Igobongo dreams nokwahluka kwezimbuzi

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 3 гру 2024

КОМЕНТАРІ • 28

  • @MabuyiNdlovu-w6r
    @MabuyiNdlovu-w6r 2 місяці тому +1

    Mkhulu amen Mina angisakhumbuli ukuthi ngabona imbuzi iyodwa noma ezimbili ephushweni ngathi yayiyodwa angisenaso isiqiniseko inkinga manje angisPhuphi ngibone futhi sengina months ngilidlele bengisahlanganisa kokuphothula ngikhathazekile amen

    • @bhekanintshakala7997
      @bhekanintshakala7997  2 місяці тому

      Makhosi 👏 nganeyakwethu 👏 siyathokoza kukhona la engingakuzwa khona kahle
      Kusukela la uthi angisiphuphi............ ... please ngicacisele kahle ukuze ngizophendula kahle NAMI

  • @thembimncube4065
    @thembimncube4065 3 роки тому +1

    Siyabonga wow

  • @lindiwelindi1426
    @lindiwelindi1426 3 роки тому +1

    Kuvakele mkhulu ngoba izinto zezwe zyamosha

  • @s.l.k
    @s.l.k 3 роки тому +2

    Makhosi👏🏿 Umbuzo wami uthi, imbuzi empunga (grey) eyokwenzani? Ngoba nakhu uyasho ukuthi kuphothulwa ngemhlophe nebovu uma uphothula ngezimbili, mina ke bangicele ukuthi ngiphothule ngebovu nempunga.

    • @bhekanintshakala7997
      @bhekanintshakala7997  3 роки тому

      Ndawue sawubona L k angeke ngazi ukuthi eyani izithunywa nedlozi lakho elaziyo nganeyakwethu ukhumbule singenwe abantu abangafani futhi iziphiphiwo nezimiso azifani
      Kuyenzeka nakwabanye uthole ukuthi kufuneka inkukhu empunga "grey"

    • @s.l.k
      @s.l.k 3 роки тому +1

      @@bhekanintshakala7997 Siyathokoza ngempendulo Makhosi 👏🏿

    • @bhekanintshakala7997
      @bhekanintshakala7997  3 роки тому

      Makhosi ndawue Amen🙏

    • @s.l.k
      @s.l.k 3 роки тому +1

      @@bhekanintshakala7997 eMakhosini 🙌🏿
      Nginomunye umbuzo [owokugcina] ohlangene negobongo: kujwayelekile ukuthi uma umuntu edla igobongo ehle noma anciphe ngomzimba?

    • @bhekanintshakala7997
      @bhekanintshakala7997  3 роки тому +1

      Yebo kuyenzeka kushiyana amadlozi

  • @nwabisamtengwane9125
    @nwabisamtengwane9125 2 роки тому +1

    Ndicela ubuza Mkulu yini ongayilindela emaphupheni akho ekhomba ukuthi kumele udle igobongo ?

    • @bhekanintshakala7997
      @bhekanintshakala7997  2 роки тому +1

      Not too sure about amaphupho I normally ngazi things that happen uma lidingeka nakhona
      I can only verify ngosefa ngomoya wedlozi nezithunywa zami
      Thokoza nganeyakwethu amen 🙏 🙌 👏

  • @nancyncube2656
    @nancyncube2656 3 роки тому +2

    Mkhulu mina ngingu mama ona 50 yrs izinto azilungi ngangiphupha ngigijimiswa libhubesi ngilale eceleni kwendlela lingidlule. Ngiphupha njalo abelungu behleli ezitulweni ngaphansi kwamanxi a clean noma ngibone izinkomo zihamba ngaphansi kwamanzi. Kanti futhi ngangivakatshelwa ngumuntu wesilisa angibonisa izihlahla lokunye owayengitshela ukuthi kuyelapha abantu. Konke sekwavaleka .ngiyasokola emsebenzini nasekhaya bathi ngiyaloya ngoba abakaze bangibone nomutu wesilisa selokhe ngaba yimi angilangane. Sengigugele ezinyangeni labathandazi bethi ngafakwa idlozi lelo elibi bayangilahlisa kodwa akutshintshi lutho .abanye bathi ngiledlozi eliyindoda elifuna ukuhlanjululwa kodwa izinyanga zakithi ekhaya aziliboni idlozi zibona into embi...ngenzeni mntanami sengiqede amazwe. Ngiphupha ngiyingane yeskole sibhala ama test kodwa mina ngiyaphazamiseka ekubhaleni .ngiyathanda kakhulu ukumamela izindaba zakho mntanami. Ngise goli e midrand ...Nancy

    • @bhekanintshakala7997
      @bhekanintshakala7997  3 роки тому +1

      Yebo sawubona Mama woke ufike uzohlola sibone ukuthi ibhajwephi
      Asithembe ujehova nedlozi loyihlomkhulu bazokuzwa ukukhala kwakho
      Ndawue thokoza Amen🙌🙏

    • @nancyncube2656
      @nancyncube2656 3 роки тому

      Ngicela i # zakho mntanami ezami 0834964003 utholakalaphi

    • @bhekanintshakala7997
      @bhekanintshakala7997  3 роки тому +1

      Ngise kzn Durban kwaMashu k section mama uNcube
      My number is:0728871995 for what's app I'll give you location khona & call me on 0679062838

  • @hildanyembe3302
    @hildanyembe3302 3 роки тому

    Thokoza Makhosi 👏👏💙
    Ngicela ukubuza uthi uyali phothula yini igobongo nge kukhu iqhude elibovu ne mpangela?
    Thokoza

  • @thembimncube4065
    @thembimncube4065 3 роки тому +1

    Cela ukubuza kuphothulwa ngembuzi eyindoda noma isikazi