Ubulale umuntu ezivikela yena maqede waboshwa

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 11 вер 2024
  • Ubulale umuntu ezivikela yena maqede kwaboshwa yena kunokuthi kuboshwe lowo muntu.
    #transformation
    #podcast

КОМЕНТАРІ • 92

  • @silondilentshangase9965
    @silondilentshangase9965 27 днів тому +21

    Ngathi ngahlezi ngimlalele MC, he’s a good storyteller ❤

  • @tlokwejulia2231
    @tlokwejulia2231 27 днів тому +14

    Leshonile nendaba zalo, eish kunzima langaphandle,sbonga abantu abafana nani a bakhathalele impilo zethu, s'bonga kakhulu❤❤🎉

  • @Luvuyo4GYM
    @Luvuyo4GYM 27 днів тому +12

    Ey Mc Menzisto Bhuti, Siphila Ezikhathini Ezinzima Kakhulu😢😢😢Lona Ofile Kucacile Ubezifunela Ukufa Ngesandla SikaMtshali

  • @josephtumelomolehe7216
    @josephtumelomolehe7216 26 днів тому +6

    All the way from Qwaqwa in Free State ❤

  • @ItumelengThulo-bp9do
    @ItumelengThulo-bp9do 27 днів тому +13

    Thank you for this education,from Pedi man to you Bhutwam

    • @jurymabaso4678
      @jurymabaso4678 26 днів тому

      My sake law doesn’t exist cos in most cases victims are the one who pay the price unfortunately

  • @trinitytshiafhula8419
    @trinitytshiafhula8419 26 днів тому +7

    Ibhadi umuntu abizwe ngawe, kulòmhlaba kunzima

  • @josephtumelomolehe7216
    @josephtumelomolehe7216 26 днів тому +6

    Self defense doesn't mean you won't be charged, unfortunately he will be jailed for that matter he won't serve anything less than 10 years

  • @donwolf9490
    @donwolf9490 26 днів тому +22

    Defence of extreme provocation, self defense. There was no intent to kill, it was a imminent action, no premeditation, and the attack came from the dead. Anga winner as long as they use defence and prove there was no intention to kill, but to protect themselves. The lawyer needs to know his/her textbook. Basic criminal law nje

    • @SolomziMjulwaa
      @SolomziMjulwaa 26 днів тому +3

      Kodwa ngoba umese wayesewuhlwithile so kwakmele abaleke nawo ngoba umnikaz womese akasenabungozi ,utsho umthetho

    • @donwolf9490
      @donwolf9490 26 днів тому +1

      @@SolomziMjulwaa no, there was a fight, meaning imminent or immediate action was needed to stop the assault. There was no intention to kill, but to defend himself from harm through force. S v Sello states In order to successfully raise self-defence, an accused must show the following: (a) that it was necessary to avert the attack; (b) that the means used were a reasonable response to the attack; and (c) that they were directed at the attacker.

    • @donwolf9490
      @donwolf9490 26 днів тому +1

      If the attorney or lawyer understands criminal law, they will win. I left the law field years ago but I know very well this case would be a easy win for me

    • @sphesihlemfanelo4085
      @sphesihlemfanelo4085 День тому

      My brother can you help with mine i bought a bike on December last year only to find out it ws stolen i cooperated trying to show em i am no part of that stolen bike except buying it unknowingly and now its back to the owner and iws arrested 3 weeks am still going that case and it moved to regional court.how bad can it be it starting to worrt me coz i bought a bike becouse i wanted to start a business ekasi but nw am charged with section 36

  • @tebohoseholoholo3801
    @tebohoseholoholo3801 27 днів тому +5

    Watching from Emalahleni

  • @lindiweshibe4507
    @lindiweshibe4507 26 днів тому +4

    Eyi My Buti ngempela la sekosiza yona i lawyer ngoba naye lomuntu wayemfuna phansi ❤🙌

  • @sibusisongwanya5968
    @sibusisongwanya5968 27 днів тому +7

    MC Menzisto in the house

  • @user-qy3bt8py8n
    @user-qy3bt8py8n 27 днів тому +7

    Syabonga brazo uphile njalo

  • @SimphiweZuluSphamandla
    @SimphiweZuluSphamandla 27 днів тому +3

    Umuntu ezase ziphelile izinsuku zakhe zokuphila isoka lalosisi

  • @vumilempongoma2538
    @vumilempongoma2538 26 днів тому +5

    Ngokwale "Roman-Dutch Law" kuzobanzima, that's why African customary law must replace lengcinezelo yomthetho ongengowalapha

  • @BongaShezi-vb2zw
    @BongaShezi-vb2zw 27 днів тому +2

    Lingamgweba, udinga ummeli wangempela hhayi amahlathi

  • @thembindlela9678
    @thembindlela9678 27 днів тому +7

    Wayevele ebizwa ukufa lomfo. Fanele kube self_defence

    • @sabelovilakazi3478
      @sabelovilakazi3478 26 днів тому +1

      Yes mfw2 you might be right but that's not how they operate in the court of law... everything count's first thing yabo uma beke bathola ama finger prints akhe lo obulele kulendawo enguthayela not only esibambeni sombese that is a different story automatically usuvalelwe

  • @freedommyeza2601
    @freedommyeza2601 26 днів тому +1

    😢😢 mele nje asho ukuthi wamphuca ummese wathi uyabaleka wambamba kwaphoqa ukuthi amgwaze naye wayengasaboni ngoba iqiniso masekwenzeka lezinto awube usabona lutho

    • @thembanimakhoba1747
      @thembanimakhoba1747 26 днів тому

      Inkinga inkantolo ayikthathi lokho izothi wayengabaleki ngani ngoba uye owayesephethe iskhali

  • @HappyAirplaneWindow-pk1rk
    @HappyAirplaneWindow-pk1rk 27 днів тому +3

    Watching from Mooiriver #JOBE

  • @user-om7gs8hg2o
    @user-om7gs8hg2o 27 днів тому +4

    Watching from Durban Central 🎉

  • @simphiwemngadi455
    @simphiwemngadi455 26 днів тому

    Mr MC we thank you for your advices, I'm now more familiar with how the Law/Court operates sometimes cause sometimes ngokucabanga kwethu noma ngokuhluthuka sigcina senza izinto sizitshela ukuthi si right kanti ngokwe Nkantolo usungogwetshiwe nje 100%, Big Up Transformation Live🙏

  • @sabelompungose6952
    @sabelompungose6952 26 днів тому +2

    😢😢ibuhlungu lento yenzeke kumfoka Mtshali, akesthembe ngeke limugwebe leli cala

  • @philanindumiso8347
    @philanindumiso8347 26 днів тому +2

    Ngthanda ngoba awu comforty imizwa yomuntu okbhalele but ukhuluma iqiniso, khona engikfundile nje Kade ngingakwazi kule story 🤝

  • @lungisanimbokazi8328
    @lungisanimbokazi8328 26 днів тому +2

    Ei baqinisile mabethi lembula ingubo lingene. Ngomuthi and good lawyer anga wina

  • @SandileMajola-hq6zp
    @SandileMajola-hq6zp 27 днів тому +3

    Good story teller 😢

  • @user-rw7dc5es6w
    @user-rw7dc5es6w 26 днів тому +1

    Ngiyengizwe kuthiwa umuntu owabelwe ukuthi afe ngesandla sakho yinteyenzekayo ngempela makunje...syabonga Cebekhulu inzima indaba kaMtshali

  • @sihlesabelo2608
    @sihlesabelo2608 17 днів тому

    Eish lingamgweba ngba wawthola ummese njr kwakmele amshaye angamgwazi sdalo

  • @user-um4wl7uz8t
    @user-um4wl7uz8t 25 днів тому

    This is so deep 🥺 sisazoboshwa ngyabo💔 kuningi kuyasilandela bt asiyi kukona

  • @lebewanalebeko
    @lebewanalebeko 27 днів тому +6

    Justice must release him ulande espan worse ebe senze peace no cc

  • @MpenduloDibakwane
    @MpenduloDibakwane 27 днів тому +2

    ❤❤❤❤ thanks for the lessons

  • @luckyngaleka6166
    @luckyngaleka6166 26 днів тому

    Yaz okubuhlungu nje wukuthi asifundiswa lutho oluzoba wusizo okwangempela in real life. Mina ngingaka nje ngiyaqala namhlanje ukuyichazelwa kahle i self defense nomthetho wayo. Mkhulu omsebenzi owenzayo Menzisto, siyabonga.

  • @siphelelenkosi9306
    @siphelelenkosi9306 25 днів тому +1

    LamaBoyfriend bodadwethu ayihlathi, muntu angalandelela uMtshali ngento yasemsebenzini, isthutha wayezibizela ukufa ngempela. LamaBf anesikhathi sonke MC Menzisto.

  • @55168
    @55168 26 днів тому +1

    Good story teller❤

  • @SibalukhuluDlamini-ge3ju
    @SibalukhuluDlamini-ge3ju 19 днів тому

    Watching from msinga kwamajozi ward 1

  • @businzama6939
    @businzama6939 26 днів тому

    Siyabingelela bhuti Awuuuuu kodwa usungaze ulokhu ulandelela into engahlangene nawe ubhuti owashona nje yena waba nesikhwele esingenasidingo good luck ku bhuti ecaleni asezithola ekulo kubuhlungu ngoba usaphila IMPILO yokucasha

  • @thembelakhuzwayo547
    @thembelakhuzwayo547 26 днів тому

    Uzoboshwa umfoka Mtshali, kwakufanele awuthathe umbese emva kwesigameko, ahambe nawo, bese ethenga omunye, aye emaphoyiseni eseyiphethe yomibili. Ayiphambanise imibese, athi nanku umbese abengihlasela ngawo, nanku owami ebengizivikela ngawo. Umufi ufe ephethe umbese eza nawo ezomjuqa. Eqinisweni umfoka Mtshali ubehlaselwa, kodwa ngesikhathi esephethe umbese, nguye ophenduke umhlaseli, ngoba umufi ubengeseyona ingozi njengoba uchaza Cebekhulu.

  • @shepherdnkanyiso1500
    @shepherdnkanyiso1500 25 днів тому

    Asbonge lapho weMatete, wongikhonzela lapho kumfowenu uMcombololo muhler umsebenzi wakho wenkabi...

  • @DManors102
    @DManors102 26 днів тому

    Ngebhadi kwakungaseyona i self defence ngoba ummese wayesemuphucile sewungakuye..Mina ngifuna ukuya la kusizi lomuntu ophatha isibhamu ngoba ukube lomfo wayephatha isbhamu, intombi ngabe yasho ukuthi loMtshali unesibhamu....indoda yayingeke ize ngobuso ngoba yayizobe yazi ukuthi uphatha isibhamu.

  • @patriciamagadla7074
    @patriciamagadla7074 25 днів тому

    I'm enjoying this page🎉🎉🎉🎉

  • @Jonhywalkerchonco590
    @Jonhywalkerchonco590 27 днів тому +2

    Kwa kumele ayi report from efika ekuqalen nje not sekonakele. But umthetho kumele ube fair laaa

  • @mapurulediga4008
    @mapurulediga4008 25 днів тому

    Abuti MC we appreciate you🙏🙏

  • @sabelasimphiwe7491
    @sabelasimphiwe7491 22 дні тому

    Ubafo akathole ummeli kunzima khona kodwa impela mayengathola ummeli uzolitola

  • @sihlemasondo2898
    @sihlemasondo2898 26 днів тому +3

    Kulikhuni ukuba indoda bebestshela sakudlala

  • @SikhumbuzoSifisoGumede
    @SikhumbuzoSifisoGumede 25 днів тому

    Uma ungaba nommeli ostrong ngeke limgwebe. Ngikufisela inhlanhla Hlabangani

  • @user-rq3qr5gl6p
    @user-rq3qr5gl6p 26 днів тому +1

    I doubt he wil be sentenced coz his not the one who came with that knife and he was at work premises

  • @thembim4902
    @thembim4902 26 днів тому

    Lembula ingubo lingene. Kunzima futhi wagwaza ephindelela, kodwa nxa ethole igqwetha elikhaliphile sengathola uswazwana olungenzima. Futhi naye waziyela kwaSidlodlo after ukugwaza lomuntu okubonisa ukuthi wayefuna okwenza okuqondile.

  • @sibongilesanele9849
    @sibongilesanele9849 26 днів тому

    Wabizwa ukufa ngebhadi wahamba ngesandla sakhe

  • @PhakamaniGoodenough
    @PhakamaniGoodenough 26 днів тому

    Syabong cebekhulu 🙏🙏🙏

  • @isaacmtimkulu4819
    @isaacmtimkulu4819 26 днів тому

    watching from Secunda

  • @trickerafrican2632
    @trickerafrican2632 26 днів тому

    Our law doesn’t require a victim to run unless they put themselves in a situation where harm was inevitable. The man was attacked at the place of his work by someone who had been clearly following him for some time. The only thing that can work against Mr Mtshali is that the weapon used is the one that normally requires multiple rounds of attack before the victim can die. The number of stab wounds would determine whether or not he will be found guilty of culpable homicide.
    It is common to find prosecutors going for the charge of murder in such instances so that when the elements of murder aren’t met the charge will be reduced to the one of culpable homicide. It is rare to find someone charged with culpable homicide from the onset.

  • @user-dj2ln1gy8v
    @user-dj2ln1gy8v 25 днів тому

    As long as u are still living in SA uzoboshwa nje wathinta muntu Noma ngabe bekwi self defence. Ngathi kuboshwa iphoyisa ladubula isgebengu 🤷 kuba ncono Uma emaningi kwi response

  • @sakhisizwesakhindovela1503
    @sakhisizwesakhindovela1503 26 днів тому

    Masbonge it has a lesson

  • @nkosinathifamily5375
    @nkosinathifamily5375 25 днів тому

    Watching from piet retief

  • @SikhumbuzoSifisoGumede
    @SikhumbuzoSifisoGumede 25 днів тому

    Ngaze ngalithanda igama "FUNDUMUNTU"

  • @TswalediHlakudi-p3q
    @TswalediHlakudi-p3q 24 дні тому

    sometimes it's better to walk away, and save yourself, but others think otherwise, fight, fight, fight and more fight, that's what they think

  • @Anthea-u4c
    @Anthea-u4c 26 днів тому

    Inkosi u Mtshali angathi angaliwina Icala Lo washona kuhle ngoba uyisilima

  • @awethuzanga1631
    @awethuzanga1631 27 днів тому +3

    Third comment

  • @22kaniSossy
    @22kaniSossy 21 день тому

    MC uzoboshwa lowo mfoh coz umbese wasungakuye iyothi inkantolo umbese ubese ungakuye ubesengayona ingozi kwakumele amshiye

  • @NtombifuthiKhumalo-b5p
    @NtombifuthiKhumalo-b5p 19 днів тому

    Wayondliwa manje wayezama ukuthi akhombise usis ukuthi umkhathalele kanjani 😢

  • @AsimthandeMazibuko
    @AsimthandeMazibuko 27 днів тому +2

    Sesifikile

  • @user-fe9sy9tr4d
    @user-fe9sy9tr4d 26 днів тому

    Umufi naye wayezeshisisa ngekhanda

  • @NtandoZungu-hj3yl
    @NtandoZungu-hj3yl 23 дні тому

    I think i ndoda kasisi wayisicabanga ukuthi lomfokamtshali uyishende lasemsebenzini😢

  • @sabelovilakazi3478
    @sabelovilakazi3478 27 днів тому +1

    Kukancane ukuth engaboshwa but it will depend on the number of holes he stabbed him.... second thing according to my judgement wafika okukqala emhlasele wakwaz ukuth ephunyunge ngemoto ye-staff.... after that wabona ukuth akasaphephila waphatha iskhali sokuzivikela ngenxa yokuthuka...okwesthathu wathi mayethuka kant useseduze kwakhe wabe esemlimaza and lo cc asebenza naye agcina exolelene naye it's either bayathandana kufihlelwa umawengane yakhe lomfe2 or babethandana....okwesine emvakokuth ehlasele nozwakwabo ababili asikho isinyathelo owasithatha ukuba report kwabakasidlodlo nokubenzela i protection order ukuth as from that day what ever is going to happen to you anytime anywhere anyhow they will be held responsible ngakhoke mfw2 my advice to you is umuthi ungawdlali wudle kempela 🤞🏽🤞🏽🤞🏽....wangsiza mina nawe ungaksiza 12% ukuth ungadabula but with umuthi 52%

  • @siphesihlegoodwillmbonambi7513
    @siphesihlegoodwillmbonambi7513 23 дні тому

    11k views kodwa 1k likes. Abantu bayancishana noku like ungaz ufunge kuyakhokhwa😂😂😂

  • @YAZINews
    @YAZINews 25 днів тому

    Ey kodwa wahuzuka endaweni embi, ezansi kwebele. Umuphushe kanjani kanti?

  • @bafanakhumalo1511
    @bafanakhumalo1511 26 днів тому

    provocation is not a ground of justification in crimal law but can be used as mitigating factor during sentence

  • @cabanganabrian751
    @cabanganabrian751 25 днів тому

    we learn everyday

  • @lindadhladhla-lh3xn
    @lindadhladhla-lh3xn 26 днів тому

    mng bra Menzi im sure usisi uyazisola.ngathi angathola usizo uMtshali.lento ifana nento eyenziwa ingane eskoleni uma ixabene nenye kuyothi makuphuma iskole kube khona igroup ezohlasela kusuke impi.udaba alibikwa kothisha zithembe abangani.

  • @philanimasango7042
    @philanimasango7042 26 днів тому

    Sibonge bhuti, background song uculwa ubani?

  • @smangathabethe2877
    @smangathabethe2877 26 днів тому

    He can rely on Private Defense as a ground of justification

  • @sanelengubane1806
    @sanelengubane1806 26 днів тому

    How can it be proven ukuthi ubalekile kade umephuca isikhali before uziphindiselele?

  • @awethuzanga1631
    @awethuzanga1631 27 днів тому +1

    Mans-rea

  • @vuyodominic1116
    @vuyodominic1116 14 днів тому

    Unxilile umthetho, in a fight and flight response ungacinga njani uba baleka ube iskhali us'xuthile? Uphambene umthetho wase Mzantsi

  • @manyanyisa-T
    @manyanyisa-T 19 днів тому

    Kungakithik lpho
    Aww kant ukhulum into e crc

  • @msimelelonenemba7354
    @msimelelonenemba7354 26 днів тому

    Mthatha is listening to this story

  • @Khawu
    @Khawu 27 днів тому

    MC thank you

  • @sphelele_sp
    @sphelele_sp 26 днів тому

    Immediately when he got full control of that knife, the perpetrator became a victim as he was unarmed. And he stabbed him multiple times

  • @mduduziMavundla7242
    @mduduziMavundla7242 26 днів тому

    But umthetho wase south African umasimba nje kahle kahle yingakho kumele our constitution must be canceled wonke lamasimba but angiboni kuthi angaboshwa because labantu baxolelana yena ebesangena ngani ngoba ibindlulile lento

  • @HleloSnakho
    @HleloSnakho 26 днів тому

    Tjo

  • @thandomzolo7649
    @thandomzolo7649 27 днів тому

    😇😇😇

  • @MinenhleMncwabe-gb8xy
    @MinenhleMncwabe-gb8xy 26 днів тому +1

    Danki Mc

  • @sthembisonhlangulela1875
    @sthembisonhlangulela1875 21 день тому

    Cha ngiyaluzwa lokudaba,ngithimlensizwa ayingatatazeli,ngibona izoliwina icala uma izokwazi i story sayo,uma kuliwa abamnyama amehlo lokonkwenza ukuthi noma usimphuvile umuntu iskhali akube ksafika ukuthi kube nguwe obalekayo bese uyamphindisela,lona wumbono wami,okokuthi yi murder,yebo kunjalo kodwa ummeli uyothi mesekhuluma ashintshe kungabi yi murder kube yi self defencce

  • @phumimabanga962
    @phumimabanga962 26 днів тому

    Ave iyinkinga indoda e insecure Lindamkhonto. Yonke lento isuka lapho.

  • @ludacrees
    @ludacrees 21 день тому

    Sounds like the BF was unemployed and depending of his gf. How did he have all that time to keep coming after this guy? Some if not most of the guys who depend on the woman are very jealous, overprotective and weak