Yanamandla inkonzo eyy ubaba Zungu wayibeka indaba ka Jehova, ayyy ngakheka🙌🙌🙌😭
3 years ago, khona owayifaka lentshumayelo ka Zungu iphelele inganqumekile njengalapha. Yayiyi sound kuphela, ino part 1 no part 2. Angisayiboni lapha ku UA-cam. Uma kukhona oyaziyo ngicela angilayele yona.
Sibonga amazwi akhayo naphilisayo MANZINI 🙌🏾 ...uNyazi lusigcinele wena Baba 🔥🙏
Eyi lensizwa yakwazungu sgcinele Yona mhhh ngaphambuka endlelen zangfumana izitha zam ngbuyisele endlelen yakho
"Ngaphambuka endleleni ngabuyla ehlazweni zangifumana izitha zami "
Sengike ngayilalela intshumayelo kaZungu imnandi sybonga
💯 UNYAZI LWEZULU
🥰🥰🥰🥰🥰🥰
Amen ngabusiseka Nkosi
Siyabonga inkozo
Cha nsizwa akwenziwa kanje enkonzweni ayikaze ilawulwe inkonzo futhi wonke umuntu unomuntu abonela kuye ngeke baba ushaye eceleni ayikho lento ayishoyo uma umlungwane eyi role model yami ngenzenjani
Haw admin... & then th editing..?? Why Y'all like posting edited videos vele..?? Sicela uSiphe inkonzo yonke baba iphelele. Yekani lento yokuthi ni edit izinkonzo. Iqiniso limele laziwe emhlabeni. Siyacela
🔥🔥🔥
NGYABONGA MANZINI NGIFIKELWA USIZI NGOBA INHLANGANO YOMUBI AZANGE NGIYIMEME KODWA USHEMBE WAZI KONKE NGYABONGA MFOWETHU UTHIXO AKUGCINE
Admin why u edita intshumayelo ulalele ugcine ungazwanga isphetho 🤷🏼♂️ Kant silalelen uma slalele into esingasizwa isphetho sayo 🚮
Syaxolisa ngalokh koda sisuke senziwa isimo sokuth khon izint esuk kungamel sifak la ku UA-cam, cabang ukuth nawe uyaz isimo sesonto sinjan, syaxolisa
Uze ungikhumbule nyazilwezulu 😭😭😭
Turn on 89 olwethu unyazi
Ay ngeke inkosana efunda uMthandazo wesabatha💀
Skhumbule ngyaz lwezulu
INAMANDLA ZINGANE ZONYAZI
Turn off 3👎
Ngyabingelela batwan bonNyaz lenhlalisuth yakwa Zungu ay ishumayel kamnandi inkosi imbisise imandisele nezinsuku intshumayelo izon ezisibuyisela endlelen amen