Bafunana ngezibhamu abaqonywe emzini owodwa

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 27 вер 2024
  • Bafunana ngezibhamu abaqonywe emzini owodwa.
    #podcast
    #viralvideo
    #trending

КОМЕНТАРІ • 157

  • @philanigabriel
    @philanigabriel 3 місяці тому +28

    "Revenge is the highest level of stupidity"
    Wakhuluma Cebekhulu🤝

  • @YankieNqatyelwa
    @YankieNqatyelwa 3 місяці тому +10

    Washo ndodana kaCebekhulu, Uma intombi ikufebela, ayisakuthandi leyontombi. Ukujola umdlalo weshashalazi

  • @sekopaul9253
    @sekopaul9253 3 місяці тому +9

    Ngyakulandela njalo MC la Embalenhle Mpumalanga 👌🏻🙏🏼

  • @tlokwejulia2231
    @tlokwejulia2231 3 місяці тому +3

    Kodwa abantu besimame iyooh!!!

  • @sjavakhamuver7706
    @sjavakhamuver7706 3 місяці тому +6

    I agree with you Mr Cebs if your partner cheated on you deal with her/him don't chase after men/women because uzofela ubala

  • @kingsimilo
    @kingsimilo 3 місяці тому +10

    Ngifundile ke la Bulubexe mfwethu, Nam ngake ngajolelwa umawengane & ngangifuna ukumqhuba ngimyise la ayejola khona, ngifike ngibatshele baphinde lokhu ababekwenza phambi Kwam, qede ngobasakaze ubuchopho ngesbhamu. Ngenhlanhla uThixo emkhulu ngazithela kwi ntombi nto, yangiduduza, namhlanje sinezingane nomuzi, Fathi sijabulile kakhulu. This was way before ngizwe izinkulumo zakho. Impela inhlitiyo ayiphakelwa, ngacishe ngabafaka isbhamu emididi benqunu, baffle emanyaleni. Okungakaze kubehlele lokh7, mabaqaphele. Thank you

    • @KhonzaZulu
      @KhonzaZulu 3 місяці тому

      Wawudakwa

    • @kingsimilo
      @kingsimilo 3 місяці тому +4

      @@KhonzaZulu Nakho nje ukuphendulwa umuntu kwi comment yam kuyangithokozisa. Akwe ngibe umuntu okhulile, ngibonge. Phela angikhulanga ngendlala nokusukela abantu engingabazi ngizibe ngabo Indlala.

    • @SceloMashiwa
      @SceloMashiwa 3 місяці тому +1

      Mina ngyakubongel mfeth.

    • @sabelongqulunga8486
      @sabelongqulunga8486 3 місяці тому

      @@kingsimilo ngabuthanda ubuhlakani bakho mfwethu kuyasho ungumlandeli wempela weTransformation Live🤝

    • @ZandileKhwela
      @ZandileKhwela 3 місяці тому +1

      mina ngibongela wena bafo ukuthi awkwenzanga okubi yazi nhliziyo kwesinye isikhthi ei yahlokomisana

  • @UbukaOnline
    @UbukaOnline 3 місяці тому +3

    Mfumbesi ka Msezane uzizingelela ijele.

  • @NkosikhonaMtolo1986
    @NkosikhonaMtolo1986 3 місяці тому +11

    Ngempela uyokubona okwabonwa uSawula asiphileni nje bafowethu kuyajolwa manje asamukeleni nje

  • @mthabisimzizi4981
    @mthabisimzizi4981 3 місяці тому +6

    Thank you MC Menzisto. I've liked the video. Downloading now to watch after work.

  • @gabisilengwenya-mu7gi
    @gabisilengwenya-mu7gi 3 місяці тому +14

    Im a woman, believe me ngifunde lukhulu kule channel.... Big up to Mr MC. I wish my son can follow this channel to learn more about life and to deal with certain situations. Hes 23 years old now❤

  • @bonimahlinza3937
    @bonimahlinza3937 3 місяці тому +3

    Kulukhuni emjolweni Mkhaya. Akukho okwedlula ukwemukela wehlise umoya ukhulume nomuntu wakho. Bese uthatha isinqumo sokumshiya or uqhubeke.

  • @luckytlou6712
    @luckytlou6712 2 місяці тому

    Kahle kahle it's the highest level yobushimane ngoba intombi yakho kusuke kuyiyona isigebengu kulokhu.

  • @KhonzaZulu
    @KhonzaZulu 3 місяці тому +3

    😂abadubulane labomasaka

  • @businzama6939
    @businzama6939 3 місяці тому +5

    Mina ngithi nje bhuti ubuphukuphuku nje kwaphela ngoba phela ilentombi yakho engenadimilo ngoba ayimbophanga ngani kukhona nobushimane akabe strong 💪🏿 ubhuti akhule nomuntu wakhe oxegelwa isimilo ayeke ukufunana nenye indoda ngoba uyothi uyayifuna kusale yena enkundleni

    • @NDUMISOSITHOLE-c2e
      @NDUMISOSITHOLE-c2e 3 місяці тому

      Awuzifake ezicathulweni zalo girl odliwe... Wena unganqaba kanjn ukunika boss yakho sex iyifuna ninobabili endlini Worse nidakiwe... Lomjita myb wasebenzisa isikhundla sakhe sokuba Yi boss ukulala nalengane

    • @AceWalekhosi90415
      @AceWalekhosi90415 3 місяці тому

      ​@@NDUMISOSITHOLE-c2emanje nawe be uzofuna ukubala lo mfumbezi wakho?? What if intombi yakho iya jola futh uzokhamba ubulala abantu uthi balele nomuntu wakho??

    • @NDUMISOSITHOLE-c2e
      @NDUMISOSITHOLE-c2e 3 місяці тому

      @@AceWalekhosi90415😅😅 chaaa boooo PHL izigwegwe ziyaqondiswa
      Ukube bungasiyona njr boss yakhe emsebenzin besingayixoxa idlule... Unamanga lomMSUZWANA uye njr owa force ingane yase ingane iyamcebake endodeni Yayo yangampela

  • @MelokuhleNxumalo-dv2qu
    @MelokuhleNxumalo-dv2qu 3 місяці тому +19

    Don't forget to like, comment and subscribe to keep the page growing siqhubeke nokuthola indaba eyihambisana nesifundo kanye nesiyalo

  • @LethukwenamaZwane
    @LethukwenamaZwane 3 місяці тому

    Dankie bhuti

  • @LindiweLebogang
    @LindiweLebogang 3 місяці тому +1

    I really enjoy how you tell the stories menzi big up bhuti omdala

  • @NarcisoNhamuende
    @NarcisoNhamuende 3 місяці тому

    You're a good advisor bro

  • @sinethembamagasela1833
    @sinethembamagasela1833 3 місяці тому

    You always have the best advice Menzisto 👏

  • @NkanyeziEnhle-wr4io
    @NkanyeziEnhle-wr4io 3 місяці тому

    Owakithi lowomuntu Msezane❤

  • @SikhumbuzoSifisoGumede
    @SikhumbuzoSifisoGumede 3 місяці тому +3

    Ubuphukuphuku lobu abenzayo lomfokazi, ukulwela umuntu ozivumele yena ukubhejwa.

    • @thanduyiseraylee1041
      @thanduyiseraylee1041 3 місяці тому

      Ewu kodwa Yeyeye wasuluqoshamisa kangaka ulimi wakwethu. 🙆🏾‍♂️

    • @SikhumbuzoSifisoGumede
      @SikhumbuzoSifisoGumede 3 місяці тому

      @@thanduyiseraylee1041
      Nixole zingane zakwethu ukuthi iyanginyanyisa lendoda elwela umuntu wesifazane

  • @NkosiSiba
    @NkosiSiba 3 місяці тому +1

    If uyabulala uzobulala abayingakhi if ntombi yakhe i-loose

  • @zingisilelunda6827
    @zingisilelunda6827 3 місяці тому

    Ndiyaluthanda uhlelo lwakho luyqkha emntwuni ophilayo
    ❤❤❤❤sinawe ekapa

  • @sjmarumo9937
    @sjmarumo9937 Місяць тому

    Nedi uqaphele ulimi lwakho ndoda, kunamagama angabizwa nje noma ikanjani, ngakho ke musa ukukhulumisa okommelikana.

  • @ThandiswaLikhanye
    @ThandiswaLikhanye 2 місяці тому

    Ngikulalele bhut wami uyafundisa kakhulu

  • @BiplopKahan
    @BiplopKahan 3 місяці тому +1

    Sengilike ngaliker ngaliker weeeh Menzisto ngilana eGoli yodumo. Kuningi esikufunda lapho kodwa ubulima obuphindwe nga100 ukufunana nensizwa eyalala nentombiyakho ngoba akuyena makoti kodwa intombi ekanoma nguban. Uyohlangana nembila zithutha bayomqoba okomqoho noma imfino

  • @lebohangmoloi1342
    @lebohangmoloi1342 2 місяці тому

    Nathi bantu esi'ytshela ukuthi sifundile sisebenza kahle kanti futhi simkantshobomvu eyintweni zempilo siyazuza la kuwe, mina nje into engiyenzayo ngitshela abanye ngaloluhlelo.

  • @sithembilesithembile1287
    @sithembilesithembile1287 3 місяці тому

    😂😂😂 vele ngath uno qhwi muyala abantu beziphuzela

  • @TimothyMahlangu-lf4zb
    @TimothyMahlangu-lf4zb 3 місяці тому +1

    Hr bafo i love story's by mduduzi in protea glen

  • @MelulekiLanga
    @MelulekiLanga 3 місяці тому

    Bengsacela indlela yokuxhumana nobhuti ngnodaba olungangphethe kahle namanje

  • @mzothulemsezane2703
    @mzothulemsezane2703 3 місяці тому

    Ayibo sicela elakwethu ithambo lingazi liliMalele into engekho ngoba phela uyena usbari oziletha kulo mfo wakithi,IsiZulu sithi umuntu akabophe inja yakhe ayi ukuthi ashaye amaQanda,kodwa naye lo wakithi akake adlalele kude nalo sbari wakhe ngoba uzoze amchithele umuzi.

  • @mncedimnyamana-sg3lo
    @mncedimnyamana-sg3lo 3 місяці тому

    Thank you bhuti wam

  • @SiyabongaDlamini-mf5ky
    @SiyabongaDlamini-mf5ky 3 місяці тому +3

    Please let's push the likes figures up as they are on the veiws

  • @Jonhywalkerchonco590
    @Jonhywalkerchonco590 3 місяці тому

    Mnakwenu!!
    Mxm nina sometimes niyathanda ukwenza engathi abantu bafana nani uthando enye into inhliziyo enye into makuthiwa inhliziyo ayiphakelwa kusuke kungadlalwa nayo intombi ayimsukelanga usually vele thina madoda siyahala sihalela intombi zabantu nabafazi so nje amantombazane awasukeli abafana ukuthi abalale yithi madoda esigangayo iqala kithi madoda

  • @samndimande1781
    @samndimande1781 Місяць тому

    Best way akaya enyangeni ayicuphe okfikayo kuzichime kunoXhaka 😂

  • @siphosimelane2214
    @siphosimelane2214 3 місяці тому

    like, comment, watch the ads and share the video🔥🇿🇦

  • @mawandendayini-xj5ft
    @mawandendayini-xj5ft 3 місяці тому +1

    😂 okusho ukuthi umngane walensizwa owabampimpa

    • @ZandileKhwela
      @ZandileKhwela 3 місяці тому

      lol nje amukho omunye bezozwa ngobani batista

  • @TheresaBanda-j8f
    @TheresaBanda-j8f 3 місяці тому

    Ongakuzwa kulezinkulumo zakho uzobe engena ndlebe

  • @tshedisoletlojane2409
    @tshedisoletlojane2409 3 місяці тому

    ❤❤❤

  • @teachersikhumbuzomoyo5419
    @teachersikhumbuzomoyo5419 3 місяці тому

    Kudos

  • @MthobisiAyandaMntungwa
    @MthobisiAyandaMntungwa 2 місяці тому

    Amantombazane awayeke ukusiCheat'la

  • @takataka6266
    @takataka6266 3 місяці тому +1

    lendaba yokuhlanyiswa zibhamu iyanda

  • @sibongilesanele9849
    @sibongilesanele9849 3 місяці тому

    Usbali bekukade eyfuna lendoda kadadewabo okanye eyihalela indlela abalandela ngayo awkwaz ukukhuluma kanjena nendoda kadadewenu uthi manofuna iyntomb ngikhona mina ay siyaxega vele smilo kusbali shuth uyobahubha nje impilo yakhe yonke lo ohubha omunye

  • @dumisaninxumalo7574
    @dumisaninxumalo7574 3 місяці тому

    Insizwa inamasende namaqhinga afanayo nawakho mhlampe kokunye angcono awakhe amaqhinga .Usangafa noma uxhwale ikwale naleyo ntombi ubulawe yinhliziyo.

  • @siphesihlengcobo6417
    @siphesihlengcobo6417 3 місяці тому

    Present mr Menzisto

  • @thembaJili
    @thembaJili 3 місяці тому +1

    Sekunjalo Ngan zakwethu🤗

  • @cfundondlovu1615
    @cfundondlovu1615 3 місяці тому

    Present MC

  • @ayandazulu8014
    @ayandazulu8014 3 місяці тому +1

    Usbari waphosa inselelo 😂

  • @siyandakhumalo2421
    @siyandakhumalo2421 3 місяці тому

    Feba muntu wesfazane akaneli ubunja obungaka sies

  • @SimphiweNjinji-c6s
    @SimphiweNjinji-c6s 3 місяці тому

    Cha kodwa bhuti ayi uyangakha mina kakhulu ngalezi nkulumo ngiyabonga

  • @Dwala-zz5bo
    @Dwala-zz5bo 3 місяці тому +1

    Ifike kanjani lendaba, kulenye insizwa, umfumbesi?

  • @Luvuyo4GYM
    @Luvuyo4GYM 3 місяці тому

    Useyasaban Umsezane Wase Ebhalela Wena Qhawe 🤣🤣🤣😂😂😂Kwakumnandi Edla Umuntu Nje 😆😆😆🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣

  • @ayandazulu8014
    @ayandazulu8014 3 місяці тому +1

    Siphi isimilo ulala no sbari wakho? Kahleni madoda

  • @sipheloklaas1311
    @sipheloklaas1311 3 місяці тому

    Bhuti laze langithinta oludaba, mini ngihlala khona eEastern Cape eEast London, I also have a story to share with you regarding something similar to this Msizana story

  • @businzama6939
    @businzama6939 3 місяці тому

    Siyabingelela bhuti ❤

  • @muziwenkosimafu4119
    @muziwenkosimafu4119 8 днів тому

    Kodwa ke uyadelela lo Msezane uzofa kabi

  • @sanelembotho2492
    @sanelembotho2492 2 місяці тому

    Woza mfoka Msezane... kungabe kushiwo umnikazi wemphuphu?

  • @mavismathebula4047
    @mavismathebula4047 3 місяці тому

    Wayi lobola naa

  • @ThamiNcube-lp9sf
    @ThamiNcube-lp9sf 3 місяці тому

    Amen

  • @philasandemchunu3229
    @philasandemchunu3229 3 місяці тому

    Mina ngivume yena umSezani 😂😂😂ayi iqhawe leli 😅

  • @NdabaLife
    @NdabaLife 3 місяці тому

    Ei kwakubi

  • @mabuyephethe
    @mabuyephethe 3 місяці тому

    Ngempela futhi okunye hleze naleyontombi ibikwenza ngenhloso

  • @SiboneloReginald
    @SiboneloReginald 3 місяці тому

    Iyadida lena yokuthi usbali uzobavalele amathuba ayi kunzima nomsezane akundoda nje uyanuanyisa

  • @thembisile598
    @thembisile598 3 місяці тому

    Hai boo nangu lobhuti othandwa yim...sawu bona Cebekhulu...

  • @FanisaniSibanda-dq5yn
    @FanisaniSibanda-dq5yn 3 місяці тому

    Kodwa manaye lowo onamasende besiyazana ayi icala liboth bonke izinja ufumbes naleso sfebe

  • @charlessukati4866
    @charlessukati4866 3 місяці тому

    Hhayi indzaba yetjwala! Consequences are not nice 😢😢

  • @okuhlephambiliokuhlephambi2287
    @okuhlephambiliokuhlephambi2287 2 місяці тому

    Common sense is not common Bhuti

  • @siyandakhumalo2421
    @siyandakhumalo2421 3 місяці тому

    Ufuna indoda enama... njengawe 😂😂😂😂😂😂

  • @mlondolozindaba6554
    @mlondolozindaba6554 3 місяці тому

    Kubuhlungu ukufebelwa kodwa akuyona into ekufanele ikwenze ukhiphe isidumbu

    • @xolanimpanza9930
      @xolanimpanza9930 3 місяці тому +1

      Kanti yini lena ekugqe ethukuthelisa amadoda. Izintombi zingaka zeswele o partner

  • @sabelasimphiwe7491
    @sabelasimphiwe7491 3 місяці тому

    Ngiyafisa engathi lezinkulumo zingafika keleliphoyisa elilokhu lindlulisa imkhonzo ngami as if ngashela umkalo.Bantu bomthetho nanoma imuphi onokubuka lezindaba zika Mc fundani nikhule akekho umuntu ongaliwa emhlabeni futhi kwamukele ukwaliwa ngoba usuke ungeke usamenza lutho lowomuntu wesifazane.

  • @DManors102
    @DManors102 2 дні тому

    Sikuphi isidingo sokubuza ukuthi besinjani isimo usakhula?

  • @TimothyMahlangu-lf4zb
    @TimothyMahlangu-lf4zb 3 місяці тому

    😢

  • @xolanimpanza9930
    @xolanimpanza9930 3 місяці тому

    Sengathi uma labantu bethu behlupha kanje,sesizovele sibabelethe emhlane😂

  • @thabangreubenmolebatsi7951
    @thabangreubenmolebatsi7951 3 місяці тому

  • @musamss689
    @musamss689 3 місяці тому

    No sound

  • @SimphiweZuluSphamandla
    @SimphiweZuluSphamandla 3 місяці тому

    Cindezelani phela esthupheni bese nixumbe amazinyo lawa engathi apendwe nge RAMA

  • @Child7542
    @Child7542 3 місяці тому

    Sanbonani. I miss watching you ❤

  • @mduduziMavundla7242
    @mduduziMavundla7242 3 місяці тому

    Ubushimane bhuti kunokuthi ukhuluma nesifebe sakhe uzokulwisa

  • @mrgubhela9397
    @mrgubhela9397 3 місяці тому

    Uyanya lowomfo ufuna kubulala umuntu ophiwe isifebe kodwa naye usaqhubeka uyasidla mxm.

  • @kick-itfreshsneakerwash1518
    @kick-itfreshsneakerwash1518 3 місяці тому

    Port Elizabeth is present Mc!

  • @anitaakpasubi1623
    @anitaakpasubi1623 3 місяці тому

    O bua nnete Ntate deal with your partner not the other way round

  • @thobza1106
    @thobza1106 3 місяці тому

    Uma sifuna ukukufonela nathi inamba yakho itholakala kanjani?

  • @ayandazulu8014
    @ayandazulu8014 3 місяці тому

    Ubani lo owasho ngoba phela abantu abaziyo bathathu kuphela

  • @DuduSithole-b3s
    @DuduSithole-b3s 3 місяці тому

    Usaba intombiyakhe🤣🤣ay MC isbhamu la es'hambakhona ....🔫.
    Kodwa kubili lona omunye uzofa maybe. Lona omunye ayobhadla ejele ngenxa yokungathembeki kwalab'osbali abalalana

  • @KhuleShandu
    @KhuleShandu 3 місяці тому

    Aiy suka naye umsezane waba wrong nje naso lesfebe kuth ungalala no sbali wakho

  • @PhiwayinkosiKhanyile
    @PhiwayinkosiKhanyile 3 місяці тому

    S/O to those who liked this video. Let's us all like this video. Those who can't like must sign in/up to UA-cam so they can be able to like, share and comment.

    • @kamaveetv
      @kamaveetv 3 місяці тому +1

      Uyinqwele bafo🤞🤞

    • @kamaveetv
      @kamaveetv 3 місяці тому

      Uyinqwele bafo🤞🤞

  • @Styl846
    @Styl846 3 місяці тому

    Kunzima

  • @ayandagprinceg9466
    @ayandagprinceg9466 3 місяці тому

    Eyami isolution ukuthi naye akalale nomawengane kaMsezane finish ilula lento

    • @mduduziMavundla7242
      @mduduziMavundla7242 3 місяці тому +1

      Ubulima kwalokho phuma ezintweni ezinomsindo baningi kabi abantu besimame langaphandle

    • @GuguZikhali-w9c
      @GuguZikhali-w9c 3 місяці тому

      Uzovuma yin uma we ngane kamsezane 😂😂

  • @KhosiNgobese-s9l
    @KhosiNgobese-s9l 3 місяці тому

    Views VS likes please guys

  • @Nzuzo29
    @Nzuzo29 3 місяці тому +1

    Ume njalo bhuti mc menzisto🤝🙌🙌🙌

  • @sphamandla27celokuhle30
    @sphamandla27celokuhle30 3 місяці тому

    Kufanele bayiyeke lento yokulwa nathi besabe intombi zabo.

  • @siyandamchunu8088
    @siyandamchunu8088 3 місяці тому

    Views Vs likes😢

  • @trivagravia4837
    @trivagravia4837 2 місяці тому

    Deal with your wife not the person who cheated with your wife...simpulu

  • @NDUMISOSITHOLE-c2e
    @NDUMISOSITHOLE-c2e 3 місяці тому

    Hhai mfanakithi namhlanje angivumelani nhlobo nawe nsizwa... LO MSUZWANA UYAJWAYELA VELE KUMELE BAMUFUNE NGALESO SBHAMU
    YAYINGANQABA ITHINI NJE INTOMBI iBOSS YAYO IFUNA SEX KUYONA....

    • @mduduziMavundla7242
      @mduduziMavundla7242 3 місяці тому

      Suka ubulima lobo nobushimane uyoboshelwa umsangano wodwa wazingani mhlawumbe leyontombi ilale nomunye umuntu ngoba ingasakufuni

    • @NDUMISOSITHOLE-c2e
      @NDUMISOSITHOLE-c2e 3 місяці тому

      @@mduduziMavundla7242 problem la ukt lomjita uyi boss Yayo.. beyingeke vele inqabe I boss iyifuna sex

  • @JabuDladla-xz1ty
    @JabuDladla-xz1ty 3 дні тому

    Yiqiniso I highest level of stupidty

  • @sizwehendry3936
    @sizwehendry3936 3 місяці тому

    Facebook awusabonakali kwenzenjani

  • @mthembisenimbatha-2124
    @mthembisenimbatha-2124 3 місяці тому

    NGCELA YOUR WHATSAPP NUMBER BHUT.

  • @SimphiweZuluSphamandla
    @SimphiweZuluSphamandla 3 місяці тому +10

    Ubuwula nje ukudubula umuntu ngoba elale nentombi yakho ikakhulukazi engayidlwengulanga mxm ngabe ngidakwe obamaganu ngiyogcina ngidubule ngaki

  • @BONGANI-G
    @BONGANI-G 3 місяці тому +5

    Why did u skip that AD?..... NO NO NO NO.... restart the video plz... Don't skip the ads... Hau

  • @kamaveetv
    @kamaveetv 3 місяці тому +5

    Impela cheating is not make sure kodwa hhayi umuntu esuke esaba ukubuza umuntu wakhe usuke esaba amagama angase eqhamuke njengokuthi angisakuthandi kuncono sihlukane ngoba vele umuntu masekushithela iyonandlela asuke eveza ngayo ukuthi akasakuthandi kodwa angivumelani nokuthi uhlasele umjita ngoba kushuthi mayisibaqoma bonke olova kushuthi uyobahlasela bonke?
    Ilapho oyothuka usuhlangana nonjengawe kanti ukube uvele wehlisa umoya ngoba mh-- angisholutho 🙈🙈🙈