@@ebuhlenibamanazaretha uMoya Ongcwele nguNkulunkulu uqobo ngoba God is Spirit akaze afe uMoya Ongcwele ngoba ungumoya vele not umuntu, Jesus is coming funani iqiniso nina not ukutshelwa ngabantu lifune iqiniso uNkulunkulu uyoziveza uye ekuphieni kwaphakade 🙏
Nkulunkulu oyingwcele Amen King of all Kings Amen
Amen baba ngthanda iqiniso engike ngiliqaphele,sbukelana phansi singabantu abamnyama skholwa ukuthi into eyiyona ivela nabantu abamhlophe uma ungavula istolo eduze kwesomuntu omhlophe ngeke bethenge kuwe ngoba umnyama
Ungikhumbule nami Jehova oyingcwele !
Siyabonga kusithanda kwakho Nkulunkulu wokhokho bethu singaboni kulomhlaba, chubeka nkhosi yamakhosi usibheke usithande thina zoni
Amen Nkulunkulu wobabomkhulu, Nkulunkulu kaShembe Nkulunkulu woNyazilwezulu
UShembe uNgunkulunkulu wabantu Abamnyama
Abantu balimele kakhulu emqondweni ngempela bazi okuthi into eyiqiniso evela kumlungu, baze bafake iziphambano ezilengiswe indoda bekukholwe okuthi uJesu wafela bona ngoba babona kungumlungu,usono sika Shembe ukuba mnyama
baze bashumayele ngeslungu ekbeni besonta bodwa bemnyama yini bakholelwa okuthi islungu singcono,,ngkhumbule amazwi ashiwo uJesu lowo mhlazane uMama owayenomopho ekhala ecela usizo kuthi uJesu wamsiza na,
angigxeki muntu ngenkolo yakhe kepha ngithi ayikho iNkosi eyobusa kwesinye isizwe,🙏
Siyanizwela ngoba banifundisa amanga lababantu,kufa lo shembe nibeke omunye,kufe lo nibeke omunye ukuba ebengunkulunkulu ebengekhe ahlulwe wukufa but Jesu wavuka sefile wanyuselwa phezulu yifu bese kuthiwa abakholwe bengabonile banoyolo
@@thulanimethuko6333 kufa inyama kepha umphefumulo uphila enyameni esaphilayo futhi ngyabonga ukufundiswa amanga maqede ngizuze injabulo,sengigcina nje ukhumbule okuthi uSathane uhleze ephikisana nabancoma unkulunkulu, asazi kungani abantu abangasiwo amanazaretha bezozifaka khaxa ezindabeni abangangene kuzo ,,if ungasho nje kungani uze walalela uShembe if ungamfuni?ungenele ukuzoba uphiko oluphikisayo?ulana ngoba aninayo intshumayelo ebandleni lakho ,uthunywe ubani okuthi woza uzophikisana no Shembe umfundisi wakho noma noma uSathane okuthume la ,phuma la uyothandaza ucele ukuba ungabi wena umehluleli ,kholwa ucente indlela yakho yokuya ezulwini mhla umzimba wakho ukhathala usyeke thina ngoba unkulunkulu wethu usbhekile futhi syamthanda soze sihlukane no Shembe
@@thulanimethuko6333 ujesu Wafela wena?
@@thulanimethuko6333 uphi pho uphila kuliphi izwe
@@thulanimethuko6333 yilokho engihlale ngikubuza,yena ke lo okhona manje uphila ezweni,base bethi uyingcwele akasoze abengcwele esaphila ezweni
Nkosi yamakhosi unguJehova kimi 🙏🙏🙏🙏
Impela uShembe unguNkulunkulu emhlabeni naseZulwini.Ungitshelile ukhokhokazi wami owedlula emhlabeni ngo-1976.
Amen
Kunabantu abakhuluma umathanda wabo ngo Shembe yini abamazi ,ngingabathatha bonke laba abaphika izimanga zika Shembe ngiye nabo le eBuhleni ku Shembe ngithi mubuke emehlweni ungabheki phansi uma ekbuka ,,bengajuluka babemanzi te bekhophoze behambe sebekhokhoba ,uShembe akusiyo uMuntu wokudlala ugcina ukhohlwa into obuzoycela uma usuphambi kwakhe ..ingoba usufike eNdodeni yase Zulwini..abathule abangazi ngo Shembe madoda mina nglana engkhona uShembe wangibusisa ngingakholwa kwa Shembe namuhla ngili Nazaretha elinobufakazi ngo Shembe..inkulu indaba ise Buhleni ongazi akaye ayozizwela azibonele heeee
Inkinga yabo ababuzi noma engakubo abayi ukuyobuka... Nokuthi abazixaki ngenkolo bayalandela nje
Imimangaliso nokuceba nosathane yakwenza lokho kodwa ezulwini akungenwa ngabucebi kungenwa ngojesu lo enithi wumlungu
@@thulanimethuko6333 awusho nje kube kukodwa usathane asekwenzele khona okuhle nawe ngoba ufakazela okuthi uyakwenza?
@@thulanimethuko6333 mina angnabo ubufakazi ngo sathane ngoba akakaze angenzele lutho futhi angimbizi noma nini nje coz angkholelwa kuyena but nawe angikuphikisi umuntu nomuntu ubonga la adla khona
@@thulanimethuko6333 Izulu akulona elika Jesu futhi akungenwa ngaye naye wazisholo yena kulabo owayehamba nabo ethi kuzongena abenza intando kababa
Amen shembe yi xi kwembo vama kwero va mina amen
amen
Siyabonga baba wethu 🙌🙌🙏❤️
🙌
Amen 🙏
AMEN CYABONGA
Abanye Abantu kabamboni uNkulunku ephambi kwabo uShembe uNyazi Lwezulu nguNkulunkulu olwethu uNya Zi.
Ushembe ungunkulunkulu
Amen uyingcwele.
Umqondo Ocashile Walenkonzo uthi "Ukweyiwa kukaShembe , nokuhlupheka kwakhe ehluphekela mina nawe ehlushekiswa isizwe esinsundu"
Kunjalo 🙌
Hiyi isho iliphinde, kodwa ke uNkulunkulu kelemu usewunqobile umhlaba
@@mttmaaa9433
Amen
Uyesabeka !!!!
Nkulunkulu wokhokho bethu 🙏
Ngyokukhonza njalo nkosi enamandla noba ngiphambeka ekuhambeni kwami kulomhlaba kepha uyohlale ulithemba kimi
Uze ungikhumbule Nkulunkulu wam
amen
UShembe nguthixo wethu sonke ma Africa
Amen
❤❤❤❤
Olwethu Unyazi
Amen🙏
🙏🙏🙏🙏
Uyigcwele
AMANGA ALUHLAZA HLA UMUNTU OSETHUNENI OMATHAMBO AMHLOPHE UNGUNKULUNKULU KANJANI, UNKULUNKULU UJESU WAFA WAVUKA AKANATHUNA NABANTU BALALELA AMANGA ALUHLAZA LABA BAFEZA INHLOSO ZABO
UJesu akayena unkulunkulu uyindodana kankulunkulu. SHEMBE umoya ogcwele okwakhulunywa ngawo ukuthi uyohlala ingunaphakade
@@ebuhlenibamanazaretha uMoya Ongcwele nguNkulunkulu uqobo ngoba God is Spirit akaze afe uMoya Ongcwele ngoba ungumoya vele not umuntu, Jesus is coming funani iqiniso nina not ukutshelwa ngabantu lifune iqiniso uNkulunkulu uyoziveza uye ekuphieni kwaphakade 🙏
Usemncane uzokhula, nawe usabona umhlaba.
@@xolintuli7364 Yingakho uShembe engafi ngoba uwumoya ogcwele
@@ebuhlenibamanazaretha umoya ongcwele okaNkulunkulu athi uJesu Kristu ngizonishiya nomduduzi ongu Moya Ongcwele ngoba uMoya Ongcwele ungu Nkulunkuli uqobo, usho ukuthi unguNkulinkulu ebe ezaliwe ngokwenyama ayikho leyonto wafa wagcwatshwa uShembe kwaphela ngaye, akekho umuntu ozelwe yindoda nomfazi ongu Nkulunkulu phendukani nithethelelwe izono uNkulunkulu uluthando akekho kwa KZN kuphela kodwa ukhona ndawozonke uKristu uJesu waziwa emhlabeni wonke nabamphikayo bayamazi kodwa lona wenu akaziwa, yini ayidala ngezwi , ningadukiswa indlela eya kuNkulunkulu inguJesu Christ John 14 uyindlela neqiniso ngaphandle kwakhe akakho oya kuNkulunkulu
Waze wawukhuluma amanga baba
Uban okhulum amanga bhut?
yiqiniso nakhu nawe wenza lokhu akushoyo
Amen
Awushoke wena okuyiqiniso ngoba okuka Shembe akusilona?futhi uyazi akusamele noma ngabe usathi Baba ngoba vele awunanhlonipho..ungathola okuthi uzele unezingane kube uzifundisani ,yena uBaba wakho wakufundisani uma ukhuluma so kubantu abangakuzala
Ngaze ngakuzwela ngoba uyolukhumbula lolusuku kungasekho imuva,
Amen 💖