakho kukhulu kakhulu mfana kanti usemncane.futhi ungafuni ukulwa izimpi ezikude kunawe usemusha akha igama lakho ngendlela eryt

  • @ScebzarSangweni-vq5fd
    @ScebzarSangweni-vq5fd 2 місяці тому +3

    Ukubuza akulona icala bt inkinga iqala LA indlela obuzangayo kumtomdala kuwe nontanga wakho Kuba nomehluko ngoba ngisho muntu umbuza eyintanga yakho Kuya ngendlela ombuzengayo kuze belwe so LA angithathi hlangothi umbono nje ongatheni kodwa onendlebe uzongizwa

  • @ThandiweZide
    @ThandiweZide 2 місяці тому +2

    Aniyeke gqizile bo nina yini ayonile kuleli khehla, cs bebuza use ngaze emqalekise pho hau,nase nenza ngathi ike parliament lapho kumaskand,gudlukani ezihlalweni,kungeni ngane manje ni vale zikhala,cs bekungekho mpi kulo mbuzo manje senifuna kuliwe kahleni bo nina

  • @PhumulaniSbu
    @PhumulaniSbu 2 місяці тому +3

    Ucula ethin ingoma ugqizile Mina angimazi ngazo yena mfoka Langa lena mahlabathini ezinqunyaneni syamazi ethi ipeni nephepha, uthin gqizile

  • @zuludancersemahlabathini3892
    @zuludancersemahlabathini3892 2 місяці тому +7

    Vele mfana ubuphusha ubushinga, kant uSomnandi mdala weqhathwa akaHilwa akasiyo intombi uzokhala boy

    • @BhanyazileTV2
      @BhanyazileTV2  2 місяці тому

      🙏🙏🙏

    • @user-gm1bs7nl6f
      @user-gm1bs7nl6f 2 місяці тому

      Ubushinga bama Simba akabu cgine kuwen njengo mfazi wakhe stabane

    • @zii-greatestblessing
      @zii-greatestblessing 2 місяці тому

      Yini nifaka abafazi ezindabeni zenu. Sebetheni kubani. Yikho konke ukungahloniphi lokho. Khulumani ngolanga , haai abafazi abashongo lutho ,futhi abenzanga lutho.
      Vele nje inhlonipho aninayo ,nibafaka kanjani abangangene

  • @kamaveetv
    @kamaveetv 2 місяці тому +2

    Kushuthi ibandla lithini akahloniphanga UGqizile noma ubaba uSomnandi kwakumele achaze ukuthi hhayi sengibuyile mfana 🙏🙏

  • @thembelihleshexi
    @thembelihleshexi 2 місяці тому +8

    Akayohlala ekhaya usomnand eyeke ukufuna inhloniph yonk indawo uyohlonishwa umkakhe engazodakelwa iyngane yena owakit umfana emahlath amnyama

  • @alsonmbatha3844
    @alsonmbatha3844 2 місяці тому +3

    Mfana kaKhanyile ngicabanga ukuthi uyibekile indaba yakho labantu bayaxabanisa abanalo uxolo sonke isikhathi bafuna impethu hayi into elungile

  • @SikhumbuzoSifisoGumede
    @SikhumbuzoSifisoGumede 2 місяці тому +7

    ULanga unenhliziyo encane ukwatela nento engekho, ukwatela nombuzo.

  • @sizwezenzele6557
    @sizwezenzele6557 2 місяці тому +5

    Liyadelela lelivukane

  • @LizwiNgubo-xh1cz
    @LizwiNgubo-xh1cz 2 місяці тому +2

    Ubaba u langa vele akazihloniphi yena futhi akabahloniphi abantu wathi abantu beslisa abathanda icoko baqomile edelela akahambe ayohlala ekhaya usemdala

  • @guardhouse6106
    @guardhouse6106 2 місяці тому +2

    Wahlulwa ukuphendula umbuzo uLanga emdala waxuba izindaba

  • @zii-greatestblessing
    @zii-greatestblessing 2 місяці тому +1

    Angive ngiyizonda lento ukuthi umuntu weslisa uma engenzanga kahle , usebizwa ngomama. Yingoba umama eyinto ebukelwa phansi ngaleyondlela ku Gqizile. Umuntu owumama uyahlonishwa , kwayimanje ukhuluma ngenhlonipho kodwa ufanisa umfana noma umuntu wesilisa no mama , hlonipha baba . If awumhloniphi owakho umama thina siya ahlonipha abethu

  • @user-sq4me5vc1q
    @user-sq4me5vc1q 2 місяці тому +3

    Msakazi kungani ubuze oyedwa bekfanele ubabize bonke kube nesxazululo sokzwana baxolelane imoya phansi inkilaytheka kwangoni

  • @NhlanhlaTheblas
    @NhlanhlaTheblas 2 місяці тому +1

    Lomfana akangasukwedelela obaba. Uma eyinsizwa akeze la kithi insizwa angasukugcogcoma emakhanda amakhehla fuseg mani shidi

  • @lungilembona4737
    @lungilembona4737 2 місяці тому +4

    Ngisezwa elikagqizile yebo uzibeka kahle ngifisa ukuzwa elikalanga Ukut ngabe kunjalo yin

  • @SaneleMabele
    @SaneleMabele 2 місяці тому +2

    Cha Nami ngicishe ngakusola yaz mase uchaza sengiyakuzwa

  • @user-wt5gc3zy6z
    @user-wt5gc3zy6z 2 місяці тому +3

    Angibon inkinga mfowakithi kodwa ke understand usothole usemdala inhliziyo incane Kubaba ulanga😅

  • @siyabongampanza6612
    @siyabongampanza6612 2 місяці тому +2

    Cha uGqizile wabuza kahle ukuthi noSothole useyathanda ukuzimbadakanya nobuxoki

  • @SamukelisiweZondi-qr3re
    @SamukelisiweZondi-qr3re 2 місяці тому +3

    Hau 😂😂waze wabatshela qiniso bayaqha nabo laba bhanyazile...fth indaba bayazishitsha nemibuzo yabo ngapheli

  • @njabulokwakhe9711
    @njabulokwakhe9711 2 місяці тому +3

    Yasho kuth uthunywe abaphathi mnj bekumele anqabe yin wena mfana ubudakelwa somnandi anihloniphi

  • @user-vk4ch5gu4i
    @user-vk4ch5gu4i 2 місяці тому +2

    Akhona ufuna nje ukuzakhela udumo mina ngikwaz ucula ku live on tiktok angyaz ulbum yakho

  • @NduduzoManyanga
    @NduduzoManyanga 2 місяці тому +2

    Baba langa yehlisa umoya ngiyizwile yonke lenkulumo hoxiswa amazwi ukubuze kahle la uma ubuya kwi group bekumele baziswe ukuthi uzoba inxenye yomdlalo

  • @MjikelezoMseleku-qs2qf
    @MjikelezoMseleku-qs2qf 2 місяці тому +2

    kdw ngyaz kuth awumsabi wen gqizile😂

  • @gsgtacticalsolutionptyltd8687
    @gsgtacticalsolutionptyltd8687 2 місяці тому +1

    UNjoko owaputsuza ama voice note angikuthembi lokhu kuNobuMama

  • @MenziMabaso-ij5um
    @MenziMabaso-ij5um 2 місяці тому +2

    Cha bafowethu asikhulume iqiniso nje ubaba uLanga uqinisile umbuzo wakho unendelelo phakathi ngoba usholo ukuth if kunokukhuluma asekutholile ubaba uLanga kwakungamele akudlulise zingakashayi i3?

    • @BhanyazileTV2
      @BhanyazileTV2  2 місяці тому

      🙏🙏🙏

    • @zii-greatestblessing
      @zii-greatestblessing 2 місяці тому

      Uluhlaza lomfana. Indlela nje abuza ngayo. Kwakumele engakusho akuthunyiwe ngoba i 3 zingakashayi. Uluhlaza , vele hlonipha abantu abadala

  • @user-th8jg4mh5z
    @user-th8jg4mh5z 2 місяці тому +2

    Usomnandi akathathe umhlala phansi usekhulile uzodlala abafana😂😂

  • @SabeloDzanibe-om7ys
    @SabeloDzanibe-om7ys 2 місяці тому +1

    Mina ugqizile ai angimsabi maaan....ai angimsabi bo hawu

  • @BeekayNcube-cd8yx
    @BeekayNcube-cd8yx 2 місяці тому +2

    Kwanina yekani ukuqhatha abantu ngiyalithanda lelo

  • @Lulu22636
    @Lulu22636 2 місяці тому +4

    Kanti yicala ukubuza umuntu omdala umbuzo na hayibooooo

  • @fanelesibongezulu770
    @fanelesibongezulu770 2 місяці тому +1

    Ngibuzeleni UNgqizile ukuthi kwakumhlakabani ebuza uLanga lombuzo ambuza wona?

  • @phumlaniphakathi
    @phumlaniphakathi 2 місяці тому +3

    Ungaphushi ubunsizwa kakhulu

  • @user-tg8rj4mh1p
    @user-tg8rj4mh1p 2 місяці тому +2

    Kusenzima okwamanje ukukholwa ukuth ngempela uban owanyathela omunye amakhona, kungakuhle nisilandele umfokaLanga naye abeke olwakhe uhlangothi

  • @NisangeNjenje-oy5uo
    @NisangeNjenje-oy5uo 2 місяці тому +3

    Ave nihlekisa

  • @user-kt2td2vp1o
    @user-kt2td2vp1o 2 місяці тому +1

    Usumncane nkunz inhloniph ibalekil kakhulu

  • @PhiwayinkosiKhanyile
    @PhiwayinkosiKhanyile 2 місяці тому +2

    Lu clean ulimi kweyakwethu.

  • @SbongokuhleNtombela
    @SbongokuhleNtombela 2 місяці тому +2

    Awuphume inpela

  • @NduduzoGabela-wv7xf
    @NduduzoGabela-wv7xf 2 місяці тому +2

    Ngiyabonga mfethu ukuthi usilalelile usuyakhuluma uphinde udedele umuntu ezikhulumele yena ngento osuke uyachaza kungabinje ukuthi usixoxele wena ungayifaki video yentokhuluma ngayo🙏🙏🙏

    • @BhanyazileTV2
      @BhanyazileTV2  2 місяці тому

      Sbonge qhawe lakithi 🙏 kokunye sisuke sizamile ukuxhumana nalo iciko but kwangaba impumelelo 🙏

  • @muziemdletshe1279
    @muziemdletshe1279 2 місяці тому +2

    Ubukade umbuzelani uhlanganaph mese active groupin ayi nawe😅😅

  • @user-mb8pf8tr4s
    @user-mb8pf8tr4s 2 місяці тому +2

    Cha uyabheda lomfan ngoba ekhuluma kwi group bese kusho ukuthi useqedile ngeke abeyenza ngekeke abikele ingane uzobikele abaphathi

  • @stevendlamini7323
    @stevendlamini7323 2 місяці тому +1

    Kanti nje uzidumisa ngama Cd amabili nje? hayi mfana zidumise kubontanga yakho

  • @siyabongancanana
    @siyabongancanana 2 місяці тому +2

    Ai inkunzi lomfana ave ngimthanda umuntu ongancethezi

  • @fanelesixolenzukoxulu6154
    @fanelesixolenzukoxulu6154 2 місяці тому +1

    But awukhweshi uBaba wakho, kwabakhona uphambuka. That was out of order. Wona lapho Mfoka Ngwane. Hleze ubuzo wakho waba sagwexa and uSothole aka account kuwe. Kodwa akonakele ingane ishawa abakubo.
    Iyezwakala i reasoning yakho.

  • @Simphiwe-pi6hc
    @Simphiwe-pi6hc 2 місяці тому +2

    Ugeh ngcobo oyimputshezile leyonto

  • @Sikozchannel
    @Sikozchannel 2 місяці тому +2

    15:00🤣🤣🤣

  • @SizweZungu-xu3my
    @SizweZungu-xu3my 2 місяці тому +2

    Baba Langa emculweni akukhona Kubo lakazohlonishwa khona noma isidingo singekho

  • @user-pm8mx8lw8r
    @user-pm8mx8lw8r 2 місяці тому +2

    Naye uthokozani langa unenhliziyo encane nakumtshengiseni wenza kanje ekubeni zindala zombili ngomculo kwashintsha ukudla eplatini kwaba amazambane kwanzima

  • @Mashukumbela
    @Mashukumbela 2 місяці тому +2

    Uziletha zishisa...

  • @sbusisocbudah7355
    @sbusisocbudah7355 2 місяці тому +2

    Cha nami angiyboni ntengadina umuntu klento wabuza Kahle mf2 nami ngangingawbuza lowo mbuzo lombuzo awulwi namuntu

  • @ThandiweZide
    @ThandiweZide 2 місяці тому +2

    Aniyeke gqizile bo nina yini ayonile kuleli khehla, cs bebuza use ngaze emqalekise pho hau,nase nenza ngathi ike parliament lapho kumaskand,gudlukani ezihlalweni,kungeni ngane manje ni vale zikhala,cs bekungekho mpi kulo mbuzo manje senifuna kuliwe kahleni bo nina

  • @user-vk4ch5gu4i
    @user-vk4ch5gu4i 2 місяці тому +2

    Ulanga akaphume kulento kusale ugqizile ngoba inhliyo yalensizwa ibuhlung ngoba ulanga eyigoso

  • @ThandiweZide
    @ThandiweZide 2 місяці тому +2

    Aniyeke gqizile bo nina yini ayonile kuleli khehla, cs bebuza use ngaze emqalekise pho hau,nase nenza ngathi ike parliament lapho kumaskand,gudlukani ezihlalweni,kungeni ngane manje ni vale zikhala,cs bekungekho mpi kulo mbuzo manje senifuna kuliwe kahleni bo nina

  • @ThandiweZide
    @ThandiweZide 2 місяці тому +3

    Aniyeke gqizile bo nina yini ayonile kuleli khehla, cs bebuza use ngaze emqalekise pho hau,nase nenza ngathi ike parliament lapho kumaskand,gudlukani ezihlalweni,kungeni ngane manje ni vale zikhala,cs bekungekho mpi kulo mbuzo manje senifuna kuliwe kahleni bo nina

    • @BhanyazileTV2
      @BhanyazileTV2  2 місяці тому

      🙏🙏🙏

    • @user-gm1bs7nl6f
      @user-gm1bs7nl6f 2 місяці тому

      Thula sfebe noma ngabe yaku khwela hlonipha msunu ,khulelephi wena ncenga nge nquza

    • @zii-greatestblessing
      @zii-greatestblessing 2 місяці тому

      Kanti udelela ngoba efuna isikhundla sika Langa😢