We need to work Hard epically we africans let not depend in conspiracy I acknowledge the ancestors but people Don't want work and wait on muthi nothing is overnight
siyambongisa uSibalikhulu kukhokonke asekuzuzile empilweni but Pholobas isihloko se video yakho angisizwa kahle masithi the richest traditional healer in SA,coz akhona bhuti ama traditional healer ango rich bustard mfwe2.angisho kabi ngyabonga.
Morning mc can u please help us about isigubhu zemali kuthi how does it work like if u are busy with money loudaring and u run out of cash sendzani sona kungisiza
Ngihlonipha umelaphi one mfihlo nentlonipho ngeziguli zakhe... #Camagu 👏🏿👏🏽👏🏻
Akashayi ke eceleni loBaba
I'm proud ngale nyanga ayiziphakamisa inyanga yangempela leeee
Azange ngimbone umelaphi wendabuka ophansi kangaka, God bless 🙌
So Humble am inspired by your personality
Ngiyayithanda indlela oyiyo Dr mngwabo yahlehla awuzikhukhumezi
Umkhulu akaziphakamisi ngyancoma lapho nami ngizogcina ngifikile
Uyazehlisa dokotela,thina siyakuphakamisa....(humble doctor)....
Kakhulu yazi 👏👏🙏🏻
@@yollandahmagubane3938 Awesome stuff
So impressed by this humble Tradition Man.
Nam ngithi ngiyeza laphoooo💗
Yodibana khona
Ngithanda ukuzotha kwakhe uyazehlisa , imbeko bandla... Mfaz’omabele made🇿🇦🙌🙌👏👏🙏🏻🙏🏻
We need to work
Hard epically we africans let not depend in conspiracy I acknowledge the ancestors but people
Don't want work and wait on muthi nothing is overnight
Kodwa mina ngibonga wena MC ngokusvezela lamdoda, sesingaziyekela thina nje. MC🙏
Yah very impressive healer salute 👏 🙌 I like your personality doc and you respect a public what u say
I'm very impressed by the lifestyle you living Dr , your ancestors really blessed you
Uyazehlisa uBaba siyabonga. Siyabonga MC Polobas ngokusilethela u Baba ohlonipha abantu.
Ayayay kahleni upayi lwenyanga lena. Ngiyamazi mina. Nama phara akhe
Sabonga Mc Pholobas 👏👏👏. Ngoku siphathela izinyanga ezilapha ekweqiniso 🤝🤝
Wow!inika umdla le nkqubo kwaye uDokotela uyabonakala ngumntu onobuntu.Kwaye impumelelo yakhe iyabonakala.Ndinibukele ndiseCape Town🙏🙏🙏
Kweyph indawo E Kapa
The best channel in south Africa by far siyaviva tv1
Inkulu inhlonipho kulobaba 🙌🙌🙌 siyabonga Pholobas ngokusiletha u Dr Umngcwabo uyahlehla
Baba Dlamini unguBaba weqiniso ongayisakazi imfohlo yomunt osizakale kuwena 🤗🤗🤗🤗🤗
Camagu dr uhlale uthobekile njalo🔥♥❤💙💚💜💛🙌
Isizotha sakho Dr awuphakeme siyabonga uqhubeke usize abantu
ngiyaqala ukumbona uDr. Mngcwabo Uyahlehla. Bengicela ukubuza kwabamaziyo ukuthi ubani enimbona enemisebenzi engcono phakathi kwakhe no Khehlelezi? Ngibuziswa ukuthi ngihlala emazweni kodwa bengithi mhla ngabuyela kwelengabadi ngoke ngiyobona uKhehlelezi kodwa emva kokubona lo sengiyadideka ukuthi ngiye komuphi ngoba nami ngiyaludinga usizo.
Inkunzi uDr Mcwabo uyahlehla akaziphakamisi neze...
Pholobac sawbona mntaka Mam Thandy nodokotela Dlamini kuyintokozo ukuba nawe nodokotela umhle umsebenzi wakho uhamba wedwa bafoooo dankie
You so humble thank you dokotela
Nt when u in his place!!!!!!
Ngimkhonzile lobaba Yaz inyanga endala bt ine respect
Mmgcwabo yahlehla wase Newcastle lona lapha ngase Stadium?
Ayi umkhulu unzima
Pholobasi siyacela kuwe ukuthi uma ulethe inyanga ku Siyaviva Tv 1 nabe khebasiphe i bonus athi uzothatha 5 wabantu azoba khuphula mahala ngoba siyanilandela kanti asisebenzi nedata liyimali kodwa ngoba siythanda ukunibuka umuntu uze akwenete i data kodwa bona abasinikeleli thina esingathathi ntweni namandla esingenawo abasinikelele nabo just uku choose 5 abuye lowo azobonga kuSiyaviva Tv1
Siyobonga iscelo sethu uma singemukelela ezinyangeni zethu zonke jikelele.Lockdown imi kabi
God bless you Dokotela
Akakhulumi kakhulu kwi phone call, uyabuza uzofika nin, respect to Dr. .... dankie Mc Pholobaz
Aike nansi inyanga
Yooh ngimazi kahlee loBaba ayi uyasebenza
Usho ukuthi uyashaya?
@@khoimkhwanazi6155 kakhulu eNewcastle udumile mft kashayi eceleni ngani wethiwa abantu ukuthi mgcwabo yahlehla ngoba baningi besinda ilo Baba
@@edumbe1616 ngiyabonga mina ngikuzwile
What a humble guy
Dokotela Umngcwabo Uyahlehla lo Pholobas ngiyayesaba indlala bakwethu!!!!
Good work bobaba
Wagwetywa ndlala ndiyeza dokotela
🤞angisho ukuthi ngithini kodwa lomkhulu yena baningi abangeke balibone elidlalayo kuye. Inyanga lena futhi akachomi thina esimaziyo siyazi ukuthi kunento akanayo namanje akangakuvezi ukuthi unayo
Wow thanks for Supporting SIYAVIVA TV 1 & DR.UMNGCWABO UYAHLEHLA
Kazi yini leyo anayo awuthi chatha sizwe
Inenhlonipho leyo Ndoda....suka madoda wahlehla u Mgcwabo winkunzi
Mapholoba ngiyambongela udokotelangomuziwakhe
Andizihambi iinyanga kodwa into endizayithetha ngumntu lo uthobekile. Akafani naba profethi bachomaya, bezixela ukuba banxiba 15k isihlangu, 15 k suit.
Ndiyakuhlonipha tata
siyambongisa uSibalikhulu kukhokonke asekuzuzile empilweni but Pholobas isihloko se video yakho angisizwa kahle masithi the richest traditional healer in SA,coz akhona bhuti ama traditional healer ango rich bustard mfwe2.angisho kabi ngyabonga.
Musa ukudliwa isilwane ungavumi ukuthakathiswa ngomlomo
@@siyavivatv1347 but he’s right. Wazi ngani ukuthi he is the richest? You could have said one of the richest 🤷♀️
Me Lucus Shelebaba, long time khehla. Engahlagani yhi ntaba
NGIMAZI KAHLE WANGISIZA NJE NGIMILWE IBHANDE NGAFIKA NGFILE KODWA WANGISIZA NGAVUKA NGABA UMCEMANE NESBAZI SEBAHANDE ASIBONAKALI
Siyabonga ubufakazi
Isoka esila kumngcwabo yahlehla
Yhooo mina ngithi ngu muntu omdala mngcwabo yahlehla eish kuzima asisa sizeki thina kodwa ndiyambongela mhle mzi wakhe yhoooo mna kuthule tub/sness ayihambi
MaPholoba babusisekile abanye abantu kodwa uDlamini ngenhlonipho nje ayi ngithi phambili nokungazithwali
Babu dlamini uyindoda
Alpheus ramatapa from modjadji village tzaneen everyday i see you video
What a guy🙌🏾🙌🏾🙌🏾🙌🏾
thanks for Supporting SIYAVIVA TV 1 & DR.UMNGCWABO UYAHLEHLA
Akwande Dokotela Dlamini 🙏
Ngibonge kakhulu kuwe Zikode
thanks for Supporting SIYAVIVA TV 1 & DR.UMNGCWABO UYAHLEHLA
Ubani uZikode manje
@@wisemansandile9580 uNgcobo
Ngiyaqala mina ukukubona Dr kodwa ngichazwa. yindlela owehle ngayo
Mnumzana hayi uzithobile nkosi yam , and uyawahlonipha ama customers akho
Uyisibonelo esihle kumini Dr Mncwabo kwande khehla
Uyangihlekisa lo dokotela mayekhuluma
Ngyayithanda indlela umkhulu awasebenzisa ngayo amagama🤝🏿
Awu sukani madoda nyangenkulu
ngyafisa ukufika ngelinye lamalanga kubaba, waze wazehlisa ey, waze wamazisa omunye umuntu
Ngyabingelela Babu/Dokotela Dlamini. Uqhubeke njalo Baba ngokunceda abantu/isizwe.
Ukhuluma ngathi uyisilambi esifana nami hayi uzithobile mntanomntu kudeowazunyoko
Ngavele ngambonake lobaba uhlala emadadeni ngase sbhedlela
Chaaiii,Shem usikhuluma isiZulu and make me realised that all along Ekasi ngikhuluma 5th level Zulu😏😏😏
Lol this presenter is good.
Thanks God bless you, please Share and Subscribe to our channel SIYAVIVA TV1
Thokoza mkhulu
sibonga kakhulu mkhulu ukuba nomuntu onjengawe osizweni asisayanga kude
Uthobekile Dr mngcwabo
Malandela ngithanda indlela ahlonipha ngayo izigili zakhe kwade sibalukhulu
Dr Mngcwabo uyahlahla angifuni okuningi ngicela ubuyise sthandwa sami
Mncwabo scela uhlehlela ethekwini plz
Abanye abantu banenhlanhla mina ngino 48 anginamuzi anginamsebenzi ,kwaze kwanzima.
Uyazwakala futh uyabonakala ukuth uphila iqiniso umuzwa olimini nokuzotha kwakhe.. And ngempela I'd ethi wasizwa ama Bank okushukuthi wazabalaza kanzima cz bank lifuna interest
ngyaythand indle ozithobe ngayo "Postponed funeral"
Mina Uma ngingazi nje ukuthi ngabekwa yini kwi wheelchair ngingajabula iyangidla lento babuye bangivala room akungeni muntu.
Uyazenza iIgubhu and ziqala kwimalini
U sekude kwi camera baba, sondela duze se ku bonhe
Molo dokotela uyindoda Bawo👍
Rishest probably Khehlelezi
Akwande mkhulu
Asibonge kuwe Pholobas uhlezi usilethela usizo okubalulekile ezimpilweni zethu.
inkunzi ngampelake ubaba umngcwabo uyahlehla
Ezinga hayarishiwe Lol haibo uthini manje uPholobaz
Uthobekile mkhulu yanga u Bawo angakugcina
Yaze yazithoba lensizwa yakwa Dlamini, qhubeka nomsebenzi wakho omuhle wokusiza abantu. SIYABONGA DOKOTELA!
Ngyafisa ukusizakala kulobaba jehova
Ngaze ngafisa kuthi ubaba engisize
Ngiyeza dokotela
Kkkk lapha ngani kuhlangene amagabazi okukhuluma .....
Morning mc can u please help us about isigubhu zemali kuthi how does it work like if u are busy with money loudaring and u run out of cash sendzani sona kungisiza
Note 666 if you wise you will know
Ngthanda umoya wakhe Shem mngcwabo uphansi uzithobile
U Dr uhlola ngamalini futhi unjani ukuluma mezobethela pls
Cha ngyamuvuma lobaba ngiyadinga nami ukugcina ngifikile kuye ayikho into eyenzekayo Kimi ngise goli angikwazi nokuye khaya inhlanhla lutho ngidriver itaxi lutho imali angiboni qobo
wangakithi zokuthatha ngikubeke ngiyazi kwakhe
🔥🔥💯
Thokoza mkhulu ukubona thokoza
Ziya Bonga kakhulu. Baba
🔥🔥🔥🔥🔥
Dr Dlamini iyangiqed eyomunt odayis Colgate kodw asho ngamaziny a yellow 😂😂😂😂😂😃😂😂😂😂
Hi Tata Nam ndithengisa kwi box so ungabdihlamha ngamalini I want my business
Siyabulela baba ngokubuyisela ithemba kuthi
Uma usuka kude ikhona indawo yokulala noma kumele ufike ujike?
Someone dd say there r BnBs around the area
Yho into enemali uyibhekile nje
Thanks for Supporting SIYAVIVA TV 1, ushonje loool
Why pholobasi ungabuzi amaprice ohlola
R200 ukuhlola
Serious?
MC Cela usibuzel kuthi thina esidlala Forex trending yini engasisiz kuthi sindlondlobale
Ok ngizobuza , thanks for Supporting SIYAVIVA TV 1 & DR.UMNGCWABO UYAHLEHLA