Utshwala benza umuntu wami angihlukumeze | INDODA AYIKHALI

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 6 лют 2025
  • Register Link: ebpartners.cli...
    USE Promo code: BLAQ50
    We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
    ____________________________________________________________________________
    DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
    ..................................................................................................................................
    Website: www.blaqlife.co.za
    Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
    Office Number: 0813639875
    ****************************
    #blaqlifetv #IndodaAyikhali #HandsOffIthala

КОМЕНТАРІ • 39

  • @djmekzathesilentone3184
    @djmekzathesilentone3184 15 днів тому +16

    Baba konke kuyadlula ngibhekene nesimo esifanayo umsebenzi wona ukhona kodwa uthe esethole umuntu ongcono nami wangishiya washintsha even indlela yokuphila waphenduka into engingakaze ngiyicabange ukuthi angayenza kodwa konke kuyadlula so nawe Baba stay strong for izingane zakho ziyakudinga khohlwa isfebe siyokukhumbula one day n Baba uze ungalenzi iphutha umthathe back inthliziyo iyasidayisa ngoba ibambelela entweni oyibona kahle ukuthi iyingozi futhi iyabheda stay strong kuzolunga.

  • @mhlopheayandahSmall
    @mhlopheayandahSmall 9 днів тому +1

    ❤❤❤ wow wamuhle ubhuti

  • @SibusisoNkosi-yo5om
    @SibusisoNkosi-yo5om 14 днів тому +4

    Thanks GOD ukuthi sengize ngafika ku 60 years ngisaphila nomuntu engingathi waziphatha kahle kuze kube yinamuhla. Lokho ngikushiso ukuthi UNkulunkulu okupha ubambo lwakho. Phephisa mfowethu okusho ukuthi naningadalelwene. Ngikuchoma uphaphe ngokuthi awuthathanga isinqumo esingakufaka enkingeni. Uzomthola owakho usendleleni.

  • @MehlokhoziHoldings
    @MehlokhoziHoldings 15 днів тому +6

    Kubi ngoba thina esiright sidlala amadoda angenaqiniso ,💔 lalela mina ngina 20 years nomuntu wami usejole Waze wahlala nayo intombazane,kodwa angisikhaleli isikhathi angikukhaleli engikwenzile nemali kofika okwami noma ilanga selidhonile ,akulahlwa mbeleko ngakufelwa

  • @BonganiNdlovu-ed2pp
    @BonganiNdlovu-ed2pp 14 днів тому +3

    Mfowami xola ukholwe ukhohlwe uqubeke ngempilo uzobuya setshàyekile sefuna I love back phuma lapho

  • @MesuliMtshubungu
    @MesuliMtshubungu 14 днів тому +2

    Hhai bhut uvuthiwe✊

  • @sabelosabelo8321
    @sabelosabelo8321 15 днів тому +2

    Watching from sterkspruit eastern cape

  • @mandisandoh
    @mandisandoh 15 днів тому +7

    First to comment can’t wait to hear 👂 watching from Cape Town
    #Ndoh@CBD

  • @Mahle-o3j
    @Mahle-o3j 15 днів тому +6

    Bhutwam umuntu wesfazane wayengadalelwe ukusebenza Wena vuma kuthi wadibana nesfebe Uma usebenza ngeke unga afford kuthenga beer

  • @nomanhlapo4886
    @nomanhlapo4886 14 днів тому

    My favorite show.. 🎉🎉🎉

  • @NontokozoJali-cs6ez
    @NontokozoJali-cs6ez 14 днів тому +1

    Mn ngithanda voice nkosyami 😂😂

  • @ConciliaTshuma-yu5qp
    @ConciliaTshuma-yu5qp 15 днів тому

    Askies ❤❤❤phola uyi Handsome wena asomfene amajodo awela abangelambiza umzothola o straight ❤❤

  • @Ndosio5
    @Ndosio5 11 днів тому +1

    King Schaka a k.a Makat'azidudla

  • @Zandymafethe
    @Zandymafethe 15 днів тому +2

    Ubuzwile ubuhlungu Bhuti sengbonga uMoya wakho ukuthi phansi awmlimazanga phola bhuti uzomthola oryt for wena askis bhuti 💔😥

  • @yolandatatase2928
    @yolandatatase2928 15 днів тому +3

    My king 👑👑 watching from Midrand ❤❤❤❤

  • @ConciliaTshuma-yu5qp
    @ConciliaTshuma-yu5qp 15 днів тому

    ❤❤❤❤❤ love 💕 the sow❤

  • @LuvuyoNelani-v7u
    @LuvuyoNelani-v7u 15 днів тому +1

    Umutu ombinqileyo uyakwazi uzifihla🤞

  • @GoodnessMbhele
    @GoodnessMbhele 14 днів тому

    Ngisho kudlula iveni yamaphoyida kwakuthiwa Bamba unwele😂😂

  • @mayandekhumalo
    @mayandekhumalo 15 днів тому

    Eish kwanzima jehova

  • @BuleKhumalo
    @BuleKhumalo 15 днів тому +1

    Waze wakhulumisa okwendonda bhuti wami

  • @vusibonginkosi9255
    @vusibonginkosi9255 13 днів тому

    Lomjita ukhuluma njenge Mfezi emnyama noma ehleka ngathi nguyena ngqo

  • @evodiandumo4248
    @evodiandumo4248 10 днів тому

    😢

  • @busisiwemattaka
    @busisiwemattaka 14 днів тому +1

    Sorry bhuti wam kubuhlungu loku okushoyo but akusiyibo bonke abantu besfazana abaphuzayo benza loku, nd yena ubevele afihle bufebe bakhe nje manje mabuzwa utshwala buyaphuma, mina nje ngam ngiyaphuza but ngiphuzela endlini bengithengelwa umyeni wami , angivakashi ngiphuza endlini , sikwazile kuthi ngimbonise athenge indlu kushintshwe iimoto naye abe aphuza ane bhadi lokuhlangana nabantu aba phila lempilo yalo muntu wakho, that's y ngithi asifani siyabantu loyo kudala afihle bufebe nje, wakwam uze wahamba emhlabeni siphuza endlin soi 2 although yena nje ngendoda ebeya phela kubangani mina ngisendlini ngiphuza khona ngiyakwenza okufanele nje ngomfaz, kumanje ngisele nezingani kwam, siyezwana nabo skwiza bam , bayavakasha even sengekho ubhuti wabo nam ngiyaya e northern cape kubo esengekho asina nkinga.bantwa bam banomthetho baya hlonipha endaweni ngiphuza so😅, so that's y ngiyala le yokuthi bafaz buyehlela ngenzansi Big No. Kodwa ke ngiyezwelana nawe ubuthole lotsotsi nje wena. Wish u luck empilweni bhuti wam.

  • @FriedaMothibe
    @FriedaMothibe 7 днів тому

    Sorry bhuti .on behalf of women .may the grace of God be upon you
    You will meet someone that truly loves you

  • @busisiwemattaka
    @busisiwemattaka 14 днів тому +1

    Kwakona kuthi wawungazi uyaphuza nisajola bugebengu bonke lobo , y ekhipha ubuyena esehleli nawe kuphuma ubuyena ke manje nobufebe konke

  • @nontonyide4381
    @nontonyide4381 15 днів тому +1

    Phephisa zama ukudlula kulento

  • @MsiziDladla
    @MsiziDladla 15 днів тому

    Mfowethu wena ukwenzile okufanele ukwenze kufanele uzixolele ukhulekele ukuthi uMdali akusize ,ngiyjabula ngoba unobuhlakani obu nobu NkuluNkulu phakathi iseluleko osishoyo kubabukeli siyamcomeka siyabonga inkosi izokusiza abantwana sibafisela impilo enhle ungabalahli ngelinye ilanga bayokubonga bakuthweze umqhele wobuuqotho nokuthembeka ,usisi uhamba indlela ekugcineni eyoba nokukhala nokugedla kwamazinyo ,xola mfowethu

  • @ZodwaMsomi-m6f
    @ZodwaMsomi-m6f 14 днів тому

    Nxese ngane yami wabe evele eyisigebengu wawungeke umshintshe

  • @ZoliswaBaleni
    @ZoliswaBaleni 15 днів тому +2

    Ngiyezwa bhuti kubuhlungu kodwa wena phuma kulomuntu akalungile futhi kumele uyiphalaza kuze thole muntu ozokwazi kumthanda losisi wakusebenza

  • @Mahle-o3j
    @Mahle-o3j 15 днів тому

    Ngizwelana nawe bhuti wam Koda waymosha kwasekuqaleni usajola kokuqala ngoba ungasebenzi indoda iyasebenza noma aysebenzi iyohlez iyindoda kumuntu wesfazane unenqonso

  • @senzoluthuli3329
    @senzoluthuli3329 13 днів тому

    Iphutha lana kwaba ukuthi uthi akangasebenzi wena uzoprovider wangalicabangela ikusasa ukuthi mawuphelelwa umsebenzi kuyoba njani nokuthi nje makuthiwa uyafa ingane zakho zazizosala zidleni

  • @ThabileFisani
    @ThabileFisani 15 днів тому

    Phola mfowethu ungahambi namanxeba

  • @nomvelosiwela
    @nomvelosiwela 10 днів тому

    Inkinga leshow sigcina ngokuzwa iside elilodwa sisale sizibuza thina ukuthi yini ngempela engenza umuntu wesifazane aziphathe kanje Uma ngempela lendoda yayenza kahle konke njengoba isho😢😢😢anyway sorry bhuti😞

  • @ThembiMasete
    @ThembiMasete 15 днів тому

    Abantu besifazane abafana ngoba nabesilisa bakhona abaphila lempilo kade iphilwa yilowo girl i

  • @sehlakalosibanda6637
    @sehlakalosibanda6637 14 днів тому

    Njengomuntu wesfazane ngihlezi ngiyisho lento ukuthi utshwala zange badalelwa thina

  • @nomvelosiwela
    @nomvelosiwela 10 днів тому

    Kodwa ke into uma isuke ingeyobulili thizeni akwenzeki ingabhalwa,utshwala abubhalwe gender kuphela kuthiwa not for sale for person under the age of 18 seningajaja ke ngoba nihlangane nabantu abawrong

  • @ThandekaZondo-rz9lg
    @ThandekaZondo-rz9lg 12 днів тому

    Hawu inhlamba engaka bhuti. Not all woman who drink behave that way. Wahlangana nomuntu wrong nje. I just wonder if the kids are yours

  • @sbusisopatrick1050
    @sbusisopatrick1050 9 днів тому

    Bhuti U wrong shame.uthe ingane yabantu ingasebenzi uzoyodla.dan after bcs ur de bad choices u made in life.usuthuka bonke abantu besfazane.ayikho lento yakho abafazi bayazimela langaphandle.house wife thing no longer working wen she's bored emini ungekho vele uzofeba so.yeka ukuthuka ingane zabantu ngenxa yama bad choices u make.

  • @dorahmokete218
    @dorahmokete218 11 днів тому

    Watching from welkom free state maybe the guy was too controlling ,but if I'm wrong I apologize, but there's 2 sides of the story