OWAPHISANA NGEZINGANE ZENYE INDODA - SILUNGISA UMJOLO EPISEODE 5

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 27 вер 2024
  • Join this channel to get access to perks:
    / @umjoloshow
    #SILUNGISA_UMJOLO #relationships #umjolo #dating

КОМЕНТАРІ • 1,4 тис.

  • @phumlandolose
    @phumlandolose 3 місяці тому +67

    Man really do not know how it hurts to raise kids alone

    • @KennethMxolisiNdhlovu-cs1fj
      @KennethMxolisiNdhlovu-cs1fj 3 місяці тому +1

      Sorry Sisters such things do happen, find it in your heart to forgive him. Judgments and condamination is for the almighty that will decide. For ubabu Zungu ,ngiyazi ukuthi ukholiwe ngempela ngoba lesenzo sakhe asenza kwasekuqaleni siyinkomba yokuthi ungokhethiwe.Ngiyethemba nanokuthi lento ngeke imnike nkinga uzoyisebenza ngendlela ekhomba ngokusobala ukuthi yena ungumuntu owehlukile kakhulu Kuna bantu basezweni.
      Inkosi sengathi ingangenela kulenkinga
      Amen

    • @IreneNellyVezi-te2oq
      @IreneNellyVezi-te2oq 15 днів тому

      Ubhut u wrong ukuveza isizathu sokudinga izingane ngoba engeke esakwaz ukuthola abanye abantwana ecele

    • @JabuDladla-xz1ty
      @JabuDladla-xz1ty 15 годин тому

      Hhawu! Bhuti wangakithi, ngiyabuzwa ubuhlungu okubo, kodwa awenzanga kahle.

  • @LodwaLiwela
    @LodwaLiwela 3 місяці тому +45

    Siyabonga kwabakwaZungu nakuGugu ngosimela singabafazi👏👏👏 sibonge kuGugu ngokuhlonipha umyeni wakhe❤

    • @LungisaniMngomezulu-nh1xp
      @LungisaniMngomezulu-nh1xp 3 місяці тому

      But at the end izingan akuzona ezakwaZungu coz akazizalanga ezinkomeni zakwa Zungu

    • @CeboowSbahleNdlovu
      @CeboowSbahleNdlovu 2 місяці тому +3

      ​​@@LungisaniMngomezulu-nh1xp family is not about Surnames, umnden umnden nje as long bebumbene bethandana

  • @MpumzaKhumzo
    @MpumzaKhumzo 3 місяці тому +70

    Umnyeni wam wow ngiyathanda lapho gugu 🤗🤗♥️♥️ respect your hubby

    • @khanyisomtolo7810
      @khanyisomtolo7810 3 місяці тому +1

      Akangakhulumeli izingane ngoba sizozifunela uyise Uma sezindala.

    • @bongythwala9840
      @bongythwala9840 3 місяці тому +2

      Akekho Lula uku bonder nomuntu omazi usumdala kuthiwa umzali wakho aah bangezwana but I bornd ngeke ibe khona

    • @nodintikinca7038
      @nodintikinca7038 3 місяці тому

      ​@@khanyisomtolo7810kulungile phela, zizoya kubaba wazo uma sezindala. Lapho ke zizobe zingasekho ngaphantsi kwakhe no Zungu zizobe zizithathela zona izinqumo. Okwamanje ezakhe no Zungu, akadingakali ubaba owazilahla zingekazalwa nokuzalwa.

    • @CheerfulChameleon-zp2uq
      @CheerfulChameleon-zp2uq 2 місяці тому +1

      Uyagula lobhuti ubethekile empilweni ngoku suwubuya ucinga batyani abantwana iminyaka le ingaka abuthi ingane zityani uyinjaaa rhaa uyonyanyisa lobhuti

  • @chosenjay5004
    @chosenjay5004 3 місяці тому +20

    I love this woman for respecting her husband. Yhoo waze wahlakanipha bo umakoti. Wangayenza lento bathi yenziwa ngobabymama. Mfethu phuma ezinganeni zikababa uZungu. Hamba juba😂😂

    • @ZakithiNdaba
      @ZakithiNdaba 2 місяці тому +1

      I love the respect she has, for herself mostly ❤❤

    • @YankieNqatyelwa
      @YankieNqatyelwa Місяць тому

      Hamba juba😂 uyabheda

  • @samwash7895
    @samwash7895 3 місяці тому +73

    Bhuti weee wena kahle kahle ubuya ngoba suwazi ukuthi ngeke usakwazi uthola abantwana neh ukhohlakele yoh😢

    • @NelisaPikela
      @NelisaPikela 3 місяці тому

      Vele ebengekhe abesabuya

    • @MenziDlamini-im1oi
      @MenziDlamini-im1oi 3 місяці тому +1

      Khohlwa bhuti wabantu

    • @JoyceBonani-kn1gj
      @JoyceBonani-kn1gj 3 місяці тому +2

      Nje ngabe udocter akashongo ukuthiakasoze abe nengane bengeke abuye nje

    • @ncumisancumie177
      @ncumisancumie177 3 місяці тому

      Kusho ukuthi ebengekhe abuye if ebebafumana abantwana

    • @lindiwegcwensa9940
      @lindiwegcwensa9940 3 місяці тому +2

      Ukub ubezala ubengek azfune lezngane bezowhubeka engat akaze azale munt yey ngyakwesaba bhut isbindi sakho wayesaqonyiwe ebhampel umunt omithi😢

  • @MlungisiMbatha-kj6zs
    @MlungisiMbatha-kj6zs 3 місяці тому +21

    Sahluleki somfana hamba awunangane la fuseg. Uyazihlanyisa

  • @tenelenondumiso
    @tenelenondumiso 3 місяці тому +56

    Ongabonwayo uwenzile umsebenzi🙏🙏His name is Jehovah shalom 🙏🙏Waphika izingane uJehova wakuvala inzalo

    • @mimibadumuti8996
      @mimibadumuti8996 3 місяці тому +5

      Karma has arrived ku address kabhuti

    • @willieshoppers5627
      @willieshoppers5627 2 місяці тому

      Okukuqala kwendlulile Uma uyisdalwa esisha impepho khohlwa

    • @marianaillina8398
      @marianaillina8398 2 місяці тому +1

      NKULUNKULU UYAYIVI MITHANTAZO YETFU BAKHULA KAMNANDZI BANTFWANA UMA ULAHLA UMFATI FUTSI ABAVAMI KUBA TIDLOVA

    • @BongekileNgcobo-p7q
      @BongekileNgcobo-p7q 15 днів тому

      wamshaya unkulunkulu syabonga mdala,sikholwa impela kodwa bengeke ngimvumele lutho ngengane zami

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 3 місяці тому +15

    Uzophupha wena mfana phambi kwenational television udlale ngalentombazana uyishiya nomthwalo wezingane wazilahla uzingane wapapuruka nezwe manje uma sezibhajwe kweziwudlayo lapho u Nkulunkulu esesikhiyile isinqa sakho wakuvala inzalo ngoba wayiphika ngomlomo wakho.Hambuyofa nidlala kakhulu ngengane zethu.Asinyelwa ishlahla ngane yami ngoba ngelinye ilanga uzodinga ukuyokhosela kulowomthunzi,Amasendakho owawuwashiye kuphi ubhonda nengane emva kwesikhthi esingakanani.Wawumazi la wamshiya khona.Lilonke ubuyele emuva ngoba naku usuvalelwe inzalo.Musubheda lapha ukhona umuntu wesfazane ongashiywa ekhulelwe abeseyathokoza.whee zimazi ubaba wazo yhooooooo Yhooooooo Yhooooooo 😮😮😮

  • @zamamkhwanazi2441
    @zamamkhwanazi2441 3 місяці тому +55

    Owangakithi impela lobhuti kodwa uyabheda kakhulu, ulahlekelwa inumba ukhohlwe umuntu okhulelwe indlela yala ayehlala khona wawungasayazi…

    • @nomfundonolwazi7244
      @nomfundonolwazi7244 3 місяці тому +3

      Amanga lawa ashiwo ilo bhuti

    • @graciafani8213
      @graciafani8213 3 місяці тому +2

      I was asking myself the same question

    • @nokuthulaelukelee3498
      @nokuthulaelukelee3498 3 місяці тому +6

      Kusho ukuty ukube usenenzalo ngabe awubadingi labantwana,kahle kahle ushayekile

    • @thembiencube-s2u
      @thembiencube-s2u 3 місяці тому +1

      Uyisikhohlakali lobhuti ....waye bhizi ekhulelisa abanye akhohle ngawe sisi I feel sorry for you

  • @thembanisandlana-hq8uf
    @thembanisandlana-hq8uf 3 місяці тому +63

    Gugu I salute you .Mr zungu is a real man not this boy who ran away from his responsibilities. Uyabuya kuba ungenanzala you Mgodoyi wendoda

    • @snenhlanhlamkhwane3940
      @snenhlanhlamkhwane3940 3 місяці тому +2

      Iyinja lendoda he doesn't deserve to have kids at all, ubecabanga kuthi uzobuya esahlupheka usisi walayeka umsunu wakhe. He lost a wife shame.

    • @tapiwamoyo7191
      @tapiwamoyo7191 3 місяці тому

      Umgodoyi wenja lomfana ngathi bengamncitsha ithuba lokuzibona izingane.

    • @kholekantose
      @kholekantose 3 місяці тому +1

      Usile lobuti Xa ungena nmbr yomntu awukwazi ukuyicela kwabanye Abantu ulixoki Wena Buti 😢😢😢

    • @glenngwenya1084
      @glenngwenya1084 3 місяці тому

      Eyi ukube bewazi lo buti ukuthi izinto zombhedela ulinde isikhathi eside kangaka? Khona uhluthiwe ngempela juba😒😒😒

    • @melodykombai68
      @melodykombai68 3 місяці тому +1

      Kutwa ngamtshiya ngoba engahloniphi hayiii ulesibindi lubhudhi

  • @ntandomdletshe
    @ntandomdletshe 3 місяці тому +230

    Sebelichuthile lelijuba seliyabuya

  • @samelihle
    @samelihle 3 місяці тому +5

    Ishloko senu its like ucc owaphisana ngengane zenye indoda kanti uwumgilwa 😮

  • @phumlandolose
    @phumlandolose 3 місяці тому +29

    Sies amadoda....now just because he cant bear other now he knows that he has kids after 7 year.Its really a shame, im disgusted by some men behaviour.

  • @ngcebontshangase
    @ngcebontshangase 3 місяці тому +34

    Thx babazungu amadoda anjengawe Awandile nawe cc waze wakhuluma kahle Wasimela njengabafazi ubhuti lo ukbe akatholanga ukth akasazali ingabe ubezobuya yini azofuna izingane

  • @FortunateMajooka
    @FortunateMajooka 3 місяці тому +33

    Hamba uyokwenza ezakho ingane ngalawo MASENDEEEEEEEEEEEEEEEEEEE😭🤣🤣🤣. USUHLULWAYIN MANJE AHLAKANIPHI NGOBA UNAMASENDE AMAKHUUUUULU AHLULEKAYO😂😂😂😂😂😂

  • @fezekaklaas739
    @fezekaklaas739 3 місяці тому +13

    It seems like this guy wouldn’t have bothered to come back for his children if ebengena nkinge yokuba nabanye. It clear that he is there because he can not have anymore children. He is just going to cause problems in your life my sister.He can not even humble himself and be honest and seek for forgiveness.

  • @pinkyndlovu6621
    @pinkyndlovu6621 3 місяці тому +92

    I applaud this woman she has respect. Lendoda yazenza yona, I understand where she is coming from I don't blame her

  • @takalanigodfrey9321
    @takalanigodfrey9321 3 місяці тому +9

    Such an honest, respect women to the core,you lost good woman my man, you left her in very bad condition braa,god endup blocked you to get kids bcoz he saw that you don't deserve to have kids,, remember all that happened bcoz of this woman tears and pain you did on her,, Remember if you're man, knowing very well that you running away your kids, know that nothing can go well braa,at the end you will come back

  • @thabilemkhize2585
    @thabilemkhize2585 3 місяці тому +40

    Webhuti ukuba awubuyanga kahle, kahle bekuzogcina kwenzekeni ngezingane cha bhuto awulungile ubuya ngoba ungenangane kahle, kahle ubungeke ubuye nokuthi uyibhimbi lokukhuluma nziswa uhlulekile

    • @NokuzolaFrans
      @NokuzolaFrans 3 місяці тому

      Ndiyamthanda lo cc akajiki ngokujikiswa and ubhuti umenza aye ebhekela kuye unengxaki yenyani engekhoyo

    • @fezilemthethwa6252
      @fezilemthethwa6252 3 місяці тому +2

      Uyabhibhidla Lona. Uhlulwa ngisho ukuzehlisa ebewabheda

    • @thuleleninzimande
      @thuleleninzimande 3 місяці тому

      Iyabheda ledoda😮

    • @thandekagoodness2911
      @thandekagoodness2911 2 місяці тому +1

      Ukube ubesazala ngabe akabonwa kule show ugalakajane wekepisi nophaqa 😂😂

    • @BonisiweThwala-g8j
      @BonisiweThwala-g8j 2 місяці тому +2

      Uyasangana shaim kube uzalile kyacaca ngabe akabuyi
      Akahambe aqhubekele phambili nempilo

  • @phakamilephakamile8795
    @phakamilephakamile8795 3 місяці тому +9

    God is great 😂😂😂 I wish ungaphinde ubathole nise kakhulu.Thank you Mbokodo🫂❤️

  • @beautyzulu8853
    @beautyzulu8853 3 місяці тому +7

    Mosimane o nyetsi matota, now Mr Zungu is the owner. i love it how she respect her husband.

  • @LondyMagagula
    @LondyMagagula 3 місяці тому +20

    Oooh! Usebuyiswa ukuthi usenenkinga kant hhai ukuthi ulungisa ngoba kfanele. Mxm! Uyeyisa lo

    • @Hloni-kg5ie
      @Hloni-kg5ie 3 місяці тому

      Kakhulu nje

    • @BhekiFuze-v3j
      @BhekiFuze-v3j 2 місяці тому

      Zimhhukile izintambo zolwembu.

    • @ThandekaGoqo
      @ThandekaGoqo 13 днів тому

      Ay vele awphilile wena ndoda mphini futhi uyahlanga nje hamba nezkhwama zakho ezingesenazngane

  • @sluweeKay
    @sluweeKay 3 місяці тому +4

    Ngaze Ngamthanda uMaMvelase❤️🙌🏾🥺
    “Konke kulele kuMyeni wami”😁👌🏾

  • @lindanisyethemba9873
    @lindanisyethemba9873 3 місяці тому +11

    Wamshiya emithi esebuya ingane sezina 4 years zinesbindi ezinye insizwa 🚮 umoya kasisi♥️🔥

  • @orahndumela3431
    @orahndumela3431 3 місяці тому +6

    I think this guy was crazy with another woman and he realised after she dumped him that he lost out. Claiming children that you denied is actually so disrespectful to the mother and the children. All of a sudden the kids must love him. It's so much trauma.

  • @rachelmmanoka-fu9ez
    @rachelmmanoka-fu9ez 3 місяці тому +27

    If he didn't find the lady by then ,,how did he found her now?💔😭😂clever boy

  • @naomithabethe8195
    @naomithabethe8195 3 місяці тому +23

    Isikhohlakali nje somfana lesi. Makuthiwa hamba juba bokuhlutha phambili kusuke okushiwo loku ke. UJehova uvele amqondise nje usyazi

  • @IsiphileMatya
    @IsiphileMatya 3 місяці тому +9

    Isikipha saprisenta asisibi🤣🤣🤣

    • @londiwegazu1033
      @londiwegazu1033 2 місяці тому +1

      Siyasabeka nje

    • @Savebygrace-it
      @Savebygrace-it 2 місяці тому +1

      Ngumhlwazi hlwazi ne trouser eyeroooo😂😂😂

    • @mbalimabaso9485
      @mbalimabaso9485 Місяць тому

      Uyasbona yin😂

    • @Ma23595
      @Ma23595 Місяць тому

      Yini wena ngebody suit kapresenter.

    • @Ma23595
      @Ma23595 Місяць тому

      ​@@mbalimabaso9485Animyeke bakithi😅😅😅😅ngathi ihlathi lelilshille

  • @BonkekileNdlovu
    @BonkekileNdlovu 3 місяці тому +18

    Ayi u Nkulunkulu uyabaphendulela abanye abantu. Sisi mbonge uNkulunkulu sisi. Ukungabstholi abantwana kuyimpendulo. Asithembe baniningi abafana abanjenganalona bafunde isifundo. Bakhumbule kunadoda lemnyango akwaziyo ukuqoqa lezozingane. Uyindoda babuZungu

    • @khanyisomtolo7810
      @khanyisomtolo7810 3 місяці тому

      uNkululunkulu uyindoda yoxolo akabuyiseli futhi akananzond. Uthanda isoni njengomlungisi. Omuphi loNkulunkulu okhohlakele kangaka ophendula ngokujezisa?????

  • @EuniceNkosi-wv9lv
    @EuniceNkosi-wv9lv 3 місяці тому +3

    Hlala unjalo webhuti nobuclever bakho,babu Zungu we salute you as women

  • @nondumisonondu7681
    @nondumisonondu7681 3 місяці тому +62

    Sebelichuthile ijuba 😂😂

    • @busindiyaza7155
      @busindiyaza7155 3 місяці тому +2

      Udoti lendoda

    • @KhanyisileThwala-jn1km
      @KhanyisileThwala-jn1km 3 місяці тому

      Unamanga nje uma uthole umsebenzi Wa loose icontact akayanga ngani la ababehlala khona bezowuthola umkhondo

    • @bongekambutsi3973
      @bongekambutsi3973 3 місяці тому +1

      Bavele balipha kahle ijuba manje sefuna ijuba back

  • @QHAWEKAZI1977
    @QHAWEKAZI1977 3 місяці тому +16

    Sybonga kubaba Zungu wena ndodayabantu ndini asivumi siyimbokode ukuthi nisenze izinto zokubeka izingane nisihlukumeza usangene wena qhubeka nezindindwa zakho

    • @Mancinza1001
      @Mancinza1001 3 місяці тому +2

      Yey akaqhubeke angasidakelwa lomasaka😡😡😡😡😡😡😡😡

    • @SindiDlamini-h6d
      @SindiDlamini-h6d 3 місяці тому +1

      NAMI sis

  • @PercyNkosi-l2g
    @PercyNkosi-l2g 2 дні тому

    May God bless the stepfather...Your did what the real father couldn't do...

  • @ThembiJILA-fw8fe
    @ThembiJILA-fw8fe 3 місяці тому +21

    UNkulunkulu uthi ezwini lakhe singazilweli nabalwa nathi sibeke kuye konke ngoba yena unamandla okusilwela .Gugu uJehova ukulwelwe nalomjitha ushaywe izinto zakhe inyembezi zakho aziwelanga phansi cc .Thank God wakubusisa ngomnyeni onothando ❤❤

    • @MthembeniSangweni
      @MthembeniSangweni 3 місяці тому

      Ngyakbonga Ccc ukhulile noma ukukhula vele ksho ukudlula kuzindawo ,,nokuhlonipha nje umyeni wakho ,,owaba nobubela kuwena ,,bancane abafana nawe dankoo ,,God bless u

    • @ncumisancumie177
      @ncumisancumie177 3 місяці тому

      Ngiyabonga ungazibulalanga cc wabantu.

  • @thembanizwane-bw4vo
    @thembanizwane-bw4vo Місяць тому +1

    Uyahlanya lo bhuti, angifuni ukungasho uyasangana nje, raising a child alone it's not easy, akahambe ayeke lo Sisi wabantu, uphambene

  • @thandylamla8947
    @thandylamla8947 3 місяці тому +14

    UThixo unendlela zakhe zokwenza buka manje akasakwazi ukuthola abantwana ucinga ezi ngane wazilahlayo ibuhlungu into eyenziwa ngama doda kubantu besifazana kodwa ke sizo thini

    • @Mancinza1001
      @Mancinza1001 3 місяці тому

      I relate😢😢😢😢😢😢😢yey amadoda 🙌😭😭😭

    • @ThabisaKhabi-jr8wc
      @ThabisaKhabi-jr8wc 3 місяці тому

      Usazogeza lo nangok

  • @manenikalydia7888
    @manenikalydia7888 3 місяці тому +4

    Kanti are they twins or triplets,, how old are they? And the guy who says he is d father,, what does he think the kids hv been eating all along,,, cc this is bad experience u went thru but um saying ... IM PROUD OF U.. GO HOME AND ENJOY YO MARRIAGE AND LIVE WITH PEACE WITH YO KIDS

  • @ZodwaNgobeni-x1z
    @ZodwaNgobeni-x1z 3 місяці тому +10

    Kahle hle ngabe usathola bantfwana ngabe awzange ubafune laba hai bhuti ayikho lentfo Akho

  • @thandahmsomi3633
    @thandahmsomi3633 3 місяці тому +3

    Kdw nizothula ke ngeskibha sabhuti😂

  • @nomfundovilakazi-og8ed
    @nomfundovilakazi-og8ed 3 місяці тому +5

    Musa ukuzokona umshado wabantu mfana waziphika iyngane. Ukube udokotela akashingo ukuthi asephinde uzale ngabe awnandaba neyngane. Phuma Ku cc wabantu aziphilele Kahle.

  • @BARNESHLOPHE
    @BARNESHLOPHE 3 місяці тому +2

    I have a respect for this wonderful woman

    • @zowbaca7299
      @zowbaca7299 3 місяці тому

      She is truly wonderful

  • @sakhegcelu6014
    @sakhegcelu6014 3 місяці тому +8

    Siyamdinga u part 2

  • @InnocentDinosaur-ps8gn
    @InnocentDinosaur-ps8gn 2 місяці тому

    Siyabonga kakhulu kubaba uZungu Indima ayidlalile ezinganeni ubaba wazo ephila ..lobhuti kumele afunde isifundo ...

  • @thandylamla8947
    @thandylamla8947 3 місяці тому +15

    Le ndaba ka Gugu ifana nqwa ne yam umntana wam una 6 years akazange wambona u tata wakhe intliziyo yam ibuhlungu ndiya sokola hlala ndine anger, lapho indlela a rich ngayo kodwa ndine themba ngelinye ilanga uyo vela andazi noba ndingamxolela na

    • @ncumisancumie177
      @ncumisancumie177 3 місяці тому

      Qhubeka cc nempilo ukhulise ingane yakho .uThixo uzokulungisela maybe one day uzoyidinga le ngane yakho

    • @PhindileKhomo
      @PhindileKhomo 2 місяці тому

      Thixo akalahlani cc uzokutakula

    • @thandekagumede7568
      @thandekagumede7568 Місяць тому

      Sicela party 2

  • @OliverRodney2
    @OliverRodney2 3 місяці тому +2

    The Woman I Heard Oneqiniso Nenhlonipho She's Special

  • @AnnaSiphiwe
    @AnnaSiphiwe 3 місяці тому +6

    Thank God siyabonga cc ngozimela uyimbokodo ngamphela

  • @MpumiShongwe-xc2pq
    @MpumiShongwe-xc2pq 7 днів тому

    Angabatholi batwana lomgodoyi kube akashongo dokotela kuthi ngeke aphinde abenabatwana ngabe akabuyi wazoqolisa big up gugu kusimela siyi mbokodo

  • @SthembilePromise-s7g
    @SthembilePromise-s7g 3 місяці тому +7

    Isihloko sigxeka owesifazane lokho nje kukodwa kungenxa ngibone ukuthi amadododo they getaway with murder ukube bekungezami ebezozithola ecakwelanga🤞🤞

  • @GloriavelileNdovela
    @GloriavelileNdovela 3 місяці тому +7

    Ngokuzwa kwami ubhuti ubuya ngoba engekasaphinde athole izingane ukuba ubesazozithola ubengeke abuye akube bonke abantu besilisa bayabona ukuthi kubuhlungu ukuhamba beshiya izingane

  • @NokulungaMasuku-o3z
    @NokulungaMasuku-o3z 2 місяці тому

    Syabonga babe Zungu ukhombisa uthando kumkakho..letimpepho yakho hamba nato uyokhokhela labanye ubafihlile ngoba shotsi uyalahlana wena

  • @thabilebhengu6179
    @thabilebhengu6179 3 місяці тому +7

    Dlala Matifana khula mfana yabona le uyiphathe nge maturity big ups mfana. Sis Gugu I support you, wena bhuti wabantu ikushayile impilo. Izingane ezikanina worse njengoba eseshadile ezomyeni wakhe.

    • @GoodnessCele
      @GoodnessCele 3 місяці тому

      Siyabonga Bab Zungu hamba wena uye lakadujabula khona asifuni lutho lwakho khohlwa yingane wathi akuzona ezakho

    • @GoodnessCele
      @GoodnessCele 3 місяці тому +1

      Ukube bewubathola abanye laba buzobalahla unomphelo

    • @jurymabaso4678
      @jurymabaso4678 3 місяці тому

      😂😂😂uqinisile well handled he’s on the rise

    • @CeliweLillian
      @CeliweLillian 3 місяці тому

      Yazibhuti kukupheleke ukuhlakanipha...ngoba awusazali kobathandayo sewukhumbula owazilahla wawucabangani mfana ..Musa ukuqamba amanga ukuthi ingoba ayengakuhloniphi...udlala ukusa weba hamba uyoshona njengespikili

    • @tapiwamoyo7191
      @tapiwamoyo7191 3 місяці тому

      Kube isende lakhe lisachama indeda ubengeke aphenduke loswayini 😂

  • @XiluvanaRolinyathi
    @XiluvanaRolinyathi 3 місяці тому +1

    Yah neh.....kunzima. Nowam uzobuya esesho kanje😢

    • @simephivundhla3887
      @simephivundhla3887 3 місяці тому

      Nowami😢😮. Sibaninsi shlukumezekile ngabo daddy baby abafe umqondo

  • @anitahamilton5143
    @anitahamilton5143 3 місяці тому +4

    Uthi without knowing ukuth Kuyami hurta, lobhuti akanandaba nama feelings alabanye abantu especially abesifazane akahloniphani uyangikwatisa lomkhuveve nxa🥺💔😡

  • @lindiwekalanga8862
    @lindiwekalanga8862 3 місяці тому +2

    I love this woman uyimbokodo c✊🏻✊🏻✊🏻

  • @lethiwezikhali1499
    @lethiwezikhali1499 3 місяці тому +6

    Sphukuphuku sendoda sisaba ukondla waze wang'cika leskhath ezphika becabang kut ngeke ziphile....baning ksazobashubela ngob idlozi phela likhona

    • @Mancinza1001
      @Mancinza1001 3 місяці тому

      And zisazokhala xem

    • @thandekatywala5764
      @thandekatywala5764 3 місяці тому

      Ngempela yazi ukuphika ingane kuwukuthuka idlozi lomunye umuntu wazingani manje ivalwe yini inzalo

  • @NosiphoNgubane-r2o
    @NosiphoNgubane-r2o 21 день тому

    God is gud uyabathwala abakhe wow Jesu umuhl ugoba amashinga

  • @lucymthembu7021
    @lucymthembu7021 3 місяці тому +6

    Usane pride looo.usile!

  • @NomandlaNyosi
    @NomandlaNyosi 3 місяці тому

    Ave ngiythanda le presenter he's always so calm he's gud at handling these situations❤

  • @NtsikoFaku
    @NtsikoFaku 2 місяці тому

    Akasiyona indoda lomfwethu, ufake ibhulukwe mahala. Walahla izingane zisasesiswini and now that akasenayo inzalo usebona ukuthi akabuyele kusisi azofuna izingane aziphikayo esikhathini esedlule. Mina ngikhule ubaba ekhona eshadile nomama wami kodwa enganginakile kodwa ubaba unkulunkulu emuhle wangithwala ngiyindoda namuhla and ngiyasizonda lesenzo salendoda. Ngiyaxolisa ukusho ukuthi mina ngibona umfwethu engakufanelwe ukunikwa ilungelo kulezingane ngoba akabuyiswa uthando ezinganeni kodwa ubuyiswa ama results awatholile ukuthi inzalo ayisekho, asikubizi lokho ngokuzithoba. Ngizwelana nezingane kuloludaba ngoba zona zimsulwa and they don't deserve this. Ngiyabonga 🙏

  • @matshidisobuda4881
    @matshidisobuda4881 3 місяці тому +6

    Usile nje wena😢😢😢😢😢

  • @RegomoditsweSharonMokone
    @RegomoditsweSharonMokone 3 місяці тому +1

    You such a strong woman and continue respecting your husband and cut that man out of your life don't feel sorry for him his a lair and manipulative so nje leave him alone and continue with your life

  • @AphroditeSmith
    @AphroditeSmith 3 місяці тому +2

    Wahambiswa ukusa like bhuti kwakusasemnandi empumalanga kusho ukuthi lezingane wayengenendabanazo ethembe ukuthibuzothola ezinye izingane kanti ujehova wenzangendlela yakhe

  • @phumezamiya9268
    @phumezamiya9268 3 місяці тому +5

    Usangene lomjita

  • @SbongileYvonneGasa
    @SbongileYvonneGasa 3 місяці тому +1

    Ngibonga indlela u sisi athathe ngayo loludaba even though ehlukumezekile,Angaz noma mina bengingakhona yini,Big up sisi,Sbonge nobaba Zungu,Asekhona kshuth amadoda aphilayo akwazi ukukthatha nomthwalo wakho🙏😓

  • @LebohangAMonyane
    @LebohangAMonyane 3 місяці тому +7

    6 to 7 years aiiii bhuti is too much 😢

    • @ThabilePrisca-dx1gs
      @ThabilePrisca-dx1gs 3 місяці тому +1

      Ukuba zafa lezingane ubezoyishisela ziphi lempepho???. Uyabheda lo bhuti

    • @mangqawaenmhlawulien5637
      @mangqawaenmhlawulien5637 3 місяці тому

      Yhoooo lobhuti uthi bebedlani abobantwana so many years. U doctor ukhuluma iqiniso.zezakho nini ingane ezi.iiphi eyakho I respect???

    • @MBGumede-x1v
      @MBGumede-x1v 13 годин тому

      MamuZungu, wena usindisiwe. Ungavumi ukuthi izingane zakho ziye kwimpepho yamadlozi. Lezingane wena uzikhulise ngomkhuleko, qhubeka wenze njalo uhlukane nezimpepho zamadlozi. Umthakathi lo😮

  • @leratoradebe8701
    @leratoradebe8701 3 місяці тому +1

    Ubuya ngoba akasoze aphindw Abe nezingane kwakumnandi wamkhohlwa ekhulelwe. Ipho iMpumalanga eyakugwinya.
    All these years awumncabanganga ekhulelwe bakithi m happy u found love cc

  • @yolekamapoma5217
    @yolekamapoma5217 2 місяці тому

    Good ccGugu good uyimbokodo ,uyazazi ufunani empilweni yako
    Lomgodoyi ucabanga ubhadlile yedwa

  • @mantoamakhalema7801
    @mantoamakhalema7801 3 місяці тому +1

    😢😢😢😢ubudedengu bomuntu weslisa nokubaleka iyngane Lena Yona angfun ukuqamba amanga idlozi liyamubhonya kulokhu nanokuth akazoba nazo ezinye iyngane

  • @kayisenx3064
    @kayisenx3064 3 місяці тому +4

    Waze wanesizathu esibhedayo wemlisa wiiiiiii awukwaz nokukhuluma Ayyyy, Ngidlulisa ukubonga kuBabZungu🎉

  • @xolanibuthelezi193
    @xolanibuthelezi193 3 місяці тому +1

    Kodwake the fact remains ___ izingane ezikabhuti ......no amount of anger will change that ......yes we agree usisi is hurt and justifiably so ....... thinking you can give izingane zenye indoda enye indoda is just an emotional dream

    • @NeliswaNdebele-uo6ry
      @NeliswaNdebele-uo6ry 3 місяці тому

      Umbhedo lowshoyo ezakhe kuphi uyayazi into ebeythandiswa locc khathi ezithwele.ziqala nje zivula zikezambona?ngoba ubesebumnandin

    • @rethabilemofokeng7846
      @rethabilemofokeng7846 3 місяці тому

      Is not a dream. We should take a very important fact into consideration. The guy he came back only because he encountered challenges. Should that have been not the case there was no return here. The guy is not genuinely sorry. We must pray he gets more kids

  • @Thabile-d2l
    @Thabile-d2l Місяць тому

    Mamvelase syabonga owakwethu wena akahambe ayofa syabonga naku baba uZungu uyindoda eqotho❤

  • @mandingan.9745
    @mandingan.9745 3 місяці тому +2

    It’s annoying that he won’t outright admit that he said the children are not his. Clearly, if he could have more children, he wouldn’t be bothered.

  • @NtandoLo-nv9gn
    @NtandoLo-nv9gn 3 місяці тому +8

    Uyalayeka lo izinyembezi😢 zika Gugu aziwelanga phansi

  • @HouseMacFarlane
    @HouseMacFarlane 3 місяці тому +1

    Wow nayi indoda yaphisa ngenganezayo eish unkulunklu umshayakahle labantwana abakwaZungu hamba juba usuhohlokile manje bakuchuthile umhlaba uhamba kahle nawe umuntu akusiyena owakho ngoka nkulunkulu uzomosha wena

  • @AlfredThela-cf7ks
    @AlfredThela-cf7ks 2 місяці тому

    Abadala abageni kumele iqale kuzungu lndaba ngyala niyozwa ngozugu bebekuphi abantu abadala respect uzungu

  • @keneilweshasha8263
    @keneilweshasha8263 3 місяці тому

    God is good usebenza efihla kalweni. Gugu shine .

  • @PhiliswaPhistar
    @PhiliswaPhistar 3 місяці тому

    Ungamniki lowo, abaabesaqhubeka ezala ebezabafuna na abobantwana , Makahlale enjalo, uzo confuser nje abantabakho,
    Good mama

  • @johnmazanhi7802
    @johnmazanhi7802 2 місяці тому

    This man appreciate later on after ex - wife spoken the really exceptional story he supposed respect this ex becoz she raised kids after so long time in a while

  • @russelphelelani5160
    @russelphelelani5160 3 місяці тому +1

    My presenter cha namhlanje uziphathe kahle impela, uyibambe kahle.

  • @kimtonthemba7263
    @kimtonthemba7263 3 місяці тому +1

    The truth will set you free my brother,just tell the truth.

  • @ZinhleBlose-nv5jp
    @ZinhleBlose-nv5jp 3 місяці тому

    Iqiniso akanalo ubhuti futhi akafuni ukuvuma iphuthalakhe asho nje ukuthi yebo ngaziphika izingane, yebo ngakubalekela futhi ngabona nizoba umthwalo kimi, ukubaleka nokuphika kwami ngakubona kwi solution elula. Uma ulalela kahle inkulumo yakhe ubuya ngoba engeke esabathola abantwana that the only reason if bezokwazi ukubathola abantwana in future benge abheke emuva, lokhu kusho izinto eziningi like he's not ready ukuba ubaba, he may cause harm to these kids like engaba khona aphinde anyamalale uma ehlangabezana nobunzima. Umbono nje wami Ubhuti udinga Counselling afunde ukuzithanda first noku qonda ngungani esefuna labantwana and understand damage ayenzile ku mama Zungu. Okwamanje they must not allow him to see abantwana akahambe bamluleke first.

  • @Mathembis1234
    @Mathembis1234 3 місяці тому +1

    Ngihlekiswa ukulahleka kwama contact,manje wayengazi yini kwa sisi lo siwayeke eyama contact ngoba ingaluhlaza cwe amanga leyo,lobhuti aka move on ngempela aphume kulocc ejabulele umshado wakhe nge peace

  • @AndileNohaba
    @AndileNohaba Місяць тому +1

    Kushukuthi ebengazobuya if ebengaxelelwanga ukuthi ngeke asazala

  • @VusiTyeda
    @VusiTyeda 3 місяці тому +7

    Akulaya amadlozi ndoda akuvala inzalo

  • @ThembaMazibuko-t9w
    @ThembaMazibuko-t9w 2 місяці тому

    Abafowethu mayekele ukuba amaphiciphici ikakhulu ngabantwana babo nami sengifane noBaba uZungu ngikhulisa 6 yabantwana abasebami kodwa ngoJehovah ngiwaphiwe lawomanhla okubakhulisa futhi ngisaqhubeka Baba Zungu nceku yenkosi bambangazo zombili uJehovah akubusise kwande okwenzayo kube nempumelelo empilweni yakho🙌

  • @thembelanishibe2110
    @thembelanishibe2110 3 місяці тому +3

    Poor presentation from the presenter

  • @TinaMoyo-ne5tb
    @TinaMoyo-ne5tb 3 місяці тому +1

    nawe bhut unomoya ophanc ,thou kwaba khona ukungazwani, wish you all the best ekuhlanganen nengane zakho,the fact umbiz uMfethu uZungu,inhlonipho.leyo
    nawe sis siyabonga ukuzehlisa hugs

  • @QedukwaziRadebe
    @QedukwaziRadebe Місяць тому +1

    Hamba uyoshisela amasende akho amancane mnsunu wenja, , hamba iyofa Nja…. Fuseng MSUNU i access yamasimba sende lenja, ungavumi

  • @FransVukeya
    @FransVukeya 2 місяці тому

    Wen we grow we forgot about future as man and think for a short period but as we become old life changes and to find out it's too late

  • @ladydahluqah601
    @ladydahluqah601 3 місяці тому +1

    Liyadelela leli juba sebefike balichutha phambili,bezoykhumbula nini lezingane ukube ukwazi Le ukuthola ezinye ngoba ngabe ubusy nalezi ekade eyzama

  • @NoxoloMathiva
    @NoxoloMathiva 3 місяці тому

    I respect all the decisions athethwe ucc Gugu big up dear ...wenza kahle uhloniph umyen wakho owakuqoqa bigup dear

  • @NoziphoGumede-ug5ch
    @NoziphoGumede-ug5ch 3 місяці тому +1

    Linyazwa kusa kwakho bhutiza😂😂😂😂😂

  • @nonkosigcali7218
    @nonkosigcali7218 23 дні тому

    Mbokodo! Mrs Zungu ungumfazi. UZungu umyeni wakho unenkosikazi apha kuwe! Ukukhulule ngoba ekwazi, ekuthemba ukuthi uzomelana nawo lo mhlola ongu Biological dad. Ndoda lala ngoxolo kweli ngcwaba owazingcwaba ngalo. Ngathi uZungu angafuna R1m kulo mgulukudu!

  • @PhumlaniGumede-ei2sh
    @PhumlaniGumede-ei2sh Місяць тому +1

    Lomjita shuthi bengeke ebuye kulomama ukube udokotela akazange emtshele ukuthi izingane akasezukuzithola

  • @sbongileckhawula8960
    @sbongileckhawula8960 3 місяці тому

    Hamba juba ,,suhlylekile endleleni zakho,,,,hamba

  • @zamagumede8049
    @zamagumede8049 3 місяці тому

    Bayayithatha kodwa obuti i-advantage bethembe ukuthi bazobuya bethi blood is thicker than water ayikho leyo mina I applaud you my sister ,my baby daddy akayazi ingane yami from birth ive tried reaching out multiply times my child is 4 years old manje so nje abuye athi ingane yakhe le never eyami lengane nomdeni wami

  • @buyisiwesilindokuhle8872
    @buyisiwesilindokuhle8872 3 місяці тому

    Yeyi we Gugu ngicela ukukubamba isandla sisi.Ungavumi nje akahambe aye lapho ayejabule khona

  • @duduzilemolefekhamanga6298
    @duduzilemolefekhamanga6298 3 місяці тому +1

    Hhayi usile lobhuti... I like this lady

  • @tinahzimba7203
    @tinahzimba7203 3 місяці тому

    This guy his not far he only come back because the doctor says he can't get children anymore the question is if that was not case was his going to come.
    God has panished him of his action he must leave with it he must just leave gugu in peace I respect Mr Zungu of what he did giving the kids the father figure while his out there enjoying his life.
    Man like Zungu they are know more may God bless him he deserves all the credits big up Zungu 💪

  • @Anthony-j3i
    @Anthony-j3i 3 місяці тому +1

    Uyaganga lomjita akayeke losisi phansi aqhubeke ne mpilo lomjita wadlala nge thuba he will never get it again uzomosha futhi use buya ngoba usefelwe yinzalo yiso isizathu esimlethe la 😂