Це відео не доступне.
Перепрошуємо.

Ukhuzani Eyoxolisa Esizweni Sakwa Buthelezi Ngokulingisa uMntwana wakaphindangene

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 25 тра 2021

КОМЕНТАРІ • 56

  • @sphamandlapearce2460
    @sphamandlapearce2460 3 роки тому +10

    Ay siyabonga uma ingane izehlisile yaya koxolisa eNkosini yesizwe sakwaButhelezi, cha khona kunoma ngubani kwakungeke kwehle kahle ngempela kunguye lo owayephethe loludaba olubucayi njengaloluya, kwakungadlaliwe laphayana nesidumbu impela sasingabonakala ngamehlo sesiphumile kodwa ke ingane enhle nevamelwa yizibusiso ngezehlisayo, sikufisela okuhle ke mfokakhuba ngoba usuyigezile inhliziyo yomuntu omdala. INKOSI ikubusise.

  • @sbongisenimkhwanazikambimb2486
    @sbongisenimkhwanazikambimb2486 3 роки тому +5

    Syabonga Khuba ngokuzehlisa ukhombisa ukukhula

  • @maninginingimbangala6126
    @maninginingimbangala6126 3 роки тому +9

    Syakubonga ngokuzehlisa mfoka Khuba ukhombisile ukuthi ukhuliswe ngenhlonipho

  • @nathimixbuthelezi2047
    @nathimixbuthelezi2047 3 роки тому +4

    Syabonga kokhuba ukuthi behambe beyozehlisa esizweni sakwa Shenge,wenze ubudoda khuzani

  • @mpangazithathobani21
    @mpangazithathobani21 3 роки тому +2

    Sibonge esizweni sakwaSHENGE ukwamukela uxolo lweNgane YakwaKHUBA.

  • @charmainebosiger9379
    @charmainebosiger9379 3 роки тому +9

    uKhuzani uganwe uma bani ngoba ebizwa ngomnumzane nje lobaba okhulumela khuzani yaganga ngoba isiZulu yasazi
    uKhuzani sengumfana akaganiwe

  • @thembilefundile7074
    @thembilefundile7074 3 роки тому +1

    Aweh mah jesu wayevele enzani Ukhuzani ungahlekisa ngomuntu ohlonpheke kanje

  • @impisemnyamagadla9476
    @impisemnyamagadla9476 3 роки тому +1

    Syabonga ngokuzehlisa nkabi yam kdw lobaba akasazi isizulu ukhuzani akakaganwa ngakhoke akakabalwa njengo mnomzane

  • @mthokozisigazu5437
    @mthokozisigazu5437 3 роки тому +2

    syabonga khuba

  • @sbongisenixaba4411
    @sbongisenixaba4411 3 роки тому +1

    Kuyajabulisa ukubona nokuzwa uKhuba elibona iphutha aphinde abe ingane kubantu abadala azi ukuthi badala. Ngibonge ukuzehlisa athathe isinqumo esihle sokuxolisa kubaba uShenge

  • @sabelohadebe3194
    @sabelohadebe3194 Рік тому

    Chakuhle nsizwa okwenzile ukuyozehlisa kwaShenge naminje yanginyanyisa njelento yakho kuthi ungadlali nontanganeni udlale ngenkosi yethu ,wenza nje ubunuku

  • @siphamandlabrainmnyandu7618
    @siphamandlabrainmnyandu7618 3 роки тому +1

    Kwakuhle okwenziwa isizwe ngokweseka uKhuzani Mpungose,kodwa ke kwangathi intsha ingaqaphela izenzo ingagajwa udumo olungabhedula izwe!!!

  • @cbomiya1900
    @cbomiya1900 3 роки тому

    Kuncono mawkhomba kzehlisa mashinga syabonga wehlele ngezansi syabonga sebezothibike olaba......

  • @hildathokozileshezi6117
    @hildathokozileshezi6117 3 роки тому +1

    Sybonga mfana ukbona iphutha ulungise

  • @sifisozitha8816
    @sifisozitha8816 3 роки тому

    Khuba nkosi ka maskandi🙏🏽🙏🏽🙏🏽

  • @chief9462
    @chief9462 3 роки тому +4

    Izingane ziyadlala bakwethu.

    • @madodazungu857
      @madodazungu857 3 роки тому

      Sikhule sibalinganisa abantu abadala kuhle kwe kudlule mina angazi lelihaba elani, ay bakwethu

  • @bafocarwash8825
    @bafocarwash8825 3 роки тому +2

    👌👌💗

  • @lusindisodlamini4614
    @lusindisodlamini4614 3 роки тому +2

    khuba sinawe qawe

  • @injebomvu
    @injebomvu 3 роки тому

    Wayenzani kakade ehlekisa ngesimo esasinzima kanjeyana kodwake asibonge ukuthi ulibonile iphutha lakhe akudlalwa ngomtwana undunankulu wethu Lo

  • @bongasibiya1038
    @bongasibiya1038 3 роки тому +3

    Ukuphapha konke lokhu okumholele lapha inqino

  • @uzigiisibawusakwankosi8946
    @uzigiisibawusakwankosi8946 3 роки тому +3

    Umsinda kawuphumi kahle kwabanye,umbhobho ubuqheliselwani kangaka?

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 3 роки тому

    uKhuzani uyasebenza futhi uyahlonipha yingakho ephumelela.

  • @shezimarry1670
    @shezimarry1670 3 роки тому

    Dankie mkhaya wami ukuzehlisa uyinsizwa

    • @stevenmajola7253
      @stevenmajola7253 3 роки тому

      SYABONGA OKWENZIWE UKHUBA UKHULISWE NGENHLONIPHO KYACACA KDW KE KADE BABEKHUZWA NGOKUCHUKULUZANA KUMASKANDI BUKA MANJE UZOPHAPHALAZELA KUMNTWANA AWAZI AKABAZI YINI ONTANGA YAKHE

  • @thabisilemakhoba4758
    @thabisilemakhoba4758 3 роки тому +2

    Uyabizwa yini umuntu ngomnumzane engakagcagcelwa

    • @charmainebosiger9379
      @charmainebosiger9379 3 роки тому +1

      lutho phela umfana oze eyofa mayengaganiwe

    • @thabisilemakhoba4758
      @thabisilemakhoba4758 3 роки тому +1

      @@charmainebosiger9379 uqinisile hhayi lento asebeyenza
      Umuntu mayeke waduma nje sebembiza ngomnumzane

    • @joymtjale6903
      @joymtjale6903 3 роки тому

      Abazali bakho bakufunding kahle kuhle uma. Wenze iohutha uzehlise uxolise ngiyabonga mina

  • @BuhlebzNetwork
    @BuhlebzNetwork 3 роки тому

    Kodwa inkosi yakithi ayisacabeki nje nangejezi leli

  • @nkanyisondwandwe3931
    @nkanyisondwandwe3931 3 роки тому

    Umfoka khuba uyabonakala ukth ukhule khaya hhayi laba

  • @mhlonipheningubane4654
    @mhlonipheningubane4654 3 роки тому

    Ubaba omdala kangaka okasazi isizulu yini kanti Unomzane 🙄

  • @greatestinspiration9490
    @greatestinspiration9490 3 роки тому +1

    Weeeee Khuzani Waze wawuMthothongo

  • @sphansibande1710
    @sphansibande1710 3 роки тому +4

    Mr apologies 😂 wenze kahle wayoxolisa ngob wayephethwe ukuqina

    • @makhosipatience1857
      @makhosipatience1857 3 роки тому

      Ukhombisa ukukhula khuba wenze kahle kakhulu wehle uzithobe uxolise ukhombisa ukukhula ngomqondo intle kakhulu futhi xa ucele uxolo uyaxolelwa nawe ubungazi ngempela

    • @gxobinjasambemntungwa9694
      @gxobinjasambemntungwa9694 3 роки тому

      Belizolala eziko ikati kwakhuba wenze kahle impela wayoxolisa

    • @mduduzihadebe3519
      @mduduzihadebe3519 3 роки тому

      Wayephapha nj ngempela

    • @sthedlamini4469
      @sthedlamini4469 3 роки тому

      @@mduduzihadebe3519 uqinisile mfoka Hadebe wayefuna ukubukwa ngomtomdala

  • @khethabantu228
    @khethabantu228 3 роки тому

    Kwakuhle lokho

  • @mhlonipheningubane4654
    @mhlonipheningubane4654 3 роки тому

    Khuzani uyaphapha

  • @luckygoodman5268
    @luckygoodman5268 3 роки тому

    DANKI

  • @vusibhekan
    @vusibhekan 3 роки тому +1

    🤣🤣

  • @busisanimdlalose4420
    @busisanimdlalose4420 3 роки тому

    Manje ukhuzani use nguMnuzane nini kodwa asiqondiseni ukukhuluma bakwethu

  • @maninginingimbangala6126
    @maninginingimbangala6126 3 роки тому +3

    Syakubonga ngokuzehlisa mfoka Khuba ukhombisile ukuthi ukhuliswe ngenhlonipho