UMntwana uSimakade uyiphikile imibiko ebithi ubebheke isihlalo
Вставка
- Опубліковано 9 лют 2025
- Ethula isitatimende ngomlomo ka Ndunankulu wesizwe samazulu uMntwana uSimakade uyiphikile imibiko ebithi ubebheke isihlalo sobukhosi buka Zulu. Lokhu kuvele izolo ebusuku khathi uMntwana wakwa Phindangene elandisa abezindaba nogkuqhubekayo ngezindaba ezithinta Isilo uMisuzulu kaZwelithini.
Ukuthola ezinye izindaba, vakashela i-sabcnews.com kanye ne #SABCNews #SABCIzindaba #KwaZuluNatal kuSocial Media.
Yeyi baze badina labantu abahlalele ukuqamba amanga futhi abanye bezintatheli ezijaha izindaba zasendlunkulu ,mazibona ukuthi azikho ziqamba amanga
Ngyaqaphela nokuthi imvamisa akuzona izintatheli ezingamaZulu lezi eziqamba amanga
Badlala ngoMtwana wakwaPhindangene ngoba ekhuluma iqiniso syabonga Sokalisa uliphathe ngobunono uhlelo lokukhothama kweSilo kanjalo noNdlunkulu Shenge izandla zedlula ikhanda u Jehova akasigcinele wena sibonge neNkosi yethu u Misuzulu kaZwelithini kaBhekuzulu syabonga
Exactly, umntwana uqinisile. Angazi lento ekhulunywa abantu bayithathelaphi ngampela
Ngempela and abanye babo abawona AmaZulu.
😂😂😂 kazi waphelelaphi umntwana uLondiwe
Londiwe umxovi omkhulu
Hayke the king is not even supposed to answer this crap. Whether he wanted or not it's his business.
Hey, how are you doing today dear?
@@allarichard4174 good! Thanks, how are you?
@@yoliswambebe619 am doing great my
@@yoliswambebe619 My name is alla am from Eastern cape live here in port Elizabeth for now,and you?...
@@allarichard4174 dear I'm Yoliswa also from Eastern Cape but currently residing eGeorge, western cape
Anoke nikhulume isizulu nje kuphela aibo salokhu sibitoza nje esingisini
MAQHAWE KAZULU BAMBANANI NIBE IMBUMBA you must continue with your forefathers LEGAS "UZULU"akusiyo into yokudlala "SINOBABA" ABANOMZANE abahloniphekile so please don't embarrass our forefathers who were secrefuced their life in wars building "ZULU NATION."
Hey
Afrikaner Nationalism 1652 to 1993
Ngyakuzwa mina