Це відео не доступне.
Перепрошуємо.

Izizathu ezenza abantu besifazane bangeke balunge ukuba nesithembu

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 18 січ 2020

КОМЕНТАРІ • 95

  • @promisesmanga6271
    @promisesmanga6271 4 роки тому +28

    Uyabona lena eyesthembu yona noma ungayichaza kanjani uzame ukuyibeka ngendlela evuna amadoda kodwa Ayikho yinhle & ayimnandi akekho umunt ojatshuliswa uku share umunt amthandayo Neva

    • @bongumusadludla9693
      @bongumusadludla9693 4 роки тому +2

      Qinisile sisi sthembu sijabhulisa muntu oyedwa kuphela ingane ziyahlukumezeka nabafazi bayahlukumezeka ubani othanda sthandwa NGO thando lesbili😪

  • @heavenewmalaza9359
    @heavenewmalaza9359 4 роки тому +6

    Isizathu sesithembu ubufebe kuphela finish and klaar

  • @imogenemathe6723
    @imogenemathe6723 4 роки тому +20

    Isithembu esabafazi aba desperate qha!

  • @nonzuzomasondo4713
    @nonzuzomasondo4713 4 роки тому +15

    Whee musa awusiyeka ave nje uthanda ukuncindezela abantu besifazane

  • @whereisfikile
    @whereisfikile 4 роки тому +3

    Isizathu sinye nje kuphela ukuthi angeke nawe wavuma to share umfazi omthandayo nenye indoda, nenza ngathi nazi abafazi okudlula bona .

  • @thembelihlekofi3989
    @thembelihlekofi3989 4 роки тому +6

    Isithembu is about the man, it's about them all the tym

  • @zetmbonambi4425
    @zetmbonambi4425 3 роки тому +1

    Ingabe ushiswa yini baba ngoba loludaba alufuni wena. Qhubeka wena wengeze abakho nezingane kusekude zifike ku 21.Qinisa kuloko uyekele abanye kuloludaba. Ephuzwini lokuzalwa kwezingane ezi nezibongo ezihlukile, kuvele kuyenzeka kakhulu baba. Baningi abesifazane abanezingane 'zamadoda ezibongo ezihlukile. Niyaxaka ke madoda ngoba nimfuna umuntu wesfazane aniqome noma esho kahle ukuthi unesoka lakhe kodwa niqhubeke nithandane naye, senithuswa yini. Eyomzimba ongalungele anibe nisayicabanga, Baningi omakhwapheni abazivumela ukuba ikhwapha. Mina soze ngangena isithenjini noma sayiphi nje inhlobo ngoba ngizithandela ukuthula ngizithandele ngedwa umyen wam angfune stress.

  • @snayenothando924
    @snayenothando924 2 роки тому

    Ngingaba nesthembu ngigweme ukukhulelwa ngiwakhombise ukuthi nawo ayabhangqeka nje kungabi ndaba zalutho

  • @portiamahlangu4610
    @portiamahlangu4610 3 роки тому +1

    Yazi mina angimuzwa ukuthi uthini umseleku xem Ayihlangani nje lento ayikhulumayo Ukhulumela I side lakhe Isithembu sijabulisa indoda but umfazi nengane bayahlukumezeka Akekho umfazi ofuna ukulanywa finish and klaar yikho begcina beloyana esithenjini ngoba omunye nomunye ufuna kusale yena yedwa

  • @user-xo6yx3xm5u
    @user-xo6yx3xm5u 4 роки тому +8

    Ayikho indaba yesithembu. Udodi nje. Isithembu ubufebe nje. Thanda umfazi oyedwa. Umuntu unenhliziyo eyodwa. Ngeke uthande abantu abaningi mseleku

  • @azandemahaye
    @azandemahaye 4 роки тому +15

    Well for some of it's a dream to marry a bunch of men if men can do it why can't women.

  • @bhekidlamini1199
    @bhekidlamini1199 4 роки тому +1

    Abantu besfazane bayalala nabanye abantu beslisa bekhuleliswe omunye umuntu weslisa I am talking from experience kukhona omunye Usisi owayenginika strong and engamithiswanga yimi so kyuyenzeka bangokleva kabi abantu besfazane 😂😂😂😂

  • @portiavilakazi9921
    @portiavilakazi9921 4 роки тому +8

    But watch out Mr Mseleku le show yakhoo izokubangela izitha nenzondo nesdina kubantu besfazane nd izobhidliza eminye imshado. Hlebela lamadoda owaphelezelayo ukuth wena wenzenjani b4 ucele kwabakho

    • @mercyhlapo4741
      @mercyhlapo4741 4 роки тому

      💯

    • @philmonzakhele716
      @philmonzakhele716 4 роки тому +1

      Uyabheda wena lemali iyakuhlanyisa

    • @imogenemathe6723
      @imogenemathe6723 4 роки тому +6

      Portia Vilakazi well put, lobaba ubhidliza imizi yabantu. Is not like his wives are happy. They have sex on his own terms and he calls this marriage? This is not marriage is a sex platter where he can chose where to f**k. Labafazi bathanda izinto they need to work harder if they claim that they are working. Makayeke uku qhuba ivangeli lobufebe makafebe yedwa.

    • @Zesiphile805
      @Zesiphile805 4 роки тому

      Imogene Mathe uqinsile

    • @sifisombhele2050
      @sifisombhele2050 4 роки тому

      Yaz abantu besifazane bayathanda ukukhuluma kuveli namanje wonke umuntu wesfazane usesithenjini ayikho indoda engajoli siveli siyajola so kuncono ukuthatha isithembu kunokithi kudlalwe umacashelana

  • @cynthiaphakathi9179
    @cynthiaphakathi9179 3 роки тому +1

    Mnxxx

  • @leledladla1637
    @leledladla1637 4 роки тому +6

    Can we go back to the reason of isithembu in the family. All the reasons given nowadays are completelly different from the initial reasoning behind isithembu. Right now its all about commiting adultery and selfishness... manipulating your wife to accept your dirty behaviour in the name of culture! PLEASE!

    • @sivuyileroli5390
      @sivuyileroli5390 4 роки тому

      Ithini ireason le uthi makubuyelwe kuyo coz I'm interested ukuyizwa?

  • @nokuthulasabeliwe4034
    @nokuthulasabeliwe4034 4 роки тому +4

    Isthembu ayi suka wena mseleku angikufuni kwami uyophuma ngamanzi ashisayo ngeke ngize ngilinde nje nokuthi ubingelele suka ayi

    • @thulisilekhethile2319
      @thulisilekhethile2319 4 роки тому +1

      Nami dear, uyohamba angakayichazi leyo nkulumo yakhe

    • @mandisamandisa3377
      @mandisamandisa3377 4 роки тому +1

      Ngyanithanda sham nami uyophuma ehlehla nyovana 😆

    • @nokuthulasabeliwe4034
      @nokuthulasabeliwe4034 4 роки тому +2

      Singaphela umseleku edla kahle nabafazi bakhe thina siyoba yini omalambane esibaqoma .angazi noma bazitshela ukuthi bazophila njengomseleku saze sasha bafazi

  • @bongsndimande1284
    @bongsndimande1284 4 роки тому +2

    Isthembu silungela abamubalwa iningi luyafosa nje mina angisifuni kusizani ukwakha umundeni omkhulu ozokhula ungangenelani uhlezi ubhekene neziqu zamehlo esikamkhuku sakithi namathe sisasabana akukho ukuthembana iwona ke umndeni lowo ?

  • @thobisilelungie6292
    @thobisilelungie6292 4 роки тому +4

    I know y'all are feminists but admit he is putting through some valid point s

  • @nokuzolambethwa838
    @nokuzolambethwa838 4 роки тому +4

    Nigilungile N gingedwa kwami

  • @lungilembanjwa
    @lungilembanjwa 4 роки тому +7

    Lol 😂 Very convenient to list issues of WHY isithembu sabantu besifazane singalungile when women have been crying about isithembu for centuries. Anive nisile boFeleba

  • @puro210
    @puro210 3 роки тому +3

    Uyabheda lo!

  • @politendlovu5804
    @politendlovu5804 4 роки тому

    impela nje baba Mseleku, nami ngithi kunjalo bengizosho lokho uma ngibuzwa hahaha

  • @octaviazulu8007
    @octaviazulu8007 4 роки тому

    Eyyyyyy isthembu asikho ryt nje qha..... Kuke kuthiwe eyabantu ababili ayingenwa kodwa ngicabanga ipain yabazali bamakhoti uma eselanyaniswa umtanabo

  • @sibonisomkhwanazi3557
    @sibonisomkhwanazi3557 4 роки тому

    Hhayi wayibeka baba yacaca. Kodwake labo besifazane abasifunayo isithembu banelungelo abazame. Laba abangafuni ukuba sesithenjini uma indoda ifuna kanjalo badedele abafunayo bona bayohlala phansi ekhaya.

  • @bongiepeter7227
    @bongiepeter7227 4 роки тому +4

    Ndiyakuva Mthombeni, from what u said I can say umntu ongenamali or let me say financial stable shouldn't be in polygamy. Uyakha nganton imizi ungenamali🤔

    • @lazalaza4957
      @lazalaza4957 4 роки тому

      Bobo B if you noticed they want to marry women who are financially stable so that they can work for them

  • @nothandoncube3222
    @nothandoncube3222 3 роки тому

    Ebheda okaMseleku. Ezicabangela kolakhe uhlangothi.

  • @sunrise7640
    @sunrise7640 4 роки тому +1

    Ayikho nje lento le. Amadoda athatha isithembu just want to be legal febarists.

  • @ntsoakimotapanyane5689
    @ntsoakimotapanyane5689 4 роки тому +1

    🚮🚮🚮🚮 normalizing ubufebe nje

  • @slindilengcobo6749
    @slindilengcobo6749 4 роки тому +2

    Cha umuntu wesifazane ucindezelekile akekho umuntu ofuna ukubhangqwa nomunye umuntu both side bonke ubuhlungu buya enhliziyweni akwazi ukwenza into ejabulisa wena nje wedwa shuthi indaba ingawe la wena ubhoza yaloluthando wena ozokwenza into oyithandayo ayikho ibhoza othandeni

  • @maah-pdeeh9726
    @maah-pdeeh9726 4 роки тому

    i nkanuko yokungakwazi ukuyibamba. pls bo baba siyanihlonipha but nathi sihlonipheni. khethile...khethile

  • @nosmilomkhonzamelus5367
    @nosmilomkhonzamelus5367 4 роки тому

    Good Baba

  • @zanelembanjwa9216
    @zanelembanjwa9216 4 роки тому +2

    Indoda efuna isthembu ayibe nemali

  • @nomfundowenzile7387
    @nomfundowenzile7387 4 роки тому +2

    😭😭😭 angfun nokuzwa

    • @ntokozontanda5112
      @ntokozontanda5112 3 роки тому

      😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @luvunoluvuno5907
    @luvunoluvuno5907 4 роки тому +1

    Yebo umuntu wesifazane ngeke akwazi ukuba nesthembu

  • @bonieboni9356
    @bonieboni9356 4 роки тому

    Heyi khawume khehle uyasithethelela esi sithembu thina asisqali kwasona asisifuni tuu ngaphandle koba ufuna kubulawane

  • @xolelwandzelu754
    @xolelwandzelu754 4 роки тому

    Yindlela yakudala Kade kuncindezelwa abantu besifane laa kwazulu and it's doesn't make sense in our days coz we know what the Bible say "indoda ayibe nomfazi oyedwa"

  • @khetombimbi8457
    @khetombimbi8457 4 роки тому

    Usatana wakususa amahloni wakwenza ukuthi umsebenzele for his kingdom , this is the voice of the devil talking into your mouth , baba phendukarepent come to Jesus Christ of Nazareth uyaxolela , isithembu bubuthakathi uhlukumeza abafazi , uzozondwa ngabantu abango mama , wena phila kweyakho i planet sufuna nabanye abantu benze lento imbi uyenzayo ibuhlungu kangaka yhooo bawo siza ingane yakho ubabu Mseleku pls Lord Jesus

  • @welaseelihlesoni6476
    @welaseelihlesoni6476 4 роки тому +2

    Izingane zizothatha isbongo sam sakith

  • @sbusisolawrence976
    @sbusisolawrence976 4 роки тому

    Dankie baba injalo lento,and yibo abasbophisayo bethi silalenabo ngenkani,but umlobolile umshadile lomuntu kanti thina ascabanganga ukuthi ngalesosikhathi esbadinga ngaso sometimes imizimba yabo ikhathele bese sizithole sesixabana nabo

  • @ladyfranny443
    @ladyfranny443 3 роки тому

    So sexist 😔no, no, no👏🏽

  • @mbalenhle564
    @mbalenhle564 4 роки тому

    Uyadina wena mseleku naleythembu zakho oshumayela ngazo njalo

  • @bongiwezaca2721
    @bongiwezaca2721 4 роки тому +3

    Mxm!!!awukwazi yini ukwakha umuzi nomuntu oyedwa???
    Mina nje if my bf wathi ufuna isthembu, ngizophuma kanje👉🏻👉🏻👉🏻
    Ngoba nje ninenkanuko nina!!

    • @mfokagwamanda9741
      @mfokagwamanda9741 4 роки тому

      What if ufuna izingane eziningi kunalezi ongamunika zona wena 🙏🏿shwele bengibuza nje

    • @nkosenyengubane6267
      @nkosenyengubane6267 4 роки тому

      Uma uqeda ukhumphma lapho kuyangenwa ngapha.

    • @bongiwezaca2721
      @bongiwezaca2721 4 роки тому

      @@nkosenyengubane6267 🤣🤣🤣hawemah waze wanghlekisa

  • @sbusisolawrence976
    @sbusisolawrence976 4 роки тому +1

    Baba Mthombeni isthembu asisibi uma abantu besfazane bengacabanga kahle ngalento thina madoda ucansi siyakwazi ukulwenza Monday to Friday bona if bekwazi ukwenza kanjalo may be bangagcina othandweni olusha,once bajwayela bayaqala bakhale ngokukhathala ,BANGIPHIKISE MANGINAMANGA.

    • @khetombimbi8457
      @khetombimbi8457 4 роки тому

      Umntu owenza njalo there's spirit behind , lonto ithethukuthi awunaskhathi sokuthandaza ubonge uJehovah wakho for your days of ur life and your family akuphe yona , mbonge uJehovah uThixo wakho ungeka gugi ungekathi awundiyolele usakwazi ukuzihambela ayeza amathuba apho umntu ezothi efuna ubonga uJehova kube kuphele iskhathi sesingasekho edlale ngaso ulibele zizinto zomhlaba , azipheli zona , ngumntu ophelayo kusezo shuba abantu balibele kukudlala ngamathuba uThixo abaphe wona sisezokhala ama yeye kube ku late ,repent peoples of God Amen

  • @singathamjana5084
    @singathamjana5084 4 роки тому

    maXhosa nali ithuba lethu ba sithathe abafazi kwa Zulu sibathande thina

    • @nono.c.m6951
      @nono.c.m6951 4 роки тому

      Only kwaZulu hayi kwa Xhosa asibuthathi ubububhanxa

  • @lazalaza4957
    @lazalaza4957 4 роки тому

    Mxm

  • @mqimbebhoshamthokozisi7621
    @mqimbebhoshamthokozisi7621 4 роки тому

    Bayeke laba tata bajabuliswa yikho lokhu ukuzalela entabeni

  • @thabileduma575
    @thabileduma575 4 роки тому

    Mna angifune ndoda yes2 futh angifune mfazana wes2 emzin wam yes kowam umuzi *aksiwo okababa owam*. Futh indoda micamth iyonglandela loluhlelo lakaMseleku olusha Eyyy bafo ungawacosha eyincuncu lawoma camera akho konke nalesosndindwa enobe nifike naso🤞🤞 ngbafune oSotobe bephelele 🤞🤞

  • @hopemohola6369
    @hopemohola6369 4 роки тому

    I feel sorry for you😂

  • @pamelanqobile1026
    @pamelanqobile1026 4 роки тому

    Akunandi ukuthi ungasuka Kyle nods uyekule kanjalonjalo but it is should b ok with women for u man ukuthi usuke ulomfazi uyekulo usuke kuloyo uzekuye

  • @bongekaqwabe4831
    @bongekaqwabe4831 4 роки тому +2

    Iqiniso lelo Mthombeni I come from polygamy and ngiyamubong God ngokuthi baba wami waba nesithembu cz 2day sinoCc no Bhuti ekhaya sibaningi kumnandi but ke Baba wasihlanganisa isithembu sakho

  • @lungelokhumalo3096
    @lungelokhumalo3096 4 роки тому

    uthini vele?

  • @ninginyembe3380
    @ninginyembe3380 4 роки тому +1

    Iqiniso ngiyezwa mina

  • @lebzmolefe5156
    @lebzmolefe5156 4 роки тому

    Hheshe mbemi izwilelo ukube malale omama ongena ndlebe angeke ezwe kodwa onendlebe oyozwisisa elami lelo

    • @bonieboni9356
      @bonieboni9356 4 роки тому

      Heyi khawume khehle uyasithethelela esi sithembu asisqali thina asisifune tuuu

    • @lebzmolefe5156
      @lebzmolefe5156 4 роки тому

      @boni kodwa iqiniso uyalizwa,,,,mabekumithisile kumele wazi ukuthi uyi,,second hand akekho umuntu othanda into esetshenzisiwe mina ngakumithisa ngiyakuthatha ngoba angiyithengi isecondhand nami cabanga sewuyi stepfuther or stepmother in age of 30 i kaka leyo.

  • @mhlakaza-sa
    @mhlakaza-sa 4 роки тому +1

    Cha uyayibeka lento babumseleku nami ngingomunye wabantu abafuna ukuthatha isithembu uma isikhathi sesiryt

    • @ntuthukodludla394
      @ntuthukodludla394 4 роки тому

      Yah iqiniso lelo mfowakithi

    • @imogenemathe6723
      @imogenemathe6723 4 роки тому +3

      Lendaba yesithembu ubufebe bodwa besebathi bandisa umuzi. Le eUK khona indoda enezingane eziwu 21 emfazini oyedwa. Amadoda afebayo! Cha! Umusani bo!

  • @dumisanimkhizehisthirdnon3049
    @dumisanimkhizehisthirdnon3049 4 роки тому

    batshele mseleku esethu kuphela isithenbu yithi abantu yibo izimbambo lol