Siyabonga bhuti ama tip as siyithanda into ka Shembe and sifisa ukuyazi... Cela ukubuza okuncane Kuhawu lakho..ingalo iyaqonda ibe straight or into ebalulekile i position ye hawu
AY WANGIHLEKISAKE😂 MUSUTHI AMAKHOSAZANE NAMA UMBRELLA ☔ KODWA MFT NGIYABONGA KAKHULU NGIFUNDILE MINA NGIHLOMULE KAKHULU INKOSI INIBUSISE MADODA SHOUT OUT TO T. NDLOVU T. MADLANDUNA GREAT WORK🎉
Siyabonga kakhulu nkosana iNkosi ikubisise🙏
Ameni.
Noma eyiphi indlela yokukubamba ihawu, uma limi ngendlela eyiyo, futh kuzinze kahle ezandleni zakho
Siyabonga zakwethu
Mfethu. Ngiyabonga kakhulu nami nge support.
Syabonga kakhulu 💯💯
Injalo indaba mnewethu 👏🏾👏🏾 syakuzwa lapho, uqhube njalo mfwethu
Ngiyabonga kakhulu Sphesihle. iNkosi ikubusise.
Siyabonga bhuti ama tip as siyithanda into ka Shembe and sifisa ukuyazi...
Cela ukubuza okuncane
Kuhawu lakho..ingalo iyaqonda ibe straight or into ebalulekile i position ye hawu
Iposition ye Hawu.
AY WANGIHLEKISAKE😂 MUSUTHI AMAKHOSAZANE NAMA UMBRELLA ☔ KODWA MFT NGIYABONGA KAKHULU NGIFUNDILE MINA NGIHLOMULE KAKHULU INKOSI INIBUSISE MADODA SHOUT OUT TO T. NDLOVU T. MADLANDUNA GREAT WORK🎉
AWU BABA WAMI😂! SIBONGU NYAZI LWE ZULU UNKULUNKULU WETHU ⚡.
Sibonge Nhlalsuthi yoNyazi.
Engath ngizozwana nale channel impela
@@samkelojobe7485 ngiyabonga kakhulu Samkelo mfethu wami 👏
Kade ngiyifisa imfundiso yokugida siyabonga kakhulu safika sekhulile.
AMENI. Ngiyabonga kakhulu egameni lo NYAZI Lwe ZULU UNKULUNKULU wethu.
Siyabonga
Ameni baba.
Siyathokoza bhuti kakhulu
Besicela Uma uthola ithuba usikhombise isihlabelelo ixilongo lezulu ukuty sigidwa kanjan
Sawubona Khulekani. Kulungile mfethu ngisazosibheka if ngingasazi ngizokwazisa. Ngiyabonga kakhulu bhuti wami.
Baba siyathokoza kakhulu
Number 1💯🙌🔥
Baba wami.
La bhuti Mcabangeleni, kukhona esingakwengeza mfethu mawubheka ngeso lakho.
Isikoshi ne Njobo ngabe kuhlukene
Bafwethu sicela I Basic imiphi imigidi eyafika noShembe ,ngyacela bafwethu hhay kabi
Injobo, owamakhosazane Kanye no mama imigidi esinwa entabeni egwcele kuphela. Isikotshi naso esaNkulunkulu wethu uNyazi Lwe ZULU, kodwa siqale ukusina eKhenana ngemvunulo yezi Khumba angisikhumbuli sisina eNhlangakazi, angisho ukuthi asikaze sisine kuseyi eNhlangakazi kodwa mina angisikhumbuli.
WeThobani bafo kodwa angsakboni esgcawini uma sigida,syabonga khehla ngamatips omgidi
Ngikhona mfethu.
Qhubeka bafo usicobelele ngolwazi 🙏
Amen, mntwana wo NYAZI uNkulunkulu wethu.
Angikbonanga base Nazaretha
Sphe baba wami, uyaphila. Cha mfowethu ngangizoba khona ngathathwa enyindlela.
Wayichaza kahle mntakamkhulu
Ngiyabonga kakhulu mfethu
😂😂😂😂😂😂Ungihlekiselani we bhuti, uthi amakhosazana aphakamisa ihawu 😂 hhayi inhlalisuthi. Inhlalisuthi ilibamba kahle nje ayiliphakamisi, siyabonga kakhulu mnewethu sesifundile futhi sifunda kahle ngo 23😇 umqhele ongabuniyo
Cha ngempela mnganwami. Kuyathusa futhi kuyasabisa nje kakhulu ukubona isiHLANGU seNHLALISUTHU sesidlula ikhanda😂. Bhuti wami ngiyayithanda le yoMqhele ongabuniyo ⚡.
@@thobaningubo1200🤗Amen✌️❤️